Ugogo uMatshiqi uthi impendulo isemlotheni kweloBukhosi

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ธ.ค. 2021
  • Zizwele uNgoti uMatshiqi exoxa noMfowakwaNomajalimane ngeZihlalo zabeNguni ezizulelwa ngamanqe ngenxa yokungaqondi imfihlakalo yalokho okwabe kufungelwe ngokhokho endulo nalokho okuyintando yeZinyandezulu.

ความคิดเห็น • 23

  • @sabeloncebo5701
    @sabeloncebo5701 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Baba uMtaka ngalexoxo ninoGogo

  • @nimrodjita851
    @nimrodjita851 2 ปีที่แล้ว +5

    I haven't listen but I know Gogo is going to throw some pearls of wisdom. Thokoza Gogo

  • @nellyndlovu362
    @nellyndlovu362 2 ปีที่แล้ว +5

    Wayibeka, Kumele kulungiswe izinto ezoniwa eNdlunkulu, futhi zoniwa yiwo amalunga aseNdlunkulu. Kuwona amalunga aseNdlunkulu, kukhona esizwayo ukuthi alahla imali eyayiphuma kumaNgisi ebathenga ukuthi badiyise ngobukhosi bamaZulu. Ngeke uzwe kukhulunywa ngalawoMaqhawe, athembeka evikela isihlalo sobukhosi. Kunamakhosi ahleli aezihlalweni ezingabafanele, ababegadisiwe obabaMkhulu besekudingisweni e St Helena, bahlangana namaNgisi abanika izihlalo ezingabalingani. Umzimba uyafa kodwa umoya uphila ingunaphakade. Makullungiswe amaphutha enziwa nasaqhubeka namanje ukuze izinto ziqonde. The Spirits/ Ancestors no Mvelingqsngi bayosizwela. Siyabonga.

  • @mphiwacharles3800
    @mphiwacharles3800 2 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga ayife leyodoti ewudemocracy idlalilengathi leyonto ihlangene no anc

  • @mandisahlabisa7705
    @mandisahlabisa7705 หลายเดือนก่อน

    We are living his vision manje.... The year 2024

  • @pearln2308
    @pearln2308 2 ปีที่แล้ว +3

    😭😭😭Nkosi yam. Nkulunkulu woKhokho Mkhulu, Siyathokoza 🕯️🕯️🕯️

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 2 ปีที่แล้ว +4

    Amen gogo lenkulumo ibalulekile ngeke yini ikhulunywe ezinkundlen kumaRadio njengoKhozi fm nakumabonakude kwaze kwacaca siyabonga

    • @mjmeternal2696
      @mjmeternal2696 2 ปีที่แล้ว +3

      Do you still trust those captured institutions? Ngeke kwenzeke sisi

  • @sdgudunkomo8399
    @sdgudunkomo8399 2 ปีที่แล้ว +5

    Baba Mntaka bewungeke yini mhlawumbe lengxoxo keyidlalwe oKhozini mhlawumbe ngesonto kusihlwa. Zinkulu lezindaba. Noma ngesabatha kusuka ngo11 am Kuya ku13h00 ngeskhathi abantu bakwaZulu belindele umculo. Zinkulu lezindaba enizixoxayo zifanele ukuzwiwa isizwe

  • @nokwazingomane1253
    @nokwazingomane1253 2 ปีที่แล้ว

    I only listened to inkulumo kaMdletshe noMnta ngibheme ngakholwa.uGogo yena sibonga isibindi sokusitshela ngombono ngephupho.Sicela uncertainty kuphulukiswe isizwe sethu emlonyeni yalaba asebephenduke amagovu abadukisi,begun ukushintsha uplands balahlekelwe ulwazi lwamasiko

  • @sibusisotonight6217
    @sibusisotonight6217 2 ปีที่แล้ว +3

    ngiyayihlonipha lenkulumo ngiyafisa ingapheleli la baba mntaka uma ingagcina ifikile nasesilweni ukube sekukhulunywa ngosuku lokuqala komsebenzi ukuze isihlalo sisimame .nesizwe siphile .

