ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Ngaze ngaziqhenya ngawe dadewethu khuphuka nabo bebabili uwedwa ❤❤❤🎉
Uyinsizwa Mavundla ngakho konke qhawe lakwethu ngiyathanda muwenze nje izwe lomkhulu lisekude ukufa uma kusekhona insizwa enje
Ayiiiiii ngaze Nganethemba lokuth liyabuya izweee Makusekhon Abantu Abanje Ngyabonga Zinsizwa Zakithi nakuwe Nkosazan 🙌🏻🙌🏻🤝🏻
Mavudla kwenza kahle mnewethu, Awu kodwa luyalala ulimi kwiNdlandlalazi madoda Awu suka. 🤝🤝
Siyabonga hwanqa lakwethu umdlalo omuhle mawuqhubeke🎉🎉
Ngaze ngayithanda lento engiyibona lapha🤗😊
Bengeke nglunge lapha jongo Big up Vundlas
Siyabonga Baba Mavundla nentombi uMashudula, ayi ziyabuuya impela.
Bhuti thing is one of the greatest things i watched this year❤❤🎉🎉😅😅
Ngithanda isisoka sakho Mavundla❤❤❤
yazi i watch this everyday iyakha yazi aaaaai Mavundla ngifis ukukbona face to face...naye ucc aaaai akusimavumavuma
Syabonga vundlas noma shudula mbafe2 ngoqhakambisa isiko lethu lokweshela
wagadla nami ngisayakhalisa wemavundla le kwelakithi ubhuti wakho wemavundla mbhemu unzima ungenhla iyisoka amazwi akhe amnandi amthambisile umasiganandauyiqhawe we bhuti wakamavundla ❤ nawe mavundla ukhona kodwa ubhuti wakho ❤❤❤😊
Ay ngyayvum indlandlalazi sukaaah
Khuphukaa lapho we Mavundla mfwethu.❤
Kwelikanhliziyo ngise❤ kwelamathongo syadlula kwaShezi
Uyiqhawe nsizwa unobunyoninco bokubeka indaba kanti nawe Sgananda kufuneka owesifazane ozethembayo hhayi othathekayo kalula, lingabuya elikamthaniya mangaba khona abantu abanjena, ASIBONGE🙏🙏
Awww Mashudul nane smile nje ntombi uzwa izincomo,
I like her voice so bold and unique
Insizwa umfokaMVundla,ubuciko,nobugagu
Ngavele ngakhumbula ngiselitshisthi❤❤❤
WeVundlas kkhona lengoma ethi "ngeke abuye lombhemu" ekaMabhilidi
Phezu kwakhe mfoka Mavundla ungasamdedeli kanti lentombi eyalapha Nkandla awu mkhiphe Sgananda umfoka Mavundla ❤
Hhaiiy mfo kaMavundla ngiyabonga mnewethu, ngiyabonga MaS'gananda ubushinga bakho ntombi, Chaa uqotho mntanomuntu sibonga abazali bakho, isigodi oqoqwe kuso kanye neqhikiza/amaqhikiza aseNkandla. Ngithi nje bekezela Mavundla mfethu kogcina kulungile mfo kababa eqotho vele ayilula mntakababa iyaye icabangele inhliziyo yayo kuqala kumuntu wezizwe, yeah😅😅ngake ngadibana neshinga elinjena wakithi kwagcina mina but okaShezi u-worse, hhaiiy bo!!😮😮
Ey kuhle ukubona insizwa inganqeni ukuba insizwa yabo nje ay ngshayizandla la ❤Syakhuleka ko Mavundla ensizweni
Ngakhumbula ngilalele ubàba omncane ezethula kumama omncane❤❤
Hhhay mine from today sengishitjile ngishela ngesizulu
Isizulu ne Siswati siyafana. Ngesiswati sitsi atibuye emasisweni.
Mina angzange ngehlulwe intombi ekhuluma njengo Mashudula mletheni lapha maaaaaaaaan 😂😂😂😂
Haaaa suka akho mfula ongazqhumisi🤣🤣🤣🤣
usuyehlule Vundlas ay ngyanvuma ninobhuti wakho.niyakwazi ukweshela yona cha isizoqoma intombi
Ei nina😂😂😂
awuuu Mavundla mf2 ngeswele amazwi yinhle lento, uvusa nathi uqobo . inkosi ikubusise okufisayo kube yimpumelelo.
