ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Amen, uma uphupha abathakashana(abantwana) befuna ukukuloya bekudonsa ngamandla bese uyaphaphama.Amehlo abo ngathi enyoka.
Ngyabonga paster yaz amaphuph akho ayiphil amen
thank you.stay blessed.
Amen pastor weningi bengisacela ungicazele lephupho ngiphuphe umkhulu wami usaphila engipha imali sengiphuphe kabili okokuqal wangipha 10rd okwesibili wangipha 200r wathi angiyothenga ingubo nezicathulo ngiyabonga usazongiphendula🙌🏿
Siyabonga pastor❤
kungabe kusho ukuthini ukuphupha... uMthakathi....ehleli.. kini ekhishini..ebusuku...kuthi uma niyobheka khona.. azame ukucasha...kuvele kubhede kuvele kubhede ngokuthi avele amehlo Ami nawakhe ahlangane khona lapho...ngibakhombise engihamba nabo...avele kwanaye ayeke ukucasha.. aziveze.. obala ahleke athi kithi"bengithi angeke ningifice ...Lana bengizosheshisa.. nghambe ngiye endlikini . ngibuye sengibuya ngapha phezulu....kwasa..ngakusasa ngimbona engena imizo yabantu.. and kulokho akazifihlile..manje kuleso simo mina Ng i busy ngithumela izinto ezingabàsiza kuleyo mizi ukuze umuthi ufike ungenzi umonakalo egcekeni kungabe kusho ukuthini 🥺....ngiworried...
Amen Pastor,ngicale ngibonge ngezincazelo osivezela zona,Inkosi yandisa amandla kuweBengicela ukubuza ukuthi uma uphupha ubona osondelene naye(nomzali wakhe) behamba nalaba abamfishane ebese kuba khona obuzayo kuthi lezinto zibuyaphi,aphendulwe ngokuthi ungabuzi loko,ngokulwa.Ngabe locgazani Pastor, ngiyabonga
Sawubona pastor kuyini ukuphupha umuntu ekufulathele
1. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma ekufulathele; lusho ukuthi lomuntu akakunaki, uyakuziba, futhi uzokufulathela, uzokushiya, ngoba akafuni ukuxhumana nawe.2. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma ekufulathele; lusho ibhadi, nobunzima, nokuthi impilo ngeke ibelula uma kungukuthi kade ufulathelwe wumuntu osekhulile kakhulu.3. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma ekufulathele; lusho ibhadi namashwa angase akulandele uma kungukuthi kade enqunu.4. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu oluhle uma ekufulathele; lusho ukuthi uzophepha futhi angeke akulimaze lomuntu uma eyisitha sakho.
Amen Pastor 🙏🙏🙏
Sawubona pastor kuchazani ukuphupha ubhuti wakho ekuthumela ngenkabi ukuthi izokubulala but ma ifika silwe ngiyibulale ngiyokhala kuye ngifuna answer ukb why efuna kungibulala
Amen pastor ubizwa ngokuthi uyathakatha
Ngyabonga kudala ngiyilndle
Pasta weningi
thanks ngane yakwethu
Amen, uma uphupha abathakashana(abantwana) befuna ukukuloya bekudonsa ngamandla bese uyaphaphama.Amehlo abo ngathi enyoka.
Ngyabonga paster yaz amaphuph akho ayiphil amen
thank you.
stay blessed.
Amen pastor weningi bengisacela ungicazele lephupho ngiphuphe umkhulu wami usaphila engipha imali sengiphuphe kabili okokuqal wangipha 10rd okwesibili wangipha 200r wathi angiyothenga ingubo nezicathulo ngiyabonga usazongiphendula🙌🏿
Siyabonga pastor❤
kungabe kusho ukuthini ukuphupha... uMthakathi....ehleli.. kini ekhishini..ebusuku...kuthi uma niyobheka khona.. azame ukucasha...
kuvele kubhede kuvele kubhede ngokuthi avele amehlo Ami nawakhe ahlangane khona lapho...ngibakhombise engihamba nabo...
avele kwanaye ayeke ukucasha.. aziveze.. obala ahleke athi kithi"bengithi angeke ningifice ...Lana bengizosheshisa.. nghambe ngiye endlikini . ngibuye sengibuya ngapha phezulu....kwasa..ngakusasa ngimbona engena imizo yabantu.. and kulokho akazifihlile..
manje kuleso simo mina Ng i busy ngithumela izinto ezingabàsiza kuleyo mizi ukuze umuthi ufike ungenzi umonakalo egcekeni kungabe kusho ukuthini 🥺....ngiworried...
Amen Pastor,ngicale ngibonge ngezincazelo osivezela zona,Inkosi yandisa amandla kuwe
Bengicela ukubuza ukuthi uma uphupha ubona osondelene naye(nomzali wakhe) behamba nalaba abamfishane ebese kuba khona obuzayo kuthi lezinto zibuyaphi,aphendulwe ngokuthi ungabuzi loko,ngokulwa.
Ngabe locgazani Pastor, ngiyabonga
Sawubona pastor kuyini ukuphupha umuntu ekufulathele
1. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma ekufulathele; lusho ukuthi lomuntu akakunaki, uyakuziba, futhi uzokufulathela, uzokushiya, ngoba akafuni ukuxhumana nawe.
2. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma ekufulathele; lusho ibhadi, nobunzima, nokuthi impilo ngeke ibelula uma kungukuthi kade ufulathelwe wumuntu osekhulile kakhulu.
3. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma ekufulathele; lusho ibhadi namashwa angase akulandele uma kungukuthi kade enqunu.
4. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu oluhle uma ekufulathele; lusho ukuthi uzophepha futhi angeke akulimaze lomuntu uma eyisitha sakho.
Amen Pastor 🙏🙏🙏
Sawubona pastor kuchazani ukuphupha ubhuti wakho ekuthumela ngenkabi ukuthi izokubulala but ma ifika silwe ngiyibulale ngiyokhala kuye ngifuna answer ukb why efuna kungibulala
Amen pastor ubizwa ngokuthi uyathakatha
Ngyabonga kudala ngiyilndle
Pasta weningi
thanks ngane yakwethu