Useyobekwa endlini yakhe yokungcina Zanele Mbokazi-Nkambule.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 26 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 108

  • @ginachivurri7623
    @ginachivurri7623 2 หลายเดือนก่อน +16

    Death of a mother is very painful thing. May lord almighty give the whole family Grace to move on after today.

  • @barbarangcobo3888
    @barbarangcobo3888 2 หลายเดือนก่อน +5

    Wow Siyabonga President and KwaZulu-Natal to respect uZanele

  • @thembelihlejili3382
    @thembelihlejili3382 2 หลายเดือนก่อน +1

    What a beautiful send off ..well deserving ❤️❤️ The Angels are rejoicing 🙌🙌

  • @user-ds3rl1ws1znosisa
    @user-ds3rl1ws1znosisa 2 หลายเดือนก่อน +4

    Mmmh waze wagcwatshwa ngesizotha Mama wethu 🕊️🙌🙏

  • @PrettyKaise
    @PrettyKaise 2 หลายเดือนก่อน +2

    Jehova uze uwukhumbule umndeni ka Zanele😢😢

  • @Zandile-kh4ui
    @Zandile-kh4ui 2 หลายเดือนก่อน +1

    Wow owaphathiswa khona soze waphucwa umuntu ubusisiwe women of God go well my mum,❤❤❤amaZulu avulekile 🙏 🙏

  • @sibongilesekgobela1780
    @sibongilesekgobela1780 2 หลายเดือนก่อน +1

    Engathi u Nkulunkulu angakwamukela under His shadow of wings sisi omdala, usebenzile emhlabeni, ubuthongo obude obuhle Ma Mbokazi, see you in the morning uma bonke sebevuswa, kodwa abenze kahle bayobubona ubuso buka Jehovah 🎉🎉🎉

    • @SithembileZulu-t3n
      @SithembileZulu-t3n 2 หลายเดือนก่อน

      Kwaze kwanzima koda hamba ntombazane uyobonana nomdali wakho okunye sebeyobona abasele😭🕊️🕊️

  • @PulengJacobs
    @PulengJacobs 2 หลายเดือนก่อน +7

    Wat a dignied funeral good night sis Zanele😢

  • @NomzimvubuSylviaNkaitshana
    @NomzimvubuSylviaNkaitshana 2 หลายเดือนก่อน +3

    Thank you KZN Provincial Govt for respecting Mazet with such a dignified send off service💔💔💔

  • @GcinileMthombeni
    @GcinileMthombeni 2 หลายเดือนก่อน +2

    Rest in peace cc Zanele amagalelo akho ayohlezi ekhona futhi eqhubeka nokuphilisa imiphefumulo yabaningi😢

  • @SibongileMthembu-lf2zv
    @SibongileMthembu-lf2zv 2 หลายเดือนก่อน +2

    She has ran her godly race very well.May her soul rest in peace.

  • @NhlanhlaShirindza
    @NhlanhlaShirindza 2 หลายเดือนก่อน +2

    Quote" zanele Mbokazi mantombazane ningalali lize lishone angimthandinumuntu olivila ngelinye ilanga solala singavuki asakhile la...kyosala umzila la sihambe khona njengomnenke❤..... Yep kyabonakala la ehambe khona ...lala ntombazane ke.usuyingelosi

  • @feliciamhlongo1829
    @feliciamhlongo1829 2 หลายเดือนก่อน +2

    Heaven has gained an angel goodnight ma❤

  • @NomandlaNyosi
    @NomandlaNyosi 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ungcwatywe kahle sisZanele❤🙏hamba kahle cc may ur family be comforted

  • @HildahMandyNdlovu
    @HildahMandyNdlovu 2 หลายเดือนก่อน

    Wow lala ngoxolo Mrs Mbokazi siyabonga ukuba nawe nkosazane emhlophe

  • @LungileMiya-jt8iu
    @LungileMiya-jt8iu 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngathi bekungcwatshwa u mama presedent👏👏👏💯

  • @CharityNosipho
    @CharityNosipho 2 หลายเดือนก่อน

    Oh! Lala uphumle ngoxolo Zanele Mbokazi Qhawekazi lezwe lethu❤❤. I still don't believe it's really happening it feels like a dream😢😢💔💔💔

