Umkhosi Wabangcwele Ekuphakameni 14 July 2018

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 20 ต.ค. 2024
  • Inkonzo yokwenza isidlo sabantu abangcwele (abangasekho)neyokubakhonzela kuNkulunkulu wasEkuphakameni ukuba abakhumbule abathethelele amacala neziphambeko zabo ngoba bona njengoba sebelele lapha kwaBhekabezayo, abasakwazi ukuzikhonzela, abasakwazi, ukuzivuma lezo zono zabo. uShembe ke, ngomusa wakhe, ulivulile leli sango ngamaNazaretha asEkuphakameni ukuthi umuntu noma engasekho emhlabeni, isango lenhlambuluko nentethelelo libe khona.

ความคิดเห็น • 2

  • @nobuhleqwabe7132
    @nobuhleqwabe7132 5 ปีที่แล้ว

    Umkhulu jevoha oyigcwele

  • @sbahleyengwa4439
    @sbahleyengwa4439 6 ปีที่แล้ว

    Bayajabula ababela nkosi yami kuba mnandi babusisiwe