Hi mfowethu uyi qhawe phuma ku lento umuhle bhuti for lomakgosha wentombazana sengathi ungaba yisbonelo esihle nakubo bonke abantu besilisa nalesifo bekazitshele ukuthi ukufakela sona unkulunkulu emuhle wakusindisa ngibhlungu ngale ngane ayisukele nge gciwane isizulu sthi ili kakade lomuntu alishintshi yingulube Lena akusi umfazi phephisa bhuti uzomthola umaqondana wakho lezinto bekaku fake zona azisa sebenzi I salute you my brother
Into engiyaziyo mina if udlale ngomuntu ziyabuya izinduku and wona ka 100 times kodwa wena zibuya ngosuku olulodwa kube sengathi usuku olulodwa luphenduka million times
Well I take no offense kummbono wakho...so ngicela ungichazele ukuthi ngonephi kusosonke lesimo engidlula kuso futhi ngingalilungisa kanjani iphutha lami uma likhona engilenzile?
amadoda athwele kanzima, sesithembe wena Mkhwanazi ukuth uvule inhlangano yamadoda ngoba akanakiwe
Banesibindi osisi not bonke niyakhona ukuyiSAKAZA ilokhunja.....uzazi ukuthi uPreg but still uvulela enye indoda imilenze ihlazo🤔
Uyindoda bafo salute indlela zakho zimhlophe
Ngempela sidinga abadoda anje empilweni
Ngiyaxolisa bafethu uk'hleka🙈🙈
"Wam'petulela"😂😂😂🤣🤣🤣🤣
Ngathi usenkantolo uyibeka ngembaba😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂 no Mkhwanazi uvele wanezezela naye
@@glenngwenya1084😅😅😅😅ubuza nqo
Kunjalo mfwethu
Khululeka mfwethu kuyahlekwa noma kufiwe
I commend you my brother, you really matured and good hearted as well, your actions shows a very good character in you
Cha ngempela bayasho ukuthi:amathanga ahlanzela abangenamabhodwe. Mfwethu mina ngithi ngoba senize nahlukana akubenjalo for good ngoba Lo uzokufaka ejele noma ufe ushiye izingane zakho ngodoti.Phuma nje uJehova uzokupha owakho ngelinye ilanga.Siyabadinga Abantu besilisa ananjengawe❤❤
Kodwa lensizwa edlala umgulukudu weskhawundana esikhohlakele kangaka bekutheni kahlekahle ukudlisile ukuze akutalabhe I stuff ekwenza umkhovu wakhe.kwaze kwanzima.😢😢
Izifebe ave zinenhlanhla yomendo😢😢
Iqiniso lelo zinolimi futhi
Ei sis, ungalisho ulophinde lelo... ingan zisebenzis imithi
Amajodo awela abangelaMbiza such a wonderful man or shame. BAFAZI HAYI BOOOO
Mfowethu siyakubongela ngesineke onaso , uyobongwa emazulwini kodwa kwenziwa yini umuntu olungile atholane nosathane inkosi izokusiza siyabonga Ndonga ngomsebenzi omuhle
Kuyajabulisa ukubona some of amadoda ephumela obala👑🔥👌
Way'petula Mdu
Bro thola omunye umfazi leso yisfebe nje sidlala ngawe ,
Uyindoda emadodeni unkulunkulu wadala umuntu kuwena mfoka baba ngibonga ukuba mnene kwakho ngoba ukube ngomunye umuntu oweziwa lezinto ozibalayo lapha ngabe kudala kwafa umuntu engathi angaba maningi amadoda afana nawe inkosi ikubusise ube nempilo ende ngiybong
Dlakadla mfwethu kubalulekile ukukhula unomthambo ka NO okukhuzayo uma ucabanga ukwenza okubi komunye...so nje nam ngisizwa yilokho
Siyabonga mfo ka shamase ,sibonge no bhuti lapho ngathi inkosi ingamsiza
What a good guy😊 angazi kwenziwa yini kuvele kungaqondani engath ungathola omunye umuntu ozokuthanda ngokweqiniso
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣xoleleni mpetulele
Thina madoda kahlekahle sasingadalelwe kuthanda ngempela lomfo wabanothando kakhulu nokukhathalela umuntu wakhe nokumethemba 😢😢😢
Chaaa kodwa nawe Mbomvu ulunge kakhulu yoooh kube useduze nami bengizokuphalazisa
Mfwethu ngingalujabulela usizo lwakho nakuba sengike ngaphakaza kodwa impinda ngingayijabulela
@@WhatOnMzansi Phephisa mfowethu kabuhlungu I understand you , phephisa msholozi.amandla ndoda wapheli,
Yamukela u Yesu nje ngomasibdisi
Waze walunga shame bhuti u Jehova akukhumbule
Siyabonga ukuthi isiphetho sendaba asifundanga ngaso ku- Mandla Chris.
