DR NTOMBELA

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 29 พ.ย. 2024
  • #SIYAVIVATV1

ความคิดเห็น • 251

  • @Blocc187
    @Blocc187 4 ปีที่แล้ว +16

    This is the only Gentleman I can listen to for soo long. Hour lonke!!!

    • @fathimamangubaneahmed4840
      @fathimamangubaneahmed4840 4 ปีที่แล้ว

      Agreed,and my wish is to meet him one day "Ngyamudinga"

    • @philisiwezungu7606
      @philisiwezungu7606 4 ปีที่แล้ว

      Cha nami ngiyamdinga ubaba uMabalengwe noma kanjani ngogcina ngimbonile

  • @siyethembaqwabe7949
    @siyethembaqwabe7949 4 ปีที่แล้ว +18

    Mapholoba , angifisi ukuqhathanisa odokotela but ubaba uNtombela engikuthanda kuye uzithobile kanti Uma ekhuluma kuyezwakala ukuthi umuthi uyawazi ngizomthinta nami ngoba ngilandela iqiniso from first interview ngamubona ukuthi uyawazi umuthi akayena unontanda kubukwa big up Pholobaz

    • @leabuamoagi5455
      @leabuamoagi5455 4 ปีที่แล้ว

      Totally agree he is humbly one thing that made listen, thokoza khehla👏

    • @emmerentiathembelihle7172
      @emmerentiathembelihle7172 4 ปีที่แล้ว

      I just love my brother uyayazi into yakhe.ave ehlekisa

    • @sanelemajola1404
      @sanelemajola1404 3 ปีที่แล้ว

      @@emmerentiathembelihle7172 Ibongo zakhe kungani zicishe zifane nezika Dr Khehlelezi, bunjani ubudlelwano phakathi kwabo njengoba ubaba ekhala kangaka ngezinyanga ezithanda udumo

  • @bestsceneslounge9645
    @bestsceneslounge9645 4 ปีที่แล้ว +7

    Pholoba you've just made my day ngo baba I wish u can have him weekly

  • @TshidisoMalefane-dd4rq
    @TshidisoMalefane-dd4rq หลายเดือนก่อน

    I do respect this gentleman with all my heart because his always humble,calm his the one i see that he will bring back my joy that i lost in 2018 after separate with my partner😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 4 ปีที่แล้ว +4

    Sengiphakathi SingoZwide kaLanga uSothondose omhlophe ngyoncela ulwazi ngizophawula ekugcineni makufanele 👏🏾👏🏾 siyabonga ngoDr Mabalengwe Ntombela nakuwe Mc Pholobas 🙏🏿

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว +1

      Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1

  • @lindelanilinda9479
    @lindelanilinda9479 3 ปีที่แล้ว +1

    I have watch this videos 5"times but I'm still going to watch more.. UMkhulu, I'm learning from the best..

  • @lindokuhlesimphiwe6832
    @lindokuhlesimphiwe6832 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngiyabonga Mkhulu muhle umsebenzi wakho kuyasho usumdala kuloluhambo❤️👏

  • @victordzanibe4092
    @victordzanibe4092 2 ปีที่แล้ว +1

    👊👊SIYAVIVA TV1..... Always The Best..... MC Pholobas bhut👊👊

  • @sfisoanderson626
    @sfisoanderson626 3 ปีที่แล้ว +1

    Thanks to Digitalization, now we could get all the wisdom we've been denied at the comfort of our homes. Conversations like these ziyasivusa nathi esilele esahlukana nesintu

  • @scebimpanza7145
    @scebimpanza7145 4 ปีที่แล้ว +2

    Amen out of all izinyanga ezike zafika lapho pholobas kuyaqala ukuba nenyanga yeqiniso. Kwamele ngiye ngiya cpnnectr naye #ntombela ngyabonga baba

