Sisizwa kahle kakhulu isizulu Bongani mina ngenze imatric South Africa ngabhala isizulu as home language ngasipasa 62% ngizifundela mina endlini ngingenaye utisha ngifunde e Abet adult school @@bonganimahlangu7403
Ukudlala ngombese noma isbhamu ukulungile lokho akudlalwa ngalezozinto,akudlalwa ngengozi full stop 😢 Mina baba ngakhonjwa ngoqwhasha Isibhamu sikamazenzele ngakhonjwa ngumngani kabhuti wami naye ubhuti wami ukhona ngalesosikhathi manje ngiyazibuza if wadontsa itrika ngabe angisekho nam but kwakuhlekwa nje as if sidlala ngamatoyizi mina ngangisithi ayisebenzi lento oyiphethe ayinanhlanvu ngathuka mayekhipha inhlavu after engikhombe ngayo so ngithi akudlalwa ngezikhali ne okapu le yembala iyahlonishwa
M C saobona bute esebhamo asena nkinga ngisho ngoba Mena nga qala okosephatha ngena 37yearse manje ngina ngina 58yearse ankaze ngibe ne qala laso but ngiya Bonga ngama advice ngeko landela ka khulu ase bonge MC ngiqolese nge sezulu same ngingo msotho
Njenga nayo yonki into emhlabeni sine advantage ne disadvantage kodwa sona yi must kuthi ubenaso ikakhulukazi khona la emadolobheni ehy iyinswelaboya zibhokile
M just looking for that video where you were mentioning of ukubuyisa ugogo wakho or something to do with traditional healers, where you said you were cleansed isimnyama sasejele×4 to5 diferente sangoma's, i just can't find it
Isyaphuma loyondoda ehlolayo
MC thank You So Much,Your Warning Stories Play A Huge Role In Those Who Have Listened And Watched Your Stories.
Thank You Sir
Isbham ngasthenga ngo 2002 sike sihlala 5years ku safe ngingaskhiphi
Mr Cebekhulu...A very clear video and good sound
Watching from Zimbabwe. I enjoy your stories. They are an eye opener
So you understand IsiZulu language?
Sisizwa kahle kakhulu isizulu Bongani mina ngenze imatric South Africa ngabhala isizulu as home language ngasipasa 62% ngizifundela mina endlini ngingenaye utisha ngifunde e Abet adult school @@bonganimahlangu7403
Yes I do
Yhoo kanti sikhokhelwan isibhamu singezusebenza
Ngiyigqwele manje 😂❤
And umuhle yayiqinisile inyanga ❤
Hi brother m watching from MT Frere your true stories are good for us as Africans 🇿🇦 🤲 thanks
Aawww King Mc Menzisto Mfo wakwa Dabhazi, siyabonga nkokheli.
First comment 😅
Brother since I started to follow you my life as change watching you from mpumalanga(Nkomazi mangweni)
Please keep on educating us ' i watch your stories from lebombo border gate in Mozambique ' God bless you sir❤❤❤❤
Ukudlala ngombese noma isbhamu ukulungile lokho akudlalwa ngalezozinto,akudlalwa ngengozi full stop 😢 Mina baba ngakhonjwa ngoqwhasha Isibhamu sikamazenzele ngakhonjwa ngumngani kabhuti wami naye ubhuti wami ukhona ngalesosikhathi manje ngiyazibuza if wadontsa itrika ngabe angisekho nam but kwakuhlekwa nje as if sidlala ngamatoyizi mina ngangisithi ayisebenzi lento oyiphethe ayinanhlanvu ngathuka mayekhipha inhlavu after engikhombe ngayo so ngithi akudlalwa ngezikhali ne okapu le yembala iyahlonishwa
This is the best quality of the videos you've done, keep up the good work!!!
