Ncese cc wam but I think ukhulile manje usungakwazi ukuzimela, ngalesosikhath myb wawumcane usabiseka kalula even now usengalivula icala Uma esekhona umenzi icala aliboli cc ngyakwazi ukuba umlanjwana into ephuma kuwe abayinaki omalume no mkhulu but unkulunkulu uzokupha isibidi uyibike lento 💔💔💔isibindi sakho nje sokukhuluma lana sitshengisa ukukhula manje akajeze umenzi wobubi
Looking at bab Msweli's face at 17:10 💔... I really hope he gets to debrief/ counselling... And take breaks from these cases... Hopefully he gets someone to be a presenter omsizayo on his breaks.
Isigodi South Africa 🇿🇦 iphethe 9 provinces asibone phela indaba ye bhakede isabalala kuzo zonke izifundazwe,the focus must not only be based in KZN because we all contribute equally without being selective asibonge Nongalo 🕯🤲🏿🕯!.
Baba my name is Maria Mabunda I'm currently unemployed I live in Gauteng Im struggling to pay my bond ngoguzi thoba ngicela uncedo ngoba se ngifakwe emaloyeni angazi ukuthi ngithathe ini ngihlangise nani kodwa kwamanje ngizama uku thengisa impuphu I hamba slow bengicela uncedo ngokuzithoba
I so wish Ngwenya ubusunalo loluhlelo ngo 2004 ngidlwengulwa okwakuthiwa isihlobo somndeni kamama 💔💔😭😭kwathiwa nginganembi ngaze ngasizwa ubabomdala wavula icala wabikelwa abakubomama bamlwisa bamsabisa wacishiswa icala kwaphela kanjalo ngobumina nokuzethemba kwami ngyafisa ngelinye ilanga ngiyikhulume lento ingenzela ukhwantalala nokuzenyeza sometimes😢 okubuhlungu akugcinanga lapho ngatheleleka ngesandulela ngculazi bathula ababomama bambambatha lento ingenza ngibe nesifiso esibi ukuthi one day kudlwengulwe ezabo ngfuna kubona bazombambathan noma kwambambathwa Kimi ngoba ngiwumlanjwane
Cc ngaze ngezwa ubuhlungu mntakamama yaz, engathi ungaphola emoyeni bakithi
Eish 😢
Sorry cc ey kwaze kwabuhlungu imndeni emningi izimbambathile izinto ezikanje💔 ngifisa sengathi ungaythola iclosure
Ncese cc wam but I think ukhulile manje usungakwazi ukuzimela, ngalesosikhath myb wawumcane usabiseka kalula even now usengalivula icala Uma esekhona umenzi icala aliboli cc ngyakwazi ukuba umlanjwana into ephuma kuwe abayinaki omalume no mkhulu but unkulunkulu uzokupha isibidi uyibike lento 💔💔💔isibindi sakho nje sokukhuluma lana sitshengisa ukukhula manje akajeze umenzi wobubi
Sisi ngiyaxoliswa ngobuhlungu odlule kubo. Ngicela ungithinte ku 0725188602, mawungangitholi ungithumelela uwhatsapp.
Yaze yakhuluma kamnandi lensizwa yehembe elimhlophe, ❤️❤️❤️
Waze wakhuluma kamnandi bhuti weshethi elimhlophe❤. Yaze yabuhlungu indaba kagogo 😢 at kunzima emhlabeni
Looking at bab Msweli's face at 17:10 💔... I really hope he gets to debrief/ counselling... And take breaks from these cases... Hopefully he gets someone to be a presenter omsizayo on his breaks.
I believe social workers, shall be part of this foundation bakith. So much counseling is needed to this families
👍 true
'Insizwa ayiqali ngokuthanda intombi. Iqala ngokuthanda odadewabo nabashana bayo'
Uyasebenza Nongalo umsebenzi wakho mfw2 mkhulu kakhulu syabonga kakhulu Msweli ungaphelimandla baba ✊🤜🤛 Ngwenya my Ngwenya
Syabonga kakhulu ngezinhlelo ezakhayo Bab Msweli nethimba lakho. Saze sabuhlungu isenzo esenzeka kumama isilonda safuthi 😥 syabonga nakuwe mfowethu izinkulumo ezinhle ezakhayo nezihlonipha isizwe sonkana 🙏
Wow my Bhutii Waze wakhuluma Kahle onendlebe uzwile Bhutiza sengathi uNkulunkulu angasandisela abantu abafana nawe noBaba nowesizwe♥️🙏♥️💯🙏🙏
Msweli, you are a man of integrity!