  • @njongongalonkulu5023
    @njongongalonkulu5023 4 ปีที่แล้ว +5

    Before I even listen, I salute you umbuyisile

  • @lindiwemauku6686
    @lindiwemauku6686 4 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga Mapholoba I really appreciate bantu 2 listen 2 ubaba Mabalawengwe cz ukhuluma kahle nd unesineke

  • @njongongalonkulu5023
    @njongongalonkulu5023 4 ปีที่แล้ว +27

    Pholoba ndiyavuya ngoba uyamdedela akhulume namhlanje, Enkosi bra

  • @africainfuture5652
    @africainfuture5652 4 ปีที่แล้ว +10

    Baba 🙏✊👌 keep yourself humble thank you Mr

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1

    • @masithembelemfengu2905
      @masithembelemfengu2905 4 ปีที่แล้ว

      4⁴q2qqq3⁴ the qha 35w5q4w4q335w5q4w4q q4⁴ is ww212w43w ⁴the one ⁴⁴bbq ²4⁴ and 34qw3⅘333tqw3wwww⁴⅘⁴w23⅘⁴qq445⁴⁴ to ⁴be ⅘wqw3w234qq4w4wq534qqq⁴wqw3w234qq4w4wq534qqq 4w4344q2tw2w5q4q3 way 55w5244 4qq4w35433 on q4542ww⅘544 wq4⁴wwe write w4¾3a them ww25⁴wow twww4q⁴towers wow q34q⁴442qqww22⅘24w224w424w224w 5⅘qha VW wwe Queenstown 5w2AM qha we q⁴4w4w⁴awww 4have 5³4⅘q24wq3ww⁴www52w4⁴ww5⅘w4q⁴⁴was 4⅘q2³⁴433www4w4q⁴ the 44w2 year w⁴ for a klk 3⅜3w3ww33tw⅗tw⁴45ww4q45 a 4⅘qwwwwww wow 4w4w4w4w244 with qw3ww43 at 4w535qwww34⁴4w322w2⁴w442qq4w wq25qw4433w244qww4⁴www32q4ww⁴334w3q tw3ww224253q³7w

  • @menzimenzi6411
    @menzimenzi6411 2 ปีที่แล้ว

    Gud one if ungenaphondo awuyilutho uwudoti njeh

  • @blessingmaphumulo4983
    @blessingmaphumulo4983 3 ปีที่แล้ว +1

    Dankie Siyabonga Mahlobo 🙏🙏🙏🙏

  • @nkosingiphiledumisani4789
    @nkosingiphiledumisani4789 2 ปีที่แล้ว +1

    Saubona Mc cela usibizele umkhulu futhi Kade samgcina asitsele nobungozi bazo izigubhu plz

  • @jmanikelatvchannel
    @jmanikelatvchannel 3 ปีที่แล้ว

    Siyavusela sicela inomber ka DR Ntombela

  • @sanelemjiyakho1372
    @sanelemjiyakho1372 4 ปีที่แล้ว +3

    Dankie MC Pholobas No Dr sifundile❤

  • @sbohmeyiwa2873
    @sbohmeyiwa2873 4 ปีที่แล้ว +2

    Great interview MC Pholobas & Dr Ntombela 👏

  • @mxolisishange236
    @mxolisishange236 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga baba yakhulisa. Sengifisa ukukubona

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @njongongalonkulu5023
    @njongongalonkulu5023 4 ปีที่แล้ว +5

    Good Question Mapholoba, yake yatsho enye inyanga yam yase Swazini ukuthi udinga ube nenkomo

  • @nobuhlediya5730
    @nobuhlediya5730 4 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga MC ngomsebenzi wakho

  • @lennoxodwa2415
    @lennoxodwa2415 4 ปีที่แล้ว +1

    Dankie MC Pholobas siyohlangana noMkhulu cape town November

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Nazoke ungishuthele ngikubone made ngmindawonye, Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide276 4 ปีที่แล้ว +2

