Ukhozi FM TV: Ingxoxo ekhethekile no Mbuso Khoza
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 9 ก.พ. 2025
- Ingxoxo ekhethekile no Mbuso Khoza.
Inyanga yamagugu siyivale ngokumema osolwazi abahlukahlukene ukuba bezosifundisa kabanzi ngolwimi lesiZulu.
Sithi #YaziUlimiLwakho noMbuso Khoza osifundisa kabanzi ngamahhubo ngokuhlukahlukana kwawo, zigqaje ngolimi lwakho.
#UkhoziFM #UkhoziFMTV #MbusoKhoza
This guy is a treasure. Let us protect him.
uMkhathini akazikhulumeli... Kukhona abakhuluma ngaye! Uyambona ukuthi ekekho la, ukwelinye ilizwe uma ekhuluma!
Ufanelwe ukubizwa ngoMprofethi Mbuso Khoza!
Siyabonga Msuthu ngokuzinikela nokuvuma kwakho ukusetshenziswa amakhos' akwaZulu.
Danko big brother asibonge azibuye emasosweni bhuti ondala ❤💯👏👌
Lobhuti u brilliant!!!
I salute you Mkhathini
Syabonga babu Khoza ngokusiklezisa kogwansile ulwazi lwakho ngomlando nangamasiko syathokoza siyisizwe esmpisholo
Kwavuka Umhlwenga
so iconic
Bengithi ngiyazazi futhi ngiyazi. Kodwa emva kokulalela lensizwa, hhay kuyacaca ukuthi kusasekuseni kakhulu la Kim. Siyabonga mfwethu 👏🏽🙌🏽
Same here bro
ngiyaqala ukulalela into esile kusocial media .. more credits to Mr.M,Khoza
Sbonge... More of this knowledge please
Wow siyabonga mfoka Khoza
Wow❤
Siyathokoza ngezimfundiso zomdabu 🙏🏾
Bab' Khoza! 👏😤🔥🔥🔥
This guy is good
Ngiyaziqhayisa ngesintu Sami nokuba uMzulu nokwazi ukuthi ngingubani ngiyaphi 😂😂😂
Uligagu baba ngyakvuma yazi nghlekangedwa la
Great guy Mbuso Khoza😊❤❤❤😂
Sbonge 🙌🏾
Waze wangibusisa Mfowethu
Ngilalele e England
❤❤❤❤🎉
LAYIVUMISA BO! LELIKHEHLA HA!!
Akalona IKHEHLA lomuntu ukuthi uhlaselwe impunga
😢proud to b Zwide
Hayi siyabadinga abantu abafana nawe
We need Mkhulu Nsingiza and Mbuso Khoza Collison
Eyi muntu uyafunda ngesintu sakhe okunye sakufica kepha singaqondi Siyabonga ukukwabelwa kulelifa nathi sesofundisa abezayo
Kujuliwe lapha. Akudlalwa nezingane!
Donda as in Kanye west Donda? 😅
Gadla bethithiza sengyabona uncela kuphi
Webaba Mina ngcela uhloniphe umsebenzi kankulunkulu uyeke ukuthatha izihlabelelo uzicule nomshunqisi
Azibuye impela emasisweni kodwa yeka ukwehlisa inkolo yethu isthunzi baba uthatha ingoma kajehova uyoyicula noDladla yini lento oyenzile