Yaaa South Africa has a rape culture that has to be stopped... Yhooo ngaze ngakhala
What a lecture ❤
Unwele olude babu Msweli ngaphandle kwakho ngabe amazing lutho
Baba,Msweli ngfisa unkulunkulu aksingathe.akphephise,kuthi yonke Imzamo yakho ingaphumelela
Uma usuhlukumezeka nasekhaya lapho ekufanele uphephe khona kanti sesizobalekela kuphi!? Waze wanesihluku umnumzane wakulomuzi uyena muntu ekufanele avikele umndeni wakhe kodwa kubukeka engathi unikela ngomndeni wakho emphakathini ayi this is so sad. 😢
BabuMsweli ulethwe inkosi ngathi ingahlale ikugcine njalo ikuphe namandla ngoba ay kuyaqansela 😢😢
U turn...Khona Manjalo! Syabonga Babu Msweli ngokusilethela inqwele esikhulisa ngamazwi obunsizwa.
Amagam aleyansizwa anentshebe✊❤️
Baba wesizwe syabonga ukuba khona kwakho lapho abantu bekwazi ukukutshela ukuhlukumezeka kwabo Kodwa ufika bekhala ufike baba wesizwe Kube khona ukuthula Noxolo ubashiye behleka Baba Syabonga ukuba khona kwakho🙏🙏♥️💯
Oh yabenka lentsizwa madoda ,iyasifundisa 🤝....ubuhlungu lendaba
Phakelumthakathi ngyabonga qhawe 🙌
Insizwa futhi indoda iphelele lomlisa wehembe elimhlophe. He said a mouthful n u can tell his from a warm n respectful family ❤
Sala usubuya Nkosi Jesu. Ivalwe lechapter esikuyo.
😢😢😢 yabuhlungu indaba yamama yakhuluma kamnandi insizwa yehhembe limhlophe nongalo sthembe wena
Baba unkulunkulu akwandisele izinsuku zakho emhlabeni akuncine aze angcine nabazukulu nezizukulwane zakho 🙏
Isibindi onaso Msweli, engathi uMdali engakuvikela nkunzi. Siyabadinga abantu abafana nalo Bhuti wakwa NdabaNdaba.
Aw waze Wabeka kahle umfo echaza ngensizwa🙌
Ubhuti wehembe elimhlophe🙌🙌
Hmm Jehova mninimandla onke ngenelela emindenini yethu ubavuselele unembeza buphi Ubuntu ebantwini💔💔😭
Nongalo for president
Mmm impilo yalomama isengcupheni sengathi ungangenelela nomphakathi wakanongoma
Syabonga baba msweli ngeqaza lakho olibambile ulibambe njalo unkulunkulu akubusise
Ayifakelwe izibuko indaba yabantu besilisa bakwa Nongoma. Ngiqale ngovNdwandwe wakwa Nongomaa ukuzwa ukuth uNdwandwe uyaqonywa kwa Nxumalo ichilo namanyala, nehlazo uNxumalo uNdwandwe, Masuku yinto eyodwa akulokothani!?
Saze sehliswa isthunzi sendawo enkulu ehlonishwa kangaka, buphi Ubuntu kubantu, uphi unembeza💔
wow Phakelumthakathi wethu amahle amagama, wasipha umphako nathi esizowdlulisela kuba newthu nabakhapheyana esibabhekile
Nkosiyami😭😭😭😭😭😭😭😭yoooooooo.
Uyabona mnewethu udodile uqedile ungethole, wangibuyisela emuva mawuchaza insizwa, Cha ngizwile mina wethu futhi ngyafisa sengathi ungakhulisa izinsizwa eziningi
Mmmm ai ngyalkvuma mfwethu we white shirt,udodile ngbongela isisu esakuzalayo
Impela syabadinga abantu abanjengawe uNkulunkulu akikhulise njalo
Waze wakhuluma bhuti yoooo ngathi bangezwa benzene okufanele njengentsizwa , inkulumo yakho iyangithinta kakhulu uma ukhuluma ngobuntsizwa.
Baba Nkwanyana sethemb nini Zikode 🙌
Wakhuluma kamnandi lobhuti weskibha esimhlophe
Isigodi South Africa 🇿🇦 iphethe 9 provinces asibone phela indaba ye bhakede isabalala kuzo zonke izifundazwe,the focus must not only be based in KZN because we all contribute equally without being selective asibonge Nongalo 🕯🤲🏿🕯!.