    Dr mabala engwe uynkosi yodokotela 🤞 ...ngoba uyimpilo yobunyanga mc mapholoba ngicela abuye njalo U Bab ntombela🙏🙏

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Loooool sikuzwa kahle , Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela

  • @mandlahmandlah4681
    @mandlahmandlah4681 4 ปีที่แล้ว

    Akezi ngemali qala ngokcacisa uneqiniso ngezinto ezinobungozi nezingenawo uyinyang enetruth n ayikho nyang ezoktshela qiniso ngemsbenzi yawo asbong baba Dr god bless u

  • @Jele-mk9ip
    @Jele-mk9ip ปีที่แล้ว

    Nikiniki dooooooor.l love this.

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide276 4 ปีที่แล้ว +2

    Mc pholoba ushembe unyazi lwezulu akugcine njalo ukhule uze ufundise isizukulwane sezizukulwane🤝🙏🤞

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Wow Ameeeeeniiii inkosi ikubusise makhulu lamazwi, Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela

  • @amilebuthelezi1419
    @amilebuthelezi1419 4 ปีที่แล้ว +2

    Yaz pholoba bafo akudluleki kwi siyaviva tv yethu owasilethela yona without me saying just about anything. So manje all i wanted to say is OLA 👍

  • @ThabangKhumalo_
    @ThabangKhumalo_ 4 ปีที่แล้ว +6

    Mc Pholobas, ey lezibongo zaze zanzima kakhulu. Zifana nezinye engeke ngizisho😅
    Bengicela ukuthi uke usilungisele i sound ngoba kunomsindo thizeni emuva, bese uthola enye i mic ukuze isandla sakho singakhathali. Uma kunyukela, please run a program so that we assist with donations.

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @lindanimakhanya5701
    @lindanimakhanya5701 4 ปีที่แล้ว +6

    Salute Mc Pholobas

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Nazoke thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1

  • @zanokuhlemazibuko6716
    @zanokuhlemazibuko6716 4 ปีที่แล้ว +2

    mapholoba umkhulu umabalengwe uyawadiliva yini amaproduct akhe, like angilethele kwelinye idolobha?

  • @BekezelaAurtwellGasa
    @BekezelaAurtwellGasa 7 หลายเดือนก่อน

    Baba ntombela kuyiqiniso abantu abayeke ukudlala ngabantu ubuhlungu leyonto umuntu alale avuke eseyinyanga syabonga baba mabala engwe

  • @zanelebuthelezi3485
    @zanelebuthelezi3485 4 ปีที่แล้ว +2

    Ake kuhlungwe amakhoba emabeleni ngempela sidlala abafuna udumo nokuzicebisa bona sibe sihluphekile akukho athi cha lokhu kuyangehlula konke uyakwazi cha siyabonga baba umahlobo kukhulu osinika khona silimele ngabelaphi bamanga angacabangeli inhlupheko yomuntu ujabule ukuthi wena unalokhu kodwa uyazi izinyembezi zethu sihluphekile kangaka 😭😭😭😭😭😭😭

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @lunganiinnocentzondo7847
    @lunganiinnocentzondo7847 4 ปีที่แล้ว +1

    🙌Mkhulu Mabalengwe...siyaphaphatha khehla👏👏...yaz kuningi esikufunda kuwe,kakhulu kazi mina njengomelaph osakhula.nofisa ukuphulukisa umhlaba...Mapholoba sibonga nje ukuphinde usibuyisele umkhulu ake ajule kancane ngesihlahla #SOMDLEBE,kanye NOMHLUME KANHLOYILE...kanti siyabahlonipha kakhulu nabanye abelaphi...kodwa mina nje udumo ngyalesaba😔...siyabonga kusiSIYAVIVA TV1...AKWANDE

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว +1

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

    • @NkosieMabaso
      @NkosieMabaso ปีที่แล้ว

      Syabong Mc Pholobas 🤝

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 4 ปีที่แล้ว +4

    syaqwashiswa , syakhula , siyabonga.

