Ei baNgcwele,kwangathi besingexabane nenkolo kaShembe yobuNazaretha ngoba iyoxabana nathi ethuneni sisahamba kahle,kwangathi Shembe Nyazi LweZulu ungaba nathi
shembe ungikhumbule ngiyaz ngiyona kuwe nkosi yamakhosi kodwa ungikhumbule ngale nhliziyo owangipha yon shembe ngomhla wokuphela😢😢😢
Wow! 10 000 Views for Mshu. Ncube "Ngiyohamba Ngingedwa". Siyabonga bangcwele. UNyazi lunikhumbule!
Shembe baba ungikhumbule ngiyawuhamba ngingedwa esigodini sosizi Amen
Mhhhh Mshumayeli wenkosi waphiwa kodwa, uma sezisho kanje nensimbi ngimane ngizibone sengikwenye indawo
I wish to meet him Mshumayeli Ncube
Shemba is way
Mmmm Mshumayeli weNkosi👌👏
wish nam ngabe ngqamba kanje. ....ei kodua jeova. ..bab Ncube wangthatha wangibeka eBuhleni. ...syabonga
sikhumbule nkosi yamakhosi thina boni
NCube Mshumayeli ka Baba Uyahlabelela U Vusa Umntwana ongaphakathi Siyabonga Uyasiphilisa ngokuhlabelela kwakho.
Ngiphe nkosi isibindi sokuyihamba lendlela yakho😢
mina ngithi Uyahlabelela loBaba, kahle kakhulu futhi!
Abanye bathi uyacula. what's the difference?
Ngongena ngingedwa ethuneni lami , ushembe ungikhumbule.
Uma ehlabelela kubusiseka nongamphiwe uMshu! Kodwa ngethemba ukuthi akekho onalowo muzwa onjalo! :)
Eyy lomhlabelelo ukhuluma nomoya wami...nkosi nike lesosibindi.
If ucula kahle u even drive uphiyano luzothe kanhle mshu ncube mfu mlungwana niyangihlabelelela niyalubamba upiano ngokuhlabelela kwenu
Shembe uze ungikhumbule nkosi kulolusizi 😢
Mmmm Nkosi yami angisonti kwaShembe kodwa lomhlabeleli uyangibusisa. Iyahlabelela leNceku.
Ngicela ningithumelele ehlabelela umshu Mcube Ku WhatsApp 0609302612
😂 uhlabelela kahle nami angikhonzi khona kodwa cha umnandi lomhlabeleli
Isizotha se keyboard 👐
Ulozolo, I keyboard ikhalela phansi kamnandi hhayi Lena abavele ikhale kakhulu beze bengezwakali abavumayo kanti lemvunge eyasezulwini ivusa umtwana ngaphakathi
Mmmmmmmmmmm ngyabusiseka Mshu Ncube 🙏🙏 Shembe asgcinele wena
KODWA MSHUMAYELI WAMI UYANGIBUSISA
Sihlatshelelwa noba inin?
Asikho isikhath esibekiwe sokuhlabelela. Uma ingelozi yamanazareta Inawe hlabelela.
-aww kdw mshuu🔥🔥🔥
God bless you Mncube
Mgiphe nkosi lesosibindi
😍😍😍
Amen❤
Uhmmm👐👐
🥰😘
Beautiful and informative hymn
mmmmmmmmmh,kunzima uma ngicabanga lolu suku engingalwazi lofika nini kuyobanjani.mmmh kwaze kwanzima kuthina esisasele sikhumbule Shembe.
heartfelt