Kubenzima ukulamula Taxi Driver owalala nengane ye Taxi Owner

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 14 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 1.9K

  • @Skotiz1
    @Skotiz1 3 หลายเดือนก่อน +145

    Ngizele 8 wamantombazane futhi nezibhamu zikhona,kodwa soze ungibone ngifunana nomfana obeganga nedodakazi yami bevumelene. Khula Baba otherwise usazobabulala abafana.

    • @thembisilembutho5962
      @thembisilembutho5962 2 หลายเดือนก่อน +12

      Ngivumelana nawe bhuti lobaba wenza engathi idlwenguliwe lengane yakhe kubuhlungu shame

    • @tshegofatsogiven9002
      @tshegofatsogiven9002 2 หลายเดือนก่อน +1

      ngiphe i last born yakho ngiya dlala uzofa lo baba

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 2 หลายเดือนก่อน +3

      Ngyayhlonipha comment yskho . Maybe lobaba akayzali lengane ubeybekele kuyona who knows sesphila ezinsukwini zokugcina.

    • @tabisamlata
      @tabisamlata 2 หลายเดือนก่อน

      🙏🙏🙏🙏thanks bhuti yhoo, uzothi bajole nabani vele abantwana

    • @ZaneleNtshangase-vf5kh
      @ZaneleNtshangase-vf5kh 2 หลายเดือนก่อน

      Inzima naku King Zoso le ushaya elincane ikwela elithi we Joe kubi

  • @sammymbaiya7777
    @sammymbaiya7777 2 หลายเดือนก่อน +7

    His boss is upset of him doing it in his office as a parent he didn't carry any weapon to me he looks like he is willing to forgive him let's respect our bosses and there families

  • @amosndabeni934
    @amosndabeni934 3 หลายเดือนก่อน +169

    King zoso kumele ufunde skill sokuxazulula uma uphethe uhlelo olunjena awunawo amagama esisoka kwasawena uyesaba. Uzogcina ulimala kwawena,zama ukuthola izinhlelo ezilungele wena

    • @thembiencube-s2u
      @thembiencube-s2u 3 หลายเดือนก่อน +11

      Usemncane ufana
      Uyadeleleka umfana 😅

    • @MkhanyiselwaMagutshwa
      @MkhanyiselwaMagutshwa 3 หลายเดือนก่อน +9

      angeke bafo ungasabi lana sikhuluma ngokufa nokuzibulala kwalomfana eyi lanentombazane eyihlongandlebe yoooo kodwa ngamantombazane ethu uthi ukhulisa kahle umuntu kanti kukhohliswa wena njena well done KING ZOSO kodwa aliqine leliqhawe.

    • @amosndabeni934
      @amosndabeni934 3 หลายเดือนก่อน

      @@thembiencube-s2u 🤣🤣🤣

    • @siyabongamathumbu4361
      @siyabongamathumbu4361 3 หลายเดือนก่อน +18

      Bekufanele Bize maphoyisa nale ngane bikhona

    • @fortunatemngadi
      @fortunatemngadi 2 หลายเดือนก่อน +4

      Ongazingalezìngane......akazutho. ungathi ùyayazi.

  • @JujuDlamini-k4z
    @JujuDlamini-k4z 27 วันที่ผ่านมา +4

    Kanti yini vele nikhononda ngokuthi uzoso uyatatazela,uzoso wenza into ehlula amadoda amaningi ngokubeka impilo yakhe encupheni Nina nicommenta nisezindlini zenu u Zoso uyibambe mathupha usendaweni yesgameko uyazama elokhu ewumfanyana kodwa ukwazile ukumelana nalobaba enimsabayo,ngendela lobaba acimisa ngayo amacamera ngathi uNkulunkulu uqobo lwakhe,heyi bayasaba abantu la ngaphandle

  • @leonardchauke2601
    @leonardchauke2601 3 หลายเดือนก่อน +27

    This was so emotional to watch. The boss has a right to be this angry but also has to accept that her daughter can't be praised like his dad's preached. She must take accountability n even defend this driver from his act since she knew he never forced her.
    The driver knew how dangerous his boss is but still sold his soul for a lady. The presenter should have ask the police to be in vicinity just to ensure this brother felt safe n the boss refrained from assaulting him.
    Presenter, this topic was beyond ur incapacity. Man power n skills to calm the boss down lacked.

    • @sylviamogodiri1929
      @sylviamogodiri1929 2 หลายเดือนก่อน +1

      He supposed to say no to the girl

    • @leonardchauke2601
      @leonardchauke2601 2 หลายเดือนก่อน

      @sylviamogodiri1929 As men, it's always hard to say no. The problem begins when u fall or entertain her lust or seduction which I think he could've avoided, indeed.

  • @ericthusi3471
    @ericthusi3471 2 หลายเดือนก่อน +6

    Taxi drivers must respect umndeni wama owners, nd bazizwe beyinxenye yomndeni, bcos one day le owner ingamuhlomulisa ngetekisi❤

    • @sabelasimphiwe7491
      @sabelasimphiwe7491 2 หลายเดือนก่อน +2

      Kunjalo khona kodwa bangabantu nabo abantwana akushiwongo ukuthi ngeke bengathandani namuntu kushuthi bazokhethelwa umuntu ongasuyena owakini kuyohlala kubakhona nje lokho nanoma kunini

    • @emeraldmaudndhlovu4481
      @emeraldmaudndhlovu4481 2 หลายเดือนก่อน

      Nengane zamanje zithanda imali lobaba ingane yalo ijwayele ukulala namadoda

  • @NomceboMagagula-p2b
    @NomceboMagagula-p2b 3 หลายเดือนก่อน +95

    Yey lo Boss kafusege izolalwa uye yini lengane ma ingalalwa ngaphandle ,uthwele lona ngalengane😏😏

    • @malwandexulu2034
      @malwandexulu2034 2 หลายเดือนก่อน

      Wayibeka untwele ngayo lo lengane

    • @UnathiMacingwana
      @UnathiMacingwana 2 หลายเดือนก่อน +3

      Ingenze haibo sengaze alwe kangaka

    • @HlobsileShongwe-me8yb
      @HlobsileShongwe-me8yb 2 หลายเดือนก่อน +5

      Usho liciniso uthwele ngalomntfwana😢

    • @Zohara-BiBiZaman
      @Zohara-BiBiZaman 2 หลายเดือนก่อน +5

      Kunesthwalo somndeni izingane azilali nabantu bangaphandle zilala naye noma zilalane Zodwa ukuze kukhule umcebo .maziphumela phandle uyawa umcebo isthwalo bese sifuna I secrifys sihluphe isthwalo .lendaba beyifuna amadoda hayi iyngane ngoba zisaba lobaba .akunama bodyguard abamubambayo.nokukhuluma akakwazi u King zoso naye uyasaba

    • @CynthiaMthethwa
      @CynthiaMthethwa 2 หลายเดือนก่อน +5

      Kodwa usungaze ufune ukubulala umuntu ngenxa yokuthi ulale nengane yakho...ibingeyona intombi nto ibiyazi lento...kodwa naye ukuze abenayo lengane walala nengane yomuntu naye nje...stop being selfish bhuti