  • @janmaake8696
    @janmaake8696 4 ปีที่แล้ว +3

    Wow baba great one

  • @khumbulanizungu6563
    @khumbulanizungu6563 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga Pholoba kodwa ama prize ezigubhu nophondo awukubuzanga manje asazi ukuthi ubiza kangakanani u u Dr Mabalengwe.

    • @titimavuso3722
      @titimavuso3722 3 ปีที่แล้ว

      Amen tholakala kuphi baba ntombela

  • @elliotgcaba7127
    @elliotgcaba7127 3 ปีที่แล้ว

    Siyabonga.mkhulu.ntombela.enkosi

  • @mbuyisenimhlambi2741
    @mbuyisenimhlambi2741 3 ปีที่แล้ว +1

    Cyabonga Dr Ntombela ei bona sebaningi n bancane uzibuze ukuthi uthwase Nini umuntu ona 28yrs umdlalo nje

  • @mdumisenidlamini1382
    @mdumisenidlamini1382 4 ปีที่แล้ว +2

    Dr mabalengwe phila baba no M C Pholobaz.Sicela abuye u Dr Mabalengwe azosichazela ngenhlanga nezabantu besi Fazane.ngolwazi lwakhe plz siyacela abuye maduze.umfana waka Dlamini u MDu. Ngiyabonga

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว +1

      Sizozama
      Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela.

  • @sibusisokamnotho8750
    @sibusisokamnotho8750 4 ปีที่แล้ว +4

    Yabona Pholobas namanje ngisasho inkunzimalanga le ngyathanda ngendlela ahlubangayo udlubu ekhasini ingathi engabasiza abantu

  • @nonhlanhlasybilkhumalo1482
    @nonhlanhlasybilkhumalo1482 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga baba.. Amen 👊

  • @musigratitude3124
    @musigratitude3124 4 ปีที่แล้ว +3

    kukuphi lakhuluma khona ngesihlahla somdlebe

  • @sibusisosiyaya3283
    @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว +5

    Pholobas ngisuka kuye laEgoli ungivulele khehla kungakho ngity u no1

    • @scebimpanza7145
      @scebimpanza7145 4 ปีที่แล้ว +1

      Ei mf2 ngyafisa ukumubona. Hlola ngamalini mf2

    • @sibusisosiyaya3283
      @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว +2

      @@scebimpanza7145 khehla angeke ngidalule phambi kwabantu kodwa uyaneliseka ene uma unaye uyakunika nesikhaty sakho uzibuzele noma yini bese ekutshela ukuty lento ingalungiseka kanjani. Uphuma udelile kungakho ngity no 1

    • @scebimpanza7145
      @scebimpanza7145 4 ปีที่แล้ว +1

      Ngyabonga mf2 kakhulu akwande mf2. Ukth bengimulalele while ngfunda ama comment. Ei November f esebuya ejozi ngzoya

    • @scebimpanza7145
      @scebimpanza7145 4 ปีที่แล้ว +1

      Ngyabonga mf2 kakhulu akwande mf2. Ukth bengimulalele while ngfunda ama comment. Ei November f esebuya ejozi ngzoya

    • @alexbhebhe456
      @alexbhebhe456 4 ปีที่แล้ว +1

      OK kanti ukhona nasegoli bengithi useNatal

  • @sibusisosiyaya3283
    @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว +6

    Pholobas ungilethele ingwenya yami. Unumber 1 lelo Khehla

  • @zandilemkhonta1695
    @zandilemkhonta1695 4 ปีที่แล้ว

    Baba mabalengwe, sisive lesinsundu spila ngaphansi kwetimo letinmatima, sidzinga bantfu labafana nani 🙏

  • @luckymoyo8280
    @luckymoyo8280 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mapholobas utholakalaphi uMabalangwe

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @onlythetruthtv2686
    @onlythetruthtv2686 4 ปีที่แล้ว +2

    Sicela usilandela u Babu Dokotela Zuma 🙏singayithokozela interview yakho naye

    • @phumlanivezi9196
      @phumlanivezi9196 4 ปีที่แล้ว

      Udume ngani uDr Zuma my brother?