Kwaze kwanzima e south Africa
Mmmmm ngiyayiqala into enjena yaze yabuhlungu into enjena eyenzeka kuMama🥺🥺🥺🥺
Syabonga Baba
Sengikuzwe konke cha uyakwazi bhuti ukubeka indaba uhlala emhlolweni
Siyabonga kakhulu bhuti msweli nawe mama
Zikode wawuvele uneqiniso ngiyakwazi siyabonga Makhanda ukulekelela umndeni.
Konakele kulelizwe lakithi ngenelela Jehovah😭😭
Hauuu Kodwa kwa Nongoma kangaka pho abantu Abesifazane benzeni😭😭😭😭😭😭
Mina Nongalo ngingavele ngikhale nginezinyembezi eziseduze 😭😭😭
Syabonga babumsweli indlela oweza ngayo eS.A inkosi isigcinile wena sibaningi sinkinga emndenini asazi senzenjani
Wazewabeshluku lobaba kuyasho ukuthi wabanjelwa kamshelanga lomama..iphi eyakhe intombi ayezelele yona..kuyasho wayeyisgwadi isono nje uzabulale umntanakhe ngokumshisa ...kaboshwe lobaba azafelejele bakwethu😢
UNKULUNKULU ekhuphe amandla nobuhlakani baba Msweli ngoba kuyacaca konakele emakhaya ziningi lezizinto ukuthi zifihliwe
Mmmmmh waze wakhuluma kaMnandi bhut ka white shirt,,,,, uyiNdoda emaDoden bhut wami🤔❤️👌 Baningi abantu beSlisa abangazi how to love a women
Kuzolunga mhla kwabuya isigwebo sentambo
Angikaze ngacabanga ukubulala kodwa ngiwulowomfana ngabe sengabulala ngaphindelela kuhlukunyezwa Umama 💔🙁
Siyabadonga abantu abafana nani emphakathini wethu.
Yei yyasebenza ubaba uMsweli uyadinga ukubuyayokwelashwa ngokwenqondo (counseling) ngezigigaba ezahlukahlukene azizwayo ezibhlungu kangaka bafethu😢
Kwaze kwandzima. Emhla beniesiphila kuwo
Uban lombhemu👏
Aybo JESU 😲!!!😢
Siyamudinga loBhuti ehembe elimhlophe kwi men's conference
Eish kwaze kwabhlungi
Lento yokungenwa ayikaz yaba yinhle ugogo wam 86 yeaes yoday if eke wakhuluma ngalento uokungenwa ephoqiwe uvele ashitshe aze athi fise ngath engafa mefika ngale icala lokuqala afune lithethwe elendoda eyamngenayo kuth why yamhlukumeza kanje
Imzalisa ingane ingazondli
Ingafun ingane zakhe ziye eskolen
Ifuna kudla ngenkan while ingathengi kudla
Yayimshaya umbukanisa nomphakay unengoz enzina emzinben
Ngthhka ngaze ngoma if ngthola kuth owam gogo wayeyisidakwa njengoba kwenzeka nje kulomama
Umesho uthi kungenxa yosiz wayebhekene nalo
Wangena kulokhu engafun engathandi
Kodwa ngokucabangels mpilo yakhe kwamele avume eyalelwe umamezala wakhe ukut akavune ngoba mengavum uzombulala lo weslisa
Lo mama utshwala ubuphuziswa ukuthukwa atshelwe ukut uwumfaz wongeno akanamsebenz walutho
Kuke kube buhlunguke mujikelwe nayingane zakho
Kodwa kuba worse okwalo mama mejikelwa abazukulu ngona yibo okumele ngbe bame naye kuyo uonke lento
Kunzima ukuth ungadlengulwa ulale wedwa unabazukulu
Kodwa ekugcinen bayomkhumbula kuneskhat esizayo
Ngaze ngamthanda lomama
Baba Msweli uthwele baba very sad story akaboshwe bulala buntu bengane
I'm ashamed to even say ngibuya kwaNongoma.Amahlazo enzeka khona,amanyundululu imindeni ehlala phezu kwawo.Ewu kunzima!
