Isambatho sowesifazane

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 24 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 25

  • @SizahNdelu
    @SizahNdelu 3 วันที่ผ่านมา

    Bahle...nami ngiyavuma ibandla yithi usesontweni awukho esontweni gqoka Kahle nje futhi Ave kubukeka

  • @SazisoDlamini-c1j
    @SazisoDlamini-c1j 4 วันที่ผ่านมา

    Amen Bab'uNsibande, siyabonga iNkosi uJesu kuningi asifundisa kona. Ngicela ukukhumbuza ukuthi Ilizwi lithi -ungoni isilevu sakho emacaleni Levicus 19verse27 amen

  • @ThozamaMakana
    @ThozamaMakana 4 วันที่ผ่านมา +2

    Make every effort to live in peace with everyone and to be holy, without which we cannot see the Kingdom of God (Hebrews 12:14)
    God wants an inside out holiness ❤❤❤

  • @tebogokamashiyi9793
    @tebogokamashiyi9793 4 วันที่ผ่านมา

    Àmen tata siyabonga ngeemfundiso enkosi Yesu

  • @SaneleFanele-d5k
    @SaneleFanele-d5k 5 วันที่ผ่านมา +1

    Sebengaziphikela inkani nje,kodwa leli Izwi lika Nkulunkulu ophilayo.uJesu Kristu uyiNkosi.

  • @ThembisileMagagula-n8t
    @ThembisileMagagula-n8t 5 วันที่ผ่านมา

    Siyabonga Nkulunkulu wetfu kuhle

  • @NcamsileSanele
    @NcamsileSanele 9 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    UJESU KRISTU UYINKOSI.UJESU KRISTU UYINKOSI

  • @PatienceMnisi-v4l
    @PatienceMnisi-v4l 5 วันที่ผ่านมา

    Maye bazalwane ngiyabonga kwati kutsi umzalwane ufanele agcoke kanjani enkonzweni nangaphandle. JESUS CHRIST IS LORD

  • @ZaneleKhumalo-k9x
    @ZaneleKhumalo-k9x 4 วันที่ผ่านมา

    SYABONGA BABA NGOKUSIKHUMBUZA NGEZWI LIKANKULUNKULU IMPELA LONA LIYILO ALIJIKI UMNTWANA KANKULUNKYLU UYAZILAZI LELIZWI UMA UYISAHLULEKI UKHULUMA NJENGALONA OKADE ELWA EKHULUMA KABI NGALO

  • @silindiledlamini6976
    @silindiledlamini6976 5 วันที่ผ่านมา

    Ngiyambonga UNkulunkulu ngokungambulela lento abazalwane nabafundisi bamanje abangayiqondi. Ususe izwe kimi. UJesu Kristi uyiNkosi.

  • @MnikeniNdaliso-lv1zb
    @MnikeniNdaliso-lv1zb 5 วันที่ผ่านมา

    Amen Tata

  • @me32454
    @me32454 4 วันที่ผ่านมา

    Ngike ngahambela izindawo even ngaphandle kwe south Africa ngihlangana nabazalwane abaqhamuka emazweni ahlukahlukene,mina ngisuka kwaZulu natal, okukhulu engakufunda ukuthi ivangeli ngeke ulihlulele ngezinto zokugqoka,ngabona amadoda agqoka amabhayi awaligqoki ubhulukwe,amanye abhinca izingubo njengabesifazane amanye ziketi ,bonke labantu bayakholwa,ngaphinde ngabona anesifazane abasuka emazweni la kubanda khona impela abazigqoki iziketi kugqokwa amabhulukwe futhi bayakholwa bagcwele umoya ongcwele,yila ngabona khona ukuthi uNkulunkulu akahambi ngokuthi yini oyiqgokile uma leyonto oyigqoke ngokufihla umzimba wakho UNkulunkulu uyasebenza,ngashintsha ukubuka izinto ngendlela yeso lenyama elithize ngoba mina njenguMzulu nganikwa iskhumba hhayi ingubo UNkulunkulu wabulala isilwane wagqokisa adam no eva wabagqokisa isikhumba ngalokhu ngithi kunezizwe ezingalazi ibhulukwe,kube nezizwe izigqoka amabhulukwe kuphela awazigqoki izingubo,,kube khona isizwe isigqoka iskhumba nje kuphela,kube khona isizwe esigqoka amahlahla,abanye abagqoki lutho bavala ngaphambili kuphela nabo basindisiwe bayashumayela banomoya oNgcwele,abanayo imali yokuthenga ikzingubo.yinini la uNkulunkulu nika khona umuntu osesindisiwe izingubo zokugqoka Athi ezabasindisiwe.😊ebhayibheli liveza zonke izizwe ziya KuNkulunkulu ngokwemvunulo yazo.