  • @Mcmng
    @Mcmng 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga ngalenkulumo,, kuningi okungicacelile🙏🏿

  • @nokwazingomane1253
    @nokwazingomane1253 2 ปีที่แล้ว +1

    Laba abashisa ummbangokangaka kusobala kwayena UMdlokombane bebengamhloniphi yikho nje bexovanisa isigodlo,

  • @sibusisotonight6217
    @sibusisotonight6217 2 ปีที่แล้ว +2

    inzima le .ngavele ngakhumbula ishlabelelo esithi lalela Zulu lalela abantu bengiphethe ngezwe lethu .impela uMvelinqangi ,usimakade oyosinqobela kuphela kulolu khuvethe sicela uhlanga lomhlabathi lusihole siye kuNkulunkulu wokhokho ukuze akhumbule isizwe sabeNguni.ukuze kubuye ukuziqhaja njengaba Nguni nangobuthina nangenkolo yethu .siyacela isilo kasisukume simele uZulu emhlabeni wokhokho .ngajabula uma loludaba lungafinyelela kwisilo esikhona kuliwe nalolububhane kanye nokulelwa isihlalo sakwaZulu ngoba isitha sifuna ukuchitha ubukhosi bakwaZulu ubukeke njengomuntukazana ezweni lakho bayede 😢😢😢😢.sacela nisihlanganisele isizwe sibuyele kumvelinqangi .uma ungabuka emumva nje ngani okhokho bethu kwakukhona lapho kwakuyiwa entabeni kuyocelwa imvula kubuyiwe nayo kwakungokhokho bethu labo .pho thina nzalo ka Zulu sihlukephi ekunqobeni izifo njalonjalo sine silo sethu ukuba sisihole siye kuMvelinqangi ukuze isihlalo sime ngunaphakade .laze lakhulunywa iqiniso la khula mtaka ijulile le😢😢😢

  • @xxx-uy1jl
    @xxx-uy1jl ปีที่แล้ว

    Sikhonza imali

  • @lacosteyamakholomswatiwama9647
    @lacosteyamakholomswatiwama9647 ปีที่แล้ว

    Ubukhosi bakwaZulu bakhiwa baphinde babhidlizwa iLembe

    • @mandisahlabisa7705
      @mandisahlabisa7705 หลายเดือนก่อน

      Cela ungichazela kuthi yini usho kanjalo?

  • @nokwazingomane1253
    @nokwazingomane1253 2 ปีที่แล้ว

    Yaze yanzima indaba yabantu abangenwe imimoya yokughwaga ubukhosi.Yabona nje Lapha eNdlunkulu kuyasolisa bakhona abangenwe yimimoya,ngithandaza ukuthi izinyanya zakwaZulu zibaklinye konje sizplamulelwa yini?Gogo sizani.,Naligagasi lobuxoki

  • @rosemafu7288
    @rosemafu7288 2 ปีที่แล้ว

    Hayi mna ndiyalahleka koku kuxoxwayo, mna ndakhula abantu abadala bencokola ngokuthi ubukhosi buthathwa ngunyana ozelwe yintombi yasebukhosini hayi into yomntu ongeyonkosi, akayizali inkosi yesizwe.

    • @rosemafu7288
      @rosemafu7288 2 ปีที่แล้ว

      Ndiyaxolisa ngokungathi Thokoza Gogo kuqala.

  • @Sivuso
    @Sivuso 2 ปีที่แล้ว

    MfokaMntaka uqinisile uGogo, iLembe esilitusayo labulala abafiwabo ababefanele bahlale esihlalweni. Liphikisa ukuqoka kukayise uMjokwana. Kuthiwani ngezinyembezi zomndeni kaModli owafa elwela isihlalo.?
    Manje amathonga athini ngokuntusa umqhwagi wesihlalo okwakungesona esakhe.

    • @mnqobingema4203
      @mnqobingema4203 2 ปีที่แล้ว +3

      Isihlalo ngabe asisekho ukube akasidlanga kwakudaliwe