😭😭😭Kubuhlungu kakhulu kwisimo esinjalo Mfo Kampongose siyavelana Nemindeni ethe yachaphazeleka apho kulongozi singama Africa amahle sithi dudu akuhlanga okungehlanga okwenzeke kwezontaba kunye nakuloma geduka asenkadla sithi dudu Sibonge kakhulu kubantu abathe basobona lentlekele bayipapasha kwezonxibelelwano king Khuba mpongose kwesi Kamaskandi isigodi and Babu Ayanda Msweli from Media TV to help and meet Our Country in hulf Way, sithi Thanks 🙏🙏🙏🙏guys in South African heroes😭😭😭😭🫡
😭😭NGENDLELA ENGIKUTHANDA NGAYO KHUBA KUBUHLUNGU KIMI MANGIKUBONA UKULESIMO KODWA NGICELA UJEHOVA ADUDUZE ANIPHAKAMISELE ISANDLA
Mmm impilo inzima kodwa izwi lithi ngasuka kubaba ngeza ezweni manje sengsuka ezweni ngibuyela kubaba ngalokho ngithi imindeni ayiphephise 💔💔💔💔😭😭
Nxese khuba 💙💙 aphephise nomakoti umhlola phela lo 🤞
Awuuu Shembe ngenelela Baba,yaze yabhlungu nayi into Khuzani phephisa mfowethu hau kadufihla ugogo ngakhokodwa phephisa💔💔💔💔💔
Mmmmmh nkosyam bopha woke lomndeni ikakhul umakoti amgfis Nokwaz ukut uksiph isimo😭😭😭
😢😢😢yavalwa imizi ayikho into ebuhlungu njengokuhamba kwamama emhlabeni 😢😢😢😢😢😢
Phephisa Khuba uNkulunkul akuqinisa mfowam phephisa😭😭
30 years siphethwe ANC kodwa izwe lonke linezinkinga akukhonje lapha esingcoma khona yonke into ekhona selokhu yakhadwa abamhlophe ayikho into etshwa eyafika no ANC ngaphadle kobufebe no GBV nobusela into eyakhiwayo abayenzile yabona maningaboni ukuthi Le ANC iyona ewusathane kulelizwe sisazobona okunzima ukudlula lokhu okwenzekayo usathane omkhulu kunayoyonke into lapha south Africa Ile ANC zihlobo nabangani akwehlanga olungehliyo duduzekani kubuhlungu khona bokhanyile bongwane lalani ngenxeba lokhu enikuzwayo nathi siyakuzwa umkhulu womkhulu aniduduze
2025 won't be the same in Khuzani family 😢 may God give lots of strength to the family they need
Whuuuu Moyoncwele aah💔💔💔💔💔💔💔
💔💔💔😭😭😭😭Dudu enmndenini nakuwe Khuba kwaze kwabuhlungu Nkosiyami uthixo anibophe ngebhande Luka Moya niqine nimelana nesimo esehlile
YERRRRRR BAFWETHU UMABALENGWE BEKHULUMA NGALENTO ZOLO LOKU SESIBONA LOKU HAY NGEKE BAFWETHU KUNZIMA IMINDEN ENGAKA EZOSALA DENGWANE KUNGEKHO BAZALI KUBI KUBUHLUNGU KUYEZWELA
Kodwa Smakade ifu lani leli yazeyadana nento eyenzeka ekhaya kwa Ngwadi Lapho ngadlukelwa khona inqwaba yabantu emndenini wami😥😥😨kubuhlungu
Baphumule ngokuthula 🙏,qina khuzani
I am s red nation but into eyenzekile ibuhlungu ngyazwelana naye kanye nondeni wakhe ngithi dudu kwaze kwanzima😭😭
Kubuhlungu lokhu
Ayi suka, this is painful 😢
Painfully indeed ezindlebeni zosopolitiki they campaign to enjoy majority enkandla ayikho imigwaqo.
