ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Yazi yamnandi indaba. Nakhuluma ngento yokugana. Njengomalokazana nje ngiyafuna ukwenza izinto ngendlela. Ngyabonga kukhona kuningi engikufundile kakhulu.
Ngiyabonga ulwazi
Since umakoti ephuma ekhaya emboze ingubo if eseyokwetha inkoma ufaka isidwaba or usuke embethe ingubo
Faka isidwaba
Sbonge bangcwele boNyazi ngemfundiso ebalulekile esibashayile abantu abaningi ngithi nje Amen kuleyo ndawo 🙏
Zoganwa Nini
Siyabonga manazaletha, UShembe waletha ifa lethu emhlabeni
Iqinisile lempohlo
Hawu😮
Makwande Baba, Madanono!🙏
Siyabonga izeluleko 🙏
AMEN😇
Siyabonga!
Ameeeeeen🙏
"Uboyinaka ingane yakho" by Mr Mkhwanazi🙏
Bantwana beNkosi ngiya bingelela egameni layo iNkosi enkulu yaseBuhleni.Emthandazweni wokungcwaba kuyavela ukuthi thina abaphilayo asisenakho ukwazi nokuqonda ngomuntu ongasekho, kanti futhi kulotshiwe nasemi bhalweni engcwele ukuthi nguJehova kuphela ohlatshelwayo. Manje-ke thina maNazaretha siyithathephi lemfundiso yokuhlabeka abangasekho futhi kubasiza ngani, kuyabangenisa yini ezulwini. Kungani kumele sibani kelele abangasekho, sibakhiphe ezigonini zosizi sibageze uma ukuba hlabela kubasiza?
Ngicelubuza uma ufisa ukuya eBhekinqola ngoba ufunukusoka kwesintu kunesibhedlela seslungu ayikho inkinga uma ungelona eNazareth
Umbuze babaNkwali, yini ukuphinda imikondo?
mmmm Mina ngicela kubuzake ukwebhokisi into yamanje noma kwakunendlela okwakwenziwa ngayo kuqala kufakwe kuyo izimpahla? coz noma umuntu mefa kafakw ebhokisin ngokosiko lwethu
Hhayi cha...intombi ayisishintshi isibongo sayo...imfundiso yabeLungu leyo...intombi ibizwa ngegama likayise emzini.
ukhulum iphutha ukuthelwa ngenyongo kuqond ukuthi uzalwa kabusha esbongweni oshadela kuso so leso sbongo suke sesifana nokuth isbongo esimele esakini yingakho ufaka isphandla sasemzini kwa right
@@joshuaschannel-ebuhlenibon9561 imbude leyo...inyongo ayisho ukushintsha isibongo...ukhuluma imbude...intombi ayisoze yaba ngeyalapho egane khona...kushiwolani pho ukuthi intombi iya kwamfazi ongemama uma iyogana? Yingoba kuyaziwa ukuthi akusikho kubo, isuke iyovusa umuzi kuphela....asingathathi imfundiso yabeLungu yo-Mr and Mrs siyifake esintwini sakithi...imbudane le eniyikhulumayo
Shamase qonda ukubiza nokusebenzisa.iyasibiza isibongo Sala isuka khona Kodwa inyongo iyisisekelo somuntu ukuthi ungowakwabani.Kubo kwamakoti noma kungaba nomsebenzi akabe esafakwa isiphandla Uma kungaqondene naye ngoba akaseyena owalapha izalwa khona ufika njengesivakashi.Uma inyongo ingashintshi isibongo kusho ukty izingane zakhe umama nazo zizosebenzisa isibongo sikanina
@@xolanihlongwa2438 lol
@@xolanihlongwa2438 mfokaHlongwa, vele izingane zikamama zizobiza isibongo sikababa obazalayo. Le part yokugcina oyibalulile does not make sense ngoba ingane ibiza isibongo sikayise uma izalwe emgcagcweni.
Uchelwa nini ngenyongo umakoti?
Ngicela ukubuza umakoti kanti uyibona nini indlu yakhe, uma evumeleke ukungena esezokwatha inkomo yakhe?Nokuthi uma umakoti efika, lento yokuthi abahamba naye bayangena bazungeze umuzi, kanti kwenziwa makunjani?
