Sisi wami akuphelile lisekhona ithemba, you still have time to repent wena wathengwa ngenani eliphakeme, wathengwa ngegazi likaJesu owahlatshwa eminyakeni eminingi eyandlula ezintabeni zase Golgotha, ukuze uhlanjulwe, makholwa nguye kuyabonakaliswa ukulunga kwakhe ngokuyekelwa kwezono ezenziwe ngaphambili (romans 23). Akuphelile sisi usenethuba, zixolele wena kuqala uNkulunkulu uzokuthethelela, Ngyabonga.
Be proud of yourself whatever gift you get from God just accept coz even u r disabled yourself u scared of pple not scared of God. Pliz change yo mindset
Awu poor gal! Kwaze kwabuhlungu somncani. Uxolo Noma. Ukuthobeka kwakho nokuba sekelwa imfana wenze kakuhle. Mhlawumbi ukubonana kwe families kunganalo iyeza lokulungisa lo monakalo. To me ibonisa really ukuthi u were the child: to be ashame of child born with disability beyibubuntwana bcz adults expect any child to arrive during the birth kuba ubumncani ubusaba abantu. Undivisa ubuhlungu when u say u are ready even for sentence. God will forgive you people of the world will only judge u but forgiveness is from God.
HIGH LUNGSTAR and crew. Ngiyathobeka ngaloludaba, awu yazeyazehlisa ingane ngathinteka mina moni. Bengihubani ukuthi ngithi ngingexole. Ubaba wengane kumfanele ukudideka naye akamubi akalwi kodwq endalweni isishaya ngezindlela ezingafani. Yebo isinqumo esathathwa ilomntwana sabasibi kakhulu futhi wayeyedwa engenabani emndenini lapho ukwesekwa komuntu kuhlalakhoma. I which all the best solution to this matter to bring about peace may super natural powers intervene. Hope we are all laning like wise.............
I think its better for these people not to say where they are coming from. Because its easy to connect and actually know the exact address and the person.
So sad..but siyacela kwi blaqlife..abanye babasize ngokuthi bagcine leyo fihlo ukuze bangavuseli abanye abanxeba..coz mnj yonke lento ubuka ibe yintsha...siyaluthanda ohlelo kod ezinye iskhath ay maan it hurt..
My son was born with downe syndrome (he had a brain of a 5 yr old) I have 2 daughter's and he was my only son He brought sunshine into our lives He had a stroke When he was 18yrs He was in a wheelchair and wore diapers But I gave him all the love in the world A year later he suffered a stroke and passed away on the 23 May 2021 aged 19yrs My family was so heartbroken I felt like my world came to an end We miss him so much even with his disabilities I feel sad for this lady She's young and needs her families support Lord intervene 😢🙏
Uyambone nje lo cc ukuthi uyazisola sengathi UNkulunkulu engamzwela emxolele
She needs our love and support bathong, she is still scared and shaken. Sending hugs 🤗🤗 to u my sister ❤
🫂❤
True
❤️❤️
❤🫂
Hooo Hy nkosi yam makaxole lomfana lusana olu lube lunge namntu olusapotYo kungcono uzivezile ubuti Makalungise izinto kudede ubumnyama nkosi yam
Hleze sibabona abantu bephila nengalo eyodwa, impilo nje eright 💔😢😭
Lungsta nailed this one 🙏 siyabonga ma.