    • @ThabangKhumalo_
      @ThabangKhumalo_ 4 ปีที่แล้ว +2

      Nami ngicelile ukuthi akabize ubabu dokotela, uphendulile u MC Pholobas wanginika i number. I then forwarded the number to Dr Zuma, i hope he will see my comment

    • @ThabangKhumalo_
      @ThabangKhumalo_ 4 ปีที่แล้ว +2

      Phumlani Vezi Check his videos on youtube, he is well articulated and very informative

    • @lloydnkala949
      @lloydnkala949 4 ปีที่แล้ว

      Yar ngilawe lapho. Sicela uPholobas ameme uBabu Dokotela

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @siphosithebe6888
    @siphosithebe6888 ปีที่แล้ว

    Mkhulu ukhuluma kamnandi inkulumo yakho iqonde nqo ngiyayi supoter mkhulu ngiyafisa ngelinye ilanga ngifinyelele emagcekeni akwa Ntombela ngiyabonga

  • @mboniswakunene5742
    @mboniswakunene5742 4 ปีที่แล้ว +4

    Khuza Dokotela ngalenyanga ezisancane🙌🙌🙌

  • @kwandamthembu6453
    @kwandamthembu6453 4 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga MaPholoba...yayinhle into oyenzayo.

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela

    • @abemnisi7628
      @abemnisi7628 3 ปีที่แล้ว

      Mkhulu mabalengwe ngiyafisa ukuhlangana nawe

  • @sanelemajola1404
    @sanelemajola1404 3 ปีที่แล้ว +1

    Bunjani ubudlelwano phakathi kuka Babu Ntombela kanye no Dr Khehlelezi?

  • @sizwebabakansizwaxulu2765
    @sizwebabakansizwaxulu2765 4 ปีที่แล้ว

    Uyabeka uBaba uMahlobo🙌

  • @Vickie-ms4ow
    @Vickie-ms4ow 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga pholobas lo dokotela ukuza

  • @sphesihlesibiya7580
    @sphesihlesibiya7580 4 ปีที่แล้ว +2

    Dokotela!👏

  • @nkosinathitshokotsha3254
    @nkosinathitshokotsha3254 3 ปีที่แล้ว +1

    Niki niki door 😍

  • @mzwasithole9521
    @mzwasithole9521 4 ปีที่แล้ว +3

    Uneqiniso baba siyabonga

  • @sbusisotomose4393
    @sbusisotomose4393 4 ปีที่แล้ว +2

    Thatha MC Pholobaz gud questions

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @mabhizamyaka6046
    @mabhizamyaka6046 2 ปีที่แล้ว

    Dr mina ngihlonipha indlela obeka ngayo into uyacacisa

  • @siphiwembongwa747
    @siphiwembongwa747 4 ปีที่แล้ว +3

    Mapholoba Mina ngake ngaya kwenye Inyanga eyayivele kusiyViva TV kondwa Ayi iyiqili ngafika khona la esebenzela khona Kuna khamera kubiyelwe Nge electric fence ngathi ngigachaza kahle ukuthi kwezakalani what your contact

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 4 ปีที่แล้ว +3

    Akusizo leziwasho ezigcwele eBeautyzone ay seziningi lezinto ukhiye nje ukulungisa umsamo wakho konke kuberyt

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @bonganizenani5332
    @bonganizenani5332 4 ปีที่แล้ว +3

    Bayethe mapholoba, githi mangibonge from eartern cape, inkosi ukubusise

  • @ThaboM90
    @ThaboM90 3 ปีที่แล้ว +2

    Dokotela isgubhu zakho zicala nga malini?