  • @mphostoli
    @mphostoli หลายเดือนก่อน +3

    King b brave enough i think usadinga ukuthi ukhule kulezi ndaba khuleka uJehova akunikeze amasu njalo lamandla okuxazulula

  • @zinyanganelisiwe9362
    @zinyanganelisiwe9362 3 หลายเดือนก่อน +56

    😮😮 yooooh kwaze kanzima , bavumelana nalentombazan kodwa manje ngendlela asenza ngayo lobaba sekungath waydlwengula

    • @kwaneletshuma9987
      @kwaneletshuma9987 2 หลายเดือนก่อน

      Yazi ngathi yadlwegula the way okugakhona phela laye lo tax driver ulomona nxa lengane yazikhethela emfunayo ikuphi inkiga ubaba yena uzoyipha lengane ekufunayo ngoba imali its not everything uyayidiga indoda ngumuntu phela lomtwana mhlawumbe utshona ebavalele abahambi

  • @ravitalb1443
    @ravitalb1443 2 หลายเดือนก่อน +4

    This man is crazy instead of blaming his daughter who disrespected him by sleeping with a married man in her father office

  • @LuyandaLekokotla-n4k
    @LuyandaLekokotla-n4k 3 หลายเดือนก่อน +17

    You're in my prayers bhuti ungabulawa ngulo tata, kuzodlula ndoda, ufunde isifundo ungalingeki zizinto zomhlaba💔

  • @VuyaniNcamazana
    @VuyaniNcamazana 2 หลายเดือนก่อน +17

    Soory my brother,please people help this guy ,this is very serious,don't kill your self my brother!.

  • @siphelelexulu3884
    @siphelelexulu3884 3 หลายเดือนก่อน +32

    Mr Taxi owner. Who knows that this was the way for them to meet. You might have been the bridge for them to meet. Love doesn't care as to how wamucoshaphi udriver. Angaba uskhotheni emehlweni akho but a man to your daughter. You will be shocked when your daughter says to you "ngiyamuthanda mina". This is not your fight. Listen to the both of side and solve the matter not the person

    • @gixoupa4898
      @gixoupa4898 2 หลายเดือนก่อน +1

      UDriver unomfazi nabantwana. Ingane yeOwner ibiyiVajina, uDeriver wayibhebhela eOfisini lika Owna. Okuyubaba wendodakazi, okuyumphathi kaDriver, owondla uDriver nomfazi nabantwana bakhe. Uthando lolo? Memthanda wayozombhebhela kwenye indawo. Wayezolinda.

    • @siphelelexulu3884
      @siphelelexulu3884 2 หลายเดือนก่อน +3

      @@gixoupa4898 ngiyakuzwa. Ukumshaya nokumbulala kuzomsiza ngani? Iphutha likadriver and the lady will led the owner in prison. Uzoboshwelwa Abantu abalingekile ngobani? Be angry yes but taking the law into your own hands. Anger management must be part of the syllabus I guess

    • @gixoupa4898
      @gixoupa4898 2 หลายเดือนก่อน +1

      @@siphelelexulu3884 cha, iphuzu-ke lelo🤔

    • @ZikhonaQgaza
      @ZikhonaQgaza หลายเดือนก่อน

  • @StellaMohaye
    @StellaMohaye 2 หลายเดือนก่อน +15

    King zoso yini ulokhe uthi eish kanti nguwena yini owenze icala
    Ngyacabanga mntanami kufuneka obaba asebeqinile kulendaba

    • @HlengiweDhlomo-v4b
      @HlengiweDhlomo-v4b หลายเดือนก่อน

      😅😅😅😅😂😂😂kodwa ungihlekiselani

    • @phumzilegumbi205
      @phumzilegumbi205 28 วันที่ผ่านมา

      True
      Gagamelile lengane, ikhalisa okwenina, ai suka msangano

  • @mphilisimphilisi4445
    @mphilisimphilisi4445 3 หลายเดือนก่อน +54

    Nawe King Zoso uyigwala maniiiiìi Wesaba ngisho ukukhuluma engathi uwena wonile. Mlethe la baba loyo sikhulume naye thina akekho umuntu ongoni ezweni

    • @Skotiz1
      @Skotiz1 3 หลายเดือนก่อน

      Kukhishwa imbuzi noma engaba yiOwner lasezulwini!

    • @thandohnyawose234
      @thandohnyawose234 3 หลายเดือนก่อน +1

      Kodwa usayingane uKing Zoso ludala kunaye loludaba, uyayizwa ihayiza kanjan nalendoda emithisile 😅😅😅

    • @UnathiMacingwana
      @UnathiMacingwana 2 หลายเดือนก่อน

      ​@@thandohnyawose234kushithi yinkanyamba lobaba maye koala kanj

    • @scelobhengu2541
      @scelobhengu2541 2 หลายเดือนก่อน +1

      Usiqedela i'data ngalabo Yo Yo Yo bakho Zoso

    • @nomzamongwabeni6076
      @nomzamongwabeni6076 2 หลายเดือนก่อน

      I owner ngumntu ,uyawenza amaohutha naye ...Lomfana akayidlwengulanga ingani yiyo efake umqondo omubi kulomfana ,yindoda le bezothini ba binguye...ngaphandle koba uthwele ngayo ingane yayo,okanye ulala nayo yena baba wengane

  • @TNMpungose
    @TNMpungose 2 หลายเดือนก่อน +20

    Ay king zoso" amalimi angaka ndoda Waze wangiphoxa uhluleka ukuba isoka olimini luyeke ndoda loluhlelo ngeke😢

    • @zamantungwakhumalo4050
      @zamantungwakhumalo4050 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ludinga umoya wamasu

    • @nhlanhlamajola2364
      @nhlanhlamajola2364 2 หลายเดือนก่อน

      Impela nami akaze ngimbone onamalimi kangaka ebe phethe uhlelo.loludaba ludinga abantu abadala

    • @TNMpungose
      @TNMpungose 8 วันที่ผ่านมา

      @@nhlanhlamajola2364 yes bazomshaya isicgino coz akakwazi ukukhuluma isisoka.

  • @SiphoMbhele-x8f
    @SiphoMbhele-x8f 3 หลายเดือนก่อน +23

    King Zoso uzamile okusemandleni akho ukusiza nokufuna isisombululo ume njalo nsizwa UBUDODA ABUKHULELWA

  • @nomfundoangel9469
    @nomfundoangel9469 2 หลายเดือนก่อน +1

    No Musa ukuba yigwala cabangela umndeni wakho life goes on izodlula lento be strong hamba uye kwenye indawo uyoqala impilo

  • @princessdube195
    @princessdube195 3 หลายเดือนก่อน +65

    You could swear ukuthi lobaba uthwele ngayo lengane yakhe ingakho edla ubhedu kanje akakwazi nokumamela ayy ngeke phela asechithekile vele sekudingeka I way forward
    angiwathembi amataxi owners athwele Kabi kab khona okunuka santungwana

    • @latitaabuti8057
      @latitaabuti8057 3 หลายเดือนก่อน +8

      Say it again kusobala ukuthi uyayithemba kakhulu lengane yakhe..kanti Ave izomswabisa kusemhlabeni lana