Ntombazane yami ndodakazi, into owayenza yimbi kakhulu iyisono kuNkulunkulu esibhubhisayo. Njengoba usukhona kuloluhlelo yingoba uNkulunkulu ukwenzile ukuthi uzokhipha lemfihlo ukuze ungaficwa isikhathi sokudlula emhlabeni ungayilungisile indaba yakho noNkulunkulu. UNkulunkulu uyamthanda umuntu okhuluma iqiniso njengoba wenza. Lisekhona ithemba lokuhlangulwa lesono, yiNkosi uJesu Ogcotshiweyo, egcotshelwe zonke izimo zasemhlabeni esihlangana nazo, ukona nezinkathazo zonke ezikhona. Uma wena uvuma ngenhliziyo ephelele ngeke akulahle. INkosi uJesu Ogcotshiweyo akayena umuntu kodwa unguNkulunkulu, uthethelela zonke izono zethu noma zibovu njengobubende, azilahle olwandle lokukhohlwa. Ngiyakweluleka ukuthi uze enkosini uJesu Ogcotshiweyo. Hamba kubazalwane abasindisiwe abayaziyo iNkosi uJesu bazokutshela ukuthi wenzenjani. Uvuma ngeqiniso, uthembekile ulungile. Sengathi uNkulunkulu angaba nomusa kuwena. Sengathi nobaba wengane angakuthethelela. Amen
Amen kunjalo lokhu yikho ukuzihlambulula phambi kwenkosi yakho
Amen siyabonga iseluleko esiqinisekileyo
Eyi kwaze kwabuhlugu .lento yalentombazana abantu abaninzi abatholi bantwana kukhona abababulawayo😢😢😢
It happens to some young mothers expecially if they don't have support, heal my sister
Lungstar you have improved how you handle sensitive situations. Thank you, Lungstar uyiStar❤
Poor little girl. Ask God the Father of our Lord Jesus Christ to cleanse you with The Blood of Jesus Christ
🙏
Engathi abantu bangafundiseka ngalezimo bazi nosizo lwamasocial worker 🙏🏽🙏🏽💔💔
Ngiyafisa ukuba wangipha yena lo mntwana noma amshiye esibhedlela. Kodwa-ke ngeke sisalukhalela ubisi oluchithekile. Hawemah, ngibathanda kangaka abantwana.
Sisi wami akuphelile lisekhona ithemba, you still have time to repent wena wathengwa ngenani eliphakeme, wathengwa ngegazi likaJesu owahlatshwa eminyakeni eminingi eyandlula ezintabeni zase Golgotha, ukuze uhlanjulwe, makholwa nguye kuyabonakaliswa ukulunga kwakhe ngokuyekelwa kwezono ezenziwe ngaphambili (romans 23). Akuphelile sisi usenethuba, zixolele wena kuqala uNkulunkulu uzokuthethelela, Ngyabonga.
Ngaze ngakhala😢
This story is so painful 💔
Amen bhudwami amen inkosi ayikuphe isbindi. Umoya wakho ukhathazekile, Ngempela iyanyanyisa.
Angikwazi ukuvumela lento yalengane mina ngayizala ingane ikhubazeke kaningi inekhanda elikhulu isingezansi singasebenzi yahlinzwa ngemumva ithambo le back lalingaphandle kodwa ngahlala naye ngihamba yonke inhlobo yezibhedlela ekhaya sasingabambisene ngoba vele anginabazali angikaze ngiyibeke ekhanda ufundisa izingane ezincane into engasile
Am proud of you and must happen god angakuphi enye or akuphe yena loya
Injalo there is a reason why ukhethiwe ukuthi ube ngumzali waleyongane ukubulala akuyona iexcuse coz lengane ayizikhethelanga ukukhubazeka and umzali naye akanayo iright yokukhipha umphefumlo
Jehovah Ngavele ngakhala 😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔
Bhuti yiya kwashembe uyothola umhlahlandlela yibona abazokutshela wenzeni plz kuzolunga if ungaya khona
Kube wamshiya esibhedlela kube uyaphila 😭😭😭😭😭
Imvamisa yabesfazane abanomoya omuhle ungafunga ukuthi unyenyezwe ngegazi lemvana umoya kwanti elikasathane,kuzekthiwe akakwazi nokukhuluma bakithi kanti udotiwe staff.