  • @sibusisosiyaya3283
    @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว +4

    Ngizokuvuma njalo Pholobas

  • @sfisoeugene1090
    @sfisoeugene1090 4 ปีที่แล้ว

    Nyababona bonke odokotela namagalelo abo amahle nokukhuluma kwabo kuhle kodwa ukhona loooooo oyeeedwa njeeeee Mc Pholoba.
    uyabona lo okuthiba u Dr Dlamini Nondelamzimba ubaba ka Kokane aaaaaiiii bafwethu angisho ukthini ...
    Yabona loyababa akagxheki muntu akathi wazi konke .
    Uyinkinga Dr Nondelamzimba ,umthakathi uyinja kuye naye uyinja ezulwini mgyaphela lapho.

  • @simthembilesicoto6564
    @simthembilesicoto6564 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyabulela

  • @siphondlovu418
    @siphondlovu418 3 ปีที่แล้ว

    My favorite 2 gentlemen ❤

  • @sobhudu2500
    @sobhudu2500 4 ปีที่แล้ว +4

    Mmmmmmhhhhh 😂ukuba kuya ngami ngabe iba wu 2 hours le interview...... siyabonga mc pholobas

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @madammkandla9670
    @madammkandla9670 4 ปีที่แล้ว +5

    🤣🤣🤣 Kodwa mkhulu wena yazi ngathi bangakuletha iviki ne viki ukhuluma amaciniso wodwana Mkhulu Ngikwethulela isigcoko mkhulu

  • @thubelihlesamkelo2266
    @thubelihlesamkelo2266 4 ปีที่แล้ว +10

    Lo buhlungu abuzwayo i can relate ngoba basebenza kanzima kulendima abakuyo bese umsebenzi wabo ucekelwa phansi yilabo nontanda kubukwa eyi ngoba badlalile ngathi ontaba kayikhonjwa besikhokhisa izimali ezishisiwe kodwa singasizakali bese ubezwa koma TV nakuma Radios bezincoma. khona asebedume umhlaba wonke kodwa asikaze sizwe kuthiwa khona abamuphilisile kodwa ba busy basichomela ngemali le abayithatha kithi sibe singasizakele impela usuyakhula lomkhuba omubi ngenxa yabantu asebefisa ukuba oNkulunkulu.

    • @sibusisosiyaya3283
      @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว +1

      Amen Mkhulu Nami sengiphelile kuthathelwa oR12500 umuntu ety uyangisiza ngoba ngimbona kuTV kanti uzodlala ngami. Syabonga kuPholobas ngokusilethela uMkhulu ekwazi ukusicacisela. Ngty up Pholobas

    • @thubelihlesamkelo2266
      @thubelihlesamkelo2266 4 ปีที่แล้ว +1

      Eyi kubuhlungu kakhulu ngoba nayo lemali siyi sebenze kanzima. Siyabonga impela sengathi lingakhona ikomidi lapho siceba khona leziNyanga ezidlala ngathi. Kwesinye isikhathi ufika izolungisa okunye yona isifuna ukukuthwalisa

    • @sibusisosiyaya3283
      @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว

      Wena uze ngezinkinga zakho ezibhekene nomndeni wakho efike engakuhloleli, evele ekutshele ukuty lento yakho ingalungiswa ukuty uthwale noma uthathe isgubhu. Usale uzibuza uwedwa ukuty lesgubhu uzosibeka kuphi njengoba uhlala emzini kayihlo. Ekhohlwe ukukuhlolela ngoba iningi labo abakwazi ukuhlola ngine sure yaloko

    • @thubelihlesamkelo2266
      @thubelihlesamkelo2266 4 ปีที่แล้ว

      Sibusiso Siyaya kudlaliwe ngathi. Sihlala sigxeka laba Fundisi abadlala ngabantu kanti nangapha lomkhuba usumningi and umosha ubuntu bethu ngoba uthola sewunikwe nesilwane ongachazelwanga ngaso nawe usibona sesivuka ekhaya lapho Izinto zibhede kakhulu kanti wawu ngayele nokuyolanda lezo zinto wena. Abayeke ngempela ukuthi befune ukulapha yonke into ngezi gubhu...

