Yaaaa kuyezwakala mfowethu okuhle nje kuzwa kuthi awzolwisana namuntu kepha zoshay'ingoma kphela qhubeka njalo mfowethu sokweseka engfisa kuthi ukwenze nje ma uslethela ingoma " do some research ukuthi kwenzakalani emphakathini Kanye nasezweni , bese yabhala ingoma ngalokho niyeke loklwisana kwenu ningoMaskand big up boy I'm behind you 💪
Mmm nice action i love the song keep up makhoba sizokusaphotha sicela uma nenza amapromo nisivezele ukuthi ingoma yakho itholakala kanjani nibhale yonke indlela esuke ithokala ngayo ngiyabonga
Ayi ntwana mina ngithe ngibona kuvela igama lakho la ku youtube bengithi ngizozwa lento engayizwa enayikhipha ninonke kodwa lokhu engikuzwayo kuhle mfo ngathi kuncono uma uzimele up lapho
Khuphuka polo mfana ngyakuzwa mina
Yaaaa kuyezwakala mfowethu okuhle nje kuzwa kuthi awzolwisana namuntu kepha zoshay'ingoma kphela qhubeka njalo mfowethu sokweseka engfisa kuthi ukwenze nje ma uslethela ingoma " do some research ukuthi kwenzakalani emphakathini Kanye nasezweni , bese yabhala ingoma ngalokho niyeke loklwisana kwenu ningoMaskand big up boy I'm behind you 💪
Awu shame bantu kuyahlonipha nzeeee pakithi kukhulumela phansi ngathi intombi isaba ukuqoma 😊 ... Ngithi up lapho Polo ungabe usahlehla iyaphila ingoma yakho nsizwenye ✊👌
Mina ngphuma le ezidulini e vryheid ngyakuvuma nkabi
Nxaibo ayikho ndaba kalona. Kwakmele aphume nezibusiso EMDLETSHENI. yena wakhetha ukuzphatha. Futseg wethu.
Mmm nice action i love the song keep up makhoba sizokusaphotha sicela uma nenza amapromo nisivezele ukuthi ingoma yakho itholakala kanjani nibhale yonke indlela esuke ithokala ngayo ngiyabonga
Up qhawe go ahead boi sengathi ujehova engaba nawe ukhule umsebenzi wakho
Bekumele uzimele qhawe,ucula ngempela awusinisi amahleza
Ashabalele amathemba ami ashabalele! ayi amabackings akho ngiyawezwa sukaaa!
Khuphuka wePolo sokweseka thina🔥🔥🔥🙌🏾
Emphendle kwamaloshelana ayibadle sukaaaaa
Ngiyabonga mfowethu umsebenzi muhle, shaya ingoma sikhona siyakweseka : Up Polo Vivo
Inkuuulu ingoma kulomfana khuphuka 🔥👏🏾
Dank mfana UMZIMKULU APPROVED 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ashabalele amathemba ami ashabalele, khuphuka lapho Polo ngyakuzwa mina
Dankie Khobzin ayi wafika mfana mani muhle umsebenzi👌👌
Ayi ntwana mina ngithe ngibona kuvela igama lakho la ku youtube bengithi ngizozwa lento engayizwa enayikhipha ninonke kodwa lokhu engikuzwayo kuhle mfo ngathi kuncono uma uzimele up lapho
Up Polo Polo nkabi kuhle ukuziphatha maan
Ayyi syakuzwa Nkosi yabakhwenyana wakhuphuka kamnandi
Khuphuka lapho nkabi sukaaaaaaaaaa
🔥🔥🔥🔥🔥
Aw madoda ukungaz kuyafana nokungabon...
Ayikhale
Engakushomina komele ukhuphule amasokisi ndoda uye e studio usuwazi ukukwenzani uzethembe uculengampela okwamanje usazama akukalungi wenzekahle wakhipha2 ukuze uzibonakalise
Muhle umsebenzi kodwa bengicela uye eTakk studio ngokuzayo
Wazisiza waphuma kudunudunu likhona ikhona kuwena ibambe lapho mft mina ngkufisela impumelelo
Ngyakuzwa mina mfokaMakhoba 💪
Azikhale mfana omncane siyakwamukela up up
Akuye nje lo okthiwa kuye MfokaMqunsama uthi akuncono nje ekhaya 😂😂😂
Khuphuka joke phansi Emandeni
Syokweseka mfana ingoma ngathi ikhona impela 🙏🏻🙏🏻
Cha Polo ungiphoxile ndoda bengith sewkhulile ngokwanele kdwa isenzo sakho sikveza obala ukt awkazaz ufunani..Ungabokhohliswa abantu ngoba bona bayokjikela kdwa uManqele waksuska phansi ethembele kuwena ekugcineni wakhohliswa abantu wena wamjikela..Iphutha leli ongasoze wazixolela kwawena ngalo.
"Okunye ngathi umdlwane okunye ngathi ikati okunye ngathi ixoxo okunye ngathi imbongolo" ey kaze Wena ngathi yin???😂😂😂😂 akukho mina kwasho uKhuzani 😂😂😂 nahlakazeka ngempela.
Mfana kuyadleka uphekekahle hlanganisa albam manje
Emphendle ayidla amadoda
Awu shame nkosyam isono lesi mesekeni bafowethu kanti umxoshile yin uDuyaza lomfana
Polo brazo muhle umsebenz sizokweseka mkhulu
Eceleni nase mase-siden😂😂😂😂
🤣🤣 kona inteyodwa le
🔥🔥🔥🔥
uza nengoma enkulu lomfana ashabalele
Up Vivo.
Kwavele kwawu Ngeloh V now
Muhle kakhulu umsebenzi nsizwa yakithi
Woza nkunzi
Up
mnandi ngoma
Ay kusaluhlaza cwe mfana, awuzame nangonyaka ozayo
Yaze yashoda ngomculi ingoma madoda! Awukwaz I ukucula nkunzi kuyeke nje ugxile ekubhaleni cz uyethembisa kukhona
Joko sikhona sizokweseka
Ilaphingomamfanomncane
Vivoms
Nakhusungasamubongi UDuyaza usushibilikamfana
USHUNI KANJOKO
Nishintshana nge Cap ebombu ye G-star Raw😂
Ey kusabheda kuqala kanjena uzophumelela Naye sizomeseka injalo impilo kuqala kube nzima Kodwa ngokuya kuzolunga
Usazozabalaza mbhemu akukho lula la
Nakho ukungasho ukuthi uphuma esandleni segcokama kuzokwenza ungaphumeleli
Hhmmmmmm ay ksekude phambili nkabi qhubek uygidele ay kabi