ITHWASA LAMANGWANE - Sibagibeza Imbongolo (official Promo)
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 1 ต.ค. 2024
- Stayela Khanyile Also Known as Ithwasa Lamangwane is one of the most trending artists in South Africa and also the best selling when it comes to Maskandi music. Many people might confuse him with the late Mtshengiseni Gcwensa due to the unmissable resemblance that even a child can recognise. This is His 5th studio Album and many people have been waiting patiently for it. The album is available throughout the country in all music stores and also on all digital platforms including MTN and Vodacom Downloads and Callertunes.
Ay uvukile uMtshengiseni Gcwensa ngengoma eculwa uNgwane
Yoooo kwaze kwangijabulisa ukuthi umtshengiseni kahambanga nje wasishiyela omunye wakhe. I bambe lapho stayela
Uma nineqiniso indidane ivukile baphi abalandel bayo
Haybo ngathi indidane leh qubeka bhutib wenzs njalo ngikhumbuza iqhaw lam❤
Kwashoda iDNA la kunenqina lemfene qobo
Iyangibusisa lensinzwa, khuphuka up up phansi ngoPontso
UQINISILE BAFO
Yazi mina mangizwa umuntu edlala ushuni webhova ngiya washeka ngaphakathi ngiyameseka loyo muntu ngoba ungikhumbuza iqhawe lami manje nina balandeli bendidane nifuna ufe loshuni wendidane ngoba niyamgxeka ma umuntu edlala ushuni wendidani
Phakamani Xulu mfowethu lona ubheda kakhulu lesikwama kodwa
Ustayela nethwasa lendidane ibona abadlal ushuni engwaziyo lento yopotso angyizwa nhlobo
ai cha Stayela ungcono kakhulu kuno Potso lokhu esineka into engekho
uyanya wena mnqundu
khuphuka stayela nginesqinseko uya ukhipha album!it's always good ungkhumbuza ispiklane njengoba nado sasisenza!phambili mfo kaKhanyile
webafo stayela ngiyaqela uhambe lakwahamba khona isithole sikama mkhwanazi ungabi umuntu ozitshelayo ke ube umuntu wabantu njengayooo uphindooo usazooo nathoooo ehheeee uzwane nomzamoooo uzupha into ethuleee nje ushelelele nje abantu kuvele kuthi nje mboooo
kusaMtshengisanyana lokhu
Qondile
KusaNdidanyana lokhu
okuyinkosana kuwudlala ngcono ushuni wendidane kuno potso kodwa bafwethu hahaha
Photocophy kaMtshengisen
Sunday Musipa lol imihlola uvukile utshengisen
Ngicela siwusekeni bafwethu loshuni ungapheli lana eZweni ngoba uyimvela kancane ekubeni ube umnandi.Vulani iminyango vulelani isitayela siyangena laana
ngivele ngijule ngicabanga indidane, hawu kodwa nkosi yethu .
WALTER SISULU UNIVERSITY APROVES
uyacula ustayela bt bro ur cabinet need to be reshuffled completly uthole ama backings afuna ukucula bayakrabalaza ontanga.
Mayikhale awuuuw awuu mfethu ndakuthanda bambe apho undikumbuza Ndidane ndaze ndakutanda 💕💕💕💕🙏🙏🙏🙏
Indidane uqobo lena 😂😂😂😂waaaaaaaahhh
Abalandeli baMageza banezinhlinziyo ezimbi abamfuni umuntu ozenza uGcwensa ngeke ephumelele lomfo
Khuphukani bafana soneseka
Uhlobene nendidani yini lomfana
khuphuka stayela
😂😂😂😂😂😂🤣🤣🤣❤️❤️❤️❤️. UYI NDIDANE NQO!
Abalandeli beNdidane ngsacela bengakhali ngoba iNdidane le
Mxm uyi Fake ngeke ubeyi Ndidane noba usuthanda uya bhora futh
Syabonga lifikile Thole indidane hhayi lemphuphe lena
UYAYENZA LENTO...ABAKUYEKE
Mina ngiyavuma khuphuka lapho
Tlitlitlitli mfana wami khuphuka
Khuphuka stayela ....