Kwazekwalikhuni emhlabeni kukhona Abantu abadinga ukushaywa idlozi lomuntu wesmame ngumkhangqala uqobo lwakhe intoyokufa nje bhutiwami unesbindi omunye umuntu ngabe kufiwe bazokuphendulela abakini😭
Siyabadinga abantu besilisa aba Soo romantic njengawe thina anye sinempatho kodwa uthsndo asilutholi askie bhuti 😢phuma kuloyo muntu
Lendoda isebunzimeni uyabona nje ukuthi kuningi edlule kukho ngexa yesidwedwe asingazazi sifunani sasingaveli ngani sihambe sihlale nomphelo ekuthwaseni mbumbulu siyahamba siyolanda ukufa maqende siyathula, Ayi amathanga ahlanzela abangenabhodwe
Hawu! UmfokaNgubane phela 🙏
Yanga unkulunkulu angayisiza lendoda yangempela Jehova❤
Ave elungile xem ubhuti wabantu
Siyabonga ndoda uqine bafo kodwa bathi uthando aluboni vukani wemandoda busani ukubanothando olungaboni sekunzima manje kulomhlaba ifebe ziyasilimaza 🙏🙏
Hlomuka🙌🎉🎉
@NompumeleloNgidi-t9l uyaphila Cc ??
@@HopewellNgidi-r3y ngyaphila bafo
Watching from Estcourt sawubona bhuti uMdu
Ai syabonga mfwethu noma kungeyona eyakho ingane kodwa sibonga ukukhulisa umtwana futhi bathande labantwana
Shiya loyomhlola ngikhona mina ngizokuphatha kahle 😢
Ohh hhe mtanomuntu angikuthembiso ngoba ngilimele
😂😂😂😂
@ameliasmommyshazi7585 🤣🤣ngampela siwadinga Kabi amadoda bona badlala ngawo
@@WhatOnMzansi ngicelu kukupholisa bandla😭
@@WhatOnMzansi ngiyacela 😭
Waze wazotha bhuti 🥰🥰💕
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe xm izinto axiwomdani
Hi mfowethu uyi qhawe phuma ku lento umuhle bhuti for lomakgosha wentombazana sengathi ungaba yisbonelo esihle nakubo bonke abantu besilisa nalesifo bekazitshele ukuthi ukufakela sona unkulunkulu emuhle wakusindisa ngibhlungu ngale ngane ayisukele nge gciwane isizulu sthi ili kakade lomuntu alishintshi yingulube Lena akusi umfazi phephisa bhuti uzomthola umaqondana wakho lezinto bekaku fake zona azisa sebenzi I salute you my brother
Ngi happy kakhulu ngezinqumo zalendoda kodwa lesi sokuqhubeka nomjolo nokungabaza kwakhe ukuhlukana nalo sisi angineme ngaso. Asikho phela esinye isizathu asidingayo manje ukuthi ayeke lentombazane
Into engekho angikwazi ukuyincoma,,noma engabe ufuna ubambo akumele uzishaye ezindongeni,idlozi layakupha uma sekufike isikhathi,,ubona mina ngizihlalele ngedwa nami ngagilwa,,kodw okusalayo ngiyasebenza,,ngisazishayisa ngomoya,,
Waw'thandana nomaligaju bafo😳😳😳umgulukudu uqobo🙌🙌😢😢
Usho kanje bafo
Cha uyindoda ehlakaniphile nenobuhlakani ngokufisela impilo eryt umthole umuntu ozokuthanfa akuhloniphe uyindoda eryt kakhulu mfethu
Waze wanebhadi ubhuti wabantu. Ngilokhe ngibabazile, kukhohlakele umfazi, kukhohlakele noMkhwekazi aibo!!! Sengathi ungathola usizo bhuti ngokwesintu nangokomqondo, aibo!!! Yaze yabuhlungu nhliziyo yam, ncese.
UMa futhi lensizwa iziphindiselela ngamandla ayo, ogilonki bayoklewula ibhadi la eynkundleni angithi 😮
Into engiyaziyo mina if udlale ngomuntu ziyabuya izinduku and wona ka 100 times kodwa wena zibuya ngosuku olulodwa kube sengathi usuku olulodwa luphenduka million times
Ungabuyeli lapha please ngoba kuyoba ukufa kwakho
Mina ngithi phuma lapho kumakhosi 😅 ngizoza lapho kwa Mbovu ngizovusa umuzi vele umkhaya
😅😅 Pretty sufuna ukushaya omunye ngestina
Kodwa Pretty we skeem sami ❤😂😂😂
Thatha Pretty Thatha
Ntokazi angikuthembisi lutho okwamanje ngoba ngilimele
Akuyena owakho bhut unkulunkulu uzokupha owakho myeke selikhuluphele ijuba liyeke bayolicutha phambili
😊
Ngithemba kanjalo
Ayibo! Umuntu akazihambeli ukuya kothwasa idlozi likuthatha lona likuyise kugobela ozokuthwasisa.