    • @bongasobetwa2506
      @bongasobetwa2506 3 หลายเดือนก่อน +1

      Hey futhi

    • @zinyanganelisiwe9362
      @zinyanganelisiwe9362 2 หลายเดือนก่อน +6

      @@princessdube195 ungasho uphinde dadewethu, phela syazbuka lezinto zobaba abathwala ngoklala nengane zabo ngyasola nam mhlampe uyalala nalengane

    • @Thwalinja-ZN
      @Thwalinja-ZN 2 หลายเดือนก่อน

      Hheyi ngokuba futhi lelizwe selonakala ngempela nalokho futhi kungenzeka kube yiqiniso yingakho nje noNkulunkulu esasibulala ngayo yonke into ongayicabanga wena sichotho,yisiphepho wotsunami,yisomiso konke nje kwwhlela kithi ngenxa yokuganga kwethu wukuthwala woSathane nzima siyabulalana sodwa siyadlwengulana siyikho konke noNkulunkulu ugana unwabu kwefanele suka.​@@zinyanganelisiwe9362

    • @sithembisoNdabeni
      @sithembisoNdabeni 2 หลายเดือนก่อน

      Yhaaa mhlambe if akambulalile ubutyebi bakhe boshabalala ingako ekwata

  • @youngtryers
    @youngtryers 2 หลายเดือนก่อน +6

    I like the way niActr ngakhona🤣🤣🤣🤣🤣

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u 3 หลายเดือนก่อน +23

    Bhudi hamba ku blacklife TV
    Bazokusiza ungazibulali ❤

    • @PrudenceMabaso-u4n
      @PrudenceMabaso-u4n 2 หลายเดือนก่อน

      Lapho uzotholi solution ne protection

    • @de-mappodm1399
      @de-mappodm1399 หลายเดือนก่อน

      Yebo ai lamasimba ozoso bemdayisa ,don't kill yourself bror 😢kunama presenter aryt kabi la ngaphandle

  • @MusaMNYANGO-jy8fg
    @MusaMNYANGO-jy8fg 2 หลายเดือนก่อน +5

    King zoza,uyatatazela kwawena.ukhakhayi lwakho lusathambile,amasu okuxazulula awunawo.futhi awukwaz ukuletha umuntu oyedwa ozogada.

    • @delisile-vk9gf
      @delisile-vk9gf หลายเดือนก่อน

      Kmele alethe izigorah ephethe izibbhamu aaai umuntu oyedwa

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 3 หลายเดือนก่อน +16

    Lentombi iyona kuphela engalamula lendaba. Ngokukhulumisana noyise. Nami ngizothanda ukuyixolisela lensizwa ayidle izishiyele maluju

  • @nomgqibelomkwanazi
    @nomgqibelomkwanazi 2 หลายเดือนก่อน +1

    Wee!!! King zoso.ufuna ukusiza abantu kodwa jawe unovalo yeka ukusaba bhuti.nje le owner usuyinikeze i power yokuthi ilwe nalomsebenzi wakhe kahle King be confident about your job.

  • @sindielucia2050
    @sindielucia2050 3 หลายเดือนก่อน +38

    Amaphoyisa no social worker for things like this next time pls 🙏 😢

  • @AkinaMakhanya
    @AkinaMakhanya 2 หลายเดือนก่อน +1

    Kumele u driver nentombazane bahlanganiswe kubekhona abamnkantsha ubomvu nabaqaphi lkutholakale amaqiniso from both of them. Usisi might rescue u driver ekufeni abese enza iqiniso naye ngoba wonile

  • @EnosMbongwe
    @EnosMbongwe 3 หลายเดือนก่อน +28

    Loluhlelo ludinga umuntu ongathi.sekethe ukukhula.ngeminyaka.ezinye.izinkinga zifuna indoda noma umama.osemdala loludaba lukhulu.lunzima.for umfana.njengoba elokhu ethi.esh esh kuchaza kona ukuthi soluyangihlula udaba danko indoda endala 📺🙇👎👍

    • @zamantungwakhumalo4050
      @zamantungwakhumalo4050 2 หลายเดือนก่อน

      Impela ay ludinga amadoda akhulile ebebezolubeka ngomoya wamasu

  • @siyethembalatha7606
    @siyethembalatha7606 26 วันที่ผ่านมา

    Ay king zoso niya acter Lana.... Nidlala ngathi kahle kahle nje ayikho lento eniyenza Lana..

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 3 หลายเดือนก่อน +8

    Dankie KING uyindoda bafo lendoda ngeke iphile kade wongibuza lizomphendulela idlozi lakhe lomfana futhi uzowuthola umsebenzi lomfana kungekudala

  • @zwelethuphakathi2703
    @zwelethuphakathi2703 2 หลายเดือนก่อน +1

    Eqinisweni lilonke yabona abantu abadriver amatekisi basengozini embi, lento ngiybonile yenzeka komunye umuzi udriver wagcina elala nomakoti we owner,wayehehwa umfazi ethi ma engalali naye uzotshela indoda yakhe ukuthi uyamshela, inkinga enkulu bafwe2 akekho owaziyo ukuthi umuntu wesfazane usuke eneskhathi esingakanani eyihlela lento asebenzise ukuthi usebenza kwakhe ukufeza izinhloso zakhe,nathi thina bafana asifunde ukudlalela kude nezinto ezizosifaka engozi ma ubona ukuthi uyahehwa baleka uyofuna umsebenzi kwenye indawo, ngoba noma ubalekile umuntu wesfazane uvele afune ukuncolisa igama lakho ngokuthi awyenzanga intando yakhe ungabhadla ngisho ejele ugwetshwe udilika jele ngokuthi wenqabe ukulala nomuntu wesfazane,abafwethu bagcwele emajele ngenxa yonya lomuntu wesfazane ozicabangela yena yedwa ngoba efuna kufezeke inhloso yakhe,sithwele kanzima singamadoda ngoba elethu izwi libukeleka phansi,ngisho ezinkampanini sidibana nayo lenkinga i HR ifune ukulala nawe ngoba nakhu kumele ikuqashe 😢💔siphila eskhathini lapho abantu besifazane kuyibo abazifunela amadoda

  • @ernestmbasa8318
    @ernestmbasa8318 3 หลายเดือนก่อน +16

    Mara uya bhimba mani nawe King Zoso udinga to be more experienced to handle such matters 😏

  • @happyshongsiyabo8835
    @happyshongsiyabo8835 2 หลายเดือนก่อน +3

    Mr Owen khuza imntanakho n awkwazi ukum defenda for the fact that aka dlengulwangw I cala lizok lahla Baba,kubhlubgu yes but ezinyi zintobto kuzomele uzenze nge ndlela e right

    • @zamantungwakhumalo4050
      @zamantungwakhumalo4050 2 หลายเดือนก่อน

      Nokulingeka nje eyinganeni zama Boss kuyingozi yabuhlungu indaba kabhuti

  • @willsonweduwedu9668
    @willsonweduwedu9668 3 หลายเดือนก่อน +19

    Ncela ukuveza umbono, i think intombazana yiyo ebambe i business, manje xa kungekho sihlabelo soze isalunga le business. Onamandlebe uzandiva, ndiyaxolisa🙏

  • @MandlaGregoryJarane-cu7pb
    @MandlaGregoryJarane-cu7pb 2 หลายเดือนก่อน +2

    This is fake bantu bakithi. Nafuna ukuba iziwula nje. Umdlalo lo. i'owner eliphashe kanje.

