Ubethanda kakhulu ucansi ngaze ngabaleka | LOVE BACK | S1-EP83

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 8 ก.พ. 2025
  • We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #blaqlifetv #loveBack #HandsOfIthala

ความคิดเห็น • 218

  • @LiyabonaMshengu
    @LiyabonaMshengu 5 วันที่ผ่านมา +32

    Stufuza uthi asikwazi ukuthi simphoqe kodwa uma kuyindoda ethi inomuntu uyayincenga ize ivume😮😮

  • @ntando1692
    @ntando1692 5 วันที่ผ่านมา +23

    Stufuza when a woman ask for love back you are forceful but when a man is you easily give up

  • @muzisikhakhane9627
    @muzisikhakhane9627 5 วันที่ผ่านมา +7

    UTufuza akawancengeli amadoda kodwa uma kungosisi wenza konke okusemandleni uze ubone nawe ukuthi la useyaphoqa ,sengithanda ukusola ukuthi unenkinga nabantu besilisa ufaka imizwa yakhe yaphambilini ngokuphoxwa ngabantu besilisa,sengizizwa ngingasaluthandi loluhlelo lwakhe.

  • @siphengubane7737
    @siphengubane7737 5 วันที่ผ่านมา +31

    I wish when men refuse love back (e.g Mdletshe) uStufuza asheshe abayeke njengoba enza la

  • @BenThobei-n6h
    @BenThobei-n6h 5 วันที่ผ่านมา +14

    Kanti Mrs Ndlela ukhulumela abantu abanjani

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 2 วันที่ผ่านมา

      Uyadida masele kufika lapho wonke umuntu unamaphuta wake kumakulana

  • @ZamashingaKunene
    @ZamashingaKunene 5 วันที่ผ่านมา +12

    Ay Mrs Ndlela ikuhlulile iShow yakho namhlanje 🙌 abanye uyabancengela lomfana ukwenzen wambukelela 😮 even esekcela kuth umkhulumele uyamchitha 😢 am so disappointed yoooh!!💔

  • @KwaziNgcongo
    @KwaziNgcongo 5 วันที่ผ่านมา +3

    Kodwa Stufuza ngihlezi ngikubuka sisi ,uyazi wonke muntu uma ukhuluma naye awunenzi azizwe engelutho ....qhubeka mntaka ma syabonga

  • @McebisiMthembu
    @McebisiMthembu 5 วันที่ผ่านมา +8

    Umfana owabalekela usekisi

  • @ThokoSimelane-y1n
    @ThokoSimelane-y1n 5 วันที่ผ่านมา +14

    Umuhle stufuza ndlela umuhle gal❤❤❤

  • @JabulileMncwabe-r5j
    @JabulileMncwabe-r5j 3 วันที่ผ่านมา +3

    Hamba mfana wami uye eclinic bazokusiza ukhona futhi nomelaphi wendabuko uFelemntwini thola inumber kuMatifana 🎉

  • @MthobisiPride-sb3fz
    @MthobisiPride-sb3fz 5 วันที่ผ่านมา +4

    My brother just accept the pain as it is....in life you lose something to create a space for something better...even the lose comes with alot of pain....

  • @DavidMsweli
    @DavidMsweli 5 วันที่ผ่านมา +10

    Stufuza umzondile lomfana kodwa abanye uyabancengela lomfana umshiya ngaphandle

  • @Mxolisi_Mthanti
    @Mxolisi_Mthanti 2 วันที่ผ่านมา +1

    isinothongwana somfana
    😅😅

  • @SthabisoDladla-u1e
    @SthabisoDladla-u1e 5 วันที่ผ่านมา +2

    Bafana syadliwa 0-5 girls .....sdinga I striker e sizoba crc nge second half sibuye kwi game le match asikwazi ukuyi looser or sizobamba I umbrella for ama girls esesicongweni

  • @NkosinathiGumede-x1t
    @NkosinathiGumede-x1t 5 วันที่ผ่านมา +3

    Uyanya lomfana wahlulwa isibumbu, isibumbu akusona esabafana,isibumbu bafethu siyashisa,isibumbu simnandi sisehosheni oshisayo😂😂😂😂

  • @ItumelengMogajane-m3p
    @ItumelengMogajane-m3p วันที่ผ่านมา

    Now he's back by fire by force...he went home to recharge now imbiza is activated

  • @oscarrikhotso2985
    @oscarrikhotso2985 6 วันที่ผ่านมา +75

    This presenter at times is forceful when its a woman asking for love-back but never when the woman says NO.

