Thanks guys I think if we can continue like this kungaphela ukubandlululana,cause I think I division esinayo enkulu ibangwa ulimi esilukhulumayo ,and thina ma South Africans ngiyengibone siyamthanda umuntu owolunyuhlanga esimuzwa ekhuluma isizulu,ngoba thina siyaziqhenya ngolimi lwethu. ✊✊ phambili ngesizulu phambili✊✊✊✊
Uyasishaya isiZulu DJ ngaphandle kokunanaza ✊
I like this guy so much, he’s so sweet ❤️
Waze wajabula weZinhle Shabalala
Lomjita udlala ngathi ngoba, umZulu lona ngeke ucashe eskhumbeni somlungu ngeke, ukhuluma isiZulu esihlula ngisho esami. Ngyakugcoba ntsizwa
😂😂😂😂Ai true
😂😂😂😂Ucashe eskhumbeni😂😂😂😂😂
nangu uMzulu bafe2 ✊✊
JD ukhulume kahle nzizwa siyabonga.Nzokulandela koma social media ngizoqala ubangumlandeli wakho mange
Ahhh Nkuzi!!!!!
Oh man I was laughing and smiling at the same time. This is really beautiful! This guy knows some words that even I don't know
abelungu madoda
Awu ngithi sawbona sbali...ufundise abanye abelungu isiZulu bhuti syaythanda indlela osikhuluma ngayo
Aw kuyajabulisa lokhu👍
😂😂😂😂😂Zinhle Shabalala❤️😂😂😂😂💃🏿💃🏿💃🏿
Bathandane kahle badla, ulobole JD Nkunzebomvu, amlobole umaMshengu angadlali ngaye. cabanga umndeni abayowuthola???. Izingane zabo isiZulu nesilungu or Afrikaans kuyophuma ngamakhala...rainbow nation 🇿🇦 South Africa yobumbano nokuthula. ✌
Rainbow nation yes yes we lyk that colour means nothing appreciate u buty
Yey khohlwa lensizwa ikhuluma ngempela IsiZulu, uma ungalalela nje izwi, kuphela ngeke uthi lensizwa imhlophe....bafwethu asiyibonge lento. Ukubumbana yikho lokhu, lensizwa ayiphoqi lutho kuyazenzekela nje ❤. Umfokabani lo JD? ... Khona akabehlula bezalwa kwiso isiZulu. Yey!!! Hhe. Simbonge uZinhle umuntu wakhe bezwane baphilisane ungakhohlwa ukulobola nkunzi..niqede lapho nichanguze...nabanye abahlala naye eseseMnambithi eplazin lapho akhulela khona..yey kuhlehla ufishi la. INGABADE LE....🤞🤔🤔🤔 izifihlile nje😂😂😂....nkab'yam 👌👌 ngidlulisa uthando nje ngithi lesisenzo asibe umoya omuhle ogqugquzela ubumbano phakathi kwabomdabu ezweni lethu kanye nabokudabuka e-Ntshonalanga. Peace✌
Thanks guys I think if we can continue like this kungaphela ukubandlululana,cause I think I division esinayo enkulu ibangwa ulimi esilukhulumayo ,and thina ma South Africans ngiyengibone siyamthanda umuntu owolunyuhlanga esimuzwa ekhuluma isizulu,ngoba thina siyaziqhenya ngolimi lwethu. ✊✊ phambili ngesizulu phambili✊✊✊✊
Such a cool guy😄👏🏾👏🏾👏🏾💯...Anyway that was a nice show brother💯👏🏾
Ngahlabeka umxhwele uyasishaya IsiZulu bafo uqhubeke njalo .Siyisizwe esibumbene 🙌🙌🙌
Ayi lendodo ngiyavuma ukhuluma isizulu phaqaaaaaaa
Angiyena umZulu kodwa u Mehlememba inkosi yabe lungu ingoba njalo uyawulandela kakhulu umskandi uyadansa kanjalo une talent elihle ukukhuluma isi Zulu akuyona inkinga kodwa u Mehlememba zningi izinto asezivezele ama Zulu wababonisa ukuthi loba elibala elimhlophe kodwa uyakuthakazelela
Nice content bro 💛✌👏
Ukhulile uDj ngokomqondo, nangendlela aphendula ngayo, akajahe kuduma
I like this
cha iyasishaya isizulu le nsizwa impela
✊✊✊✊ big up dj
Kungaba kuhle makuhambakanje sifane sibe yinto eyodwa umuntu agawule la athandakhona kungabi khona ukucwasana ngokwebala sithandane kh
Nangoke umzulu👊👊ikuwe lento mlungu asambe
Woow!! Syabonga yayinhle into
Fluent Zulu speaking brother damm mzansi 🙏🙏🤞
Sikthwesa uphaphe legwalagwala zalo
Uyasishaya mfethu uyena nje Straight umzulu omhlophe
Hawwww uhlala e-Hillcrest umkhaya wami ai uyasishaya gaz lami angnamona uyajablisa ngrmpela.