  • @ntontosbonginkosi3644
    @ntontosbonginkosi3644 3 หลายเดือนก่อน +17

    Lezi ngane zethu zamanje zithi nje mazithi 14yrs bese ziqala zisukela abantu besilisa.Empeleni nje yizona ezino kukhohlakala kakhulu. Nanii bantu besilisa zikhipheni kulezi yingane zakulezi insuku nozithola nisenkingeni kungafanele.

    • @lindasikhakhane89
      @lindasikhakhane89 2 หลายเดือนก่อน

      Wabeka mlandeli....Ngisola lokho nam😢Ama 2000.

    • @ndlovukazi5977
      @ndlovukazi5977 หลายเดือนก่อน

      Iqiniso lelo ngike ngibuke eyami yiyo actor kuqala ebafaneni ukuthi nje angidlali nayo but ngiyayibona ukuthi ibolile

  • @tshegofatsogiven9002
    @tshegofatsogiven9002 2 หลายเดือนก่อน +3

    iBoss yama simba lena,mina angeke ngi sabe enye indoda kanjena..anga nya la kimi ne sbamu sakhe..shaya lento nge mpama

  • @sibusisomfanuwakhe5024
    @sibusisomfanuwakhe5024 3 หลายเดือนก่อน +30

    Usaba indoda efonin Nkabyam. 🤣🤣🤣eish baba eish baba fusek ngempela ke manje😂😂😂

    • @samkelosibiya2700
      @samkelosibiya2700 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂

    • @xolilehlengo6785
      @xolilehlengo6785 2 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂uhlonipha kakhulu

    • @siviwekulu6996
      @siviwekulu6996 2 หลายเดือนก่อน +1

      ​@@xolilehlengo6785 bubugwala obu, ayikokuhlonipha.

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge 2 หลายเดือนก่อน

      ​@@xolilehlengo6785ngeke ungamhloniphi umuntu umudlele indodakazi yakhe

    • @brendamolelekoa
      @brendamolelekoa 2 หลายเดือนก่อน

      Aibo uzokwenza njani coz akana sbham lomuntu Ene uthe I owner inentlobo yonke yesbhamu 😂😂

  • @Zamcolo_Wezulu
    @Zamcolo_Wezulu 2 หลายเดือนก่อน +4

    King Zoso zama ntwana ukuthola onogada noma babili, uzolimala mfana kithi ngoba umsebenzi wakho ubucayi manje and nawe uyatatazela manje awazi wenzeni

  • @SikhanyiseleWela
    @SikhanyiseleWela 3 หลายเดือนก่อน +53

    King Zoso ksafanele uphekwe ndoda 😢uthole amagama okwehlisa Moya kumuntu.

    • @SothondoseTV
      @SothondoseTV 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂Usho nje

    • @Zikomo-t8z
      @Zikomo-t8z 3 หลายเดือนก่อน +7

      Uzoso usadinga ukuphekwa kakhulu ebuntathelini ukuhlaza cwe.akazi lutho

    • @kingzosotv2965
      @kingzosotv2965  3 หลายเดือนก่อน +8

      @@Zikomo-t8zimpi lena aku actor(wa)

    • @Zikomo-t8z
      @Zikomo-t8z 3 หลายเดือนก่อน

      @@kingzosotv2965 ngicela uzinike ithuba ubuke ezinye izinhlelo zozakwenu ubuke ukuthi badealer kanjani nodaba olunjengalolu...yeka lento yokusho o eish eish if usakhuluma nomuntu ngoba ugcine eze ecasuke umuntu wena ulokhu uyidonsisa...and lomfethu owudriver usizo akalutholanga njengoba ebhalele wena but ngine sure ukube ubhalele ezinye izinhlaka besizophuma isixazululo kubizwe nontombazane ezobeka uvo lwakhe....
      Le eyomsindo yobuhixihixi angazi noma usuke udakwe insangu noma usuke udakwe iphilisi ngoba into before uyifake public kumele uyibuke uyilungise la okumele ilunge khona...
      But usemuncane usakhula kule industry kodwa zama ukuba close kozakwenu ufunde kubona and ubabuze

    • @SibongiseniMkhize-e6x
      @SibongiseniMkhize-e6x 3 หลายเดือนก่อน

      ULIMI AYNALO LENSIZWA

  • @RichardsBay-h5r
    @RichardsBay-h5r หลายเดือนก่อน

    King zoso ngsacela ukuzokukhulumela nalabantu abanolaka kanje mina ngeke ngingingize ngyobeka kuqonde nje.ngzokwenzela mahhala 😂

  • @jabusikhakhane1465
    @jabusikhakhane1465 3 หลายเดือนก่อน +10

    Ngicela ukuhluka udriber uwrong kakhuku ngokuxegelwa uzip, umsebenzi uyahlonishwa, awuhambi ubhabhabala, ikakhulukazi uma unomndeni inkosikazi nezingane, buka nje manje nabo ubafake engozini

    • @samkelosibiya2700
      @samkelosibiya2700 3 หลายเดือนก่อน +2

      Buka manje usenkingen bamzingela njengenyamazane hay abantu abazihloniphe ngempela😢

  • @thandimaziya1376
    @thandimaziya1376 2 หลายเดือนก่อน

    Ya uthi Jesus babusisiwe abalamulakho babizwa ngabantwana bakaNkulunkulu, God bless you my son I pray that God abenani

  • @ayandabanks2872
    @ayandabanks2872 3 หลายเดือนก่อน +8

    Iowner kodwa ngempela le? Iowner iyithembisa kanjani inhlamvu phambi kwabezindaba? Ngiyaqala ukuzwa intombazanyana i-cash-isa amadoda asebenza umsebenzi wezinsizwa, mawuyi owner ehlakaniphile uyazi ukuthi ingabala kodwa ngeke ibale bonke, ngakhoke ingozi uyaypopola. Ngoba kithi zikhona izimoto, ngiyazi ukuthi obhuti bebengeke bawubambe kwakubamba lomhlangano, kube kuzokhulunywani vele? 2 sekuKheshiswa ehhovisini lomkhandlu, noma emabank, noma emagaraji manje ngenxa yobungozi bokuphatha imali endlini, inganekwane le yoku kheshisa intombazane yodwa kungekho muntu. Kodwake muhle umyalezo wenu, awuyi ngasese lapho udlela khona.

    • @oscaralphos5406
      @oscaralphos5406 3 หลายเดือนก่อน

      Ayilaw yiningab eashhh n awukho words enough to handle the situation

  • @josephinahmogale8412
    @josephinahmogale8412 18 วันที่ผ่านมา

    We all makes mistakes. I pray that the "boss" to forgive this man.