  • @princesssibisi2387
    @princesssibisi2387 2 หลายเดือนก่อน +1

    Lala uphumule ngoxolo cc uthixo akwamukele....❤

  • @HappinessDAVIDSON-lc1cn
    @HappinessDAVIDSON-lc1cn 2 หลายเดือนก่อน +1

    Death is a door way too Rest😢😢 Rest in Perfect peace mam Zanele

  • @joycemhlambi2171
    @joycemhlambi2171 2 หลายเดือนก่อน

    Haaaa ma sista u were the best like today Sunday u will heal us spiritual. Good nite mama may ur soul find peace n rise in glory.💔💔🙏🙏

  • @MathapelomoreGoodness
    @MathapelomoreGoodness 2 หลายเดือนก่อน +1

    Rest in eternal peace Madam you have run your race ❤

  • @fikiledlamini5113
    @fikiledlamini5113 2 หลายเดือนก่อน +4

    RIP well 💔💔💔😭😭 Ma🇸🇿

  • @humblebeginningstv917
    @humblebeginningstv917 2 หลายเดือนก่อน +1

    Our final destination may her soul rest in eternal peace

  • @patriciagwente6679
    @patriciagwente6679 2 หลายเดือนก่อน +1

    Phumla NGOXOLO MY DEAR 😭😭🕊️🕊️🕊️🕊️🕊️🕊️🕊️

  • @MapumMapum
    @MapumMapum 2 หลายเดือนก่อน +1

    Awu mhlaba aweneli kanjalo nje nkosyami yoh ashlale enkhosini ngiyo leyatiko kute lokufohlile kuyo bo mbokazi ikwatile yona sewuphumlile yena akasayophinde agule alambe tinhlungu sekute akaphumule kulokukhandleka lokungaka skoni wetfu singemalandela lilanga syatikhalela natsi RIP KONI

  • @NonhlanhlaMoungose
    @NonhlanhlaMoungose 2 หลายเดือนก่อน +1

    Lalala iqhawe madoda
    Goodnight Mama siyobonana ekuseni🕊️🕊️

  • @PreciousSurname
    @PreciousSurname 2 หลายเดือนก่อน +1

    Hamba kahle mom Zanele 💔 💔

  • @mahlengihlongwa8997
    @mahlengihlongwa8997 2 หลายเดือนก่อน +2

    Imisebenzi emihle yakho sisi yohlezi imile

  • @KhethaNgcobo-no8so
    @KhethaNgcobo-no8so 2 หลายเดือนก่อน

    Hamba kahle mawami you're have reached your final destination, babusisiwe abaphila baphilele inkosi noma befa bafele enkosini 🙌😭😭,thina sisamelwe indaba hamba kahle ntombii yakwaMbokazi ukwenzile okuthunyiwe hambake uyokwethula umsebenzi wakho omuhle 😭😭..hayi inhlanhla abanayo abemiyo phambi kwesihlalo senkosi bayohlala bonwabile ,inyembezi zesuliwe

  • @PsoabisengCynthia-z4g
    @PsoabisengCynthia-z4g 2 หลายเดือนก่อน +1

    The journey has been closed,la
    Lala ngoxolo Qhawekazi

  • @zodwasibisi2761
    @zodwasibisi2761 2 หลายเดือนก่อน +2

    KZN government syabonga ngokusihlomiphela leliqhawe Lala ngoxolo Qhawekazi"

  • @rachaelbusisiwebuthelezi809
    @rachaelbusisiwebuthelezi809 2 หลายเดือนก่อน +1

    Hamba kahle Zanele Mbokazii Nkambule

  • @MaSokhuluSokhulu
    @MaSokhuluSokhulu 2 หลายเดือนก่อน +3

    Kuhlokoma amazulu,,,phamba sthandwa sabantu bonke igalelo lakho lizwakele,,,,,,sleep mah 😂😂😂

    • @MichaelMthiyane
      @MichaelMthiyane 2 หลายเดือนก่อน

      Kahle maphi amazulu musani the is no rip la, she was an idol kwaphela. Jesus is coming soon repent before it's late