Min cc ngikhulw lungafakw ngiz ngthinsebafa ababeqondis ngingo wakhona nam cha sebelidindil ihlan lokuhlukumez Kwa NONGOMA😢😢
Siyabonga bhuti wehembe elimhlophe mahle amazwi akho 🙏
😢 this is painful
Amakhosi athule athini ngezigemegeme ezingaka kwaNongoma
Zabuhlungu izindaba zakulelikhaya💔💔💔
Kodwa silwane sini lesi esesingenile 😭😭😭😭
😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢yhoooooooooo hayi bo
Akushaywe lobaba kuqala besekuyiwa kwisgila mkhuba kodwa nongoma yin bakith😢
Ngyakuvumela Sthuli ai maaaaan ndodani yona le nx
Yaz kwayolomama shuth unayo inhliziyo ende yokubekezela
Saze saphoxeka kwaMandlakazi
Cha iyanyanyisa lento uzobaqedq lo doti Lezinganew nazo zifihlelani. Inkinga le.💔💔
Baba my name is Maria Mabunda I'm currently unemployed I live in Gauteng Im struggling to pay my bond ngoguzi thoba ngicela uncedo ngoba se ngifakwe emaloyeni angazi ukuthi ngithathe ini ngihlangise nani kodwa kwamanje ngizama uku thengisa impuphu I hamba slow bengicela uncedo ngokuzithoba
Kwanzima kulomama
Mmhmhmh yaze yabuhllungu lento engiyizwayo namhlanje💔💔💔
Nkosi yami umamawabantu edlwenvulwa hawuuuu abantu sebenosathane imoela
Yini ehlula ukuthi umphakathi or amadoda endawo abize lobaba ayiswe enduneni, luqulwe udaba? Ay ezinye izinto sizithathela kude ngisho isdingo singekho😢. Waze wahlukumezeka lomama yeyi
💔
Nkosyam
Kuyadlalwa ngabantu
Yo ugogo Bandla hay ibhlungu nkos
Lento ayisadinge mndeni ngamunye is ifuna umphakath ubambane kubhekwane nabenzi bobubi
Enye into exova izwe nkosyami wukukhulela elokishini,wukukhulela ekhaya eliphukile lapho kungekho khona iynsizwa,amadoda,abo baba,sesaphila ngalo doti we democracy oxova izwe.
Babu Msweli ngiyafisa ukukhuluma nawe ngelinye ilanga. Mina ngithanda ukuthi wena uyakwazi ukulalela umuntu awufani nemindeni yethu.
Kodwa into yakwaNongoma nami Nongalo ngivumelana nawe iyenyanyisa impela kusho ukuthi yonke imizi inezinto ezimbi zonke ....uNkulunkulu akukhulise kakhulu ume njalo
Kanty iskebhe kanangoma asikhoyni 😢
Mmmmmm inzima le kungenzeka utshwala ukuphuze ngokuhlukumezeka
South africa is in a big messy
Uyakhokhelwa lobhuti mabenze okubi
Msweli inkulu😢 indaba kwanongoma nginesfiso sokuthi kube nohlelo oluzo luleka abafana bendawo bebe nohlelo lokukhuluma nabafana bendawo Ibuhlungu lento eyenzeka endaweni yakithi
Kwaze kwanzima bakwethu sizani bo safa singabantu besifazana inzima eyalobaba makaye ejele pls unesihlungu esbi💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔
Makhanda siyabonga Zikode phatha isizwe seNkosi ngesizotha ngoba uzothile .
Wakhulum lo bhuti ey
Ngibingelele ngithi abaphephise abazwe ubuhlungu ngicela ongangisiza angixhumanise noBabu Msweli ngyacela nginezinkinga engicabangukuthi angangisiza ngikhathele ukuthula nalobubuhlungu engibuzwayo
Ungangithinta ku 0725188602
Kunezilwane zabantu kuleyondawo owami ugogo bambulala umebeqeda kumudlwengula
Ngiyaphoxeka ngendawo yakwaNongoma ngoba yindawo wamaKhosi lawaya, athule athini kwenzeka izinto ezinje endaweni? Ngyawa blame nawo kakhulu
We kukhonlhwakele kulezindawo zamakhosi kuyahlukunywezwana bebondwa kuthuleke
Inkosi kuninke amandla baba msweli lakulomdeni angathi kungaba lokuthula
I fear Nongoma men izinga loku hlukumeza is very high..
Likhulu kakhulu akukhulunywa kuyathulwa
Mmm kwazekwanzim ezweni sakhhile singabantu besmame eyy salusubuya msindisi syakudinga makunje sithembe Obani masilahlwa ngesibashadile uye okmele avikile ikwakhe mmm
Kodwa Nongoma ei
Cha ubhuti wakho sisi uyaganga
Kodwa kwenzenjani emhlabeni😢