  • @SonwabileZenzile
    @SonwabileZenzile 3 หลายเดือนก่อน +13

    Driver ndoda kanti wakhulelaphi aysatshwa indoda kuyaxoxwa kwenzeke okwenzekayo kdlule finish ufe maufa usinde mosinda😂😂😂😂😂

    • @gugugugu7837
      @gugugugu7837 2 หลายเดือนก่อน

      Kubuhlungu bakithi uzokhuluma kanjani efuna ukumshaya😢Awuuu lobaba kdwa noma esembona ukth uyamsaba

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 2 หลายเดือนก่อน

    King Addo Sacela ma Show like Black Life so u get skills kodwa siyabonga❤

  • @thembamndebele1996
    @thembamndebele1996 3 หลายเดือนก่อน +44

    uGodole uyena mhlawumbe engasiza.

    • @LubabaloSiposo
      @LubabaloSiposo 3 หลายเดือนก่อน

      Ugodol angenza njani

    • @lindiweduma7230
      @lindiweduma7230 3 หลายเดือนก่อน +1

      Yah ngiyamthanda yho uyakhuluma uGodole unomlomo omnandi

    • @MkhanyiselwaMagutshwa
      @MkhanyiselwaMagutshwa 3 หลายเดือนก่อน

      ngiyakuseka ke nami lapho lena idinga umfana Godole amlekelele uKING ZOSO eyi ngoba ngisaba ngiyibuka njena yoooooo Jesu siza mdali wezulu nomhlaba

  • @PhumilesamMabena
    @PhumilesamMabena หลายเดือนก่อน

    Lobaba lo uyabheda,uzogada izingane zakhe,uyobulala abafana abangaki,kuncono ixingane zakhe azivalele endlini zingaboni abantu,ngoba zizobabona abafana,bese uyobulala abafana abangaki,awunangcondo wena boss,bese wena nawe ekugcineni uzofa,ungababulala abantu nawe uzofa ekugcineni

  • @LondekaLooh
    @LondekaLooh 3 หลายเดือนก่อน +17

    Mmmmmmm isono nkoc yam yaz umsaba qobo lomunt kuyacaca uyabaziii ubungozii be boss yakhe abenzayoo ngasese😮😮

    • @gugugugu7837
      @gugugugu7837 2 หลายเดือนก่อน

      Eish bakithi 😢uyasazi isono ngaze ngadabuka

    • @zintlehlongwane9432
      @zintlehlongwane9432 2 หลายเดือนก่อน

      Kodwa wayenzani yena

  • @lyalezo2232
    @lyalezo2232 2 หลายเดือนก่อน

    Knowing that I have a wife, I would have reported it to the boss. It's on you, chief. You were never loyal

  • @SizweChris-u7z
    @SizweChris-u7z 3 หลายเดือนก่อน +56

    Ayikhulisekanga kahle ingan yakho wena... niyefana nje kumina!

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 3 หลายเดือนก่อน +3

      Umbuzo wami uyogijimisana nawonke abantu ngendaba yalengane

    • @NonhlanhlaDlamini-y8d
      @NonhlanhlaDlamini-y8d 2 หลายเดือนก่อน

      Ngaze ngamzwela lobhuti

    • @MoralityNgwenya
      @MoralityNgwenya 2 หลายเดือนก่อน

      Uyadabukisa lobhuti ​@@NonhlanhlaDlamini-y8d

    • @thansmash3442
      @thansmash3442 2 หลายเดือนก่อน

      Njhe!

  • @nathirmdletshe7238
    @nathirmdletshe7238 2 หลายเดือนก่อน

    Uyihlathi King Zoso😂😂😂yingakho uNgizwe ekuthuka awukho professional ngomsebenzi wakho

  • @thandekadladla1843
    @thandekadladla1843 3 หลายเดือนก่อน +22

    “Ngakucosha emakhaya kulusa izinkomo kungenalutho lokhu” ngaze ngawasaba lamagama ngathi abhekiswe kimi myb lobhuthi ufela nakho ukngabi nalutho myb ukuba ubenotho ubezokwazi ukumlalela😥

    • @busikekana485
      @busikekana485 3 หลายเดือนก่อน +3

      akazi ukuthi kwayena uphila kulomhlaba

    • @PreciaMaistry
      @PreciaMaistry 2 หลายเดือนก่อน +2

      Alikho iqiniso emhlabeni

    • @UnathiMacingwana
      @UnathiMacingwana 2 หลายเดือนก่อน

      Uyabona isile le owner

    • @khanyislesokhela9724
      @khanyislesokhela9724 2 หลายเดือนก่อน +1

      Kubuhlungu ukuswela kubukiswa ngawe maybe ukuba bekuyingane yelinye i owner mhlampe ngabe akunjena

    • @khanyislesokhela9724
      @khanyislesokhela9724 2 หลายเดือนก่อน

      One day zojuka izinto

  • @AngelaLubisi
    @AngelaLubisi 2 หลายเดือนก่อน +9

    Izingane zamanje ziyazishelela baba khe😅😅😅

    • @ZikhonaQgaza
      @ZikhonaQgaza หลายเดือนก่อน

      Unyani Cc ndabona Founi yo mntana wam bayazifunela ndambetha lonto zange indisize

  • @visionndlovu3695
    @visionndlovu3695 3 หลายเดือนก่อน +19

    Lengane izophinda ikweze komunye ngoba uyise uyayivumela ngoba yiyo eyaheha udriver

    • @NelisiweMhlongo-vl7ks
      @NelisiweMhlongo-vl7ks 3 หลายเดือนก่อน

      Ngempela iyobaqeda bonke o driver bakhe ehluleka ukulungisa lonoyila wakhe

    • @VusiSithole-n7i
      @VusiSithole-n7i 3 หลายเดือนก่อน

      Izophinda vele naye loyo kuyofanele amdubule uyongcina ebelulele abantu abangaki ngalenja yakhe eyodwa

    • @MemoryRamothwala
      @MemoryRamothwala 2 หลายเดือนก่อน

      Ngisho lokho nami

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo 2 หลายเดือนก่อน

      Usho uliphinde ses mina yangicika ujhulumile na kwanalengane yakhe

    • @ThabsileMkhize-h5q
      @ThabsileMkhize-h5q 2 หลายเดือนก่อน

      For sure isiyisdina nakwabanye odriver🤮🤮

  • @NkosanaHendry-k6v
    @NkosanaHendry-k6v 2 หลายเดือนก่อน +1

    😀😀😀😀😀😀🤣🤣🤣,Baba this,Baba that.Khula ube yindoda Soso hay.

  • @nelisanyenyeku8613
    @nelisanyenyeku8613 3 หลายเดือนก่อน +18

    😂😂😂wabaleka usaba ubulawa but ucabanga uzibulala hayi ngeke

    • @Jokademiks
      @Jokademiks 3 หลายเดือนก่อน +3

      Akuhlekisi nondindwa ngoba mase ebulala ingane kasomatekisi, uzobe subanga umsindo on social media njengezinye izifebe ezifana nawe ezazi ukuth yonke into edla indoda iyahlekwa

    • @Black_Saint-m2j
      @Black_Saint-m2j 2 หลายเดือนก่อน

      Is not make sure🤔

  • @neversonbutau5232
    @neversonbutau5232 หลายเดือนก่อน

    Kindly forgive this young man baba,he is also your son they made mistakes as kids.juss have heart ❤️ as a parent.

  • @thulanimadonsela5937
    @thulanimadonsela5937 3 หลายเดือนก่อน +21

    Umsebenzi wakho unzima uma ulokhu ukhala ngo eish,ngiyaxolisa ukuhleka kodwa hhayi absolutely Eish bakho Sbali.