    • @Njabulo-i4i
      @Njabulo-i4i 6 วันที่ผ่านมา +6

      True

    • @vutshilofortunate9697
      @vutshilofortunate9697 6 วันที่ผ่านมา +1

      @@Njabulo-i4i true

    • @LindaniMthombeni-x8u
      @LindaniMthombeni-x8u 6 วันที่ผ่านมา +11

      True when is a lady ask for a man Stufuza force things but if it's a man she always says we won't force her to agree 😢😢😢😢😢 l am always getting disappointed by Stufuza day in and day out she's not fair bengimthanda Stufuza kodwa kasenzi kahle masethatha amaside 💔💔💔💔😭

    • @GauweMashiloane
      @GauweMashiloane 5 วันที่ผ่านมา +2

      ​@@LindaniMthombeni-x8uthat is not true

    • @JabulaniQaphelani
      @JabulaniQaphelani 5 วันที่ผ่านมา +3

      100%correctly

  • @nomkhosithobeka6773
    @nomkhosithobeka6773 5 วันที่ผ่านมา +5

    Mmmmh lo sisi omncane unespilion esedlula umfana,shame kwab,hlungu boy Zama obhuti abadala bakcebise ukuthi ungasizakala kanjani ngenkinga yakho.❤❤❤❤❤❤❤

  • @BenThobei-n6h
    @BenThobei-n6h 5 วันที่ผ่านมา +4

    Lomfana uyisilima woman on top yiyona impela engiyithandayo.une drama lomfana ngixhumaniseni nalo sisi please 🙏

  • @ThandoGama-u1k
    @ThandoGama-u1k 3 วันที่ผ่านมา +1

    UMjita obalekiswa ukuthi ingquza iyamqeda😂😂🚩🚩🚩

  • @mfanisenihlatshwayo8623
    @mfanisenihlatshwayo8623 4 วันที่ผ่านมา +1

    Wehlulwa ukudla uze ukubalekele ntwana,hhay wabheda ntwana .Lengane soze yaxola .

  • @monwabisitekete6190
    @monwabisitekete6190 5 วันที่ผ่านมา +16

    Islender esincane esithanda i women on top 😂😂😂😂😂 slender never get tired unless the driver is careless

    • @ThembalethuMadlala
      @ThembalethuMadlala 5 วันที่ผ่านมา

      Lol yaziiiniii😂😂😂😅

    • @SimphiweShangase-i1e
      @SimphiweShangase-i1e 5 วันที่ผ่านมา +1

      😂 ngingasihlephula strong ngomthondo 🫵

    • @monwabisitekete6190
      @monwabisitekete6190 5 วันที่ผ่านมา +1

      @@SimphiweShangase-i1e 😃😃😃😃😃😃😃😃

    • @NanaZulu-vx9cm
      @NanaZulu-vx9cm 5 วันที่ผ่านมา +1

      ​@@SimphiweShangase-i1e😂😂😂😂

    • @nompilosikhosana-dc7ig
      @nompilosikhosana-dc7ig 5 วันที่ผ่านมา

      Slenda siyashesha ukukhathala ft ilenda aziluthandi ucansi
      😂😂yabona izidudla Ave zinyenza lento woman on top azikhthali

  • @ThandazaniNxumalo
    @ThandazaniNxumalo 5 วันที่ผ่านมา +18

    Lomfana ubalekela isbumbu 😅😅😅😅😅

  • @MfanufikileGcabashe
    @MfanufikileGcabashe 5 วันที่ผ่านมา +2

    Hau stufuza ave unomoya omuhle yaz❤

  • @williamjere8478
    @williamjere8478 6 วันที่ผ่านมา +5

    You miss the sun when darkness comes

  • @SiphesandeSikhungu
    @SiphesandeSikhungu 6 วันที่ผ่านมา +7

    Ilinde ngomode ikapa lodumo🎉

  • @MaqhaweMbuyazi
    @MaqhaweMbuyazi 4 วันที่ผ่านมา +1

    Yey ungabalekiswa into emnandi kanje umfana Kahle Lo 😳

  • @thabotbos9566
    @thabotbos9566 5 วันที่ผ่านมา +13

    I like it when Stufuza says ehh😁😁

  • @BusiMali-y1o
    @BusiMali-y1o 3 วันที่ผ่านมา +2

    Lengane yenza o woman on top nje incane kanje 😂😂

    • @Mancinza1001
      @Mancinza1001 3 วันที่ผ่านมา

      😂😂😂😂Yey

  • @KhilikithiBhuu-Phansi
    @KhilikithiBhuu-Phansi 5 วันที่ผ่านมา +1

    If u connect no Stufuza whether you are man or woman and if your energy is winning uya vena kuphela. She is best at winning it for men actually, she knows how to persuade osisi.