    • @MpumySimelane
      @MpumySimelane 2 หลายเดือนก่อน +1

      How

  • @zodwasibisi2761
    @zodwasibisi2761 2 หลายเดือนก่อน

    Sohlala sikukhumbula cc Maria Zanele LaMbokazi Nkambule

  • @skhumbuzompungose1208
    @skhumbuzompungose1208 2 หลายเดือนก่อน

    Hamba kahle ma z z ekugcineni uhlezi ne nkosi yakho obuyisebenzela, ubaphilisile abantu usaphila, waba duduza egameni le nkosi syabonga mtaka mbokazi

  • @JabuNgcobo-s5e
    @JabuNgcobo-s5e 2 หลายเดือนก่อน

    Heaven is rejoicing, u fought a good fight ndlovukazi yenkosi ulimele igama like Jehova siyabonga, rest in peace❤

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 2 หลายเดือนก่อน +2

    Hamba kahle cthandwa

  • @SydneyThomas-fh6tf
    @SydneyThomas-fh6tf 2 หลายเดือนก่อน +2

    Go well mama ZZ

  • @DuduzileHlangu
    @DuduzileHlangu 2 หลายเดือนก่อน

    Yhaa nhe hamba kahle Mama sohlala sikukhumbula💔💔💔

  • @Zama-q3b
    @Zama-q3b 2 หลายเดือนก่อน +1

    Rest Well Ma You are with the Angels now

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 2 หลายเดือนก่อน +1

    yooohhhh hayi kulungile bbaba

  • @MarthmanokoNgubeni-pz4ln
    @MarthmanokoNgubeni-pz4ln 2 หลายเดือนก่อน

    Rest in eternal peace woman of the most high God

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 2 หลายเดือนก่อน +1

    Laluphumule mom Zanele😥😥

  • @businzama6939
    @businzama6939 2 หลายเดือนก่อน +1

    Mase ethi uboba MENKANI ENGCWELE 🕊️🕊️💔💔

  • @JustitiaMS
    @JustitiaMS 2 หลายเดือนก่อน +1

    Lalala i Qhawekazi, ubemuhle ngaphakathi nangaphandle. Akekho oyongena ezicathulweni zakho. Sibonga uMdali ngempilo akuphe yona . Sizuzile kuwe sincelile kuwe. Ubani oyopholisa amanxeba ezimpilweni zethu😢 4:19 eba

  • @philanimaphanga507
    @philanimaphanga507 2 หลายเดือนก่อน

    Rest now my sis though gone too soon😢

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 2 หลายเดือนก่อน

    Kwabuhlungu uhambe kahle Qhawekazi Mazet

  • @ThembiMadonsela-zn3eh
    @ThembiMadonsela-zn3eh 2 หลายเดือนก่อน +3

    Akakale aphumule uMazet Zet indlela yethu sonke Lena

  • @nomusasizakele3764
    @nomusasizakele3764 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga president usinikhe igift enkulu ngise CPT
    Ngipholile Lala uphimule uwenzile umsebenzi usaphila good night

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 2 หลายเดือนก่อน +1

    Uphelezelwe nje nge ndlovukazi,Ayi shem ngokungabi ngisho I taxi fee yokothi bye ku mntwana wesizwe,ohh inkosi ibe nani babtwana bakhe

  • @Simphiwe-h2p
    @Simphiwe-h2p 2 หลายเดือนก่อน +2

    Manje kwenzakalani kwaphatha amaphoyisa emgcwabeni wekholwa

    • @myregnbow7169
      @myregnbow7169 2 หลายเดือนก่อน

      State funeral… I’m lost too

    • @bongumusaduma9303
      @bongumusaduma9303 2 หลายเดือนก่อน

      Eiy bafwethu e SA sekwaba ikamachanca

    • @veewillis1144
      @veewillis1144 2 หลายเดือนก่อน

      State funeral, she contributed a lot in many ppls lives

    • @LuthandoMakapela-qu9rd
      @LuthandoMakapela-qu9rd 2 หลายเดือนก่อน +2

      President Ramaphosa awarded the funeral to be a catagory 2 state funeral, lena ke its only for the people who contributed and played a vital role in making RSA a better country, economically, Socially and also she was a respected TV personality and business woman, Crown Gospel Awads was a big deal attended by millionaires, MECs, how can you not honor such a person.