    • @mhlengindumiso4038
      @mhlengindumiso4038 3 หลายเดือนก่อน

      Zoso uyesaba kwayena 😂😅

    • @NancyKgomotsoMokoena
      @NancyKgomotsoMokoena 3 หลายเดือนก่อน +1

      Ngabo eish bani ke manje

    • @olwethumbanjwa1247
      @olwethumbanjwa1247 3 หลายเดือนก่อน

      O Eish Bani vele ai🚮ngoba uwena okmele uze nesxazululo uhlanganise abantu ubenze bahlise umoya ubeke ngesisoka ai ai ZOSO uyaphoxa

    • @thenjiwehappyngcobo4285
      @thenjiwehappyngcobo4285 2 หลายเดือนก่อน

      Useyifeylile I interview uZoso

    • @celinenkosi349
      @celinenkosi349 2 หลายเดือนก่อน +1

      Asikho isidingo sika eish kumele awahlunge ama case azowaphatha.

  • @zakhelembokazi5575
    @zakhelembokazi5575 2 หลายเดือนก่อน

    Igwala wensizwa,isingaze ikhale angaty ibulale umuntu,uzoxola umkhwe wakho,wena nje casha aze abhodle,ukhulume nentombi yakho leyo ezokutshela ukuty ulwandle kusadla indwandwe noma cha.

  • @MzondoThandazile
    @MzondoThandazile 3 หลายเดือนก่อน +25

    Hau yaze yaphila kabuhlungu ngane yomfazi Jesu ngononkiloyi njeee

  • @zinezama38
    @zinezama38 2 หลายเดือนก่อน

    Kazi uphi umnikazi walendaba njengokuyqala kwakhe.eiy futh mantombazane niyaxova...akehlise umoya ke ubaba wengane vele,sekonakele nkosyami uxolo

  • @nkanyisoshezi4176
    @nkanyisoshezi4176 3 หลายเดือนก่อน +11

    Zoso uyawaz umsebenzi wakho qhawe!! Ngike ngabona enye I Host ibuza I guest igama ne sbongo nendawo! Aybo!!

  • @nomfundoangel9469
    @nomfundoangel9469 หลายเดือนก่อน

    Weee king uzobulalisa abantu hau ushawa kanjani umuntu phambi kwakho bazokuthemba kanjani abantu ulokhu uthi Baba and fanele uthole izigora

  • @NkanyisoAfroSoul
    @NkanyisoAfroSoul 3 หลายเดือนก่อน +42

    Le owner ngathi lakhula izinsizwa ziboshiwe inkosi impela 🤞🥺

    • @nkosikhonahose1333
      @nkosikhonahose1333 3 หลายเดือนก่อน +2

      😂😂nami angazi balisabani kangaka

    • @musamolobela7095
      @musamolobela7095 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂

    • @jabuphakathi37
      @jabuphakathi37 2 หลายเดือนก่อน +3

      Udinga isibhaxu lo owner

    • @hloniphilemtshauli4929
      @hloniphilemtshauli4929 2 หลายเดือนก่อน

      Uyazi uthembeni

    • @JoemanTrans
      @JoemanTrans 2 หลายเดือนก่อน

      Le owner lithwele ngalenge yalo

  • @SamkelisisiweSisi
    @SamkelisisiweSisi 2 หลายเดือนก่อน

    King zoso ngempela Zama ukuthola izinkinga ozokwazi ukuzixazulula abantu bazobulalana phaphikwakho

  • @SThira0414
    @SThira0414 3 หลายเดือนก่อน +18

    Bafethu akobe niyafunda uzip awungabi loose cabanga kuqale buka manje ingane ihlezi kubo umfana uyinyamazane

    • @LuckyVundla
      @LuckyVundla 2 หลายเดือนก่อน +1

      Mfwethu nawe nje awukho strong uma sekuza kulento wena ukhuluma into ongayaz ubungenzenjani wena umuntu wesifazane ukubamba ngenkani ebe engesuye umahosha.

  • @SinesiphoMbewu
    @SinesiphoMbewu 2 หลายเดือนก่อน

    Woow brother please don't kill your self just try to sort everything with your boos don't cry it's not the end of life

  • @ThandekaTeenyawo
    @ThandekaTeenyawo 3 หลายเดือนก่อน +21

    ayi nawe nje bhuti uyahluleka kukhuluma nje iphi kanti ngane nayo izozikhulumela isaide layo phela akadlwengulwanga lomntwana ayi nawe owner kuzolungiswa lana akuziwe ngempi

    • @scebihlatshwayo4036
      @scebihlatshwayo4036 3 หลายเดือนก่อน

      1Driver uyabheda ngoba ushadile
      2 uzolala nayo emzini kaBoss
      3waqhubeka nokulala no-girl
      4instead kokuthi axolise busy uyabaleka

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my 3 หลายเดือนก่อน

      Injalo ayijiki ingani yilengane eyehlise ipainty ayinyukubezwanga likuphi icala lapho ayibizwe phela izoykhulumela lobaba ayekele ukuhlukumeza lomlisa

    • @LungiNdlela
      @LungiNdlela 3 หลายเดือนก่อน

      And uyahluleka

    • @LungiNdlela
      @LungiNdlela 3 หลายเดือนก่อน

      Naye wayesukela ingane yeowner ewazi Kahle ukuthi anjani kwakufanele nje angavumi nhlobo

    • @LungiNdlela
      @LungiNdlela 3 หลายเดือนก่อน

      Impela

  • @thulanigule-ec2im
    @thulanigule-ec2im 2 หลายเดือนก่อน

    Tax driver management must pull up their socks and send 2or 3 members to apologise for the driver sonkhe sibazali kuze konakale.

  • @thabanimpungose2406
    @thabanimpungose2406 3 หลายเดือนก่อน +12

    Mfana umncane phuma ezintweni zabantu abadala lento yokulokhu uth eish

    • @lindiweduma7230
      @lindiweduma7230 3 หลายเดือนก่อน

      aybo ibona abamlandayo nje kumele enze njani

    • @thabanimpungose2406
      @thabanimpungose2406 3 หลายเดือนก่อน

      @@lindiweduma7230 akabatshele ukt kungaphekwakhe

  • @PORTIABAHOLO
    @PORTIABAHOLO 2 หลายเดือนก่อน +1

    Eish bhuti kubhlungu ngempela,kodwa empilweni ubohambela kude nabantu abafuna ukumosha impilo yakho ngoba le ngane beyazi ukuthi ubaba wayo unjani nokunye akasafuni ubuyele ku mfazi wakho ngoba thina abantu besi fazane kubuye kubenzima ukwamukela mawu shadile kodwa asithembe kuzo lunga bhuti wam sorry u nkulunkulu aka hlulwa hilutho ngizoku beka emthandazweni sengiqalile kuhambe kahle 💔💔💔kosi ngenelela 🙏🙏🙏

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 3 หลายเดือนก่อน +4

    I can understand i anger ye owner,he is defensive of his girl child njengoba azi ukuthi udriver unomfazi nezingane,so uzoxhaphaza ingane yakhe. Kujwayelekile ukuthi obaba bawakhonzile amadodakazi abo.
    Ngicabanga ukuthi no driver usifundile isifundo ukuthi noma yisiphi isenzo sinomphumela waso.
    Okubuhlungu kuloludaba ukuthi intombazane ayisaveli ukuveza elayo isayidi.
    Umfana ngokweqiniso uyazisola ngesenzo sakhe sokulala nengane ye boss.