    • @sibusisosiyaya3283
      @sibusisosiyaya3283 4 ปีที่แล้ว

      Mina khehla angisho ukuthini kodwa ivideo yokuqala ka Mkhulu yangibusisa ngaya nakuye eGoli wangisiza ene nemali ohlola ngayo awuyikhaleli ukutshele, akubuze nento obukade uyazi obungazitsheli ukuty ingaba yinkinga ngaleyondlela uyakunika iskhaty sakho

  • @LungisaniFasi-yc8qr
    @LungisaniFasi-yc8qr หลายเดือนก่อน

    Dokotela uyinkunzi Wena engekhe ibanjwe nawubani qhubeke fundisa ngempilo entle Uma ubulana emonti hayi bengizofika lapho khengizoncela okuncane

  • @mandisigarven1155
    @mandisigarven1155 3 ปีที่แล้ว +1

    Doctor mkhulu ntombela mangithathe thuba ngibengelele thokoza babumkhulu

  • @zamn2853
    @zamn2853 4 ปีที่แล้ว +6

    Kanti zingaki izindumandumane izihlahla zomdlebe ezingahlalwa nyoni?😀

  • @emmyj4141
    @emmyj4141 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyamazi umuntu akhuluma ngaye oDr Nto 😂😂 qwele konke la. Heber heber hener ghana, Heber heber Dubai aibo 🤔

  • @thuthukahadebe4266
    @thuthukahadebe4266 4 ปีที่แล้ว +1

    Ngingakayibuki nje levideo ngyethemba ukuthi ubaba uNtombela ngeke elokhu ephazanywiswa mayekhuluma njengesikhathi esidlule. Ngiba ngesikhathi esidlule wayephazamiseka kakhulu esathi uyachaza.

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Wena daniele umyele esigodlweni uyathanda ukulanda Qhawe kepha uzobabona abaphazamisayo, sikuphinje isidingo sokuhleze ugxeka , hhayi khuzeka please

  • @mazwiesibiya1332
    @mazwiesibiya1332 4 ปีที่แล้ว +4

    Kunomtalabho kule interview 🤣🤣 ngfuna niyembule izinqa le nyanga yamanga eqola abantu @Mc Pholobas baya khala abantu ngale nyanga kodwa basaba ukuphumela obala🤣🤣🤣

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela

  • @siphomthiyane6769
    @siphomthiyane6769 4 ปีที่แล้ว +2

    Mapholoba ngiyabonga yazi... DR WAYIKHULUMA LENTO YOCHAIRMAN KULIQINISO UKUTHI KHONA ABAZOROBBERY ISIZWE ESINSUNDU... NGICELA USILETHELA ABANTU ABAMELE IZINYANGA ZONKE

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @mlondyngoyi6775
    @mlondyngoyi6775 4 ปีที่แล้ว

    Hayi Mkhulu uMabalengwe uyinkuzi Mna ndiyakuvama 🙏🙏 inkosi ikubusise

  • @ramsrams2608
    @ramsrams2608 4 ปีที่แล้ว +3

    How much isgubu mkhulu

  • @ntuthukomlambo9160
    @ntuthukomlambo9160 4 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga ngokusibuyisela uNtombela nokuthi awusamuphazamisi kakhulu lol

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว +1

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @comfortdidfox5243
    @comfortdidfox5243 4 ปีที่แล้ว +2

    Pholobas whr to get those products🙏?

  • @mkhululizondo6447
    @mkhululizondo6447 4 ปีที่แล้ว +2

    Yaz kwesinye iskhathi mangizwa izinkulumo za Dr Mabalengwe ngazathi igadla ku Dr Khehlelezi, Lento ngiqale ngayizwa ezibongeni mayethi "ndumandumane eyaduma ezizweni, shahla somdlebe..."

