Zweli i am waching u from Moamba Mozambike. I thank u my brother by having such a wonderfull mind. Nathi base maputo siyakubonga mfowethu may God bless wena. I know the place of Zululand.
Ma kungukuthi lo mfo uthwele kushuthi ukuthwala kuhle. Imagine donating 5km of road while providing jobs to 25 individuals who are most likely to have 5 dependents each on average! Isnt that touching?
😭😭😭 Izinto ezibuhlungu zivele zenzeka umuntu esapatanisa empilweni, indaba ya Gogo ingithintile emoyeni wami if benginawo amandla ay bengzodela konke. Siyabonga kakhulu Bhuti for ubuntu bakho inkosi ikubusise kwande la uthathe khona,isandla sakho sibusiseke🙏💕 Baba uMsweli mina ngiphelelwa amagama, ukuzikhandla kwakho inkosi iyakubona,qhubeka nomsebenzi omuhle❤❤❤
Ngempela kunjalo siyafisa ukusiza isimo yisona esingavumi
KUYOZE KULUNGE NAKUWE NDABA.
Ngokubuka izindaba esizifakile lapha Ngwenya usuke usuphonsile esivivaneni ngokusebenzisa nje idata lakho liyawenza umehluko kakhulu. Sibonga nangemithandazo ngoba nayo siyayidinga kakhulu 🙌🏾🙌🏾
Siyabonga Baba Msweli no Bhuti Mdluli, nakubobonke abanye abafaka izandla emphakathini, uHulumeni wethu kwamele anikezele amathende abantu abafana no Bhuti Mdluli, UNKULUNKULU akubusise.
Ubusisiwe bhut Dlula muhle umsebenzi syabong nawe baba umsweli ngoksiza isizwe esimnyama..kwande njalo baba
God bless you Mr Mdluli kwande lawuthathe khona, ngingakhohlwa ukubonga owakithi baba Msweli ngaphandle kwakho ugogo ubengeke asizakale 👏👏
Ndoda yamadoda siyabonga isandla sendlula ikhanda, ngyakuhlonipha mfwe, ngyafisa nabanye abanemali bakwazi ukusiza umphakathi nomakhelwane bakho
Mmm syabong Shembe .yaz ngivel ngezwa umzimb uhlasimula Nkosi. Yaz lengan kwaJele aliyifanel ifuna umphakath u finishe ngay 😢😢😢😢😢 Buye Nkosi sekwanele
Asekhona amadoda Siyabonga kakhulu Kuni🙏🙏🙏
Umsebenzi wakho Baba uMsweli uyababazeka awugcini ngokuthembisa kodwa uyazifeza izethembiso zakho awenzeli ukubukwa kodwa wenzela umphakathi okuhle uNkulunkulu akukhusele usathane engangeni phakathi kwakho.siyabonga bhuti ngomnikelo wakho uNkulunkulu akwandisele🙏
Mr Mdluli no Msweli uJehova akanibusise❤
Long live Msweli God bless you ❤
Aw Nongalo bakith siyabonga umsebenzi wakho..sibonge kuMdluli.. Imeyer kwaNongoma uMncwango ngabe uthin Mpangazitha
Ngwenya udinga imithandazo. Ameennn!!!
Long live Mfoka Mdluli, long live Msweli Hhay kwahlengezela inyembezi yaz ngenxa ye njabulo ngento engiyfisayo
Iyakwehlula Nongalo eyakwaNongoma.baba sinawe noma sinenayo indlela yokwelekelela kodwa syabonga Msweli.ungakhathali
Siyabonga baba Msweli siphinde sibonge mfowethu kuze kwande lapho othathe khona
Unkulunkulu anivulele yonke iminyango yempumelelo siyabonga ngakho konke okuhle enikwenzela isizwe❤️🙏
U Nkulunkulu anibusise ngakho konke enikufisayo kanye nemindeni yenu🙌🙌🙌🙌
Siyabonga uma kusekhona abantu abanobuntu Siyabonga ❤❤❤
God bless u baba uMdluli agcwalise la uthathe khona 😢😢😢
INkosi ize imbusise ubhuti iphinde igcwalise emgodleni wakhe 🙏🙏🙏🙏
Siyabonga Ku Mdluli uNkulunkulu akubusise bhuti kwande . Sibonge Nongalo
Kwande lawuthathe khona baba Mdluli isigodi I South Africa dankie my ngwenyas ❤
Akwande lapho thathekhona inkos ikubusise razo Danko My ngwenya
God bless you Mr Msweli and Mr Mdluli. Niqhubeke nomsebemzi omuhle.