A child is a blessing💔🤦♂️it a right thing she says it but killing an innocent soul🤞🙏🥺to God it unforgivable😣🤦♂️💔what she did is very bad
Ulala kanjani nendoda usemncane
Awusemncane uma usukwazi ukuthandana
U Nkulunkulu akusize usaybika indaba yakho
Thina singeku jaje Sonke siyona ngezindlela ezahlukene
Ey kwaze kwadabukisa Nkosi yami ngaze ngakhala
Kufanele abuye cc thina siyabafuna abatfwana asibatholi wena God gave you the chance to be a mummy 😢😢😢
This is very much sad 😭😭 yooo
Ngenxa yengalo pho dadewethu 😢😢 angeke
Yima isibindi cc kolunga konke ngamandla kankulunkulu
Vele wena bhuti wawzomshiya nayo lengane naku anisathandani
Ngamanyamazwi uth wenzakahle usisi abulale umtwana?
Wayengeke wayenaye esibhedlela izalwa khumbula
Sisi ubolile akumele uzelwe abantu because nakhu wayezobakhona enganeni even umndeni wakhe, ubulala umphefumulo futhi nekusasa lomunye umuntu doti ndini
Anibafihli labantu, saying where they are from and seeing the body and voice we can tell ukuthi ubani lo!
Please hide them more dear.
True
Forget about this man.he has said that he will never listen to you so please leave him alone
Waze wonakala umuntu wesfazane ubulala kanjan ingane oyithwala 9mths eswini isipho isipho ngeke uzikhethele isipho 😢😢
Hawu nkosiyami because of ingalo kodwa sungaze uyibulale ingane
Ngane. Yam iqiniso liyafuneka akulungile owakwenza umntwana uyisibusiso esivela kuNkulunkulu okubuhlungu wasenza isinqumo wedwa kodwa ingane kuyeyenu nobabili kukhona noNkulunkulu phakathi ngane udinga ukiphenduka wamukele iNkosi uJesu abengumsindisi wakho uyaxolela akhohlwe futhi uyabona njengamanje ungumbulali ,kuloku udingayena and uzaba ngumMeli wakho this is a serious case ukhuphe umphefumulo ,kodwa yena uyaxolela akhohlwe, siyakuthanda bgaphezu kwakoko iNkosi uJesu iyakuthanda ubalulekile kakhulu eNkosini uJesu ufunde amaJubo/Psalms 8 uzofunda ukubaluleka komuntu kuNkulunkulu❤❤❤
Ai kodwa nase thekwini ziyenzeka Izinto nkosiyami yoooh
Ulala njani. Ubulele. Utwana. Wakho. Niyanzenza. Inzinto😭😭😭
Be proud of yourself whatever gift you get from God just accept coz even u r disabled yourself u scared of pple not scared of God. Pliz change yo mindset
Mmmmh sis omncane uJehova wayekthembile ngaloyamphefumulo, kodwa angikujaji.
Mmm Lungster umsebenzi wakho cc mkhulu and muhle❤❤❤❤❤
Awuuu 😢ayii kodwa ubhuti ngaze ngamzwela
Mmm kunzima isimo syezwakala yize kunzima
Ayikukinye ngempela lengane uze ubhoshe.
Ngabe wamsjhiya esbhedlela
Yimihlolo ngempela loCc akekho ryt ngempela uyagula ekhanda
Please don't judge her 😢😢
😂😂😂😂
If ebulala IGAZI lakhe wena engakushuphula ekseni
Waluphatha kahle uhlelo lungstar luh❤
Muhle
Cha ngisaba isibindi sakho 😢yooh nkosyam
Kuzwakala engathi wayengekho nalomfana empilweni yalengane yayiyodwa ukube wayekhona kwayena wayezomluleka ukuze nentombazane ibone eyamukela ingane hayiiiiii ngeke ayikho into syibhavumulayo😏😏😏😏
Webhuti wena kumele uye kashebhe uyolungisela ingane izinto zayo ozosizakala kaShebhe
Mfwethu ngiyabonga ukuba yindoda.