Ayi wakhuphuka vundlasi nobhuthi omdala ❤😅
Umshubo 🤝 Mavundla, uwumfwethu wena
Mavudla thana ukhona yini ongabeka icala uma ukha imbali enhle oyotshala ekhaya kuze uyichelele kahl
Elemfekeketho 😢 lingqeda amandla 😂😂
Yamukela inhliziyo Nkosazane ibuyele ekhaya, isiyofika izikhulumele yona.#Siyabonga kobhuti abadala#
Mashudula lapha nidalwelene. Yikusasa elihle leli. Kubonakala nesibusiso esibela kuMdali. Lokhu kiyathokozisa kithina abantu abadala. Mama Tsotetsi
😂😂😂😂yagadla eyakwethi😂😂🔥🔥🔥🔥khuphuka Vundlas ngiyakwetheeemba
I love this no hostilities, just a dialogue building future.
"wensizwa ubambephi na?"😂😂 zidedelwe emahlangeni
WeMavundla ushela usuqonyiwe nsizwa! Intombi mayifuna abadala kunawe iyakuvuma, ize ithi yizani nizozazisa phela Yona iwuyise ngoba lapho ikhona iyizwi likayise
❤starting to be interesting now😊
Kodwa ngiyanithanda Vundlas 😂❤❤❤❤❤❤
Yayinhle into yenu bigup gyz✌️
😂😂😂😂 yhe mavundla uyifaka mazwi emlonyeni uqhasa kamnandi kdwa
Heii ayivumi ukugoba uphondo lenkosazane naku nomavundla sevukelwa ulaka😂😂
Udideke ngempela😅ukuhleka ubala vundlas😂😂
Waze wasibusiso vundlas🙏
Azikhale! phezukwayo Vundlas man
Yabhilid intombi suka....😊
Ngiyakuvuma buthi😊...
Waze wakusinda umuntu wesfazane Mavundla 😂
Yeyi kwakumnandi ngalezonsuku
😂😂😂Indoda ishela ize ilwe😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
Bengizofike ngithi ''nkosazane kuyangithokozisa ukuthi ngingafica wena ngoba loko kuyobe kusho lukhulu esithunyweni esihamba nawe ngoba sona namathonga akini siyobesingibonile ukuthi ngiwumuntu oneqiniso futhi osenhlanhleni. Ngoba nginesiqiniseko sokuthi emagcekeni akoDlaba oSgananda , ngeke lingene isela noma umthakathi bebhekile ngoba bawubiyele loyamuzi ngaleso sizathu mangize ngafika ngaphakthi kini, ngangakhashelwa ngaphandle ngakufica nkosazane loko kuyisibusiso esihlambulukile nawe okufanele usamukele ekujuleni kwenhliziyo yakho.''
cha mathousand wena ibingeke ikuqome kuleliculo lesizwe elide kangaka 😂😂
@@ThandiZondi-jl3iq😂😂😂😂kdw yin eleculo lesizwe nj liyangiqeda
Ithi "yebo syakweshela kodwa ngyakcela ungangen ubhuti emlonyeni"😂
Ngicela ungihloniphele ubhuti😂
😂😂😂sukaaaa zadla ezakithi madoda bhuti Mavundla qoqa uthumele obaba kwa Shezi
Ey vundlas thina sikhule esikhathini esinzima ngoba sesashela ngama emoji lapho imqondo yethu ilimele kuyathokozisa ukuthi ubuye usikhumbuze ukuthi isizulu asingalahleki
Hhay leso smile❤ uzoqonywa Mavundla😂😂😂😂
Baba Mavundla sikubonile mpela iza kabi leNtombi
Kazi uyokwenzenjani uVundlas kulentokazi ngoba hhay ngathi alufakwa nje😂😂😂
Khuphuka lapho Shudu owakho angagangi yena owakho nginithanda ninjalo umhlaba owenu nezibusiso ezenu😂😂😂
Weeee cha mina nje ngeke ngilunge srs , ngingamyeka ekuseni 😅😅
yey yabona mavundla inkunzi ungawehlisi umoya kakhulu uma weshela
Wadla nkunzi, engathi ingakuqoma intokazi!
Ayi iyavutha lengxoxo.Ngezwa kumnandi ngaphakathi kimi.Kungikhumbuza ubunjalo bobuNguni bethu bakithi.