Syabonga babu Dlula🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Long live Msweli.
Sibonge ukube sonke singabantu senza kanje...ubhuty usebenzile ngathi uthixo angamgcina..babu Msweli nibusiseke🙏🙏🙏❣️❣️akukho okudlula lokhu🙏🙏🙏🙏
Syabonga bhuthi ukumazi umuntu,unkulunkulu akubusise kaw 20
Usomabhizimisi ngempela lona Mr Msweli lendoda yakwaMdluli iyakwazi ukunakekela umphakathi.
Umuntu ngumuntu ngabantu. Syabonga mfowethu uThixo uzokubusisa.
Syabonga Nongalo besinawe odabeni lwaseMjovweni.qhubeka baba sinawe
God bless you Msweli. Long lìve.Phambili baba Inkosi ikugcine.
Beautiful. Commendable. Admirable. Keep up the good work.
This is beautiful for the province... Amazing
Siyabonga Dlula. UNlulunkulu aqhubeke akubusise akwandisele.
😭😭😭😭😭😭😭nkosi yam baba msweli I’m so proud of you no baba oseduzane kwakho ngyabonga kakhulu ❤️❤️🥺😭❤️
God bless Msweli and Dlula logistics 🎉🎉🎉
Isigodi iSouth africa🙏🙌, inkosi ikubusise
Awu Jesu siyabonga esizweni sakithi kwaMandlakazi usizo olungaka awu
May the Almighty God bless both of you
Umdali wezinto zonke akubusise Mr Mdluli 🙏
Syabonga babuMsweli inkosi ikbusise ikwandisele izinsukuzakho zokphila qhubeka nokwenza okuhle🙏
Dlula logistics, nomsweli syabonga Jesu 😢 ibuhlungu Indaba kagogo
Usebenza enfihla kalweni uJehova uyaphila ezinhliziyweni zenu aze anibusise 🙏🙏
Inkosi ize imbusiso uBhuti Mdluli neBusiness lakhe likhule njalo🙌🏾
Zweli i am waching u from Moamba Mozambike. I thank u my brother by having such a wonderfull mind. Nathi base maputo siyakubonga mfowethu may God bless wena. I know the place of Zululand.
Msebenzi emihle yabongeka🙌
Letso le fanang le tlonolofatswa ho feta le amohelang.. amen ❤
God bless you Bab Msweli ne Dlula logistics 😢
Ey mzala ifikiselana ngezinyembezi lena siyabonga Thandile uJehoba akwandisele
Siyambongela ugogo🤝
Khuphuka Dlulas ungiwakwethu....umsebenzi omuhle awuqhubeke.
Syabonga kakhulu bhuti Mdluli nobaba uMsweli uNkulunkulu anikhanyisele njalo Syabonga
Ngaze nga buzwa ubuhlungu ngo Gogo kodwa Se sa Banjani singa Bantu isihlungu esinjena asi phoseleni
Dlula Logistics and Msweli foundation UNkulunkulu anandisele 🙏🙏🙏🙏🙏
Au baKith siyabonga KaKhulu Nongalo Kanye neDlula Logistic sibonga KaKhulu 🎉🎉
Siyabonga MDluli kwande Khehla
Bhunt syabong muzi wakini .gqubek uye phambile .
Angyena owasoLundi, kodwa ke muhle umsebenzi Bhuti uNhlanhla. Ugcineke kwande nje, kuqhubeke kube kuhle.