Unesibindi ntombazane ukubulala pho ingane awayizala wena unembeza wawukuphi pho usumvala efa cc
Ngyakzwel ngfisa ngath ungaxoleleka
Ubohamba wengane yam uye kwaMashu ekhaya Lemiphefumulo ubuze bazokulayela uyonikela khona kuzolunga cc ngba uyazisola
Hawu bakith phephisa cc ilokho nje engingakusho.
Shembe ngilozi yokulunga
Jehovah kwaze kwabhlungu 💔
Inkinga uthi waphathwa ngamahloni ngabantu ukuhlanya lokho if uthi wawubona ukut uzokwehluleka ukumondla as ekhubazekile kungezwakala ncono cz siyaz vele ukt iya coster ezimalini
Mmmmh isihluku esingaka bakithi emphefumlweni ongenacala onesiphiwo sikankulunkulu😢😢
Wena wasuka wacabanga lo umndeni wakho, njengoba uthi anizwani ekhaya . Wesaba ukuthi mhlawumbe bazokuhleka, ukuthi wazala umtana olengalo yinye. Wenza iphutha. Lo ubaba wengane u right.
Ufanelwe kukuboshwa wena mntwana ndini ,usile uxolo lwenzani kubube umntu chii . Dilika jele njee ukufanele dear
Isibindi sakho😫ngyakuzwela kodwa xem.
Uhlukumezekile bandla usisi, ubona ngezinto azenzayo. Lengane biyokwenza umuntu emhlabeni. Ngath ungenza inhlambuluko emsamu nasenganeni kzolunga
Into owayenza yimbi futhi ngeke ukuthole ukuphumula
💔💔💔
Siyabonga lungstar ❤ngomsebenzi wakho umuhle
Mina I wish lentombazanyana ingathola ezinye ezikhubazekile ngoba iwudoti lwabishi!!!
Ukube wavele wayshiya esbhedlela nje,kodwake izimo zethu ayfani 😢,kodwa uyaydinga I cancelling lo gal uyasaba umuzwa ngisho ekhuluma
Exactly
Awu poor gal! Kwaze kwabuhlungu somncani. Uxolo Noma. Ukuthobeka kwakho nokuba sekelwa imfana wenze kakuhle.
Mhlawumbi ukubonana kwe families kunganalo iyeza lokulungisa lo monakalo. To me ibonisa really ukuthi u were the child: to be ashame of child born with disability beyibubuntwana bcz adults expect any child to arrive during the birth kuba ubumncani ubusaba abantu.
Undivisa ubuhlungu when u say u are ready even for sentence. God will forgive you people of the world will only judge u but forgiveness is from God.
Ngxese gal endikuthanda kuwe yinyani le oyivezayo but ke ungabuye uyenze lonto okunikwa ngu Thixo ukwamkela kunjalo ngku uzenzel amabhadi ngba wakhipha umphefumlo ongenatyala .
Sonke siyawenza amaphutha kodwa masiwavuma uThixo uyasithethelela ngempela uyayidinga councilling
This is very painful, I saw wish that she could get help i never cried like this yerr I am so sorry Amanda for the pain you went through.
Kwaze kwabuhlungu cc omncane
HIGH LUNGSTAR and crew. Ngiyathobeka ngaloludaba, awu yazeyazehlisa ingane ngathinteka mina moni. Bengihubani ukuthi ngithi ngingexole. Ubaba wengane kumfanele ukudideka naye akamubi akalwi kodwq endalweni isishaya ngezindlela ezingafani. Yebo isinqumo esathathwa ilomntwana sabasibi kakhulu futhi wayeyedwa engenabani emndenini lapho ukwesekwa komuntu kuhlalakhoma. I which all the best solution to this matter to bring about peace may super natural powers intervene. Hope we are all laning like wise.............
