Siyoze sibabambe thina sibadukise baye kwelingaziwa izwe.
Umbambo wase wyebank no baba umathonsi wase molweni esthombeni
Ei nkosi ayvumi ukphela lensila yalabantu ababi abaxov ibandla ibhlungu lento eyenzekayo😭
Asiqine emthandazweni ka 00:00 u Shembe azikhiphe lezitha zobuNazaretha.
Empeleni yonke nje mntanoNyazi. Mina ngalelwa ngumkhokheli ukuthandaza ngo04H00am this year ngoApril sisetekisini siphuma esingcwabeni. Ngabuza njengeNazaretha eliselisha ukuthi kuyathandazwa na uma sibuya emngcwabeni emva kokuba ngibone kungathandazwanga ngo00:00.uNyazi sengiluthanda okwedlulele. Ngavele ngathandaza ngenhliziyo. Ngiyafisa kengiguqe phambi koMnikazi ngimcebe lowomkhokheli. Sengimxolele. Kwakubuhlungu emoyeni ngangiphazamiseka noma ngabe ngiyathandaza. uMshumayeli waphoxeka kabi uma ezwa ngimtshela. Wathi kimi angoqhuma noma ngabe isiphi isihlabelelo. Into eyakha iliNazaretha eliphelele izikhathi zemithandazo. Sikhonzela okhokho bethu abasosizini. Ilemiswenko nokuphapha osekukhona.@@Phumlani_Mncube
Amen syabonga baba #Mzilankatha ngokusenza sngazizwa sisebasha kulenkolo ekubeni sngenamanje kuloluhambo oluhle lwasezulwini kyacaca naloludaka oluxovwa manje kdala laqalwa mina ngzwekahle mina bengiztshelukuthi kungenzeka lolutavatava lufika nalesisila salapho engphumakhona manje sengigezekileke sesicela uThixo akbusise
Amen
Amen 🙌
Amen Nkosiyamakhosi
Amen 🙌🙏
Inkosi eyayihlale ikhuluma uxolo emlonyeni wayo❤❤❤