Waze wayindoda emadodeni i wonder labosathane inhlanhla angaka bayithathaphi, naloyomamazala iskhohlakali somfazi uzokuvuna akutshalile ngalengane yakhe.
Phuma enjeni wendoda kungenjalo uzofa n ulunge kakhulu uphinde uyokhipha nedliso
Ay ibuhlungu indaba kabhuti abantu besifazane abanye bakhohlakele ngempela ubona bebulawa nje basuke bengasukelwa noma kukubi impela ukubulala kodwa ubhuti engathi ungamthola umuntu ozokuthanda kodwa khona bekusho kuthi ikhona into abenza ngayo kuthi uthobele nkonke ukukhohlakala khona kuyazicacela ukuthi khona into ayisebenzisayo uzomthola ongezofana nalesi khohlakali ucele nje emsamo ngoba isiko uyalenza uye nje emsamo ucela izinyanya zakho kuthi zikunike umfazi uchaze kuthi ufuna onjani
Waze wazlungela lobhuti 😢
In today's world if you are going to twasa u bring your own furniture.
why lensizwa izithwesa imithwalo engaka engahlanagene nayo.......and lomuntu wesifazane akanendaba nalobhuti
Kodwa mantombazane ayingozi bafana qaphelani😢🤞
Yoo eyi abanyo cc benza singathembeki kubantu beslisa 😢
The way othile ngakhona bhuti aish.kbhlungu nomkwekazi wakho haaaaa zyakhala
Run for your life mfowethu uzogcina ufile phuma kulomuntu wesifazane futhi kungenzeka ukuthi zonke lezingane akuzona ezakho.
sulute bhuti ❤
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe
Yazi ukulunga kakhulu muyindoda kuwrong ngiyakutshela mina
Bhuti uyindoda inkosi ikubusise qubeka ngehliziyo yakho
Lapho anginaBaba kodwa kunoBaba abadlala omama ngakoluhlobo😢😢😢😢😢
Cha mjitha unesdina ngobunoko nje. Awukwazi nje ukuba isidididi kanje. Uqonywe usumdala yin? Or awuzi mixed namajitha? Wallala kanje?
Bamugqishe umuthi
Well I take no offense kummbono wakho...so ngicela ungichazele ukuthi ngonephi kusosonke lesimo engidlula kuso futhi ngingalilungisa kanjani iphutha lami uma likhona engilenzile?
😢😢@@WhatOnMzansi
Syabonga baba 2leleni
Uzoba nenhlannhla umuntu wesifazane uzothola lobhuti unehliziyo enhle❤
Nam ngyamfuna ngeke
😂😂😂😂😂😂😂@@Thembekile-i2n
@@Thembekile-i2n 😅😅
Kodwa Inkinga usasithemba yini isifazane, ugowile lomuntu
@@zamambhele242😂😂😂😂😂😂
Yey ifebe zize ziphuphe amadlozi akweminye imizi🤔
Mhlonishwa amgitholakalanga ukuphawula
Ukhohlisiwe mfethu.Uthando lwenza inganoni lutho😢
😂😂ngyaxolisa ukuhleka, ukut lomfana ulunge kakhulu, awuthi kengizwe kahle
Yoo lo bhuti muhle Yaz unomoya ophansi iqiniso amathanga ahlanzela abangena mabhodwe
Sikhulume nge GBV.... sikhulume ngeDliso at the same time ngoba...baphelile abafwethu 😢.
amanga alosisi ay unawo bo ngyamvuma uyakwazi ukuwakhanda
Kwali yeNkosi Ndonga fanel ukuth liyasinda ikhanda izinking zabantu😢
Heei wawuhlangane nomkhunkulu, wesigilamkhuba sonondindwa isidwedwe uqobo lwaso.. Inja enamanga ulwabishi, Phephisa mntakababa, ngiyathemba kuzolunga ngelunye ilanga, lento enjena iyibhadi nje amanzi amnyama...
Kwaze kwaba buhlungu....
Windoda bafo 🙌 kuningi engkfundile kuwena ikhulise ingane.