  • @Lokothwayo
    @Lokothwayo 2 หลายเดือนก่อน

    Goodnight Mazet, ukulwile ukulwa okuhle

  • @MamahNzimande-xl9eb
    @MamahNzimande-xl9eb 2 หลายเดือนก่อน

    Rest maZeth and Rise in Glory.

  • @thembi128
    @thembi128 2 หลายเดือนก่อน

    😢goodnight mom Zanele see you in the Morning

  • @siyabongambonambi5497
    @siyabongambonambi5497 2 หลายเดือนก่อน

    Sibuhlungu ngokudlula kuka mazet osekungidida uhlangana kanjani nesphoyisa south africa iyaxhaphaza iveza ngoksobala ukuthi awukho umsebenzi wamaphoyisa

    • @ZamaMhlongo-yk8xf
      @ZamaMhlongo-yk8xf 2 หลายเดือนก่อน

      Ngalowo Mzuzu agcwele umgaqo😢😢😢

  • @SimangeleSibili
    @SimangeleSibili 2 หลายเดือนก่อน

    Lalla ichawe koala tibongo❤ ma

  • @selinamasilela
    @selinamasilela 2 หลายเดือนก่อน

    All is well...Goodnight maZett😢

  • @barbarangcobo3888
    @barbarangcobo3888 2 หลายเดือนก่อน

    She can to serve her purpose

  • @monicavapi7341
    @monicavapi7341 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ja kwaza kwakubi bantu

  • @BekezelaNcube-e9s
    @BekezelaNcube-e9s 2 หลายเดือนก่อน

    May your RIP mom Zanele

  • @mmasamoanna3087
    @mmasamoanna3087 2 หลายเดือนก่อน +1

    Rest sesi see you tommorow

  • @SithosiniNtombela
    @SithosiniNtombela 2 หลายเดือนก่อน +1

    Phumula mbaliyezwe mambokazi

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 2 หลายเดือนก่อน

    Alale ngoxolo nomndeni wakhe ududuzeke uyidlalile indima yakhe😂

  • @AnnaSiphiwe
    @AnnaSiphiwe 2 หลายเดือนก่อน

    Iala ngokuthula mam Mbokazi

  • @LungileKhumalo-y7x
    @LungileKhumalo-y7x 2 หลายเดือนก่อน

    Good night mam wethu

  • @matildanowa7315
    @matildanowa7315 2 หลายเดือนก่อน

    Eishh 🤦‍♀️😭😭😭💔

  • @phumlasimandla4641
    @phumlasimandla4641 2 หลายเดือนก่อน +1

    Mhle ungcwabo wakhe mazet

  • @MlungiseniMdlalose
    @MlungiseniMdlalose 2 หลายเดือนก่อน

    Kanti ebesephalamendeni

  • @SithosiniNtombela
    @SithosiniNtombela 2 หลายเดือนก่อน

    Hamba kahle mazet

  • @sthemdletshe3395
    @sthemdletshe3395 2 หลายเดือนก่อน

    😢😢😢😢😢

  • @MpumySimelane
    @MpumySimelane 2 หลายเดือนก่อน +1

    Police kanjani

  • @veemfanekiso10
    @veemfanekiso10 2 หลายเดือนก่อน

    Rip

  • @phiwonhlahla445
    @phiwonhlahla445 2 หลายเดือนก่อน

    Zulomnyama niyasilahla manje akenisenabele ngamaphoyisa kuthi ihlangananjani noMamaZANELE

    • @veewillis1144
      @veewillis1144 2 หลายเดือนก่อน

      U mama Zanele udlale indima enkulu emphakathini nasesizweni, so umongameli wathi makabekwe I state funeral since ebengumuntu wabantu.

    • @BonisiweMvelase-wg4ci
      @BonisiweMvelase-wg4ci 2 หลายเดือนก่อน

      Ngiyawuthanda loyo mbuo nam ngiyazi uza ukt angenaphi

    • @sinenhlanhlamoloi26
      @sinenhlanhlamoloi26 2 หลายเดือนก่อน

      State funeral umngcwabo weqhawekazi udlale indima enkulu emphakathini so ama phoyisa abakhona ku state funeral

  • @DanielMluleki
    @DanielMluleki 2 หลายเดือนก่อน +1

    Manje amaphoyisa! Ubewustation commander yini kanti ! Bekufunek sbefundisi la hayi amaphoyisa azokwenzaani?