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว +1

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

    • @loloerh3582
      @loloerh3582 4 ปีที่แล้ว +1

      Nam ilokho engikbonay😂😂😂😂

  • @mzohrafiqkhathide8650
    @mzohrafiqkhathide8650 2 ปีที่แล้ว +1

    Ok

  • @loveitandenjoyitntuth129
    @loveitandenjoyitntuth129 4 ปีที่แล้ว +2

    Can plz Baba can he courier the products if stay in other province

  • @scavengersweetdeepza195
    @scavengersweetdeepza195 4 ปีที่แล้ว +1

    Dankie Fuze

  • @siphomagwaza6681
    @siphomagwaza6681 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga baba

  • @nkosingiphilehlongwane8330
    @nkosingiphilehlongwane8330 4 ปีที่แล้ว +2

    Uqweqwe umkhulu mabalengwe ngyavuma mina

  • @mhlobomawethuoscarmvundlel933
    @mhlobomawethuoscarmvundlel933 4 ปีที่แล้ว +1

    Enkoc kakhulu Pholobac ngosiphathele umkhulu uyibeka kucace sifunda lukhulu siyabonga

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @nobhilitacomedy
    @nobhilitacomedy 3 ปีที่แล้ว +1

    💯

  • @khulekanisbusiso8552
    @khulekanisbusiso8552 4 ปีที่แล้ว +1

    Pholobas siyithola kanjan ama product kaDr

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      Ngicela umfonele please, Thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1 God bless you & please Share the link ubadlulisele nje siyakucela

  • @johannesmalaza7466
    @johannesmalaza7466 2 ปีที่แล้ว

    Ngabe umabalengwe uyasihlambulula isithunywa na

  • @jongiemriga3281
    @jongiemriga3281 4 ปีที่แล้ว +2

    Akhe ngithi nje Dr Khehlelezi #Asikho iskhathi sabantu abaBitter #Nyanga Yodumo Mzo

  • @mzwasithole9521
    @mzwasithole9521 4 ปีที่แล้ว +2

    Inkunzi yenyanga le uMahlobo uhluba udlubu ekhasini

  • @sivilehanxa242
    @sivilehanxa242 2 ปีที่แล้ว

    NGCOBO NDICELA UNDIXELELE BANA NDINGAHLANGANA NJANI NOMKHULU

  • @mzwandiledulela7878
    @mzwandiledulela7878 4 ปีที่แล้ว +1

    True n honesty

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @armstrongmbutho1701
    @armstrongmbutho1701 4 ปีที่แล้ว +1

    Ngicela uMkhulu asilungisele umfana lo obamba izincingo zika Mkhulu ake akhulume kahle nathi uma sifona uyeyisa shame kani siyaludinga usizo luka Mkhulu. Ngiyabonga

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

    • @thabanilawrence8627
      @thabanilawrence8627 4 ปีที่แล้ว

      Pholoba scela uBaba abuye azochaza nezizwe.amabutho.

  • @ndumisopraisewellsibisi9775
    @ndumisopraisewellsibisi9775 4 ปีที่แล้ว +1

    Uyakhuluma omkhulu...iqiniso likhona olwimini....futhi ngidlile mina. Ngingathanda nje kuke ngihlale nawe axoxe aseke adlula kuko kulendima yethongo ngoba ulwazi luningi...

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  4 ปีที่แล้ว +1

      God bless you thanks for Supporting SIYAVIVA TV 1, please Share the link

  • @gracesimelane3567
    @gracesimelane3567 4 ปีที่แล้ว

    Baba Mahlobo istroke esezineminyakana uzilapha ngamalini Ntombela

  • @InjulaSamson
    @InjulaSamson 4 ปีที่แล้ว +1

    Pholobas👏