Isho uliphinde
Sorry my king yoo😭😭💔💔💔💔
Ow bawo kwaze kwabuhlungu nkosi yam 😭😭💔💔💔 xolo Khuba 🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾😭😭💔💔💔
Uxolo mfowethu akuhlanga lungehlanga sithi tutu Kuni nonke niyifamily.inkulu into uNkulunkulu akuphathise yona ungasoli siyazi kubuhlungu
Yoa kwaze kwabuhlungu 😭😭😭😭 phephisani
Ewu kwaze kwabhlungu Khuzani izinto zilandelana kuwe bhut wam Jehova akabe nawe kulobnzima
Usizi olukwa mpungose luyethusa nakwa Khanyile lesisehlo ngeke siphinde Sasuke ezinqondweni zemindeni 😢😢😢😢😢😢😢😢
😢kwavele kwumuncu ngibuka iqhawe lami lisosizini umvelingqangi akakumbathe Khuba noMndeni wakho wonke❤❤❤much love
Nxese. Khuzani. Kwaze kwabuhlungu.😮
Nxese mfowethu, ivivinyo zomhlaba umndeni nezihlobo, sengathi bangathola ukududuzeka😢😢😢😢😢
Mmmmm kwaze kwabuhlungu NKOSI Nkulunkulu konakelephi😭😭😭😭😭
Phephisa Khuba. Kade ungcwaba ugogo zolo lokhu. Sekuphinda kuchitheka igazi
Kwaze kwanzima nkosi yam dudu emndenini🫂
UThixo anibophe Khuba nomndeni wakwaKhanyile,kubuhlungu😭
Uhulumeni wethu uyaye ulinde kufe abantu bese elungisa umgwaqo ngasosonke isikhathi ibuhlungu impilo esiyiphiliswa yilo hulumeni
Ntuntwini mzi waka Khanyile aluhlanga lungehlanga .
Imindeni elahlekelwe abathabdiwe baba dudu akwehlanga olungehliyo unkulunkulu aniphophe ngembande likamoya
Mmm kamuncu ngakit madoda💔.
Lemgwaqo yaklelisaydi lakomandaba iyakhalisa Yona 😢kfana nale mawsuka eshowe uya enkandla 💔
Esh kwaze kwabuhlungu esikubonayo mfowethu ngisanda kuphuma ezinhlungwini zokushiywa ngugogo, ngalokho sithi phephisani niwumndeni kanye nomndeni wakwaKhanyile ebeniganiselana nawo, uNkulunkulu sicela aninike induduzo epheleleyo kukho konke kanye nokunipholisa amanxeba avulekile!!!
Dudu mndeni nabangani nakuwe khuzani kubuhlungu
Mmmm Nkosiyami lwaze lwakhona ulaka emgwaqeni😢😢😢😢somandla ngenelela😢😢😢sithi dudu emindenini uthixo uyanazi Noma sekunje futh uzonibopha😢😢😢
Oh!! Jehova kwaze kwabuhlungu sengathi imiphefumulo yabo ingalala ngoxolo
Bafe2 ekenisevise izimoto hhayi uyazi💔💔
Kwaze kwabuhlungu nkosi yami khuzani ujehova akubophe ngebhande lomoya oyingcwele
Phephisani mndeni nezihlobo whuuu kwaze kakubi😭
Hawu nkosujesu kwaze kwabuhlungu bakithi phephisani ubuhlungu obungaka 💔💔💔💔😭😭😭
Kwaze kwabuhlungu 😢💔 waze Wangena kabuhlungu umakoti emzini, Dudu kuyo yonke imindeni ehanjelwe zihlobo zayo.
Kuyedlula. Akwehlanga lungehliyo. Kuyenzeka. Akuphutha lamuntu. Nobani nobani ubengaya odwendweni. Nobani ubengaya ukuyosiza. Kuphundulekile nje, obekungaphamba noma bani. Lalani ngenxeba bafwethu. Yisikhathi.
Zaze zabuhlungu indaba, sithi dudu💔💔💔
Aw ya, phephesani bomkhaya, ey abantu bakithi o Khanyile, singo Zwide sithi Dudu mfowethu.