  • @RuthMgobhozi
    @RuthMgobhozi 5 วันที่ผ่านมา +6

    Kodwa nhloboni yomfana? Isidididi soqobo ungachaza lobulima ubukwe abantu uziveza ihlazo. Kulungile ikwale intombazane sdididi. Yeka lomphuphe ngane abuyele emafamu😂😂😂

    • @Spillion
      @Spillion 5 วันที่ผ่านมา

      Inkabi ithi ibimthusa indlela enza ngayo kant futh yon ibishesh idedele😅

  • @MichelleKippin-q4d
    @MichelleKippin-q4d 5 วันที่ผ่านมา

    Stufutufu sethu siyakuthanda usiphathela kahle uhlelo kodwa mekungamadoda azocela I love back uyabayekelela abesifazane ucindezela noma ngabe kwakuyiphutha lakhe aze awine.lomfana umyekelelile echaza ukuthi wethuswa indlela ayenza ngakhona waba ngaphezulu kakhulu kwakhomba ukuthi lukhulu alwaziyo ngocansi wathuka umfana . hhayi Kabi stufu kodwa akwenzekanga kahle

  • @VusiMndebele-gl3lo
    @VusiMndebele-gl3lo 5 วันที่ผ่านมา +3

    I think you viewers should start respecting the presenter , she is a married person now.

  • @BKMpilo261
    @BKMpilo261 2 วันที่ผ่านมา

    Life Goes On

  • @MbonisiNcube-m7w
    @MbonisiNcube-m7w 3 วันที่ผ่านมา

    Lami ngiyakhala ngawe Stufuza awusayenzi kahle kukhona obancengelayo uze uncedise ngisho lokushela even umuntu esethi usemuve on selomuntu uyamcelela iLove back kwabanye uvele uthi asikwazi ukuphoqha umuntu engafuni,ubuyiphethe kahle mpela leshow but usungani ulama fervours.

  • @AbelMhambi
    @AbelMhambi 5 วันที่ผ่านมา +2

    Ufundile ndola never repeat the same mistake again in your life but Thomas ufela emtwini

  • @Nozie-x5t
    @Nozie-x5t 4 วันที่ผ่านมา +1

    Angisoli lutho ngo mphathi wohlelo ubhuti udinga ukudodiswa kuningi

  • @NtombenhleMadondo
    @NtombenhleMadondo 3 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Ay waze wavilapha umfana 😂😂😂

  • @siphiwesibeko1287
    @siphiwesibeko1287 5 วันที่ผ่านมา +2

    Chances are this girl is in love with older man

  • @HUMBULANINEKHUMBE
    @HUMBULANINEKHUMBE 17 ชั่วโมงที่ผ่านมา

    Stufuza this time you are very rwong xem

  • @MphoNtema
    @MphoNtema 5 วันที่ผ่านมา +2

    Kodwa naye lo cc ukhuluma kabi is painful wen u love someone akuphedule kanje caa

  • @khanyisomasango9147
    @khanyisomasango9147 2 วันที่ผ่านมา

    Luya straight talker akayi le nale😮

  • @lunganindovela2318
    @lunganindovela2318 วันที่ผ่านมา

    Uvele uzoybukanisa nezwe nje.. ay amajita

  • @keneilwedikutle5617
    @keneilwedikutle5617 6 วันที่ผ่านมา +3

    this things dont know what they want u press they complain u dont still they complain

  • @JosephNyandeni
    @JosephNyandeni 5 วันที่ผ่านมา +1

    😂😂😂😂😂.....!!! Saba inquza

  • @LungileMlambo-f5r
    @LungileMlambo-f5r 4 วันที่ผ่านมา

    Kazi yayivelephi yona ley we man on top Kaz weslenda yinithande Le shandis ayi cha

  • @ThulaniMyeni-d1p
    @ThulaniMyeni-d1p 5 วันที่ผ่านมา +9

    Bocc musani ukuphaka kakhulu ukudla sisheshe sisuthe uma kukuningi

    • @NanaZulu-vx9cm
      @NanaZulu-vx9cm 5 วันที่ผ่านมา

      @@ThulaniMyeni-d1p mele sensenjani coz syaphaka niyakhala asiphaki niyakhala sizonibulala isbumbu mangabe aniboni

