6:43 😮 will she drop the boom 😮 angayenzi lonto 🙆 7:10 😮 pregnant pho muntu wasemzini is going to be father 7:27 😮 the brother just admit enganeni engazi nokuthi ekabani 😂😂 ngoba futhi amathekeni 😢. 10:52 mmm,👌🏾 11:17 😮 leli oledi 🙆 17:15 I hope she doesn't say esikabani😮 17:23 damn 😅 wasisho 18:36 yavuka umbhekazane indoda 😂😅 yesses keep the good work guys 👌🏾🔥
😂😂😂😂i am team Nkhondzaphi nkosyami ngyamthanda u sugar mama❤
🤗🤗🤗muhle kakhulu lomsebenzi wenu awuqhubeke uyephambili sukaaaaaaaaaaa ukuneseka ngeke siyeke ngoba ukwenza kwenu umsebenzi ninikela ngakho konke ukuze uphumelele
Muntu wasemzin muhle umsebenz kade ngawulandela...Mina ngzithande uKhonzaphi yooh ngazkhipha zonke zomkhwe❤❤❤
Awuuhh good to see you guys Sugar Maa, Sakho, Mdu... Good drama bafethu...JHB - Benoni likes you .niyafundisa mphela
Well done ngane zakwethu yinhle into eniyenzayo❤❤❤👏👏👏
😂😂😂😂😂😂 anizeboo umnandi msebenzi wenu
Hhay! Cha muhle umsebenzi wen bafe2,syabonga.❤
Mtuwasemnzin uyinsizwa... Dankooo 😅😅😅😅from KwaNongoma
Ukwazile ukukhetha abalingisi nsizwa badlale kahle bonke❤
Sbonge ❤
Sugar Mommy awuqhubeke bhuti uMzoh ungawuyeki ngyakucela mina🤞🙏🙌🙌☺️. And this time uyenze yaba yinde kahle le movie
Syabonga bafwethu ngalo part5 ayqhubeke kodwa simnandi lestory
😂😂😂 haibo bavele bachitheka sebgayiwe, ingane eka Mzo😂
Ngiyamthand nam cc Khonzaphi❤🤦♂️❤
Much love from malawi 🇲🇼 guys nice movis
Wamnandi umdlalo qhubekani njalo inhle into yenu inikeza umdlandla hay cha ninekhono nje nonke❤❤❤❤
Ave limnandzi liphimbo lakho Khonzaphi.
Muhle umsebenti wenu bantfwabakitsi.
Watching U from Swaziland.
Zaphuma indaba 😅😅😅
Kunjalo kwamhlaba koke okufihliwe kuyovele 😅😅
I like episodes of this sugar mama story,may you guys make it continue🙏 excellent job
Yayinhle into Bafwe2❤❤👏👏🙏🙏.
Hey sugar mama woza lah 😂😂😂
Yinhle lentoyenuu niqhubeke nisenzel okuhle nathi sonilandela njaloo❤❤❤
Umhle kodwa Sugar mama🥰🥰
siyabonga bo. asiyen phambili sizoneseka sikhona
Muhle kakhulu umsebenzi.Suger mom we love you
Mzo bru wami you are talented with the rest of the crew❤❤❤
Muhle sugar mama bakithi 😍 I love you
Khonzaphi I good actress buka
Wow this is very good and the acting is perfect
Mzo yini engakhulumanga uPara 😢😢
hhay nisebenze kakhul la, nibuye no season 2 maduze slindile🙌🙌🙌
Keep it up guys. You're the Best. Season 2!!!! We are ready
uKhonzaphi uThandaphi ngyamthanda bakithi 😢❤
We sakho uqendeni ngempela muthi ingane akusiyo eyenkushela
❤❤❤❤❤ ibambe ngakho babhemu🎉
Kwashaaaaaa 😂😂😂 lisebenzile icebo labo kodwa sekubuhlungu komunye
😂😂😂 siyabonga bafethu iziphiwo ziyavela ke manje
Xolisile Sibisi omuhle ❤❤❤
Awww mantombazane kodua 🤣🤣🤣🤣esebonge ngisho ithuba haii madoda bo cc niyinkinga kodua
6:43 😮 will she drop the boom 😮 angayenzi lonto 🙆 7:10 😮 pregnant pho muntu wasemzini is going to be father 7:27 😮 the brother just admit enganeni engazi nokuthi ekabani 😂😂 ngoba futhi amathekeni 😢. 10:52 mmm,👌🏾 11:17 😮 leli oledi 🙆 17:15 I hope she doesn't say esikabani😮 17:23 damn 😅 wasisho 18:36 yavuka umbhekazane indoda 😂😅 yesses keep the good work guys 👌🏾🔥
😂😂😂awu nkosi yam ngo Ndu 😂😂🤣🤣🤣🤣😭😭uzoqina boy🤣🤣🤣
Excellent Job guys, very educational especially to us who are not exposed to some cultural practices...can't wait for season 2.😉😊watching from eJozi