  • @lindiwembatha3219
    @lindiwembatha3219 2 หลายเดือนก่อน +1

    UseNkosini lapho ekhona

  • @ThembiShabalala-w2v
    @ThembiShabalala-w2v 2 หลายเดือนก่อน +2

    Kanti ubeseyi phoyisa yini Zanele

    • @MahlaseMashomanye
      @MahlaseMashomanye 2 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂Hai Nami ngiyamankala futhi

    • @AndyKhozas-SA
      @AndyKhozas-SA 2 หลายเดือนก่อน +1

      State funeral bantu benkosi🙏

    • @FikileGebashe
      @FikileGebashe 2 หลายเดือนก่อน

      Bengwulindele lowo mbuzo kodwa mangcabanga ukumhlonipha nje

    • @sibandzegugu1094
      @sibandzegugu1094 2 หลายเดือนก่อน

      ​@@FikileGebashebut it's like she was a state agent

    • @nyeletishibambo362
      @nyeletishibambo362 2 หลายเดือนก่อน

      When favour also locates you in death. Not understanding too but it happened... A dignified funeral indeed

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 2 หลายเดือนก่อน

    kutheni wonke munt south Africa angcwatshwe engathi iskhulu sikahulumeni special ama selebrete inkulu into esifihlelwa yona la nathi kuthi sulele too much

    • @sibandzegugu1094
      @sibandzegugu1094 2 หลายเดือนก่อน

      Can u enlighten me because I'm confused if she was a police or bacele I band na?

    • @samukelisiwegumede7838
      @samukelisiwegumede7838 2 หลายเดือนก่อน +5

      Awuncwatshwa njengeskhulu nje but nemisebenzi yakho osuyenzele abantu iyakwenzela igama elihle nokukhululeka kwenhliziyo nothando onalo

    • @zaneledlamini-yo6ib
      @zaneledlamini-yo6ib 2 หลายเดือนก่อน

      Rest well mom nkambule 😢

    • @sibandzegugu1094
      @sibandzegugu1094 2 หลายเดือนก่อน

      @@samukelisiwegumede7838 ey cc true xem thanks

    • @bongekilebuthelezi2621
      @bongekilebuthelezi2621 2 หลายเดือนก่อน +1

      I state funeral nam ngsaxakwe ilokho😮😮

  • @beatricemokhele7524
    @beatricemokhele7524 2 หลายเดือนก่อน

    Why arepolice marching?

  • @DumisaniMchunu-p2i
    @DumisaniMchunu-p2i 2 หลายเดือนก่อน +1

    Amaphoyisa angenaphi manje, and njengoba ebekade ebambe isidumbu azohlanzwa ngubani

    • @JustitiaMS
      @JustitiaMS 2 หลายเดือนก่อน +1

      Amaphoyisa angena ngoba lefuneral I "State Funeral" . Okusho ukuthi uZanele uhlonishwa uhulumeni ngeqhaza alibambile empilweni. Akuyena unoma ubani othola lelezinga lomngcwabo . Lomngcwabo unikezwa amaqhawe, izikhulu zephalamende, no President.
      Eyogugezwake, ayingenwa la. Ovumile ukuyobamba isidumbu uyazibonela uma ecabanga noma ebona ukuthi unesinyama.
      Ngiyabonga,ngethemba ukuthi uphendulekile.

    • @PHINDILEMLABA-n8b
      @PHINDILEMLABA-n8b 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ngcabanga ukuthi eyokugezwa wonk Umuntu unawo amanzi Kubo nensipho sebogeza khona

    • @sinenhlanhlamoloi26
      @sinenhlanhlamoloi26 2 หลายเดือนก่อน

      Bagezelwani ngoba babambe ibhokisi ay isidumbu bebangaka abantu ababamba amabhokisi makushoniwe bengagezwa bagcina ngokugeza izandla Uma kubuywa emathuneni umuntu ogezwayo ilo othinta umzimba not ibhokisi

    • @nhlanhlazitha5660
      @nhlanhlazitha5660 2 หลายเดือนก่อน

      Good answer ngiyakuzwa mina nami ngazi kanjalo ​@@sinenhlanhlamoloi26

  • @nyandeninangamso2820
    @nyandeninangamso2820 2 หลายเดือนก่อน

    😭😭😭😭😭