IDLOZI LIKUDING UWEDWA
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 9 ก.พ. 2025
- sometimes your ancestors can make you feel unwanted or make people dislike and leave you hate being with you for absulutely for no reason .friends and cousins stop being in contact with you without having a reason .thats when your ancestors want you alone so they work and take theire place
Hi Mina ngicela usizo
@@HlopheRadebe bayede ngixolise ukubuyela so late kuwe ngibuye ngikhohlwe bakithi ukungena lana. Ngcela ungithinte ku whatsApp or call 0641470646. Asbonge
tthokoza mkhulu ngiyabonga okuningi ngifundile mkhulu ungadinwa yikhi Thina esingakwazi njenga ukhuluma nami
Ame.Khathini kwangathi ukhuluma nami kunjalo ngaze ngaphatheka kabi ngibabona behlehla abantu nezihlobo zami qobo kuhlehliwe ngingedwa kodwa ngithi Abasebenze Nkosi ngivumile bakqethu
Mfethu usho mina uqobo.kade ngibheka ividio entsha yakho kanti ngizothola lena. Kumanje ngibuka ividio yakho. Amazwi akho ayangakha
asbonge kakhulu bhuti
Mkhulu uyehlula ugeqa magula ngaze ngasala ngedwa umndeni ungihlamukile anginabani hayi ngzwile namuhla
mina ngizondwa ko mama nako baba, angaz ngiyeph.
True yoooooh lingikhiphe ngempela laze langisusa kuleyo ndawo
Hhay Khathini Waze walikhuluma iqiniso ngathi usho kmina
Siyabonga kakhulu ibe usizo kakhulu kimi lemfundiso
ngyabonga makunjalo
Yooh ngaze ngakhululeka namhlanje uchaze npela into enokwenzeka Kimi ngiyabonga
Ungapheli amandla mkhulu thina sifunda lukhulu kuwe🙏 siyabonga🙌
ngyabonga nami
Thank u for this
Bayede mkhulu yaze yazwakala kahle inkulumo ngingufakazi kokuningi osukshilo🤗🤗
lapho asibonge
Ngyabonga Mkhulu konke lokhu okushoyo into eyenzeka kimi ngiziphilela ngedwa sengamukele 🙏🙏lapho nje anginankinga encane yokuba ngedwa ulapho ngizizwa ngijabule Khehla ngiziphilela nomzukulu wami. Angikhulumi ke imoto ngiyiqwdile windscreen size asisayikhandi.
Niyiqeda kanjan moto?
Thokoza mkhulu khathini kunjalo khehla ngikulomeko nami ngishiywe ngumdeni wami nayi family yami kwaphela umsebenzi namabhizinisi ngisale ngingedwa vho kubuhlungu kodwa mkhulu
ngyayazi leyo kodwa kuzolungiseka kubuyele esimeni konke
Yaaaa kunzima umyeni uthi ngingumthakathi, ngaphahla kuvelomunye ethongweni, manje ngikhuluma kanje usefikile lowomuntu , into yethu isaqala 😮😊😊
ngyakuzwa
Siyabonga Mkhulu 🙏❤️
Thokoza khehla,upartner wami onabantu abadala uphuphe mina ngihleli nawe engathi kunento obungichushisa kuyona,kanti nami nginabantu abadala and ngazisebenzisa zonke iziwasho zonke ngemiyalelo yakho,angazi leliphupho lisho ukuthini mkhulu
kushukuthi angeke kugcine ngeziwasho isasekhona indlela osazoyihamba nami
Thokoza, cela izinumber zakho mkhulu 🙏🏽📞
bayede 0641470646
Thak you..
True
Ngsacela ukhiphe video😓😭yesphandla nembeleko
okay
angibingelele kuwe bese ngyaxolisa ngokubambeka ngingakwazi ukukhipha video ngembeleko but kumanje ngilungisa yona ...uxolo kakhulu
Ngifuna ukuthola icontact yakho Mkhulu
0641470646
Uma uphupha Umawakho eniphakela ukudla nibaningi osewashona kuchasani
It can be the other way round uyena odinga ukwenzelwa something like itiye or kuveza kuthi uyaninakekela unikhathalele