Sugar Mama Part 02 - (Short Movie) (ushuni wokhisi)
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 27 พ.ย. 2024
- Ubuyile ushuni wokhisi noshuni wehug
sicela niseseke kakhulu kunakqala ngoku "subscribe" kuTH-cam channel wethu.
bese ulandela iPage lethu ku Facebook naku Tiktok sikhona!
FOCUS GAL FOCUS!!!!!
Up bhutie Mzoe uyangifundisa ukweshela wena ...
Aw madoda iciko lakithi❤❤muhle mfowethu umsebenzi sikhona nje sokweseka🤗
Kazi Mzoh loshuni uwuvusephi ngoba ay uza mawala kakhulu ke lo 🙌🔥🔥🔥🔥
Ibambe ngawo mfo uzakahle kakhulu 🙌🔥🔥🔥
Don't skip the ads bafwethu ukuze nabafwethu bezozuza please 🎉
Fully supported
Muhle umsebenzi wenu bafwethu nesizulu senu nisiqinise kakhulu Siyabonga ❤❤❤❤
we want more nsizwa yakithi ngeke 🤝🤝🤝🙌🙌
Muhle umsebenzi, ngiyethemba ukuth akuphelile lapha. Plz next episode
Awu bafethu great relationship continue gyz😊❤❤❤
I can wait part3 mzo nino para niyibambe njalo madoda ku part3 ungalishiyi ipara
"SANCINZA" sakho ,😂😂😂 ngangigcine nini ngampela ukuzwa umuntu esho leligama ayy 😂😂😂
🤦🏽♂️lokh kwahamba uthobeka bengasszilandeli iziqephu zenu ay ay Sekumele ngiqale phans ngizilalele ay 🔥🔥
Ayhlehle ikhuni isha nesobho . vuthiwe nqgwele . keep it Mzoh . I para alisezi ngan khona lizocindezela ngapha eceleni😅
Ay Muhle umsebenzi ngiwlinde ngabomvu part3 bafo
What a great work ningawuyeki bafwethu👍👏👏👏
😂😂😂😂Iwashi lisele kuwe... Ngfike ngithin kuye😆
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ingane ubuqinisile yini lento obuyisho kumina noma uzongitesta 😮 ngiyeke ngiyinsimbi eqinile angiso tayela yooo losisi amagama ivele ingingize indoda❤
Iwashi selikuwe esandleni 😅😅😅ngiyawathanda lamazwi
Ai inhle into n niphusha ngempela bengakawlindeli u2 masinya kanje. Bengfisa ukbona u3
Ayi kodwa zingane zakwethu, nishaya into ecokeme!!!, wonke umuntu odlala kule- Channel uvele ashaye into ecokeme!!!( Ngiyakuvuma Mfoka Dludlu) nabobonke abafwethu nodadewethu.👏👏, keep it up Ngithi akuhlale kunjalo.
Ei Yazi uyoma nokuthobek ku Khonzaphi ngathi umakoti wasekhaya uMaNtombela. NGIYABONG MINA
Ishlahla simila lapho esifuna khona❤
imnandi le episode
🔥🔥
Bafethu lamajida ngicela ukuwaqoma omathathu "me, I qomi you bo love",Mzoh,Shenge n Ndumiso❤❤❤
🤣😂😂😂😂😂Mnikee booo!!! Yobee suxoxelan wena😅😅😂😂
Ngaze ngawuthanda lomdlalo❤
Cabanga usumphelezela eyoholimpesheni 🤣🤣🤣 ekushiya ngo 10 to 15 years 🙆 nkosiyami
Aze abubula amaxoxa emfuleni😋😋😋😋
Muhle kakhulu umsebenzi wenu bafethu syabonga qhubekani ningayeki. Kodwa nami ngyamthanda lomuntu wakho😂
Nakhuyaaaaaaaa,ungalinge umethwese insimbi endala akasathayela😅😅
🤣😂mina Ngibheka kuqala iRasta Ngoba lihlale linePlan
Muhle umsebenzi wenu ❤❤
😂😂😂indodana yakho Mzoh untanga yenu
Siyabonga🙌🏼🙌🏼🙌🏼✔
Hawu ndodana mdala kuno stepfather 😂😂😂😂😂
Siphethele endlin. 😂🤣Manjeke yaphii ekhaya ekubeni zazi ukut uyi nsimbii endalaa moss😅nihlupha Laphoke Nina masiniyaa😂
Muhle umsebenti bafowethu nichubeke. Nginibuka ngiseswatini
Ningadina bafwethu muhle umsebenzi wenu ngyawuthakasela
Nice work 🎉 keep it up Mzo. I love your work 🎉🎉
