Ngangihlala naye eHostela e Diepkloof e Block A ngise room 5 yena ese 7 kuwu Mngani wami omkhulu umfoka DLAMINI NGO 2010 wafikela kimi ey inkunzi esgincini lena saqhathwa intombi nje 😂😂
Wena Maqatha wazibulala wen break through ne support usuyitholile nge skhathi uhamba no Mtekhala no Dogzin wakhetha ukuba lixoki wayishaya emumva. Yini owawuyi fonelela uShwi ekbeni wazi kahle ukuthi ukezwene no Mtekhala no Dogzin?
Mfoka Manqele ngiyakucela kusilandele Simomoza mfoka Mkhize kezogonyuluka. Ngyacela
Maqatha uyacula nkunzi angvamile ukuklalela as from now ngila eduze kwakho mfokaDlamini😄🤝
Up Maqatha
Suka sukaaaaaaaaaa 🎉🎉🎉🎉 thathani abafazi niganwe
Siyabonga,igama lakho lamoshwa ilenkinga eyayikhungethe ushwi nomnte Cry group.maqatha mina ngokwami uyi Artist eliryt futhi uyinsizwa engenankinga nje nomunye umuntu noShwi wabeka kahle ngawe futhi akananxa nawe ngokwami ukuzwa Khula bhuti uphumelele emculweni zihlangane izinto zakho bafo.kodwa ngiyafisa kekube nelinye igama ongalikhanda lime libe elomsebenzi ngoba elikamaqatha livele emculweni langena empini yabadumile kanti ngalelo langa kwakfunwa umxabanisi.kodwa kolunga bafo.ukusuka manje mina inhlonipho yam ngiyakunika futhi nguwena ngubhuti okuthiwa uThandazani kube ilo oculisa okwendidane.besekuba uJikelele
Dankie Maqatha okuhle akuqhubeke @Mapeni
Ngangihlala naye eHostela e Diepkloof e Block A ngise room 5 yena ese 7 kuwu Mngani wami omkhulu umfoka DLAMINI NGO 2010 wafikela kimi ey inkunzi esgincini lena saqhathwa intombi nje 😂😂
🤣🤣🤣🤣
😂😂😂
Please Bring Khathalani from Amageza on the Podcast 👏🔥❤️
Awulande abafana bakaTshatha phela lapho 😊
i story salo Mjita sibuhlungu kodwa yaz ngoba wadicilelwa abantu phansi ngoba amandla engenawo ukuze ubone ukuth kubuhlungu nakuye ukuth uma ephendula umbuzo omuzwisa ubuhlungu uvele ahleke🥲🥲
Inkunzi uMaqatha kloshuni kaShwi Mantombazane sukaa🔥🔥🎸
Khuphuka mfana uQatho idedele lengoma imnandi
Nice one up lapho
Anona amaqatha aphinda anona futhi. Ngizwa ingoma mina Sibalukhulu
Ayyyi iyasho lengoma
Iyazabalaza lendoda ....part two
Niyazi yini ukuthi wayethethiswa ubani wemikhovu
Lomfana ukhuluma njengoShwi
Zama Bhuti ulande u Smomoza ezogonyuluka😂
Ixoki ulizwa likhuluma nje😂😂😂😂 Lomuntu ngoba esexabene noMtekhala usekhuluma kanje
Sibonge bafo👊👊 live onenkosi phakathi.
Manqele🔥🙌🏼
Sibuhlungu istory samaqatha kodwa angapheli Amandla
Siyamcela bhuti usmomoza azogonyuluka
Sacela usilandele usmomozi
iyacula lendoda...live....
Imnand interview
Yimi umaqatha
NGIYABINGELELA
Kwakumele maqatha nigadle kakhulu ku SHWI ngabe nikude manje naye ushwi ngabe ukude ngeMpilo
Part 2
Party 2 lokhu nguqalaza
Hhayi ngeke umuntu ozenza ushwi lona angimfuni nje ulingisa mina
Uzenza victim kakhulu naloMaqatha, uzenza injini yayo yonke lento yabo bobathathu
Uzenza no shwi futhi
54:43 Manqele wangiqed brah wam😂😂😂
Part 2 please
Wena Maqatha wazibulala wen break through ne support usuyitholile nge skhathi uhamba no Mtekhala no Dogzin wakhetha ukuba lixoki wayishaya emumva.
Yini owawuyi fonelela uShwi ekbeni wazi kahle ukuthi ukezwene no Mtekhala no Dogzin?
😊🎉
Maqatha
Sekushoda usmomoza manje kulomuziiii
Anoke nisi landele umfanie 23:15
Le interview 😢yavele yamnandi isizophela esaqala le party ebalulekile yaleloqembu labo nomtekhala iyashoda ngifuna ukuzwa kuth bahlukana kanjanike manje Eze ayeku shwi eyoxolisa akakaveli lokho siyakudinga nakho party 2 uyadingeka lana
Ukhona Already ngzowufaka maduze
@@perfecttvsa7051 ngulindele kakhulu
Why uyinqamulile
Sacela usilandele ubabu phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama ngizokfakela imali muyifuna
Waykhuza le comment umfokamanqele ... kanti lo Phethi unani kanti
Yizo bafaz
𝑲𝒉𝒖𝒑𝒉𝒖𝒌𝒂 𝒍𝒂𝒑𝒉𝒐 𝒎𝒇𝒐𝒌𝒂 𝑴𝑨𝑮𝑶𝑩𝑰𝑻𝑯𝑾𝑨𝑵𝑨
Part2 please