  • @boitumelocheka1470
    @boitumelocheka1470 3 วันที่ผ่านมา

    Sawubona baba ngicelibuza ukuthi lithi ibhabheli mawuthwale iduku

    • @ApostleDrSDNsibande
      @ApostleDrSDNsibande  3 วันที่ผ่านมา

      @@boitumelocheka1470
      UJesu Kristu UyiNkosi
      Ibhaybheli lithi umuntu wesifazane makagubuzele ikhanda lakhe
      1 Corinthians 11:5
      Verse 16 asiphikisani ngalokho

  • @PhilipMaqwelana
    @PhilipMaqwelana 4 วันที่ผ่านมา

    UJESU KRESTU UYINKOSI

  • @Sarah.s-w1j
    @Sarah.s-w1j 5 วันที่ผ่านมา

    Izambatho ukugcina intanfo kaNkulunkulu ngomzimba owesfazane, ukungafebi, ukungahlebi, ukungabi nomona komunye wedifazane, inzondo, nokuphenywa izinqe ngesiko. Uma wenza Zonke lezozono, bese uzigquma ngeduku nezingubo ezinde, umboza lezozono, uyafana nohambaze.
    UNkulunkulu wathi kuAdam noEve, bemboze imizimba yabo ngamahlahla, wathi ubani uthe ninqunu? ngoba balalela uSathane ozala Nina zoni ezimmboza ukona ngamaduku nangezingubo ezinde, bese nicabanga ukuthi wonke owesfazane ufana Nani zoni zamasiko. Uthi uJesu, khipha ugongolo kwelakho iso ngaphambi kokukhipha rlomunye. Niyizifebe ezillalwa yizithwalo abafileyo ngesiko,bese nikummboza lokho nezingubo namaduku.
    Ukuhlonipheka kowesifazane ukuthi ahloniphe inquza yakhe angahambi eyindlala emadodeni aphilayo nabafileyo ngesiko lokupheywa, futhi azalea izingane zendoda eyodwa, YiKHO LOKHO UKWEMBATHA OKUHLONIPHEKILE
    KOWESIFAZANE.
    Amen.

  • @MiriamMhlongo
    @MiriamMhlongo 4 วันที่ผ่านมา

    Mfundisi ngicela kubuza ngingumntwana ka Nkulunkulu ngisindisiwe ngihlushwa indaba yebhuluko angiligqoki mina manje lamabhulukwe lamancane abesifazane esiwafaka ngaphansi kwamalokwe ethu ngabe isono na.ngisizeni angifuni ukwaliwa ekhaya makuphela izinsuku zami

    • @Mlungisijali
      @Mlungisijali 4 วันที่ผ่านมา

      UJesu Khristu uyiNkosi
      Uma ukhuluma nge underwear, kufanele ifakwe. Uma iyibhulukwe noma inemikhono ekhombisa ukuthi iyibhulukwe njengesikhindi kusho ukuthi iyibhulukwe lelo.

    • @NomaNoma-uc3cq
      @NomaNoma-uc3cq 3 วันที่ผ่านมา

      Yebo sister mina angiyiqoki itight since last year akufanele umzalwane mpela obizwa ngeGama lika JESU afake lezinto

    • @NomaNoma-uc3cq
      @NomaNoma-uc3cq 3 วันที่ผ่านมา

      Akuko muntu oyamkele ubuNgcwele oqubeka eqgoka amabhulugwe never mina nam bengiliqgoka kodwa umoya oyingcwele sekafikile wangibonisa ukut uJESU ukut yena amzele ngeGazi lake ufaka ingubo ezinde uma abantu befuna ukuziyela esihogweni akahambe yena don't mislead anyone ngoba umoya oyingcwele awuketi sonke uma simamukele usenza sifanane 🙏

  • @ntandoyenkosintshangase3747
    @ntandoyenkosintshangase3747 5 วันที่ผ่านมา

    UJesu Kristu UyiNkosi.

  • @tholiledoris873
    @tholiledoris873 5 วันที่ผ่านมา

    UJesu Kristu uyiNkosi

  • @GodisLove33357
    @GodisLove33357 5 วันที่ผ่านมา

    UJESU KRISTU UYINKOSI.24 hrs a day not seasonal,365 days a year and forever