Umsamo S1 E2

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 1 ก.ย. 2019
  • Thokoza Bazalwane.
    This week on Umsamo Encounters, we have an conversation intimate conversation with a young lady who was blessed with the gift. Many a times young people are afraid of exploring and accepting this gift out of fear that their lives will change. She shows us that it changed for the better and is enjoying her spiritual journey.
    For downloads of audio please go to soundcloud.
    / umsamo-ep2-audio

ความคิดเห็น • 31

  • @lindasibeko133
    @lindasibeko133 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga

  • @similomkhize2584
    @similomkhize2584 4 ปีที่แล้ว +5

    Khabazela Siyathokoza Baba👏🏽👏🏽👏🏽

  • @siyabongaoriginmbele7993
    @siyabongaoriginmbele7993 3 ปีที่แล้ว

    Khabazela Siyabonga Kakhulu ngalolulwazi olujule kangaka futhi abantu abaningi abadideka kulo.

  • @zenzelegirleasydiy6819
    @zenzelegirleasydiy6819 4 ปีที่แล้ว +2

    Makhosi Ndlondlo, ngiyakulalela without fail ngoLwesiThathu oKhozini ukhule njalo Khabazela!!!

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 4 ปีที่แล้ว +3

    👏👏 Khabazela..🙌🙌

  • @nomalovnees9172
    @nomalovnees9172 4 ปีที่แล้ว

    Syabonga Baba ngokusibuysela emasikweni ethu esesiwakhohliwe nesingawazi ngenxa yokuthi abangaphambili abasho lutho ngawo sengzohlezi ngikulalela njalo ngyabona ngizozithola lezimoendulo ekaade ngazifuna, Ngyathokoza👏

  • @temaswatishongwe9078
    @temaswatishongwe9078 4 ปีที่แล้ว +3

    Thokoza Baba🙌🙌🙌

  • @zanelebuthelezi8732
    @zanelebuthelezi8732 3 ปีที่แล้ว

    Mmm umuntu uyafunda la...siyabonga Mkhulu

  • @gracemnguni6828
    @gracemnguni6828 4 ปีที่แล้ว

    Syabonga ngawe baba mina ngisizakele kakhulu

  • @sbahlemhlongo7421
    @sbahlemhlongo7421 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo. Ngenzenjani mangabe ngiphupha umunt ongasekho engipha imali kodwa angasholutho. Mina nguyibale ngiyibale ngibone iningi kakhulu bese ngiybuyselemuva enye ngithathe uR100 owodwa vo

  • @sphamandlampilonhlemdletsh103
    @sphamandlampilonhlemdletsh103 4 ปีที่แล้ว +1

    Ngixolise ukuphoseka lombuzo sengiwubuze kaninganyana kubantu yize ngingakaphenduleki.Ngicela ukubuza ukuthi kuphephe kangakanyani ukuhamba isangoma /inyanga engesiyena umzulu noma uhlobo lwakho? Ngine experience engingayithandanga kodwa engingeke ngiyijaje kodwa eyangithusa kade ngiyohlola kumama womshangane ayi ukuthi wakhuluma ukuganga kodwa wathi methi ukuze izinto zami zilunge wathi angenze into engazikahle ukuthi umndeniwami ngeke uyithokozele

  • @walterngcobo2161
    @walterngcobo2161 2 ปีที่แล้ว

    She is Beautiful 😍😍😍

  • @Bushdoctorism
    @Bushdoctorism 4 ปีที่แล้ว

    Must hear for all black South Africans. Thokoza Mkhulu ngolwazi

    • @mthandenimei1948
      @mthandenimei1948 4 ปีที่แล้ว

      Khabazela thokoza ayi uthinte indaba

  • @bongibongiwe841
    @bongibongiwe841 4 ปีที่แล้ว +2

    Khabazela I missed your voice in radio

    • @UmsamoInstitute
      @UmsamoInstitute  4 ปีที่แล้ว +1

      Well ubaba will be here every Monday. You do not need to miss it any more. Thokoza

  • @makwandemjoli7505
    @makwandemjoli7505 4 ปีที่แล้ว +4

    Enkosi

  • @bonginkosingcobo1196
    @bonginkosingcobo1196 4 ปีที่แล้ว

    Konke kuhle kuyathokozisa impela ...kodwa ke ngibuka ukuthi uhlangothi uBaba alubuka kakhulu elokuthwasa ngaphandle kokubuka impilo nje iyonke nezinselelo ezibhekene nabantu . Yebo kuyaye kukhulunywe impela ngazo kodwa ngibuka ngathi the main focus is at ukuthwasa okwenza sigcine singasakwazi ukubuka ngentokozo ngoba akubona abantu bonke abanezinkinga zokuthwasa. Iscelo ukuthi ngathi ubaba angazibheka nezinye izinkinga nje ezikhona.

