REV MBATHA EKHENANI 2024

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 30

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 6 หลายเดือนก่อน +5

    uMfundisi Mbatha uthinta indaba enkulu yokuthi akesihlanganeni ngenkulumo ethinta umnotho. Kumele ngabe yithi okuthengwa khona amafruits and vegetables. Lima ulinde..... Amapampers ngunombholo wani noplastiki abangcolisa umhlaba omuhle kangaka. Ukushisa kwelanga kuya kunyuka. Sizonyuka kanjani uma kuqhubeka kuphindelela? Asenzeni istep sokuqala bokunciphisa udoti bese siwuqoqa ndawonye udoti siwuhlukanise bese sithinta abezoMvelo. Cleanliness is next to God.

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 6 หลายเดือนก่อน +2

    Bafwethu, Yazi ndaba kaShembe, ngihlala ngizwa kushumayelwa ngoMngoma namuhla Yazi khona bhuti esisebenza naye la wakwa Mngoma oyisizukulwane sika mfundisi Mngoma lo wabonana nobaba Mkhulu wase Mthonjeni, wangixoxela ndaba yengane kaKhokho wakhe eyayingenaso isikhumba imfimfa igazi😢😢😢❤❤❤❤Thixo woKhokho bethu sibambi ngoba s8kubuka ngeso lasemhlaben usikhumbule

    • @user-or5fx9zh2o
      @user-or5fx9zh2o 6 หลายเดือนก่อน

      Indaba ka Shembe inzima

  • @musawakheeric
    @musawakheeric 6 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga mngometulu mfethu inkosi ikubusise 🙏 isiyobonana kusasa enkonzweni sengizokwazi ukuyibuka le nkonzo kahle ngingajahile

  • @slindileshange2596
    @slindileshange2596 6 หลายเดือนก่อน +1

    Usikhumbule nkosi amen 🙏

  • @muzimzih3611
    @muzimzih3611 6 หลายเดือนก่อน +1

    Dlakadla bhuti Omdala siyabonga, ubekhuphuka umfundis weNkosi lapha

  • @lindiwethembile7739
    @lindiwethembile7739 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga yamnandi inkonzo nathi esingekho nisithathe nasibeka uskhumbule nkosi yamakhosi siyizoni zakho 🙏🙏🙏

  • @thakasanimbatha1640
    @thakasanimbatha1640 2 หลายเดือนก่อน

    🙏🏾🔥

  • @mbenhle1
    @mbenhle1 6 หลายเดือนก่อน

    Amen 🙏

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 6 หลายเดือนก่อน

    Amen

  • @LindokuhleNtombela-cs2xt
    @LindokuhleNtombela-cs2xt 6 หลายเดือนก่อน

    Nkosi yamaKhosi Shembe Nyazi LweZulu siyacela usixolele zozonke izono zethu Simakade siyona mpambi kobuso bakho Jehovah cela usithethelele Sokhanyiso konke esikwenze singakaboni ukuthi uNkulunkulu nesizenze sesibonile ubukhulu bakho Jehovah siyazethoba kuwena Shembe oyingcwele Nkulunkulu wokhokho uze usikhumbule Shembe 😭🙇‍♂️🙌🙏✨✨✨

    • @SbongileXulu-pv1rg
      @SbongileXulu-pv1rg 6 หลายเดือนก่อน

      Nkosi yam khosi uze usikhumbule ekoneni kwethu, sicela intethelelo kukokonke esikwenzayo.
      Phimbi kobuso bakho sicela usixolele.🙏😌

    • @SbongileXulu-pv1rg
      @SbongileXulu-pv1rg 6 หลายเดือนก่อน

      Nkosi yam khosi uze usikhumbule ekoneni kwethu, sicela intethelelo kukokonke esikwenzayo.
      Phimbi kobuso bakho sicela
      usixolele.🙏😌

    • @SbongileXulu-pv1rg
      @SbongileXulu-pv1rg 6 หลายเดือนก่อน

      Nkosi yam khosi uze usikhumbule ekoneni kwethu, sicela intethelelo kukokonke esikwenzayo.
      Phimbi kobuso bakho sicela
      usixolele.🙏😌

  • @user-wt5qu4ut6s
    @user-wt5qu4ut6s 6 หลายเดือนก่อน

    🙏🙏🙏🙏

  • @lindokuhleamos3840
    @lindokuhleamos3840 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga baba Dlakadla.

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga inkonzo qhubeka njalo dlakadla

  • @SbongileXulu-pv1rg
    @SbongileXulu-pv1rg 6 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ungikhumbule nkosi yam khosi,kulobunzima engibhekene nabo

  • @KhanyisaniNxumalo-zj1hg
    @KhanyisaniNxumalo-zj1hg 6 หลายเดือนก่อน

    Ameni Mthiya nzalo ka khayin kubusa yona

  • @bongibuthelezi8451
    @bongibuthelezi8451 6 หลายเดือนก่อน

    🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @sakhiletembe3020
    @sakhiletembe3020 6 หลายเดือนก่อน

    ❤syabonga baba kade silindile

  • @NhlanhlaZulu-du4pm
    @NhlanhlaZulu-du4pm 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu mtaka thixo

  • @khanyisilesibanda9991
    @khanyisilesibanda9991 6 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukungasuki kuwe Nkosi ungiphe msebenzi ukuzwe ukukhala kwami kulonyaka

  • @smlotshwa13
    @smlotshwa13 6 หลายเดือนก่อน

    Inkosi ikubusise baba syabonga

  • @nkosinathimthethwa3520
    @nkosinathimthethwa3520 6 หลายเดือนก่อน

    lol, nice eyas' eksen?

  • @user-pb6gz6yk5i
    @user-pb6gz6yk5i 6 หลายเดือนก่อน

    Lomfundisi owathengelwa imoto bethenga isikhudla

    • @user-or5fx9zh2o
      @user-or5fx9zh2o 6 หลายเดือนก่อน

      😂😂

    • @lebzamtlokwamtlokwa4547
      @lebzamtlokwamtlokwa4547 6 หลายเดือนก่อน

      Ubufakazi unabo?

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 6 หลายเดือนก่อน

      Kwaziwa nguwena lokho thina silalele amazwi oNYAZI awebeke kuye. Lokho okunye akuhlangene nathi😊

  • @DuduMkhize-cf4yf
    @DuduMkhize-cf4yf 6 หลายเดือนก่อน

    Waze wangihlekisa u Rev evuma isono samathayi😂