Amen 🙏🙏🙏🙏
Siyabonga kakhulu bhuti inkonzo osipha yona ujehova akukhumbule
Muzi kaBhombela ngicela ukbuza uma ufuna ukuzosebenza ekhaya lemphefumulo uzolala izinsuku 3 uphatha Ini?
Uma uya uye uthenge isimayo okuyimpuphu , nesishebo , ama snacks , sweets , namakhekhe , bese uphatha ingubo yokulala nesicephu , isitsha sokuphakela nesiphuni
Indaba yaleNkosazane eKhuluma ngohlobo lwemiNazaretha ngifisa ngathi ingaziwa umhlaba wonke.