Siyabonga MC❤🎉😊
Present My Buti ❤️🙌 siyabonga
Sbhamu ngisizonda kabi😢
Ngwana moreneng re leboha dikeletso tsa hao. Ha e lale e ya kae baneng 🎉
up matete up
Sometimes our police don't do their job because those guys must be arrested all of them
hhai konakele ezwen lakith
Ubudedengu bonke lobu ababenza labantu. Umuntu awumuniki isibhamu sinemagazini futhi sinohlamvu phakathi. Ngisho iphoyisa impela uyayikhipha imagazini ulinike singenalutho phakathi usikhokhe sikhamise. okukhombisa ukuthi asinalutho phakathi.
Mina ngise Tembisa,yazi MC sake senzeka isehlo esifana nalesi,umnikazi wesbhamu wavele wazidubula esebona ukuthi usenkingeni umngane uvele wadonsa isbhamu kanti kuzo phuma I bullet ,kwadubuleka omunye umngani wabo
Menzi, umfundisi uthi sihase amanzi angcwele sigcobe i-holy oil ekubeni banezibhamu? Balindwa ngamadoda anengalo ezidabula imikhono yamabhantshi, adidise ngemoto ezinamawindi amnyama kodwa eza enkonzweni, heee kudlalwa thina!!!
Ziphelile izinsizwa eJeppe ngesonto ngenxa yesbhamu😢
Ngizwile four yonke shayiwe Jeppe egeden yayisaba into ese hostela
@@Bafanagumbi ziphelile izinsizwa lapha mfokamkhulu emini sbuka
May they soul's rest in eternal peace
Ay mina ngiyasizonda sachuma esifake kuholster sadubula ibhutiwami samnquma umunwe sashaya nenyawo ngaphinde ngalahlekelwa umngani owadubuleka ngephutha
Kings way is closer to Daveyton, next to Modderbee prison.
M C saobona bute esebhamo asena nkinga ngisho ngoba Mena nga qala okosephatha ngena 37yearse manje ngina ngina 58yearse ankaze ngibe ne qala laso but ngiya Bonga ngama advice ngeko landela ka khulu ase bonge MC ngiqolese nge sezulu same ngingo msotho
Syabonga ukxwayisa abanezbhamu
Yaz lezi tory zingenze isibhamu ngasenyanya kanti nganginokuthi siyasiza ukuzivikela, ngacabanga kuthi bangaki abantu abangamakhehla manje abangakaze basi phathe isibhamu ngabona kuyaphileka ngaphandle kwaso
Kodwa niyishintsheleni background music yase kqaleni
Wagcina uyshadile ngempela intombazane ngyazbuzela nje
Siyabonga lindamkhonto ✊ isbhamu sinomoya waso nje
Yazi indlela esingihleze ngiqaphele ngakhona sekulikhuni nokuhamba imcimbi.
that's educative🎉🎉
Watching from Mpumalanga, Hazyview ❤
Uyinkunzi Menziwa
Njenga nayo yonki into emhlabeni sine advantage ne disadvantage kodwa sona yi must kuthi ubenaso ikakhulukazi khona la emadolobheni ehy iyinswelaboya zibhokile
Danki Mc. I love listening to your stories late around this time. Keep up the great work
Brother Menzisto we're here again.. 🤝🏾
Eish Menzisto kodwa Mfethu uqinisile. Sengisilalele ngasiqesa istory. Khona Indoda eyathi idlalisa uMngani wayo eNquthu ngezibhamu Kanti khona isbhamu sikhokhiwe, eyodwa inhlavu yadlula kuMagazzine. Wadubuleka uMngani wakhe washona. Naye loMfethu wabe esezidubula.
Kwakuyobhenywa insangu lapho I’m sure
M just looking for that video where you were mentioning of ukubuyisa ugogo wakho or something to do with traditional healers, where you said you were cleansed isimnyama sasejele×4 to5 diferente sangoma's, i just can't find it
Siyabonga bhudi ngaleluhlelo liyasifundzisa
Sesi khona bhuti 🙏
My favorite story teller ❤
Mr...M.C siyabonga ukusifundisa impilo njalo njee
Syabonga Nsele🙌
MC Menzisto 🙌
Kwadabhasi❤
MC NAMI KUCISHE KWAVELA UMKHUHLANE OFANA NALO. KULEMPELASONTO KUZALWA UMNGANAMI😮😮.