Walishaya ikhanda Umzo
Uyancomeka lomsebenzi nhoba ungowesintu kuphela
Weeeee ngeke ngamkele min ngiyindodana😂
Iwash selikuwe esandlan Mzooo 😂😂😂
Ayiiii ingwiji kwebu lena😊😊😊😊😊
I love you guys❤✊✊ ngiphansi Enquthu
😂😂😂😂😂para ijezi lalo ngalithanda😂😂
Well done guyz❤❤❤🎉
Umsebenzi weni bafethu uyancomeka
Kuqoma umam kudideke indodana ai khuphuka nkunzi😂😂😂
😂😂😂Umkhiphela ezinhlokweni😅
Wadla Mzo uyiqhawe ulwimi lwakho luyashelela phambili
Ubani lokuqeqeshayo🤣😅😂😅🤣🤣
Sacela part 3 ngeke
Keep it up🔥🧠
1:51 ungayithi vu just know everyone knows it 😂😅 2:50 😂😅 wadla Mzoh😅😅😂 3:42 when they say this they eill leave you puzzled 😂 4:35 ay wabeka Mzoh 😅 7:21 wadla Mzoh ungasaqali 😅
Keep it up a good work
Abafana bayazifela ngo sugar mama 🤣🤣🤣 hay angiyaz lento 🤦
Akunasagila yin kwa nduh 😂😂😂 pheLa udinga I gala umzo
🤣🤣🤣uphumile estressin sontanga bo uthando alumamnyaka🤣🤣🤣🤣
😂aiyize part elandelayo❤
Okuwundu kuyasha nje kuth kuzombulala ngenduku umzo😅
Great episode. This channel is bringing us pure content filled with originality
❤❤❤❤
Nice straight forward movie, very interested, Benoni JHB ihamba Nani..
Uyawina u Mzo laaa zwana ngami
Ivuthiwe lengqwele
Yoooo istep father esngekho kanjeee and silinxele masphenduka syas...a
",uwe lo suzodikadika izinto zama 80s izinto zasendulo" Phara 🤣🤣🤣🤣🤣
Yithi izinto zasendulo😅😅😅😅
Legwenya iyobq ne stepfather lescane so 😂😂😂episode 3....load...
Don't give up mzo
Wamuhle uMsebenzi ngathi Isiza ngamagalani phambili bafowethu ngomsebenzi omuhle nesizulu soqobo❤❤
😂😂😂😂mfana sewuqonyiwe ngabhayizi manje.
M waiting for episode 3 😊
Part 3 please ngifuna ukubona ukuthi ingane nesoka bazokhulumisana na
Umzo uyalingana phela nendodana yokuqala kaKhonzephi😂😂😂
Kaze lamanzi awokwenzani sengfisa ukwazi nje🙊😂😂
Mine senglindzele part 3 bafethu
Liph iLast lithathe lo 🤔 Man Shidiiii 😊
Wadla mntwasemzini ❤❤❤❤❤❤❤
Mzoh anisifundise ukushela phela nathi🥱
Stepfather ingane elingana nawe mzoh😂😂😂
Once I start watching the appetite to watch increases. This absolutely marvelous. Keep it up with the good work.
Part 3 bafo plz
I personally love your work 💯Salute to you bafo
Ave ngigcwele nganii
I CANT STOP WATCHING YOU#USHUNI
iyashoda lendaba 😂😂
Awu suka madoda uyakhuphuka ngampela nsizwa
Wawina Mzo😂
Keep it up guys. I love your genre and great story.storylines....
Guys I'm a Shona from Zim bt love u guys gd work
Wem NZo mfana wenza u1
mna ke ndingu mXhosa , ndithanda indlela umfana athetha ngayo . keep it up boy . ubudala abukhulelwa 😂😂😅😅😅
Gulukudu phakathi 🎉😂❤
isematholeni 😆😆
Awukh yini part 03
Ewu ithi ingaba nkulu' ingazekeki nkombose kababa
Sengilinde u 3
😂😂😂😂😂this reminds of this 2k who won't give up on me but yoooh I can't shem 😂
Mnikeze bakithi
I am like that
Why not🤔 i mean there's no age limit for that😂
@@AbelBaloyi-x5s imagine sengidlalwa yingane nje yooh asoze
❤
Part 03 please 😊😊😊
Ewu yazi yaze yamangala lengane😂😂😂😂😂😂
Well done guys❤❤❤
Kumunandi bbe 😂
Manje next part??
Hhay unzima kakhulu mfo🎉🎉🎉🔥🔥🔥🔥
Eplaza kwelakithi madoda