Keep it up Dlula's Logistics Kwande
Mmmmh kwande kulendoda sibonge no baba umsweli🙏
God bless Msweli Foundation &Dlula Logistics
Umsebenzi omuhle awqhubeke syabonga Msweli unkulunkulu abusise uMdluli
Izandla zidlula ikhanda 🤝 muhle umsebenzi
May Gob bless both of you
Aw syathokoza baba u mdluli mfwt sibonge kuwe nongalo
Kodwa SA singamenza kanjani bab Msweli president, sicela iqembu nongalo 'Silwa nobubha part'🙏🙏
Iyaphila le nsizwa yakwa mdluli.🙏🏾
Siyabonga Dlula 🙏
Thanks Msweli you do nice work Good bless you
Stay blessed mdluli msweli u r doing the good job
Siyabonga buti wabantu inkoc yandise la uthatha khon, nawe babu Msewli
Babumsweli inhliziyo yakho aphinde aylekelele unkulunkulu icaba ngela abantu bakhe izinto ezinhle nsizwa yasemabedlane inyanya zakini zikhanye njalo phezu kwakho unkulunkulu akukhusele ephikweni lakhe bayashoda a bantu abafana nawe
Anibusise ❤
uNkulux2 makandise abusise akhulise umsebenzi wakho Dlula
Ma kungukuthi lo mfo uthwele kushuthi ukuthwala kuhle. Imagine donating 5km of road while providing jobs to 25 individuals who are most likely to have 5 dependents each on average! Isnt that touching?
BabuMsweli uNkulunkulu akwandisele kulokhu okwenzayo ngingajabula Uma ungakhipha inamba yakho ngoba baningiabadinga usizo lwskho Ngwenya engahlali emanzi ni egcina ngokuwaphuza ngiyabonga
Syabonga kakhulu bhuti 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
Makhulu amagama 👏 syabonga Ubuntu abande
Inkosi ikubusise🙌🏽
I really love this ❤ keep up the good work I have learnt a lot from this🤝
Kwande lapho uthathe khona mfwethu udlula ogombela kwesabo izikhulu zikahulumeni
Inkosi ikubusise bhuth uDlula makwade 🧎🧎🧎🙏🙏
Siyabonga ngwenya nontanga yethu
Syabonga naty ✊✊✊kwande
God bless you Dlula
Mmmm woow syabonga
Makwande lapho uthathe khona baba umdluli unkulu nkulu akubisise banqabile abantu abenza njengawe
God bless Mr Msweli and Dlula logistics 🎉❤
syabonga Bhuti we Dlula logistics unkulunkulu akwandisele 😍🙏💞💖💕
Mmmmmmh bakith Mnewethu abande ubuntu benu ekweluleni isandla kwiNtombii endala
Baba uMsweli amagalelo akho ayabonakala ezweni
Mhhh unkulunkulu anibusise baba uMsweli and baba uMdluli unkulunkulu anibusise ngapheyu kwalokhu abeyonbusisa ngakho.
Dankie mfokaMdluli uyindoda🤝
Sibusisiwe isandla esiphayo uNkulunkulu aze akugcine uqhubekele phambili
God bless you Msweli and Dlula logistics
Siyabonga mfoka Mdluli
Siyamubongela kakhulu ugogo bhuti
Isebenzile lensizwa,siyayibongela
"ungishaye ngaphezu kwebhande" inkosi yomusa ithele umusa @Dlula logistics noNgalo Baba usuyobongwa emazulwini
Mmhhhh baba uMsweli and baba uMdluli unkulunkulu anibusise ngapheyu kwalokhu abeyonibusisa ngakho.
Syani bonga bafwethu muhle msebenzi wenu.
UNkulunkulu akwandisele Dlula
Isgodi syabonga
BabuMsweli cela usizo. Kunomama ongakwazi ukuhamba njalo uma ezoya eclinic indodakazi yakhe iyamubeletha. Sebeke bakhuluma nekhansela udaba bayalazi.