  • @goodnesszwane1442
    @goodnesszwane1442 4 ปีที่แล้ว

    THOKOZA GUBHELA SIYABONGA NGENCAZELO NGINGATHOKOZA UMA NGINGACACISELEKA KULENDIMA YOKUZALWA WEMBETHE NALE YEMIMOYA INDAWU UKUTHI KONKE KWENZIWA KANJANI ABALAPHI BETHU BENDABUKO NGIYABONGA

  • @guguzondi3658
    @guguzondi3658 4 ปีที่แล้ว +3

    Ngiyabingelela kubaba uMkhize Mina ngiyazicelela inumber yakhe ngifisa kukhuluma naye mathupha ngixakekile kakhulu empilwen yam from Bukiwe zondi

    • @UmsamoInstitute
      @UmsamoInstitute  4 ปีที่แล้ว

      Thokoza Gugu. Kodwa ubaba usebenzisa u-social media with ne-email emlambomunye@umsamo.org.za ukusiza abantu.

    • @guguzondi3658
      @guguzondi3658 4 ปีที่แล้ว

      @@UmsamoInstitute Ngyabonga ngingazama noma ngajwayele kusebenzisa i mail kodwa ngoba ngiyafuna kuth ngithole isixazululo ngenkinga yam ngizimisele kuth ngigcine ngilutholile usizo

    • @guguzondi3658
      @guguzondi3658 4 ปีที่แล้ว

      Thokoza ake ngith kuyibeka nkinga engibhekene nayo umama wam udlule mhlabeni ngo1997 umama wayeshadile ngaphambi kokuth ahlangane nobaba wami umama wayeshadele kamchunu isibongo ubaba wakho wabe seshona ngezimo kayezichaza ezabakhona wahamba emzini nakuleso sigodi kayeganele kuso

    • @guguzondi3658
      @guguzondi3658 4 ปีที่แล้ว +1

      Emlandwen wakhe ubeyaye athi ekhaya kwabo wayezalwa esthenjin kwabo babhubha kwasala lendlu yakamnakwa kamama wakhe isibongo ungowaka mkhize sehambile -ke kulapho ehlangane khona nobaba wami naye ongasekho futh bahlala efike nantwana bathathu bakha umuzi kwazalwa thina siba bane mina ngowokugcina uthe sedlulile mhlabeni labadala basemshadwen basixosha ekhaya naye ubaba lona osizalayo bathi muzi ngowakubo kwasebenza maphepha omshado kuze kutholakale ndawo . Sahamba sihlala nje kanjalo sathola indawo sakha naye ubaba sesibabili manje banye badlula manje izinto zethu azilungi nhlobo kthiwa siyabangwa kamkhize , Mchunu nakazondi kumele siye komalume khaya bomama lapho kubanzima ngoba kasikwazi nhlobo khona

    • @guguzondi3658
      @guguzondi3658 4 ปีที่แล้ว

      Umama kazange asikhombise khona nobaba esehlezi nomama kukho kwenziwa noma sesizelwe asikhokhelwanga umama sibiza lesibongo sikababa uzondi kthiwa kwakungamele lento iyangidla ngoba namzini kumile sengagana nginabantwana babili bakhulile nabo sebenababo bantwana yonke into ibophile nje kushadeki kmina impilo nje inzima kakhulu

  • @ezileyigwani1429
    @ezileyigwani1429 3 ปีที่แล้ว

    Zinohlonze lezi engizizwayo

  • @awandeanothe5927
    @awandeanothe5927 4 ปีที่แล้ว

    Mkhulu kushoda ulwAzi kubantu bakithi siyabonga ngeqiniso

  • @nokukhanyashange4077
    @nokukhanyashange4077 4 ปีที่แล้ว +2

    Gcwabe

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 3 ปีที่แล้ว

    Umbuzo wami uthi, ngabe wonke umuntu kumele alinde atshelwe, ngabe kumele belinde izwi kumbe isibonakaliso, noma ubona ngokuphelelw imali uphe abantu wena ungazinaki???