😂😂😂Zintombi ningabe nisamqoma ngoba uthi ayikho intombi ayibona ingcono
😅😅😅
@@msafoundation1695 ungalokotha kanjani nje kodwa 🤣
Hhai zinsizwa zakithi umdlalo omuhle awuqhubeke, siyancela nathi kuwo lowo ogwansile maVundla
angideli ukubuka levideo its take me to highest mountain
Eyakho Vundlas👍
Khuphuka lapho Nyathi
Nginifisela umuzi omuhle🎉🎉🎉
Ongaphansi nongaphezulu😂😂😂
Ngaythanda kakhulu kodwa Vundlas noma ungaynqoba le awunambangi la namhlanje ay eMthandeni wayishaya ziphelele insizwa yaqoma emini ka bha engathi ungathola imbangi ngyayfisa are
Isiqomile le uyibona emehlweni
😂😂yey akuphelala magama mavudla waze wavusa inkan yobunsizwa
😅😅😅😅😅😅
Suyibaxa Lungisani ........Bhuti uzanayo kahle. Wena bukela uBhuti ekuhlenga😂
Mashudula why ufihle smile Uthando lubhaliwe esimongwen
Asigqisheni majongo, iyawina eyakwethu😂
Yageja kodw. Inkunzi yethu ngakwelokuhlangan nezintomb kusho okuny lokho
Bayamceda ubhuti😂😂😂😂😂😂😂 kodwa maklunga obajikela maseziya ekamaleni😂😂
uhambise inhliziyo phambili washiya ubuntu emumva mawungalungisa lapho nje kuzosheshe kulunge
Kukhona kodwa okuphunyukayo kodwa indlandlalazi mayisike yathi "Sawbona mntanomuntu" ?
Ubunsizwa buyashiyana ngithi bo bhuti
Ey ngiyinqgwele impela kodwa angiboni ngisangakwazi ukugadla kanjena😂😂
Intshotshe inhliziyo yale ntombi Mavundla ishinga leli lamaqhikiza iphice ucokize ngenkothe"khuphuka Mavundla ungangenz'slima"
Khuphuka Mlase yize uvalo
Hhayi ugadle kezwakala mfoka Mavundla. Inhlanzi ishelwe ngamazi kokaSgananda
Kusukela kuZolile noMazwakhe ngakuzwa mfoka Mavudla ukuthi uyinkunzi kdw ngiyamvuma uKaDlaba intombi ziphelele lena wamnandi umdlalo
Yey iyabopha impisi webabhemu haa
Sicela u part 2 plzzz
Siyabonga umazibuya emasoswen
Suka!!washo mfoka Mavundla kushoda ukuzethemba nje😅
Ngabe ubuze kim mavudla lentombi inalo uthando mna ngusompisi mna . Pho ke mavudla ukungazi kufana nokungaboni...
kodwa umuntu akazalwanga ngani nalamaciko ezinsizwa madoda... aw suka maan!!!
😂izinyathi zonke ziphelele
Uyigagu bhuti noma Shezi akazibekile phansi akalula😂😂ngakhumbula mzukwane nami ngiseyiphisi😂gugamzimba sala nhliziyo azibuyele masisweni
Ngeke. Isondele lena kuNgwane ngekenilunge akozamabanye hhayi laba
Wakhuphuka kamnandi mfoka Mavundla
💥💯
Iyakuhisha lentombi Mfoka Mavundla🤣😂🤣😂🤣😂
Impela ime emqaleni 😅
Ngaze ngaziqhenya ngawe dadewethu khuphuka nabo bebabili uwedwa ❤❤❤🎉
Uyinsizwa Mavundla ngakho konke qhawe lakwethu ngiyathanda muwenze nje izwe lomkhulu lisekude ukufa uma kusekhona insizwa enje
Ayiiiiii ngaze Nganethemba lokuth liyabuya izweee Makusekhon Abantu Abanje Ngyabonga Zinsizwa Zakithi nakuwe Nkosazan 🙌🏻🙌🏻🤝🏻
Mavudla kwenza kahle mnewethu, Awu kodwa luyalala ulimi kwiNdlandlalazi madoda Awu suka. 🤝🤝
Siyabonga hwanqa lakwethu umdlalo omuhle mawuqhubeke🎉🎉
Ngaze ngayithanda lento engiyibona lapha🤗😊
Bengeke nglunge lapha jongo Big up Vundlas
Siyabonga Baba Mavundla nentombi uMashudula, ayi ziyabuuya impela.