    • @Spillion
      @Spillion 5 วันที่ผ่านมา

      ​@@NanaZulu-vx9cm😂😂niyasthusa maniphhak kkhulu sisasisaba isbumbu thina😢😂

    • @NurseSylvia
      @NurseSylvia 5 วันที่ผ่านมา

      ​@@NanaZulu-vx9cm🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @celimpilobiyela6517
    @celimpilobiyela6517 วันที่ผ่านมา

    Cc Stufuza uyakwazi ukuphenya umuntu futhi izwi lakho liphole kamnandi uyamehlisa umuntu noma ezama ukuphakama❤

  • @NkalimevaSondiya
    @NkalimevaSondiya 4 วันที่ผ่านมา

    Wena mfana uyasangana nje uzohlekwa kakhulu kunakuqala, ikuhlulile nje inkomo. Intombazane kufanele yenze konke ekufunayo ngomthondo wakho uwena owamshela futhi nje ubukeka uyisinokwe nje ungabalekela imomozi uyobhajwa emakhaya.

  • @BonganiPhiri-d7s
    @BonganiPhiri-d7s 4 วันที่ผ่านมา +1

    Kkkk wabalekiswa yinkomo😄😄😄😄

  • @PhumzilePretty-t9p
    @PhumzilePretty-t9p 5 วันที่ผ่านมา +3

    Boy kungakuhle uye men's clinic bangakisiza kulenkinga yakho uzomthola umaqondana wakho

  • @ThembiNcube-o8v
    @ThembiNcube-o8v 6 วันที่ผ่านมา +3

    INDABA YOCASI IYINKINGA BANTU KUKHULU KUYEZA EMHLABENI HLALANI NILINDE LIZOKUBONA🤞🤞

  • @zenzonxele9509
    @zenzonxele9509 5 วันที่ผ่านมา

    🥺Mmh yamshisa women on top lomjita

  • @JabulileMncwabe-r5j
    @JabulileMncwabe-r5j 3 วันที่ผ่านมา

    Awumnikeze isikhathi mhlambe usakupunisha nje uzobuye akuzwele

  • @MfanufikileGcabashe
    @MfanufikileGcabashe 5 วันที่ผ่านมา +1

    Cha stufuza ayikho into ongayenza la😊

  • @JacobMugadui
    @JacobMugadui 5 วันที่ผ่านมา +1

    Hai umjolo😊

  • @FifiFifi-s9w
    @FifiFifi-s9w 5 วันที่ผ่านมา

    How😮 ndoda.kodwa kuzolunga .ncese love back uzokubulala ngempahlenkulu.😅😅😅 .sliza Tsotsi.

  • @NompenduloNoxolo
    @NompenduloNoxolo 5 วันที่ผ่านมา +2

    Siyawina gals no8

  • @MandlaKhumalo-nz7jy
    @MandlaKhumalo-nz7jy 3 วันที่ผ่านมา

    Vele ayikho nento ephusile eshiwo umjita ufana nomuntu othule

  • @DavidMsweli
    @DavidMsweli 5 วันที่ผ่านมา +5

    Pho uyifunelani lengane ngoba iyakwehlula

    • @NurseSylvia
      @NurseSylvia 5 วันที่ผ่านมา

      Haww yaz buza futhi😅😅😅😅

  • @mawethumhlontlo
    @mawethumhlontlo 5 วันที่ผ่านมา +1

    😅😅😅😅abafazi bayalwelana

  • @AlfredNgoni-cz5uv
    @AlfredNgoni-cz5uv 5 วันที่ผ่านมา +7

    Ubalekela ikuku

    • @NanaZulu-vx9cm
      @NanaZulu-vx9cm 5 วันที่ผ่านมา

      Cabanga😂😂😂😂

  • @sanelemagaela
    @sanelemagaela วันที่ผ่านมา

    Stufuza nepotism is forbidden

  • @EvansSiziba-z5j
    @EvansSiziba-z5j 5 วันที่ผ่านมา +4

    Situfuza, u favor women than men. U force men to accept love back bt when it comes to women uvele uthi asikwazi ukumuforsa. No no. Situfuza ur not fair. Why do u do this?