Insizwa yakwaZulu lena yooh, uyasishaya
Mgqumeni baf2
Bengingathanda kakhul ukuxhumana nalabelung abakhulum isiZulu. Kunomqond othize wefilim enginawo. Ngingajabul uma ngase siwufakel izibuko siwuhlafuhlafune sonke
Wooow cha isizulu uyasikhuluma awungathekisi
Ayismeme phela lensizwa eyntweni zayo njengo sbali.
inkabi lee
Wakhuluma kahle lomlungu yaz ungathi wasincela ebeleni
I like JD a lot man
Hawu! 👏😄
My brother you are so good you sound like a Zulu actually you are a Zulu upp!!!
Awu yakhona lensizwa madoda
UJD UYENA INKOSI YABELUNGU YANGEMPELA
Cha ibhova inkosi yomaskandi ngampela, ngisho nabelungu bebe mthanda,
Uyaskhuluma isizulu Nkunzi
🤣🤣wakhumbuza ekhaya,wasifund ekhaya LadySmth
Awu mjta ubeka kahle nd akayihahamezi ingane uyikhombisa ukuthi usifunde emakhaya isizulu lomlungu unaso isisoke kakhulu
Ayi uyasishaya isizulu JD haaaaah
DJ ngiyakuzwa mina
Umzulu ke lona
Bafo ndiyakunga bru ngicela numbar yakho ndifuna uchazela abantu ngempilo yam
Min ngyaythand lento yalobhut khulum.sizulu ewumlung kuhle 🤞🏻🤞🏻🤞🏻🤞🏻🤞🏻🤞🏻🤞🏻🤞🏻🤞🏻❣kodw kuphoxay bant bamnyama mantombazane skhath sining ayazitshel akhulum nomunt omnyama kodw munt sekhulum singisi kodw khulum nomzulu yayshel ntomb yomzulu ikhulukumel singisi ikuphendul ngesingisi nabo bhut bsyek lent no cc haykabii bafwe2 ngilw nan umbon nj
Awu madoda kwakuhle
As Mosotho, I encourage all South Africans to learn IsiZulu.
Ngobani?
Seconded. As Zulu i encourage all South Africans to learn seSotho
@@wakabombo1924 ngoba.. noone can hleba you if u know both these n u wull cover majority of SA
yey ungumZulu wena futhi asingakubangi lokho
Ngiyabonga SELECT AFRICA TV!! !Qupekani ngalama video. Ngibukelela eCanada
Thanks broe
Akacele u mehlemamba ukuthi kuyolotsholwa
Aycha gabhadiya
umnikeni umhlaba
Yazi ngempela izinto ezinje kumele zivezwe kakhulu zakha ubunye nokucwasana ngeke kube kuningi
😂😂😂😂yintsizwa impela
Ncooooo uyasixebula uyasishaya isiZulu👏👏👏
😎❤❤❤❤
You are so professional
Dhd
Aphi ama masks guyz?
Lol bafethu is this for real
He must keep the land
😂😂😂
Nijatsuliswa yini manibona abelungu bakhuluma isiZulu ngoba abelungu abajabuli uma sikhuluma isgisi??
JD ukhulume kahle nzizwa siyabonga.Nzokulandela koma social media ngizoqala ubangumlandeli wakho mange
Ahhh Nkuzi!!!!!
JD ukhulume kahle nzizwa siyabonga.Nzokulandela koma social media ngizoqala ubangumlandeli wakho mange
Ahhh Nkuzi!!!!!