Ayi niyidlalile baft ngiyawuthanda lomdlalo Mzoe uvuthiwe sbali kuyabonakala ukuthi uphekwe enqweleni nkabi kodwa ngibonga uPhara uyena odlale indima enkulu kuwe 😂😂😂😂😂
Umfana useze wagiya ethi usewubaba kodwa sibonga iqiniso😂😂
siyanithanda kakhulu please plz produce more videos for us
You guys are awesome and that's all I can say ❤❤
Guys Ave nginithanda kakhul ,ngithi nje umsebenzi omuhle awuqhubeke❤🤝
Wow syabonga bafethu siyacela u season 2 wow angisakhon nokulinda 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂aveh niyasijabulisa yaz bafethu ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ I love you all guys 🙏🫂
Angihlaba lamagama "La okukhona khona isidumbu kubonakala ngamanqe" Lwamnandi ulimi 😊Sbonge bafethu umsebenzi muhle mawuqhubeke
Manje usuwubaba manje Mzoh.. Sewungu mnumzane wakhona lapha emzini ka Khonzaphi
😂😂😂😂
Muhle muhle muhle umsebenzi guyz,ay ngyafisa ukuba namazwi njengo MZOH
😂ngyakusabawela Suga Mama😂😂
Sakho impisi ngeke yhoo 😂😂
Ayiqhubeke vele irelationship yakho sis Khonzaphi ngeke uzo gilwa uSakho😂🎉🎉
Thanks bhuti uMzoh😅😅😅. Wayidla ingane yendodana yakho🤣🤣🤣🤣🤣. Mara Phara nawe usile yazi😂🎉
😂😂 mission NOT accomplished sugar mama keep up shinning you are beyond measures 🥳❤🙌
Good work bantwana....keep up a good work...watching from PMB❤❤🎉🎉🎉
muhlek kodua loSugar aningiphe nami nkocyam 🥲🥲😋
Ngyamthanda mina sugar mama❤❤
WeMzo angazi nomangizwe kabi ini oydlalile kule series Waze wathula uphunyukile Bhuti😂😂
"Lenkwishela ephuma la ". Nayo iyalaz icebox letho🤣🤣🤣🤣🤣"
Into engiyithukile sengbona u "The end" kodwa ehla amaphaphu uma ngizwa elokuthi u season 2 uzoba khona 🙏🙏🙏😂 siyabonga 🙏🔥🔥
Syabuya❤
@@ndumisoqwabe574 🙏🙏
😂😂😂😂😂" umuntu ugilekile"
WeNdu awhlabe kabili kathathu lapho.... 😅😅😅😅😅Iyasho nengoma , (USAKHOOO.... UNGENZUUU MUNTUUU , awusukanini madoda 😅😅😅😅😅
Muhle umsebenzi 👏👏👏
ngiyaya eboxer yasolundi ngifuna losugermama😂
Mina ke sengivele ngathatheka kuSugar Mama Waze wamuhle uKhonzaphi🙆🏾♂️
Sugar mama ❤❤❤❤❤❤❤❤
WeSakho ndoda yazi bese ngithi nje ewu nami ngingawuthola uchance indlela engikuthanda nagyo shwele
Chubeka mzo NgiseSwatini ngilalele
Ngikubuka ngilaa e Johannesburg we Mzoh kabi yami
😂😂😂nawe wena ozenza ubaba
Kade salinda ❤🔥
Usuwubaba umubiza kanje uNdu😹😹😹😹
Mayikhale mzo 😂😂😂
Wemzo wena sbumbu seqhude buyisa phela part 2 ntwana nokhonzaphi boy
😂😂😂umquba awuuuuuuu
Iyashisaaaaaaaaaaaaa sugar mum ❤
Awu Bhovungane , Mahlase
Syabonga guys kakhul❤
Ai umlilo wodwa 🔥🔥🔥🔥
Kodwa isiZulu niyasifundisa yize sisikhuluma mihla lo😊
Sesilinde season 2 manje ❤
Manje mzoh usuzenza ubaba kandumiso manje ekubeni wachamela intombi yakhe uyadelela mzoh mfana ngeke
Mbedumehlwana😮
😂😂😂 Yase iyashuba
uphi uPhara manje sfuna ukuzwa yena njengomngani omkhulu oyingqwele
"Lenkushela" 😅😅 qhubek webafo nalomsebenz siyawuthand
"Yewena" umsabiselan uNdu 😂😂😂😂
Admin wey'ngqwele😂
😂😂😂 I can't wait for season 2 you're doing a great job guys keep on pushing
Shiya number yakho phela sisi khonzaphi ngykuthanda mf2 ngigcwele ngawe
Sugar Mama❤
Le kushela ephuma lana iyalazi lonke iqiniso😂😂😂😂.
Kkkkkkk yaaah neh yinsinda badala leyi
Aii muhle kodwa u suger mama wam
Bhovungane 🎉Bisi olo black n white 😂NGISALINDEL UKUKUBONA FUTHI PART 2❤
Sibonge bafe2 umsebenzi wenu
Ey inhle lentombi yakwaSbisi
Ngiqedwe yile part 🤣🤣🤣 18:39
siyanithanda qhubekani Unkulunkulu anandisele
Awuze phel u season 2 plz
Nikhuluma kamndi ngaze nganithanda sicela u season 2