  • @BongiLwandle
    @BongiLwandle 5 วันที่ผ่านมา +6

    😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂kodwa ngokugibelwa usufaka 180😂😂😂

    • @NanaZulu-vx9cm
      @NanaZulu-vx9cm 5 วันที่ผ่านมา +1

      Wabona into engakaze aÿibone imarathon

  • @Msihles-p5i
    @Msihles-p5i 5 วันที่ผ่านมา +4

    Losisi omncane uhlakaniphile kunomMfana😅

    • @NurseSylvia
      @NurseSylvia 5 วันที่ผ่านมา +1

      That's y umfana kuumele athole ugal ongenaso ispilyoni bazokwazi ukuba same page ngoba kuhlakaniphe ugal uyalulazeka loboi

  • @BongiMaphitha
    @BongiMaphitha 5 วันที่ผ่านมา

    Balekiswe yi-woman on top,uMangcobo uwubhala kahle u-number 8🤣🤣🤣

  • @AntonNxele
    @AntonNxele 4 วันที่ผ่านมา

    Engathi lombhemu khona lakushoda khona kuye intambo ayithinti kahle ku parafin

  • @MduduzimikeKhawula
    @MduduzimikeKhawula วันที่ผ่านมา

    Kodwa stufuza waze wangiphoxa, wena wancengela intombazane eyabalekela umjida ngoba engenalutho ngaleso skhathi waze wathola umuntu amthandayo kodwa wakwazi ukumncengela, wathi usazocabanga. Awukwazi ukumphoqa manje ngoba kumuntu wesfazane

  • @ThembalethuMadlala
    @ThembalethuMadlala 5 วันที่ผ่านมา +1

    Aiy aiy aiy les Slender lesi😂😢😅😅😅😮

  • @PhilaSibonelo
    @PhilaSibonelo 5 วันที่ผ่านมา

    Wawshesha ukdedela

  • @Syabongawiseman-q2g
    @Syabongawiseman-q2g 5 วันที่ผ่านมา +1

    Nobutabane bukhona la .

  • @inkosanayamaqhawe-bd7kz
    @inkosanayamaqhawe-bd7kz 5 วันที่ผ่านมา +1

    Wena stufuza uyakwaz ukuncengela amantombazane Uma efuna ukubuyelana nabafana. But Uma kuwumjitha uwubancengeli.... ngkhuluma nje ubu busy uncengela intomb eyayishadile ikhehla . Waze wacishe wavuma umjitha lokhu olaa.mara kumjitha lutho uvele uthule nje uyarobha crc

  • @ThandekaTeenyawo
    @ThandekaTeenyawo 4 วันที่ผ่านมา

    eish istory sam sishayisa ngamahlon kakhulu 😂😂😂😂

  • @luvuyonti1206
    @luvuyonti1206 5 วันที่ผ่านมา

    Lentombazane eyaka Ngcobo ngempela, ngisho nalomfana uyayisaba 😂😂😂

    • @MzothiMkhungo
      @MzothiMkhungo 5 วันที่ผ่านมา

      😂😂😂😂😂

  • @davidbuthelezi8922
    @davidbuthelezi8922 5 วันที่ผ่านมา +1

    Mfana move on yeka lomqondo usemncane maningi amantombazana uzothola intombi ezokujabulisa nawe ungaphinde ubalekele I woman on top

  • @JamesKhumalo-c6v
    @JamesKhumalo-c6v 5 วันที่ผ่านมา +1

    Kodwa mfowethu wabaleka kodwa sufuna ukubuyela uzakukhona mpela ayi zama komakhelwane

  • @Msihles-p5i
    @Msihles-p5i 5 วันที่ผ่านมา +4

    😅 Lomfana ngathi ubanjwe u Arosta😅

  • @SakhileHlabisa-df8nr
    @SakhileHlabisa-df8nr 6 วันที่ผ่านมา +3

    Which is which Kahle Kahle Couz if lingavuki niyasishisa by if sesiycela like kaningi niyaComplainer

  • @Selby-i4q
    @Selby-i4q 5 วันที่ผ่านมา

    Mcengele umfana Stufuza ngoba uyacenga xa ingumama

  • @ThabileNoma-z4z
    @ThabileNoma-z4z 5 วันที่ผ่านมา +1

    Eiii kunzima ubalekile kodwa manje futhi sewubuyile uyamfuna kanti kwenzakalani uyanqena yin kuthi uvele ubaleke nje straight mfothwe uzolithola ubambo lwakho phephisa nkosiyami indaba zocansi zinzima lindani nithandaze 😅😅