Kwabuhlungu engkbonayo 😭😭😭😭😭😭 kungkhumbuza esinye isgameko esehla ngakit eMsinga 😭😭😭😭😭 dudu emndenin
Nxese bhuti😢
Ibuhlungu kakhulu lento eyenzekile eish impilo inamaginqigonqo 😢😭😭😭. Engathi imimoya yabo ungalala ngoxolo 🕯️🕊️🙏
eish kwabuhlungu ngenelela Jehovah upholise amanxeba
Nkosi yanakhosi. Kwaze kwanzima. Lord have mercy 💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔 💔
Sorry my khuzani 😢😢😢
Sithi dudu kuwe khuba lasemndenini wako khanyile kubuhlungu kakulu kuyazwela siyakuthanda sisezimbabwe
Eyi kunzima uqine ndoda Impumelelo Iza nengxaki😢
Eix, sorry to all family only God knows why this happened 😢😢
Phephisa khuba 😢😢😢😢😢
Esh yah kwanzima Nkosiyami dudu mindeni nkosiyami 😭💔
Ngibuhlungu ngalento ike yenzeka kithi egcekeni . Kodwa ngizokubeka kucace mina ukuthi ayilidingi ihlo lenyama lento .Mina nje ngyazi ukuthi umuntu lo owayobekwa ngalololosuku wayewumuntu owayethakatha noma ethwele kodwa kufiihlwa lokho . Bayingozi abantu abanjalo emindenini futhi nami kwakumele ngihambe ngayo leyo moto ngavinjwa ukuthi ngangithole ucingo oluphuthumayo . Mina ke ngakhethwa uJesu kwamisebenzi uma yenziwe angsayihambi . Kwaba buhlungu impela . kuphele abantu bengagulanga .Asisho ukuthi umuntu ogulayo makafe kudwa uyaduduzeka umndeni . Abaphole naye uKhuzani akaqine .
Ncese nkosi yomaskandi 😭😭😭😭
Aw bafoe2 saze sanzima isimo ngbuka kwamcimbi lo okmele uqhubeke yize kumuncu kanje , ei kodwa isintu kwesinye iskhathi sinesihluku.
😭😭😭Kubuhlungu kakhulu kwisimo esinjalo Mfo Kampongose siyavelana Nemindeni ethe yachaphazeleka apho kulongozi singama Africa amahle sithi dudu akuhlanga okungehlanga okwenzeke kwezontaba kunye nakuloma geduka asenkadla sithi dudu Sibonge kakhulu kubantu abathe basobona lentlekele bayipapasha kwezonxibelelwano king Khuba mpongose kwesi Kamaskandi isigodi and Babu Ayanda Msweli from Media TV to help and meet Our Country in hulf Way, sithi Thanks 🙏🙏🙏🙏guys in South African heroes😭😭😭😭🫡
Kwaze kwabuhlungu
Eqiniswen kubuhlungu okwenzekile futhi kufa akufi akujweyeleki sengathi uNkuluNkulu anganiduduza nemimoya yabo ilale ngoxolo. Udriver bekumele angehli ahambe ayome emva kwayo leyo moto esehlulwa kuhamba kuze bizoma mangabe efikemvakwayo abrike ngayo Lena esemva lona obedingusizo please bashayeli aniscabangele
💔💔 ayi nokugibela emontweni eyodwa siyindlu eyodwa asikuyekeni uma ziningi iymonto eziya lapho kuyiwa khona. Ngithi dudu emndenin nezihlobo.
Yingakho sithi isizulu elokufa alitsheli.dudzekani mindeni yonke😅😅
Shit😢😢
Alwehlanga lungehlanga
Dudu emndenini kwabuhlungu lapho umcimbi kmele uqhubeke 😢😢
Very painful, but sizothini ngoba osopolitiki will again come and campaign ngakho lolhu okwenzekile.