11 Lapho umprofethi sithunywa ethunyelwe emhlabeni, kungenxa yokuthi alisekho iqiniso emhlabeni futhi uMlayezo wakhe yiwona wodwa iqiniso lesikhathi sakhe. Ungumgcini weqiniso. Ungumthetho weZwi likaNkulunkulu lesikhathi sakhe. Niyabona? Lapho uNowa eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaNowa. Lapho uJeremiya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaJeremiya. Lapho u-Eliya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo ka-Eliya. Lapho iNkosi uJesu Kristu ishumayela khona emigwaqweni yaseJerusalema, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo weNkosi uJesu. Wathi: “Akekho oza kuBaba ngaphandle kwami”. Niyabona? Ngesikhathi u-Martin Luther eshumayela lapho eJalimane, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaMartin Luther. Lapho u-John Wesley eshumayela, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMlayezo kaJohn Wesley. Lapho uWilliam Branham eshumayela khona eMelika, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMyalezo kaWilliam Branham. Futhi namhlanje, ungagcinwa kuphela nguMlayezo womprofethi uKacou Philippe. Uma ubungumntwana kaNkulunkulu ngosuku lwabo, ubungakholwa kubo futhi kuyafana nanamuhla. [Um: Ibandla lithi, “Amen!”]. [Kc.3v12] [Kc.31v18] [Kc.91v6]#ProphetKacouPhilippe
SIYABONGA MINA BENGICELA NINGICACISELA LAPHAUMA KADE NGIYINKOSAZANE NGASE NGITHOLA INGANE NGALIGEZA I TEMPLE,AMAKHOSAZANE.UMA NGINESIFISO SOKUGEZA IGCEKE NGABE LEYO MBUZI ENGIGEZA NGAYO IGCEKE IYADLIWA NAAAA?
Uma endaweni singenayo iNkosi noma iNduna,umani omela ukubuza uMakoti ukuthi "uyabuza umthetho njalo njalo"..?
Ngokwami ukuqonda, asikho isidingo sokubuza umthetho uma kuganana amaNazaretha kwazise phela ukubuza umthetho kunguku hlanganisa labo abagananayo. Thina maNazaretha asiyiqomisi intombi emfuleni kepha siyicela ngokomthetho waseNazaretha bese siyahlanganiswa ngokwenkolo.
@@reggybnxumalo Ngiyezwa Baba ngiyabonga,ngibuza ngoba ngiyaye ngibone abaningi bayiwo amaNazaretha kepha bayakwenza
@@sybongawiseman7565Impela kuningi esikwenzayo thina maNazaretha okuphambene nemfundiso kaShembe, imvamisa lokhu esikubiza ngamasiko.
@@reggybnxumalo 🙏🙏 ngicela ukusale sengizwa naloku Baba Uma unolwazi,wenza njani Uma ungene kuleNkolo sewukhulile unomuntu obambisene naye kwezothando,nazane esenengane omfica vele enayo.ngokuhlonipha naye ebe esengena kuleNkolo.sewufuna ukuthatha ingabe uyamyeka uthathe iNkosazane eSpoli,noma uyamthatha yena?
@@sybongawiseman7565 Uqhubeka naye loyo ophenduke unaye
Ngicela ukuzwa Uma waunentombi ungelona iNazaretha,kwabe sekwenzeka naphenduka nobabili naba amaNazaretha,ngokuthi intombi isike yathola umtwana nenye indoda IBA seyiba yiNtethelelo,manje kumele uyilahle ungabe usayithatha ibe nguMkakho?Uma uyithatha ithini inqubo ngokobuNazaretha Uma iNkosana ithatha intethelelo?
th-cam.com/video/3U5EfCq04lo/w-d-xo.html ngyacabang uzoyithola la impendulo
@@Joshuaschannels Ngojabula kakhulu ukuyithola Khehla laseZulwini..
Yebo mfwt ngkwazi kwami kumele uyithathe uyilobole uma kuwukuty uyalibona ikusasa lenu othandweni lwenu nobabili ebese uhambo ngomthetho wenkolo kaShembe. Uya kovela ekhaya kubo ntombazane n uyahambise lezo nkomo abazifunayo n then nihlanganiswee etempelini nguMvangeli n after uyomphelelisa ekhaya kini mfwth.
@@zamodhlomo4470 Ngiyabonga kakhulu MtakaThixo ukuba ungilekelele ngolwazi ngoba bengidukuza oswini.🙏🙏🙏🙏
lento iyisfundo sokuth mshado wisintu ubalulekile kakhul
Yazi yamnandi indaba. Nakhuluma ngento yokugana. Njengomalokazana nje ngiyafuna ukwenza izinto ngendlela. Ngyabonga kukhona kuningi engikufundile kakhulu.
Ngiyabonga ulwazi
Since umakoti ephuma ekhaya emboze ingubo if eseyokwetha inkoma ufaka isidwaba or usuke embethe ingubo
Faka isidwaba
Sbonge bangcwele boNyazi ngemfundiso ebalulekile esibashayile abantu abaningi ngithi nje Amen kuleyo ndawo 🙏
Zoganwa Nini
Siyabonga manazaletha, UShembe waletha ifa lethu emhlabeni
Iqinisile lempohlo
Hawu😮
Makwande Baba, Madanono!🙏
Siyabonga izeluleko 🙏
AMEN😇
Siyabonga!
Ameeeeeen🙏
"Uboyinaka ingane yakho" by Mr Mkhwanazi🙏
Bantwana beNkosi ngiya bingelela egameni layo iNkosi enkulu yaseBuhleni.