Mina angiyipetuli angiyishuthi angiyisend futhi Mr Mbovu😢😢😢😢
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😅
Bhuti Mdu I always get your jokes. Esami isfuba sigcwele imonster. Kuhlekwa noma kufiwe😅
Ngicela inumber yomuntu owakuphalazisa bhuti
Uyaludinga usizo ubhuti makaqhubeke nempilo azinakekele uzomthola umuntu ozomthanda
Ipetuliwe mhlonishwa yhoo 😮
Ubhuti oright kanje nkosyam udlala isgebengu 😢
Mf2 mawuke wamvumela wabuya kwe uzokfaka jele zoth m Rapile b carefully baba mpilo yaqhubeka
Ama fridge nemibhede...emtwaseni😮😅
Hhey ngoba...akusenani seladuma ledlula
U cc nje wayenganaphambil kyabonakal ubhut beqondel nonondindwa nj kuncol nomam oyzalay bhut wawne bhad imvamisa ke ifeb znay nhlahla yomendo wawngek nj umshintshe ayikho
Awuthathe mina bafo 😢😢😢 ey ifebe zinenhlanhla yeswa
Angikuthembisi ngilimele kskhulu
Mina umfe2 ngifisa ngat angakwazi ukwamukela ukùthi uthole umuntu owrong emdedele fut ahambe bese ethola umuntu oryt.
Engabe kwenziwani yini ukuthi labantu abathole abantu ababathandayo futhi abahloniphayo bavele bafebe bangabongi mxm
Kwaze kwabhlungu kodwa mina ngikushoyo ngithi zomuthola wakho bhuti yeke lomangumba loyo. Waze wakulibazisa ngempilo .
Weeeee sengimoshe data lami ngilalele lemfukumfuku imfuku mfuku le ayiiiii ayiiiiii ngeke weeeeeeee aibo
mfoka Ngubane hlukana nalodoti ungaze ungene esilingweni uzomthola owakho😢yabuhlungu lendaba
Hayi buti yintlungu le ukuyo ngumgulukudu lomfazi wakho. Zange wakuthanda udlala ngokulunga kwakho. Lide elithuba bt zonke iimpendulo zikuwe.
What is GBV in full plz
Gender Based Violent
Gender based violence
Gander Base violence
Gender based violence
Gender Based Violence
Ave kunganqwamani olungile uthola isifebe
Aybo bhuti ulunge kakhulu shame uthole amaqili no mama uyiqili
Mmmm kunzima kanti sifunani bantu besifazane ngempela futhi unesibindi ucc uhambe esenda isithombe sakhe zangaphansi usathane uhlasele izinsuku zokucina lezi engathi ungaphola bhuti kukhona konke
Ngaze ngamthanda uMbovu cela ningixhumanise naye nkosyami ngimsule inyembezi zokuhlukumezeka plz bhuti uMdu.
Hawu ehheni kwasekufana kangaka igama nesibongo samsolwa!
Akube semthethweni ukuthi kwenziwe DNA nobaba wengane uma izalwa ingane.
Limeneme lo mfazi bhuti ehlangene nonina. Zange wakuthanda . Ukuphathela izifo aphinde athule .
Makahambe for good.
Ewwwui mntakababa iJehova uzokunika ubambo kwakho,akahambe ayoshona nesikhohlakali esingu ma wakhe 😮😮
Yaze yabuhlungu indaba nami ngihamba kwesinzima isimo ngenxa yomuntu wesifazane
Bafoh ungungunezi wena cela ungawbekezeleli udoti kamkhize syamnika umuntu ithuba mebheda mshiye ungaze ungene enkingeni
Ngimnikile futhi kwaze kwakabili
Mmmmm ey nkosiyami 😢😢😢😢
Ngaphuma kumama wengane yami ngikhala ngihayiza ngqngifuna ukumquma kodwa ukungenelela kuka Nkulunkulu esebenzisa abazalwane nganqandeka inkinga ke nje ngisabenyanya abesifazane angiziboni ngiya emshadweni, ngisho ngibona umshado ngivele ngizibonele.abantu abenzana izilima nje ngizwe ngimdabukela umfana wabantu, ngenhlanhla ke ngaselobolile ngingaqedile ngambhathiss kwasala umshado kuphela lapho sengiqoqela umshado wafeba, ngiyabesaba abesifazane othandweni shem, ngingajabula nje uma uThixo engangivimba ngingangenanga emshadweni ngoba nezinto ezisibona kusocial media azikhombisi mpilo kwisifazane sanamhlanje
Landa amalobolo akho
Ingane yokuqala eyakhe lomuntu owamthumba.
Aw kodwa somahash ukulunga wakuthatha komkhulu abantu ukulunga kwethu bayaksebenzisa phola mbomvu qina myaluza unkulunkulu uzokupha okungowakho
Kuzolunga
ilunge kakhulu lendoda kodwa fut kuhle lokho kbane nje wenza something kulo mama ngabe use jele skhuluma nje
Bengakholwa idliso likhona but after this sengibonile liyasebenza 🙄lenkunzi kusamele iphalaze khona elincane elisasele
USA creamer ngisho uku creamer😂😂 eyi KWAZE kwanzima nkosiyami,hhayi Abantu besifazane banezibindi
😂😂😂😂😂