Bhuti thing is one of the greatest things i watched this year❤❤🎉🎉😅😅
Ngithanda isisoka sakho Mavundla❤❤❤
yazi i watch this everyday iyakha yazi aaaaai Mavundla ngifis ukukbona face to face...naye ucc aaaai akusimavumavuma
Syabonga vundlas noma shudula m
bafe2 ngoqhakambisa isiko lethu lokweshela
wagadla nami ngisayakhalisa wemavundla le kwelakithi ubhuti wakho wemavundla mbhemu unzima ungenhla iyisoka amazwi akhe amnandi amthambisile umasigananda
uyiqhawe we bhuti wakamavundla ❤ nawe mavundla ukhona kodwa ubhuti wakho ❤❤❤😊
Ay ngyayvum indlandlalazi sukaaah
Khuphukaa lapho we Mavundla mfwethu.❤
Kwelikanhliziyo ngise❤ kwelamathongo syadlula kwaShezi
Uyiqhawe nsizwa unobunyoninco bokubeka indaba kanti nawe Sgananda kufuneka owesifazane ozethembayo hhayi othathekayo kalula, lingabuya elikamthaniya mangaba khona abantu abanjena, ASIBONGE🙏🙏
Awww Mashudul nane smile nje ntombi uzwa izincomo,
I like her voice so bold and unique
Insizwa umfokaMVundla,ubuciko,nobugagu
Ngavele ngakhumbula ngiselitshisthi❤❤❤
WeVundlas kkhona lengoma ethi "ngeke abuye lombhemu" ekaMabhilidi
Phezu kwakhe mfoka Mavundla ungasamdedeli kanti lentombi eyalapha Nkandla awu mkhiphe Sgananda umfoka Mavundla ❤
Hhaiiy mfo kaMavundla ngiyabonga mnewethu, ngiyabonga MaS'gananda ubushinga bakho ntombi, Chaa uqotho mntanomuntu sibonga abazali bakho, isigodi oqoqwe kuso kanye neqhikiza/amaqhikiza aseNkandla. Ngithi nje bekezela Mavundla mfethu kogcina kulungile mfo kababa eqotho vele ayilula mntakababa iyaye icabangele inhliziyo yayo kuqala kumuntu wezizwe, yeah😅😅ngake ngadibana neshinga elinjena wakithi kwagcina mina but okaShezi u-worse, hhaiiy bo!!😮😮
Ey kuhle ukubona insizwa inganqeni ukuba insizwa yabo nje ay ngshayizandla la ❤Syakhuleka ko Mavundla ensizweni
Ngakhumbula ngilalele ubàba omncane ezethula kumama omncane❤❤
Hhhay mine from today sengishitjile ngishela ngesizulu
Isizulu ne Siswati siyafana. Ngesiswati sitsi atibuye emasisweni.
Mina angzange ngehlulwe intombi ekhuluma njengo Mashudula mletheni lapha maaaaaaaaan 😂😂😂😂
Haaaa suka akho mfula ongazqhumisi🤣🤣🤣🤣
usuyehlule Vundlas ay ngyanvuma ninobhuti wakho.niyakwazi ukweshela yona cha isizoqoma intombi
Ei nina😂😂😂
awuuu Mavundla mf2 ngeswele amazwi yinhle lento, uvusa nathi uqobo . inkosi ikubusise okufisayo kube yimpumelelo.
Ayi wakhuphuka vundlasi nobhuthi omdala ❤😅
Umshubo 🤝 Mavundla, uwumfwethu wena
Mavudla thana ukhona yini ongabeka icala uma ukha imbali enhle oyotshala ekhaya kuze uyichelele kahl
Elemfekeketho 😢 lingqeda amandla 😂😂
Yamukela inhliziyo Nkosazane ibuyele ekhaya, isiyofika izikhulumele yona.
#Siyabonga kobhuti abadala#
Mashudula lapha nidalwelene. Yikusasa elihle leli. Kubonakala nesibusiso esibela kuMdali. Lokhu kiyathokozisa kithina abantu abadala. Mama Tsotetsi
😂😂😂😂yagadla eyakwethi😂😂🔥🔥🔥🔥khuphuka Vundlas ngiyakwetheeemba
I love this no hostilities, just a dialogue building future.