  • @RabbitX.A.B.A-b1k
    @RabbitX.A.B.A-b1k 5 วันที่ผ่านมา

    engabe unangaki ubalekela ingungumbane mfana weeaaa phecelezi uyikovane mfanaaaa

  • @andileandile5718
    @andileandile5718 5 วันที่ผ่านมา

    Ncooo shame,ksayimina lo Luya😢

  • @PhilaKhoza-c9j
    @PhilaKhoza-c9j 5 วันที่ผ่านมา

    Ustufuza koda meku muntu wesfazane ofuna ilove back uyamcengela koda abafana uyabayekelela....presenter wethu sacela uyeke kukhetha amaside koda uzame ngokusemandleni akho kuthi umlekelele ocela usizo kuwe

    • @NurseSylvia
      @NurseSylvia 5 วันที่ผ่านมา

      Wenze kahle uStufuza ng9kungamcengeli ubhuti ngoba ugal usenesoka.....ckhathele ukbulala kwabesmame ngendaba yok cheater....obhuti bangakwazi ukuba nesthembu hai ogal ngoba isdumbu singaphuma sorry❤❤❤ izomthola owakhe ubafo angafi❤❤❤

  • @ThulasNkosi
    @ThulasNkosi 5 วันที่ผ่านมา +1

    Cha uyabhora wena stufuza shame,ukube kadekungumuntu wesfazane ngabe umuncengele

  • @BuliswaBulie
    @BuliswaBulie 6 วันที่ผ่านมา +2

    🎉🎉🎉

  • @Njabulo-e5s
    @Njabulo-e5s 5 วันที่ผ่านมา

    Stufo Stufu ❤😂

  • @InnocentCherryPie-ic1if
    @InnocentCherryPie-ic1if 5 วันที่ผ่านมา

    Kodwake akusiye umzulu lomfana

  • @WisemanDlamini-nx3kw
    @WisemanDlamini-nx3kw 5 วันที่ผ่านมา +2

    Waze wamncane mfana nokuncengan nesfeb yoguga Nin uncengan zentombazan shiyaphans lent ayinhle nokub yinhle nje

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 2 วันที่ผ่านมา

    Cela umfana aye e mansclinic uzosizakala,iyoba intombi eyobe isimncenga

  • @RosaMachaieie-l9w
    @RosaMachaieie-l9w 4 วันที่ผ่านมา

    Awufuni kukwelwa mafana uyibari

  • @SabeloZwane-ir9rh
    @SabeloZwane-ir9rh 5 วันที่ผ่านมา

    NoMfaz'omnyama waze washona ekhala esikaMaNgcobo 😂😂😂😂😂 lelijongo lihlekwa nayizinyoni 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @muzisikhakhane9627
    @muzisikhakhane9627 5 วันที่ผ่านมา +1

    The presenter is not fair she is biased and I'm beginning to hate her shows, when if it's woman pleading for a love back she makes sure that she assist that particular woman but when it's a man pleading for a love back she becomes emotional in favor of a woman,she doesn't even try to assist the man instead she'll quickly end the show stating that there's nothing she can do and she cannot force her to do what she doesn't want or like.

  • @MantoeShangase
    @MantoeShangase 4 วันที่ผ่านมา +1

    Stufuza ncengani bo

  • @LUNGELOTHWALA-l2t
    @LUNGELOTHWALA-l2t 4 วันที่ผ่านมา

    Hau lomfan usaba umdzidzi😅😅

  • @siphesihlesiyabonga6759
    @siphesihlesiyabonga6759 5 วันที่ผ่านมา

    iFREAK le

  • @nomondenomonde5111
    @nomondenomonde5111 5 วันที่ผ่านมา

    Yooooooo ai bandla 😂😂😂😂😂😂😂bafoh

  • @MthokozisiClifford
    @MthokozisiClifford 5 วันที่ผ่านมา +1

    Auu sadliwa eii kwakumele ingithinte enceku ngibambele😅😅

    • @TinaNdimande-x6k
      @TinaNdimande-x6k 5 วันที่ผ่านมา +1

      .😅😅😅😅🤣🤣🤣😂😂😂

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 5 วันที่ผ่านมา

      😂😂 women on top izokuhlula 😂😂😂

  • @BenThobei-n6h
    @BenThobei-n6h 5 วันที่ผ่านมา

    Mrs Ndlela ukhulumela abesfazan😅

  • @SabeloNdlovu-o9s
    @SabeloNdlovu-o9s 5 วันที่ผ่านมา

    Kubuhlungu ukuthanda umuntu