ความคิดเห็น •

  • @mcabangelenimbathaemsinga4070
    @mcabangelenimbathaemsinga4070 5 หลายเดือนก่อน +19

    Ngidumele..... Ibala elimnyama elilodwa liyayona yonke into enhle...sengath inhlonipho nokuzehlisa kungabusa phakathi kwami

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube 5 หลายเดือนก่อน +12

    Siyabonga Mtaka Nkulunkulu ngoba awuyivezanga leya part etrendayo kodwa uma uzitshela ukuthi umdala kulelibandla uzoba nenkinga....Ngicela ukuhlala ngimusha Shembe kulelibandla lapho ungiphe ukwesaba.

    • @jabumadlala1256
      @jabumadlala1256 5 หลายเดือนก่อน +1

      Yenza ngizicabange mina Molina kwami thixo ngyazibuka ezabanye izono ungikhumbule jehova

  • @user-rt8de3km8u
    @user-rt8de3km8u 4 หลายเดือนก่อน +3

    Syabonga Amazwi amhle .bengicela uShembe angikhumbule abantwana bami abawutholi umsebenzi abaphe khona kophela Kimi ukuxakeke AMEN

  • @aneleiva80
    @aneleiva80 5 หลายเดือนก่อน +4

    Baba Shembe Nkosi yamakhosi 🙌 ngicela uphendule umkhuleko wami kade ngihlupheka yimina Anele Hashe ngale Eastern Cape 🙌 🙌 🙌 ngisize Baba

  • @alwandeJovis
    @alwandeJovis 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bantwana bakankulunkulu esontweni ngagcina 2018 kodwa ngyazizw enhlizweni uhambo lwempilo Yami luyamdinga uShembe bantwana basezulwini 💔😭kunzima inhliziyo Yami iyamukhetha uShembe unyazi lwezulu Amen

    • @Phumlani_Mncube
      @Phumlani_Mncube 2 หลายเดือนก่อน

      Amen buyela esontweni Mtaka mkhulu ungaphambani nabantu bengena ngobuningi endlini wena uphume....ncenga inhliziyo yahoo uthandaze uma uthola ithuba uNyazilwezulu luzokukhumbula.

  • @hlengiwentimbane
    @hlengiwentimbane 4 หลายเดือนก่อน +1

    Amen siyabonga mtaka nhliziyo uneziyalo ezikhuthazayo impela kdw esikucelayo uma kukhona kungabi ngasolinye sicela nihlale phansi nikulungise ecelen lokho ze kungonakali umsebenzi omuhle kangaka ukuzehlisa kuhle siyabonga nakuwe mfoka mkhwanazi ukuzehlisa uma ubona kut ube wrong siyabonga.

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ay uyagijima lomfeth uyakha 👍🏽👍🏽👍🏽

  • @user-jc9zi3yt1x
    @user-jc9zi3yt1x 4 หลายเดือนก่อน +1

    Amen mntakakhulu inkosi ibusise

  • @MfundoJOKOBOHAMASHE-iv4rv
    @MfundoJOKOBOHAMASHE-iv4rv 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ngiyamthanda umpristi Ngubane

  • @nkululekomduduzi7973
    @nkululekomduduzi7973 5 หลายเดือนก่อน +3

    Umenjalo Nzombane ♥️🙌🏿🔥

  • @KhethoZulu-cc7bc
    @KhethoZulu-cc7bc หลายเดือนก่อน

    Ushembe uyinkosi amen

  • @user-dg8pu5ul1k
    @user-dg8pu5ul1k 5 หลายเดือนก่อน +2

    Kuvele kuthi angiqale phansi ngiyikhethe inkosi

  • @user-jw7xk1eb2t
    @user-jw7xk1eb2t 5 หลายเดือนก่อน +2

    Nansinkonzo esasikuyo yasiphilisa emazimeleni empangeni

  • @BuhleGabuza-ep1kp
    @BuhleGabuza-ep1kp 3 หลายเดือนก่อน

    kuwe baba Nkulunkulu 🙌ngibeka ithemba lami kuwena

  • @syabongamkhwanazi3373
    @syabongamkhwanazi3373 5 หลายเดือนก่อน +5

    Ingiphoxil kodw usulahlumbhobh etempelin

  • @sharonmkhwanazi6188
    @sharonmkhwanazi6188 5 หลายเดือนก่อน +1

    Amen shembe angithethelele mangona umfo Bekuceliwe u 10 minutes kona inkonzo ibimnandi amen

  • @user-rf2lt4vv4k
    @user-rf2lt4vv4k 5 หลายเดือนก่อน

    Uma unenhlonipho uhamba ibanga elide mpilwen umphako ngaboli...

  • @dumsanindwandwe411
    @dumsanindwandwe411 5 หลายเดือนก่อน

    Eishhh hhave siyona kodwa into kaNkulunkulu 😢😢

  • @dongadilika3363
    @dongadilika3363 5 หลายเดือนก่อน

    Akulona icala ukushaya umuntu koda lana ebendleni ngenhloso yokumqondisa

  • @mzamosibiya99
    @mzamosibiya99 5 หลายเดือนก่อน

    Uphoxile umfoka Mbovu

  • @mbusisenikhuzwayo763
    @mbusisenikhuzwayo763 5 หลายเดือนก่อน

    Wadonsa ngampela u mfwe2 kanti ngaphezu kwa 22min ngampela yooo

  • @user-ql1in3ux5e
    @user-ql1in3ux5e 5 หลายเดือนก่อน

    Ngisemusha enkolweni ...ngabe umgexo lo ofakwe umfowethu uvumelekile owakhona vele kulelibandla

    • @nkululekomduduzi7973
      @nkululekomduduzi7973 5 หลายเดือนก่อน +1

      Ngokwaz kwami isiphambano si represent ubungcwele. So the answer is yes.

    • @andiledimba
      @andiledimba 5 หลายเดือนก่อน

      Ungasoli ngane yakwethu. Ukuhlubuka kuyaqala ngokusola.

    • @mthobisinkomo7658
      @mthobisinkomo7658 5 หลายเดือนก่อน

      Mina ngizokuphendula kahle hhayi ngamatshe.lomgexo mayelana nenkolo awusho lutho yinto yakhe azifakele yona angeke sithi uvumelekile futhi ngeke sithi uvumelekile yinto yakhenje ayithandayo.ngicabanga ukuthi uzihlobele ngoba lomgexo ngeke umsindise futhi ngeke umfake ezulwini

  • @luvolwethunkomonye7561
    @luvolwethunkomonye7561 5 หลายเดือนก่อน +2

    Udinga imvubu lo

  • @khayalakhephewa6942
    @khayalakhephewa6942 5 หลายเดือนก่อน

    Uyena umtshingi wombhobho phansi lona?

  • @qinisomkhize6526
    @qinisomkhize6526 5 หลายเดือนก่อน

    Lomjita yena uhlezi eshumayela akaze nje ahlale phansi alalele abanye abantu😢

    • @user-xf7wr2cg8i
      @user-xf7wr2cg8i 5 หลายเดือนก่อน

      2:00

    • @izigijimizonyazisermons9145
      @izigijimizonyazisermons9145 5 หลายเดือนก่อน

      😅manje ufuna kwenzeke njani baba

    • @qinisomkhize6526
      @qinisomkhize6526 5 หลายเดือนก่อน +2

      @@izigijimizonyazisermons9145 😂😂😂hlala phansi ulalele inkonzo njengabanye hhay njaaaalo wena kulalelwa wena ai suka!!...uShembe ngathi umazi wedwa ai suka!!