Mmm.... Jehovah kwaze kwanzima.... Kuleyomndeni.... Phephisani bafethu... 😥
Mmm😭 kwaze kwabuhlungu kuloyomndeni uJehova engath engabaqisa
Eyy kwaze kwabuhlungu okwehlela uKhuzani kulonyaka , inhliziyo zabalahlekelwe sengathi zingaduduzeka 😢😢😢
Awuu Jehova hmmmmm kwaze kwanzima
Khuba nomdeni nezihlobo ngithi duduzekani unkulunkulu nonyazi lwezulu aze abe nani siyazwelana nani kakhulu.ngesifo esesiphide saqhamuka unkulunkulu anisingathe.aniphe amandla
Usizo lubhalwe emehlweni kukhuzani isilonda phezu kwesinye phephisani
Awu nkosi yami sithi sihle la kanti ingonyama kajuda seyihlelile nayo phephisani umndeni wakakhanyile nalwampungose inkosi iniqinise makoti kubuhlungu mtanami kodwa inkosi ngeke ininike umthwalo ongaphezu kwamandla nizoqiniswa uthixo
Condolences to the family and loved ones 🙏🙏
Qina mfoka Khuba ngiyabuzwa lobuhlulu obhekene nabo
Musa ukudlala ngoMsweli akasiyena uHulumeni uyalekelela futhi ngeke eyedwa afinyelele kuyoyonke i kzn njengoba inkulu kangaka. Anofunda ukwamukela isimo umhlaba kaJehova ubanzi akulula njengoba nisho.😮
Eish nkosiyami, kubi bo 😢 💔
Kwaze kwamuncu bakithi 😭😭mndeni phephisani
Dudu bhudi omdala lomdeni wonke kubuhlungu lokhu ayi kodwa lo Government wethu uthini makunje ayi💔💔💔💔
Awuu Jehova kwaze kwadabukisa Nkosiyami awuuuu
Kwabuhlungu Bakwethu phephisani imnden yonke uNkulunkulu anithwale kukho konke
😭😭😭😭 khuba ay lonyaka,phephisa
Yaze yabuhlungu ntliziyo yam nyembezi zavele zagcwala amehlo yhini Thixo, uqine umndeni bakithi kulentlekelele
💔💔😭😭😭😭Umndeni wonke nkosi kodwa nkulunkulu ubungeke usindise intsana zakho kwaze kwakubi ezweni
Yooooh nkosi Yami ubuhlungu obhunje....pheko kunye😮
Khuba kwabuhlungu mfowethu izinhlungu ezingaka ku2weeks shwele mfowethu
Nkosyam 😢phephisan sizwe sakhit kumele simkhulekis ngalesimo
Kwaze kwadabukisa phephisani Mpungose
Senfathi uNkulunkulu angabaqinisa bemindeni yomibili. May their souls rest in peace.
Siya vote
Dudu Khuzani qhawe kwaze kwabuhlungu jehova
Yooooh ubuhlungu obungaka😢
Dudu khuba kunye nemindeni ekwisimo esibi kangaka😢😢😢😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu nkosyam abaphumule ngokuthula bonke abadlulile
Phephisa khuba akulahwa mbeleko ngakufelwa sits home isixhosa dudu
Osopolitiki abanandaba namuntu, mabefake emaphaketheni abo nje baceba kuphelile. Balale ngoxolo abahambe emhlabeni bengazilungiselele
Eix 😢 sengathi uNkulunkulu anganibopha ngebhande lika moya bafwethu akekho umuntu ofanelwe yilesi simo dudu mfoka khuba
Koda nohulumeni wethu kunini lemigwaco imibi so hhayi bo kumele kuze kufe bantu embusweni ka ANC kubi kubi lohulumeni wabo lo
Kunini sikhale ngenxa yamatekisi checker imoto uma uzohamba ilong😭😭💔💔 distance .Dudu emndenini ,
Ukuba izikhulu eziphezulu bezingafunda ukulalela uma abantu bekhala ngomgwaqo bayeke ukusitshela ngezimali ezingekho izimoto siyazithelela itax isixebula phezulu.,Ayithathwa ngani lemali ilungise kuze kuphume imiphefumulo engaka cha uma ethi uneminyaka eyikhuluma kwabaphethe,balala kanjani ebusuku kufa abantu kanje??