Emthandazweni wokungcwaba kuyavela ukuthi thina abaphilayo asisenakho ukwazi nokuqonda ngomuntu ongasekho, kanti futhi kulotshiwe nasemi bhalweni engcwele ukuthi nguJehova kuphela ohlatshelwayo. Manje-ke thina maNazaretha siyithathephi lemfundiso yokuhlabeka abangasekho futhi kubasiza ngani, kuyabangenisa yini ezulwini. Kungani kumele sibani kelele abangasekho, sibakhiphe ezigonini zosizi sibageze uma ukuba hlabela kubasiza?
Ngicelubuza uma ufisa ukuya eBhekinqola ngoba ufunukusoka kwesintu kunesibhedlela seslungu ayikho inkinga uma ungelona eNazareth
Umbuze babaNkwali, yini ukuphinda imikondo?
mmmm Mina ngicela kubuzake ukwebhokisi into yamanje noma kwakunendlela okwakwenziwa ngayo kuqala kufakwe kuyo izimpahla?
coz noma umuntu mefa kafakw ebhokisin ngokosiko lwethu
Hhayi cha...intombi ayisishintshi isibongo sayo...imfundiso yabeLungu leyo...intombi ibizwa ngegama likayise emzini.
ukhulum iphutha ukuthelwa ngenyongo kuqond ukuthi uzalwa kabusha esbongweni oshadela kuso so leso sbongo suke sesifana nokuth isbongo esimele esakini yingakho ufaka isphandla sasemzini kwa right
@@joshuaschannel-ebuhlenibon9561 imbude leyo...inyongo ayisho ukushintsha isibongo...ukhuluma imbude...intombi ayisoze yaba ngeyalapho egane khona...kushiwolani pho ukuthi intombi iya kwamfazi ongemama uma iyogana? Yingoba kuyaziwa ukuthi akusikho kubo, isuke iyovusa umuzi kuphela....asingathathi imfundiso yabeLungu yo-Mr and Mrs siyifake esintwini sakithi...imbudane le eniyikhulumayo
Shamase qonda ukubiza nokusebenzisa.iyasibiza isibongo Sala isuka khona Kodwa inyongo iyisisekelo somuntu ukuthi ungowakwabani.Kubo kwamakoti noma kungaba nomsebenzi akabe esafakwa isiphandla Uma kungaqondene naye ngoba akaseyena owalapha izalwa khona ufika njengesivakashi.Uma inyongo ingashintshi isibongo kusho ukty izingane zakhe umama nazo zizosebenzisa isibongo sikanina
@@xolanihlongwa2438 lol
@@xolanihlongwa2438 mfokaHlongwa, vele izingane zikamama zizobiza isibongo sikababa obazalayo. Le part yokugcina oyibalulile does not make sense ngoba ingane ibiza isibongo sikayise uma izalwe emgcagcweni.
Uchelwa nini ngenyongo umakoti?
Ngicela ukubuza umakoti kanti uyibona nini indlu yakhe, uma evumeleke ukungena esezokwatha inkomo yakhe?
Nokuthi uma umakoti efika, lento yokuthi abahamba naye bayangena bazungeze umuzi, kanti kwenziwa makunjani?
11 Lapho umprofethi sithunywa ethunyelwe emhlabeni, kungenxa yokuthi alisekho iqiniso emhlabeni futhi uMlayezo wakhe yiwona wodwa iqiniso lesikhathi sakhe. Ungumgcini weqiniso. Ungumthetho weZwi likaNkulunkulu lesikhathi sakhe. Niyabona? Lapho uNowa eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaNowa. Lapho uJeremiya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaJeremiya. Lapho u-Eliya eshumayela, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo ka-Eliya. Lapho iNkosi uJesu Kristu ishumayela khona emigwaqweni yaseJerusalema, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo weNkosi uJesu. Wathi: “Akekho oza kuBaba ngaphandle kwami”. Niyabona? Ngesikhathi u-Martin Luther eshumayela lapho eJalimane, akekho owayengasindiswa ngaphandle koMlayezo kaMartin Luther. Lapho u-John Wesley eshumayela, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMlayezo kaJohn Wesley. Lapho uWilliam Branham eshumayela khona eMelika, akekho owayengasindiswa ebusweni bomhlaba ngaphandle koMyalezo kaWilliam Branham. Futhi namhlanje, ungagcinwa kuphela nguMlayezo womprofethi uKacou Philippe. Uma ubungumntwana kaNkulunkulu ngosuku lwabo, ubungakholwa kubo futhi kuyafana nanamuhla. [Um: Ibandla lithi, “Amen!”]. [Kc.3v12] [Kc.31v18] [Kc.91v6]
#ProphetKacouPhilippe
SIYABONGA MINA BENGICELA NINGICACISELA LAPHA
UMA KADE NGIYINKOSAZANE NGASE NGITHOLA INGANE NGALIGEZA I TEMPLE,AMAKHOSAZANE.
UMA NGINESIFISO SOKUGEZA IGCEKE NGABE LEYO MBUZI ENGIGEZA NGAYO IGCEKE IYADLIWA NAAAA?