  • @kubheka62
    @kubheka62 2 หลายเดือนก่อน

    Phephisa bhuti wehlelwa isilingo sikasathane,amathonga wakini noNkulunkulu babe nawe🙏🙏🙏

  • @njabulomthembu3096
    @njabulomthembu3096 3 หลายเดือนก่อน +5

    Ay uyigwala nawe King... 😂😂😂
    Umsabe usamuzwa efonini lobaba ungakamboni....😂😂😂

  • @JujuDlamini-k4z
    @JujuDlamini-k4z 27 วันที่ผ่านมา

    Hayi bo Akame kancane lobaba,wonile u driver siyavuma kodwa uyasho nje ukuthi naye wahehwa yingane,uma ngabe uthathe ubuntombi bakhe kuyaziwa kumele akhokhe inkomo kamama hayi ukuyofunwa I boss yakhe ihamba nabaqaphi bayo ngathi u driver udlwengule,izingane ziyathandana kuyaziwa futhi ziyalala kodwa lobaba intukuthelo engaka he's taking it to far, yini kanti kukhona okungale esingakwazi,naye u driver usemsabisa okukankulunkulu lobaba aze a fine nokuzibulala,baba yehlisa umoya ujabulele isizukulu sakho esizayo,ncese sekwenzekile izingane ziyaphoxana kodwa akekhp ekumele afe noma ashaywe kulesimo ngoba ikhona indlela yesiZulu yokuyilungisa ngesintu ngaphandle kwesbhamu nodlame

  • @nkosinomusamkhwanazi2163
    @nkosinomusamkhwanazi2163 3 หลายเดือนก่อน +18

    Bekumele kuchaze wena zoso ngoba yabona uthukile lomuntu

  • @SkhuMkhondeni
    @SkhuMkhondeni หลายเดือนก่อน

    Obaba abakhohlakele benzanje ngezingane zabo kodwa bona bahamba befohla emzini yamanye amadoda obulalala ngenkemba naye uyofa, umzali nomzali anabophe uDilayla wakhe.

  • @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
    @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564 3 หลายเดือนก่อน +25

    Sengath singamithiswa uhlanya lesifebe khon uzoqaqek naw babawayo ngob umthembbkakhul

    • @sphephoKaLanga
      @sphephoKaLanga 3 หลายเดือนก่อน +1

      Manje kuyoze kubenini elwa nawowonke umuntu olala nalengane coz yiyona ingane enenkinga iyaluthanda ucansi

    • @MemoryRamothwala
      @MemoryRamothwala 2 หลายเดือนก่อน

      Nakhona uzothola ukuthi nalobaba ujola nezingane enzincane 😢😢😢

    • @KhethaDlungwane
      @KhethaDlungwane 2 หลายเดือนก่อน

      Loshadile yena olala nezingane uthini ngaye ikakhulukazi nengane yeBoss kusobala angayidayisa boss yakhe ezitheni zayo cz ulula akuyona indoda ongayethemba cz isacabangela ipipi kakhulu kunomndeni wayo

    • @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
      @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564 2 หลายเดือนก่อน

      @@KhethaDlungwane kodwa akayisukelang yiyon nj lengan ehlushwa impene notshikizan yatshikiselela kubhut wabant naye onemizwa phel. Nakube wayengamdayisa ngek siphike bukake manje sekuyiyo ingane edayise ubhuti wabant manj. Ayii ayiphel manje lent isiyacasula. Lobaba nj ngab ushay isifebe sakhe kuphel . Lo amxoshe. If elwisa lobhut usholo ukuth uyolwa nabobonle abalala nalesfeb sisazomgila kakhulu kusekuncan lokh ngob uyayilwela. Nxa ngiyenyanyaz ngalendab

  • @TomKlass
    @TomKlass 2 หลายเดือนก่อน

    Eish I feel sorry this man .let's hope for the best

  • @InnocentMbuyazi-v7v
    @InnocentMbuyazi-v7v 3 หลายเดือนก่อน +4

    Zoso uhlulekile ndoda bekufanele Wena uthole amanye amadoda asondelene nobaba ,uhambe nawo niye kuye ukompholisa kuqala before uthathe lomjita,2 nendlela okhulume ngayo ayibang nobusoka mbhemu bt uzokhula bcs uyathanda

  • @JabuMthembu-fi2et
    @JabuMthembu-fi2et 2 หลายเดือนก่อน

    Uyisahluleki King zoso. Kumanje usaba nokukhuluma ,yiyeke nje lendaba.Intombazane ayinizwe .ithuke,ungakayiboni,iphi intombazane

  • @fanana89
    @fanana89 3 หลายเดือนก่อน +28

    i blame indodakazi yakhe

    • @lindiweduma7230
      @lindiweduma7230 3 หลายเดือนก่อน

      nami ngiblema ugal ebemazi kahle ubaba wayo ukuthi isidlamlilo ayi ubhuti akanacala ithini manje mase kunje mayiwubhule lomlilo...nalona otshele i owner wenze iphutha bheka manje ubulalisa abantu

    • @gertrudesissy3129
      @gertrudesissy3129 2 หลายเดือนก่อน

      He had a choice to walk away,he is wrong too

  • @sabelombanjwa2064
    @sabelombanjwa2064 หลายเดือนก่อน

    Mina bengaXolisa ngembuzi embili noma ngezinkomo ezimbili
    Eyodwa eyokuGeza umuzi enye eyokuGeza isithunzi SikaMnumzane. UkuXolisa ngomlomo akwanele Kuloludaba😢

  • @LuyandaLekokotla-n4k
    @LuyandaLekokotla-n4k 3 หลายเดือนก่อน +5

    Angambulali lo owner umntwana wabantu, bayicazulule njenga madoda, kubuhlungu ukuphila ngokuzimela

  • @simphiwempungos4515
    @simphiwempungos4515 หลายเดือนก่อน

    Mina ngithi GANANANI WEBHUTI... UNKOSIKAZ UYOGCINA AMUKELILE UKULANYWA... AKUKHO OKUNGADLULI WEBHUTI.