Amanga wodwa la😂 kodwa ke amunandi ngiyayithanda ichannel yakho 👍
Yalwazi uhubhu luka bhejane😀😀😀😀😀
Amanga ukuthi isibhamu sinomthelela omubi?
Kuyezwakala okushoyo Ntshosho futhi vele kona isbhamu siyinkinga but inkinga enginayo yinye. Njengoba imishiza ingasaphathwa izinsizwa nabanumzane, uma kungena oskhothen egcekeni baze bangene endlin bangidlwengule mina nezingane,isbhamu ngeke sasiza yin ezimweni ezinjalo.
Siyosiza kod siphinde sikuncindezele mawuke wabadubula bafa. Isthathi esining umnt ofundele isbhamu kujika kube uyena osifukamelayo ngb waz imthetho yaso, akfan nomnt ongasifundelanga
@@LungeloBlaqvision-we3md Kuyezwakala bhuti wam 🙏
Ngiyamubonga uNkulunkulu wangisiza ngokungihlukanisa nesibhamu ngo2016 kuze kube manje angiphindanga ngasihalela isibhamu.
🤗🤗🤗
Heyi isbhamu
❤❤❤
Kubi ezweni ibhamu siyinkinga bafo sbonge
Siyabonga bhuti izifundiso zakho nezixwayiso mf2.
Matete bafo😢
Wola bhuti
Usizi lwesbhamu activist. Big ups Mr Cebekhulu
Ngiyavumelana nokuthi sinenkinga isbhamu,kkdwa eziningi zidalwa nje wubudedengu obungenasidingo,kunesisho esithi,devil can putba bullet in a chamber,yingakonkuthiwa uma for whatever reason udlulisela isbhamu komunye umuntu usibhekisa endaweni ephephile ukhiphe u magazine,bese uyaskhokha ukuze uma.bekinenhlamvu ephezulu izophuma bese sisala sikhamisile,kulowomzuzu umunwe awuyi kwakuya kwi trigger,uma.nenza kanjalo mancane amathuba okulimala.komuntu ngokungenhloso,kanti omunye uyakhohlwa qobo kwayena ukuthi kunenhlamvu ephezulu beae uma.nje kuthinteka i trigger liyaduma izulu,leyonto idalwa wukungazethembi komuntu esbhamini bese ehamba naso sinenhlamvu ephezulu okuyingozi nokho
ISBHAMU UMNGANI UYAKUDAYISA UFE NGENXA YASO UNGAKAZE UDUBULE NANGASO ISBHAMU SIBI KAKHULU
Ungapheli amandla bafo..uhamba when it comes to storytelling zama elinye uqhubeke usxoxele
VIEWS vs LIKES💔
😢😢😢
Akulona ke usizi lomuntu ophatha isibhamu kodwa usizi lomuntu obudedengu ngesbhamu.Lo owayephethe isibhamu kwakumele uma lo omunye ethi othi ngibone bese eyalikhipha icassete enze sure ukuthi akukho nhlamvu phakathi before anike omunye. Mina ngisasho namanje musa ukusabisa abantu ngokuba nezibhamu ngoba akukho nto ewrong ngokuba nesibhamu or ukuphatha isibhamu oku wrong ukuba budedengu ngesibhamu.
Ukuthi ungungqimu wena,kodwa ngelinye ilanga uyokubona okwakhweza ikati emthini.Laphoke Uzo be usumdinga umfoka Cebekhulu eduzane.
kyacaca kuth anicabangi izinto ngendlela eyodwa..kunokuth uzomelana nomuntu kuy channel yakhe akuncono ucinge ehambelana nawe
@@phelelanizungu ubani omelene nomunye? Ufuna ngi commente ngendlela efunwa uwena yini?
@@SibusisoSimakade-ti4gg ungangibizi ngongqimu ngoba ayazani, ungijwayela kabi.
Nnda
Siyabonga mhlonishwa iyezwakala indaba