"wensizwa ubambephi na?"😂😂 zidedelwe emahlangeni
WeMavundla ushela usuqonyiwe nsizwa! Intombi mayifuna abadala kunawe iyakuvuma, ize ithi yizani nizozazisa phela Yona iwuyise ngoba lapho ikhona iyizwi likayise
❤starting to be interesting now😊
Kodwa ngiyanithanda Vundlas 😂❤❤❤❤❤❤
Yayinhle into yenu bigup gyz✌️
😂😂😂😂 yhe mavundla uyifaka mazwi emlonyeni uqhasa kamnandi kdwa
Heii ayivumi ukugoba uphondo lenkosazane naku nomavundla sevukelwa ulaka😂😂
Udideke ngempela😅ukuhleka ubala vundlas😂😂
Waze wasibusiso vundlas🙏
Azikhale! phezukwayo Vundlas man
Yabhilid intombi suka....😊
Ngiyakuvuma buthi😊...
Waze wakusinda umuntu wesfazane Mavundla 😂
Yeyi kwakumnandi ngalezonsuku
😂😂😂Indoda ishela ize ilwe😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
Bengizofike ngithi ''nkosazane kuyangithokozisa ukuthi ngingafica wena ngoba loko kuyobe kusho lukhulu esithunyweni esihamba nawe ngoba sona namathonga akini siyobesingibonile ukuthi ngiwumuntu oneqiniso futhi osenhlanhleni. Ngoba nginesiqiniseko sokuthi emagcekeni akoDlaba oSgananda , ngeke lingene isela noma umthakathi bebhekile ngoba bawubiyele loyamuzi ngaleso sizathu mangize ngafika ngaphakthi kini, ngangakhashelwa ngaphandle ngakufica nkosazane loko kuyisibusiso esihlambulukile nawe okufanele usamukele ekujuleni kwenhliziyo yakho.''
cha mathousand wena ibingeke ikuqome kuleliculo lesizwe elide kangaka 😂😂
@@ThandiZondi-jl3iq😂😂😂😂kdw yin eleculo lesizwe nj liyangiqeda
Ithi "yebo syakweshela kodwa ngyakcela ungangen ubhuti emlonyeni"😂
Ngicela ungihloniphele ubhuti😂
😂😂😂sukaaaa zadla ezakithi madoda bhuti Mavundla qoqa uthumele obaba kwa Shezi
Ey vundlas thina sikhule esikhathini esinzima ngoba sesashela ngama emoji lapho imqondo yethu ilimele kuyathokozisa ukuthi ubuye usikhumbuze ukuthi isizulu asingalahleki
Hhay leso smile❤ uzoqonywa Mavundla😂😂😂😂
Baba Mavundla sikubonile mpela iza kabi leNtombi
Kazi uyokwenzenjani uVundlas kulentokazi ngoba hhay ngathi alufakwa nje😂😂😂
Khuphuka lapho Shudu owakho angagangi yena owakho nginithanda ninjalo umhlaba owenu nezibusiso ezenu😂😂😂
Weeee cha mina nje ngeke ngilunge srs , ngingamyeka ekuseni 😅😅
yey yabona mavundla inkunzi ungawehlisi umoya kakhulu uma weshela
Wadla nkunzi, engathi ingakuqoma intokazi!
Ayi iyavutha lengxoxo.Ngezwa kumnandi ngaphakathi kimi.Kungikhumbuza ubunjalo bobuNguni bethu bakithi.
😂😂😂Zintombi ningabe nisamqoma ngoba uthi ayikho intombi ayibona ingcono
😅😅😅
@@msafoundation1695 ungalokotha kanjani nje kodwa 🤣
Hhai zinsizwa zakithi umdlalo omuhle awuqhubeke, siyancela nathi kuwo lowo ogwansile maVundla
angideli ukubuka levideo its take me to highest mountain
Eyakho Vundlas👍
Khuphuka lapho Nyathi
Nginifisela umuzi omuhle🎉🎉🎉
Ongaphansi nongaphezulu😂😂😂
Ngaythanda kakhulu kodwa Vundlas noma ungaynqoba le awunambangi la namhlanje ay eMthandeni wayishaya ziphelele insizwa yaqoma emini ka bha engathi ungathola imbangi ngyayfisa are
Isiqomile le uyibona emehlweni
😂😂yey akuphelala magama mavudla waze wavusa inkan yobunsizwa
😅😅😅😅😅😅
Suyibaxa Lungisani ........Bhuti uzanayo kahle. Wena bukela uBhuti ekuhlenga😂
Mashudula why ufihle smile
Uthando lubhaliwe esimongwen