  • @nomsashongwe-th2jd
    @nomsashongwe-th2jd 3 หลายเดือนก่อน +14

    Uthwele ngayo lengane akakwazi ukungaxoli.ulwa ngathi ulala nayo siyabazi abafana naye lobaba

    • @NokuthulaZondi-j3v
      @NokuthulaZondi-j3v 3 หลายเดือนก่อน +3

      Uqinisisile coz uyena olala nayo ngomthetho westhwalo mase ulale nomunye kuphela konke kubuyele kulo olale nayo thāts why evutha ubaba

    • @DelisileSibeko-n2v
      @DelisileSibeko-n2v 2 หลายเดือนก่อน +1

      Manje yini bengazitsheli izingane lokho zazi siphila kanje ngoba phela nazo zine inhliziyo zokuthanda azizenzi kunzima emhlabeni

    • @sbusisombatha-bd1to
      @sbusisombatha-bd1to 2 หลายเดือนก่อน

      Namanga

    • @menzikhat695
      @menzikhat695 2 หลายเดือนก่อน

      ​@@sbusisombatha-bd1to😂😂😂

    • @Samkegumede821
      @Samkegumede821 2 หลายเดือนก่อน

      Lomjita ophethe uhlelo uyabheda kufuneka u king ginger la obama body guard a strong.kwayena uyehluleka ukukhuluma.akanangane futhi uyahlekisa xem

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 2 หลายเดือนก่อน

    Kanti wenzeni udle imali yakho yini umbiza ngenjaaawu kodwa Nkosiyam seshaya nomuntu ongenacala ,ubuzoyenzani kanti lengane yakho ukube uqale wabuza yona ngabe awuyishayi lengane yabantu

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 3 หลายเดือนก่อน +13

    Ey bakithi
    5 minutes of pleasure ehhovisi leboss 😢😢
    Buka nje manje sengaze afe

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my 3 หลายเดือนก่อน +1

      Bamhehile wena wawungenzenjani

    • @Ndumiso-u3l
      @Ndumiso-u3l 3 หลายเดือนก่อน +2

      Noma kunjalo lobaba ubuswa yikweyisa abanye abantu ,yini engafuni ukupha umfana irhuba ukuba achaze ukuthi yini eyenzeka ,ngoba akaphiki lomfana ,lobaba uyena ongakwazanga ukukhulisa ingane yakhe ,kwamele akhulume nabo bobabili naleyongane itsho ukuthi kwenzeka kanjani lokho ,ziphi izinkabi zilekele lomfana ,uthi ingane yakhe wsyikhulisa kahle kidwa ibe iheha amadoda isilima sendoda

    • @MkhanyiselwaMagutshwa
      @MkhanyiselwaMagutshwa 3 หลายเดือนก่อน

      kunzima eyi ukuzibamba yinto enzima kubantu sometimes

  • @isaacmtimkulu4819
    @isaacmtimkulu4819 หลายเดือนก่อน

    yerrrr!!! amagama ayambophisa umuntu wezakwethu makuke nje kwalimala loya mfana umthetho uyobe uhleli phezu kwakho impilo yakho yonke

  • @kingzosotv2965
    @kingzosotv2965  3 หลายเดือนก่อน +4

    Bafowethu bengizokwazi ukuxazulula uma bekuyi skeshi
    Uyabona kwasekuqaleni kucinywe camera 📷

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 3 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂 ukube bekuyi sketch 😂😂😂

    • @NkanyisoAfroSoul
      @NkanyisoAfroSoul 3 หลายเดือนก่อน

      @@kingzosotv2965 bafo wena mawenza lolu hlelo udinga ama bouncer mybe 3 kanjr ai lento esibonayo njr

  • @NthabyMothobi
    @NthabyMothobi 2 หลายเดือนก่อน

    King Zozo Hao tsebe ho bua otla itlholisa ka litaba Hao ntse o itoma maleme tjena

  • @thembamndebele1996
    @thembamndebele1996 3 หลายเดือนก่อน +16

    Indoda uma ikhala kusuke kunzima 😢😢 izilingo zalomhlaba.

    • @zukontsasa2413
      @zukontsasa2413 3 หลายเดือนก่อน

      Ahhhh yheeee😂😂😂😂Aiii kunzima kodwa....sayikhulisa kabi lengane 🎉😢

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my 3 หลายเดือนก่อน

      Kona kubi bafowethu icala livula ingubo lingene

  • @mabuyihlengwa8692
    @mabuyihlengwa8692 2 หลายเดือนก่อน

    King Zoso. Lodaba lungaphezu kwamandla akho uzofa lomfana ngaphansi kwesandla sakho ngoba uma emshaya niyahluleka nokumbamba yekani Phansi ingane yabantu 😢😢

  • @SEBEMDLILE
    @SEBEMDLILE 3 หลายเดือนก่อน +8

    Senidlala ngat Zoso senenza izikesh lomfana i owner😅😅😅

    • @brotherb5076
      @brotherb5076 3 หลายเดือนก่อน +3

      Nami angiboni kahle owner eliwu skru skru

    • @hloniphilemtshauli4929
      @hloniphilemtshauli4929 2 หลายเดือนก่อน

      Kulokhu kuthiwa baba ngilindele phela kant umfana woskin jean

    • @ZukileFongoqa-id7cn
      @ZukileFongoqa-id7cn 2 หลายเดือนก่อน

      lomfana nyana we taxi owner mxm thina sazi taxi owners not loskhotheni

  • @HlengiweDhlomo-v4b
    @HlengiweDhlomo-v4b หลายเดือนก่อน

    Yooo yooo😂😂😂king zoso bakithi sengiyadabuka musukhala kanje

  • @celiwemthembu2013
    @celiwemthembu2013 3 หลายเดือนก่อน +6

    Eiiii kwaze kwanzima jesu izngane zethu cz lobhuti akalazi side lengane ywkhe yen ume ngokty eyakhe ngane wikhulise ngendlela ...ei nkosi kwaze kwanzima mhlabeni 💔

    • @HappyBiscuits-uv2my
      @HappyBiscuits-uv2my 3 หลายเดือนก่อน

      Kodwa akawazi amaqhinga ngobuqili nokuhuheka kwayo lengane iybonele isoka Yona yazithandela yaze yehluleka nokuybamba bekudingeka uthabiso qumba maqumbane lensizwa leya iphekiwe futhi inendlela yokuqondisa ubudedengu nale owner ubezoliqondisa finish

  • @ZinhleNdlovu-y6o
    @ZinhleNdlovu-y6o 2 หลายเดือนก่อน +5

    Ngesaba ngisho ukuphawula weeeee haai Ngiwesabakabiama owner

  • @SmangeleMalinga-v4c
    @SmangeleMalinga-v4c 3 หลายเดือนก่อน +5

    Lo owener ulala nayo lengane yakhe yikho eneskhwele kanje futhi yn ndaba engafuni kuthola iqinoso kt kwenzekani eze nengane yakhe la bt ikhetha isde nje😮

    • @sad_boy3467
      @sad_boy3467 2 หลายเดือนก่อน

      Lutho angithi is હિલોળે ingane ukuthi ubuntombi bayo buthathwe ubhuti. Khona kungenzeka ukuthi uthwele ngayo kodwa ngenye indlela.

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 2 หลายเดือนก่อน

      ​@@sad_boy3467kungenzeka naye uyose ubezibekele kuyona nakhoke sekwenzeka kutaxi driver siphila ezinsukwini zokugcina 🤞

  • @BonginkosiNkosi-sq8og
    @BonginkosiNkosi-sq8og 2 หลายเดือนก่อน

    King Zoso usemncane kakhulu mfowam kuloludaba usazokhula mhlampe lombhemu oyi owner mayengakchazela ukuth uwqale kanjan umsebenzi wakhe njengoba sekulalwana kuwo nje nengane yakhe ayzalayo,and into ecasulayo nje ukuth lomfana useninda yonke into enganen yena usemsulwa nje ncono nokbane ubika nje ukulingeka qha