😢😢😢
I think its better for these people not to say where they are coming from. Because its easy to connect and actually know the exact address and the person.
😭😭😭😭😭😭
So sad..but siyacela kwi blaqlife..abanye babasize ngokuthi bagcine leyo fihlo ukuze bangavuseli abanye abanxeba..coz mnj yonke lento ubuka ibe yintsha...siyaluthanda ohlelo kod ezinye iskhath ay maan it hurt..
A killer...fear women😮
It was done ,its still done but kept secret .
Girls please learn (GOSWA KA TABA)
Sothos are champions in secret keeping
Kwaze kwanzima emhlabeni kumbi owakwenza engathi ungaphola sisi wami kyazwakala ukuthi uyazisola syakuthanda thina 🙏
May God be with her, she sound innocent, it was honestly too much for her. God forgive her in Jesus name amen
😭😭😭💔
😢
Noma ngabe ukhubazekile ukumbulala never ever
Lomntwana udinga I counseling nomkhuleko akadingi ukujajwa,wona yebo kodwa uzwakala esamncane nangeskhath ethola umntwana wayesamncane wayethukile
Shem nokzala sibancane singena fmly seaport
Thus sad but God he will be with you .she need counseling
Siyini thina singahlulela abantu... phola cc
Mmmm ngaze nganzwela u cc wabantu wadlala ingcindezi engena mbonisi
Lungsar please assist her with trauma and cancelling indeed
😭😭😭😭😭😭 kwaze kubuhlungu phoke angeke asayi buyisa ngane I kona qhubekela phambili ne mpilo cc be strong ❤
Ngiyayaz le nto okuyon cc bt min eyami angiyibulalanga ngayigcina isize Ina 9 years manjr
Hey Nkosyam 😔 ngaze nga Emotional
Ncese mtanami.💔💔
Mmmm isono jesu
She's still traumatised and afraid she can't even breath
Oh my God Nana ukumvala emakhaleni ngeduku pho ...udinga uMusa kaNkulunkulu Nana
Amantombazana niya phapha niyenza izinto nikhohlwe ukuhi ukuqineni impilo iyoba nzima
My son was born with downe syndrome (he had a brain of a 5 yr old) I have 2 daughter's and he was my only son He brought sunshine into our lives He had a stroke When he was 18yrs He was in a wheelchair and wore diapers But I gave him all the love in the world A year later he suffered a stroke and passed away on the 23 May 2021 aged 19yrs My family was so heartbroken I felt like my world came to an end We miss him so much even with his disabilities I feel sad for this lady She's young and needs her families support Lord intervene 😢🙏
Sis lungsta mina ngine disabled uma wamiie wathi ekhulelwe bamu tshela odokotela ukuthi ingane yakho eyodwa izokhubazeka sasi babili ngiyi wele uma wamiie wange mukela namhlanje sine minyaka ewu 30 years kulo nyaka
Walu handlisha kahle uhlelo .Usisi uyazisola bakith sengathi baba wengane engamxolela nabasekhaya.Nkulunkulu uyathethelela uma uvuma izono zakho
Shame ngaze ngamzwela lomntwana bakithi naye wayenziwa ubungane nje sengathi uNkulunkulu angamthethelela nomndeni futhi ngokunjalo...sengathi umphefumulo wengane ungalala ngoxolo.
I feel sorry for her, kwaze kwabuhlungu kodwa eish
Eish ngane yam ukuba wamgcina wangambulali cause manje la elele khona uyakudinga and uyamuzwa nobaba wakhe uyakhala uthi impilo yakhe ayihambi kakuhle uthi Wena ungumamonjani owayengenomgcina umtwana okulesosimo cause akuqali ngawe impilo yakhe mile nakuwe futhi yena akanacala kodwa eish Bantu ukungazi myb ubeyingane ebiyokhula kahle
Dala i yenziwa ngabo gogo no khokho bethu.
Wabulala ingane sikhohlakali
Aw