UBUTHAKATHI NESISUSAKHO UKUKHUNKULA.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 พ.ย. 2023
  • Ubuthakathi, Abesifazans, Emzini, Amadoda, inyanga, umakhohlomba, umagubangithole,

ความคิดเห็น • 7

  • @thukumthakathimanzini4371
    @thukumthakathimanzini4371 8 หลายเดือนก่อน +2

    Baba Ngwane.Ngake ngathatha izagila ngaphuma ngayocinga senghluleka nawukushayela.Sengfike ngitshelwa ngalenkunzi yomthakathi eyayinonya emsebenzi.Ngamangala sengitshelwa ngentombi engase ngiqhelile kuyo ukuthi hhayi nayo iyagadla.Umuntu ongeke umcabange ukuthi engenza into enjengokuthakatha.Bayathakatha abantu besfazane futhi ungamshiyi maqede bese usonga izandla.Akekho owesfazane oyingozi,ngomuthi,njengalo osuke aliwe yindoda.

  • @user-vw8ue2es1v
    @user-vw8ue2es1v 8 หลายเดือนก่อน +3

    Ey Ngwane kukhona nabaganwe maqede bahlala emakhweni,bagcine sebeyizintothoviyane zakhona.Ngiyalibonga ithongo lami ngokuphunyuka kubakhunkuli.

  • @muziwenkosimhlophe5550
    @muziwenkosimhlophe5550 8 หลายเดือนก่อน +1

    Uyazi mfokaNgwane wakhuluma into eyenzeke 2021 ngapha ngakithi sekumele egane othize waginqwa phansi nguzakwabo!

  • @sphepheloshamase5736
    @sphepheloshamase5736 8 หลายเดือนก่อน +1

    Velw ngeke phunjule kumthakathi vel' umshada ngoba ekwenze ngomuthi kuthi umshade.

  • @ayandamnculwane4781
    @ayandamnculwane4781 8 หลายเดือนก่อน +3

    Loolll 😂😂😂😂😂 uthin ngalaba abavuvukalisa inyawo etohweni

    • @syabongawelcome6579
      @syabongawelcome6579 2 หลายเดือนก่อน

      Omunye wavuvukaliswa inyawo wangakwazi ukugqoka ibhuzu emsebenzini kwaphela umsebenzi ngenxa yaloko

  • @ayandamnculwane4781
    @ayandamnculwane4781 8 หลายเดือนก่อน +1

    Hmmmmmmmn nakhoke sengiyayithola,ingakho umuntu wesifazane uma umehlula ngokobuchopho etohweni avele ethi sexual harassment eeeeeeh uvele ungabe usazi