I leadong i ryt indidan str8t kmel kulunge ama backings angigxek ngyavum laaaaaa
It is an original photo copy ❤❤❤😂😂😂😂
Yakwazi ukwenza njengendidane.. kushoda ama backings nje.. walungisa lapho iyaduma syahamba
❤❤ I see u Gcwensa straight up bhaka
IsChomachomani sivukile mpela khuphuka mfokaKhanyile
Ingkhumbuza indidane💃💃❤
Cha cha cha ninesbindi ngokuzenza abantu nina yoooooooo anihlukile njengo.Gcabashe
Shuni weNdidane madoda
Yhoooo yavuka indidane
Ivukile indidanoooooo!!!
Hhaibo wasufana kangaka uGcwensa
Ngisacela uthole oNjencane noSbongiseni bakho abasha abaryt Stayela mft... wena uza kahle ngawo ushuni woDumolezwe!!! Ushuni woNjencane oshodayo...
Cha ushayimpela umfokakhanyile kodwa musa phela ukuthatha ingoma zendidane cha ngalapha angthandi,bhala ezakho bafo plz
Wayaphi kant lomfo
Qhubeka uphile nkosiyam usijabulis ngichazek ngesikhwam Kazi sinani kant Qhubeka njalo
Eish lensizwa kodwa nkulunkulu
Eyyy phela indidane uqobo lwayo hayy jealous down angilwi noma ngangihamba ne bhova kodwa nabakangcwensa bengavuna Ilona Kanye leli
Stayela enkosi mfowethu
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂hei bayefana abantu langaphandle😍
Awu Koda bhuti wam usale sekufana yonke into nogcwensa
Ngaze ngajabula ukubon ukuThi indidan ayihhambil ikhon Qhubeka babazi
Aibo BAKWETHU INDIDANE PHELA LENA LIPHI IBHOVA NKOSIYAM LIVUSE PLEASE JEHOVAH
hawu sekuqibani manje lo👂👂👂
Hhai noma enga kopela kodwa kuhle kyena futhi bayafana muhle umculo
Kufana yonke into lapha ishlobo wakhe yin bakithi
Lomfo yindidane uqobo lo yhooo kuphuka ndidane💪💪💪💪💪
Kufuneka uthole I backing yendidane
Mekeni lol mfana inhle lento oyenzayo ukuze igama lendidane niphathwe insphakande
Awuu ndoda wandikumbuza ndidane phambile sakuseka ✊🙋🙋🙋🙋💓💓💓💓
Yazi mele uthathe iband yamahlobo amahle,cha ayi yayshaya lento mfwet,,wangkhumbuza indidane
Salute amashinga #kepha ngegquma lestayela looool
ngawhlale phantsi nenjencane kenikhulume koz awunamabheking
Lala ngo kuthula ndidane yabantu
Ngiyavuma Nyamazana yiwo lowo shuni nkunzi
Ayi ngo brother we ndidane nalo tjoooh abantu nkc yam bayefana
Uyamhlula u Potso ngalo shuni bafo
Uyafana nendidane Kodwa uyabhimba kunayo🤭
Hay marn nxa nasi lesistayela
Up Stayela
Nokwanda Ncane Viva Stayela mfana khuphuka lapho
Ey Stayela ndoda🙆♂️🤷♂️
up stayela maaaaaaaaaaan ngyawthanda loshuni aysuka
Indidane ikuwe syabonga
Ngwane owakith wena
Yes yes yes...dankie mfanooo...
ilapho ingoma kuloshuni nkabi yami
Yiyooo kunjalo kunjalo bafana
KHUPHUKA STAYELE
Nazoke ndoda mesikulindile
Yhooo lomfo guys wenzan manje wasikhumbuza Indidane....kwenzakalani khanicacise bahloba bam
Lensizwa ngyaythanda
viva ngethwasa lamangwane
Best Lingisa Of The Year
Nang"ezama ukuzenza ischomane. ...awulungi mfan"wam
Ai udliwa umona istayela savunywa yiso ischomane uqobo wen yasuza ngalamasimba owakhulumayo umfana unekhono yayidlala ingoma kambe phel senaba oqhawe lami
yenza okwakho wena
Kahle,
Weee cc lobhudi ubambe ushuni wendidane njengoba benza bonke abaculi babamba owebhova sabeseka kungakho sewaba wushuni wombango nje ngoba siyabeseka kuyimanje abalandeli bakamtshengiseni bagcwele kukhuzani kathi ukhuzani udlala ushuni webhova ukusho naningayithandi indidane nanibanjwe yikhubalo nje ngoba seniyabazonda abadlala loyo shuni kodwa umuntu
Ngicela ama video lezingoma zendidane balandeli ... +26775124683