Mina ngake ngaya ku Dr Mpanza ngixakekile wafike wangihlolela okwathi uma imali siphelile ngokuthi sengihlolile wanganginika ngisho umsuzwane ngixakekile so mayethi akayigijimisi imali uyaphosisa.
Who wrote that Bible ? If I may ask Jesus was the son of God every human being who was once lived in this earth had Soul Spirit and body is an ancestor. So Jesus lived like us he had those things so u gonna tell me that he is not an ancestor naye ? I stand to be corrected if I'm wrong
Mina ngake ngaya ku Dr Mpanza ngixakekile wafike wangihlolela okwathi uma imali siphelile ngokuthi sengihlolile wanganginika ngisho umsuzwane ngixakekile so mayethi akayigijimisi imali uyaphosisa.
Wakuhlolela ngamalini nkunzi nanokuthi lokhu ayekuhlolela kona kwakwikona kodwa?
UNJN UKUHLOLA KODW MFT?? UYAKWAZ OR??
😂😂
Hawuu
😂😂😂
Amen mkhulu mpanda🙏🙏
Siyabonga ngokusilethela umelaphi weqiniso
Amen mkhulu mpandza🙏🙏
Nami ngidzinga lusito Mkhulu 🙏
😂😂😂😂yinganekwane kani boyidumisile😅😅😅😅
Ay ngyakuvuma Nkunzi imibuzo yakho strait to the point ayinanazi🙏
Mina cela ukubuza kumkhulu kuthi is'pokwe noma umincwi ususwa kanjani ebaleni noma egcekeni?
😀 ayngeke unjalaphchopho le indlondlo uqobo 🙌🐆🐅
Pho uma unesigubhu usuke ungathwele yini
Siyabonga
❤
Vusi gxila kulona bhayibheli if likusebenzela nabasizwa umuthi bag xile kuwona ungayigxeki into yomunye umuntu
Ngingatholaphi.baba
Gonondo uyesabeka😂😂😂😂
Unamanga lomkhulu ukhokho wakhe wayeyazelaphi inkonzo yakwashembe ngoba lenkonzo yenziwe ngo 1910 ngokubumbana kwezwe hhayi niyokhohlisa inyoni inyoni zenu la
Lobaba mhlambe uzalwe ngo 1940s uqinisile
Sawubona baba
SIDINGA ABANTU ABANJENA 🙂🙂 Inkosi ukubusise ikwandisele
Ukupi mkhulu ne number zako
Mkhulu Mpanza utholakala kuphi
.ngisacela.ukubuza.baba.ukuthi.indlozi.liyavala.eskhathini.sakho
Mkhulu utholakala kuphi
Uvakala elithemba loTata
Sbonge kudokotela
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma,izinyanga, amadlozi, nangamasiko?Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13,1JOHN 4:1.
Manje ufunani la ave nibheda ngoba izitabani niyazivuma la
@@bongisisamathenjwa9074 yini e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli Mathenjwa?
Who wrote that Bible ? If I may ask Jesus was the son of God every human being who was once lived in this earth had
Soul
Spirit and body is an ancestor.
So Jesus lived like us he had those things so u gonna tell me that he is not an ancestor naye ? I stand to be corrected if I'm wrong
WENA AW'SYEKE KANCANE NGEBHAYBHELI ONGALAZI NOKUTH LABHALAWA UBANI KAHLE İSCEFE 🚮🚮
Niyahlupha ngoba ebsuku niyanyonyoba kdw emini nisbangela iscefe ngebhaybhel, ngoba ukholelwa kulendabhubhu yebhaybhel ufunan kumaChannel eynyanga awsuke la thina syawudla asufihli