For the safety, dignity and their privacy the only thing we don't need is their names, ngoba waqala wathi uthandana no mandla dladla wase mlazi obviously singaba hlali sovela sazi .
Kona kuyancomeka u sisi aphumele obala akhulume iqiniso yize kwakufanele alisho ekuqaleni kothando lwabo. Inkinga ngisho bangaqhubeka ne relationship BUT the trust is damaged forever
Lento uyenze ngamabomu alukho uxolo kimi,ubhuti naye ukuthatha i damage yabanye abantu ngyamsola zikhona emhlangeni kungcono ukudealer ne damage yakho than eyabazofika sebe damaged already
Nami nginenkinga efanayo mawengane yami wanika omunye ingane kube kungayona eyakhe isize yaba no 8years uthi uyasaba ukumutshela ngoba uzomubulala coz we had an affair lapho ingane yam ayazi ukut imina ubaba wayo okubuhlungu kakhulu kmina ukut my daughter calls me uncle 😢 and akafuni ngiyondle akafuni ngidlale I roll yam as ubaba wayo ngazama ukuya e children's court bafuna ama afidafit abantu abaziyo nge situation and those people don't want to help me fight for my daughter 😢😢😢
Bekumele ukhulume vele coz nothing is hidden under the sun bekuzovela one day, u are a strong woman mtakwethu, awuzwani namanga neyimfihlo Example of a woman to marry
So this proves that love is never enough because we can gv women love but that won't be enough, the best thing is woman must love you more than for a relationship to work otherwise its not going to work
Ukuthathaphi ukuthi abantu beslisa bayalingeka. Ayicha nathi engathi siyaivuna icheating . Do not cheat naye he must not cheat. I am married for 21 years never cheated my husband never cheats
Makuhlonishwe amagama abantu asidingi ukuwazi
Powerful
❤ or umuntu ofuna elakhe lingafihlwa kulungila kodwa inkinga yami nami Ile yokuthi why bemfihla then bathi akasho igama ????
Nibafihlelani ubuso nibenibakhiphisa amagamabo
Yhooo yaz nje ubuzelwan vele
@@NozukoMbhodiya-hi2ni❤
Waze waneqiniso losisi, kwangathi ingalungiseka lenkinga ababhekane nayo. She is so humble and polite
I so pray🙏❤
kodwa into kacc iyezwakala ayiyona inkinga kakhulu cz akacheatanga emjolweni wahlukana nalendoda yakhe yokuqala kanti sebambile lona wafika kanti ucc sebambile it not like umjolele and ngiyalithanda iqiniso likacc cz uthi akafuni ukuqala impilo entsha yokuba nkosikazi ezezimfihlo cz une understanding yelevel aseyongena kuyo that y ekhipha lemfihlo siyabonga ucc ngokuba neqiniso
Qiniso kanjani wabambisa umfana wabantu ijazi?
Ay cha ngiyafisa ukuhlakanipha njengalo cc bakwethu cha uyayithanda indoda yakhe futhi uyayihlonipha
U girl uyakhuluma and i host isiyabhoreka
The bible says the truth shall set you free, I pray that you continue in your relationship and please protect the child.
For the safety, dignity and their privacy the only thing we don't need is their names, ngoba waqala wathi uthandana no mandla dladla wase mlazi obviously singaba hlali sovela sazi .
MaNtuli ❤❤❤
UYAKHULUMA BO😮
Akusikho ukukhuluma komuntu yooo
Mara Cc wami wazazisa igama nesibongo uzifihlile😮
She is humble I really liked her
U sisi unesibindi ngiyakubongela ukuzidela uphime emfihlweni, ubhuti naye engathi angakuxolela ngoba iqiniso lizomkhilula naye Uma ngabe eyindoda.
You hide her face but ask her to tell us her names
Tell me about it😅
😂😂😂😂very easy to find out their true edentity from the names and location. yey
Really, why she's hiding her but asking her name still.
It doesn't make sense at all
@bongythwala9840 ngyabonga ❤️
She had a chance to stay with a secret but she did well by letting her man knows
Iqiniso liyakhulula yize libuhlungu.eish kunzima ka department of love
We must normalize doing DNA even if we think we are sure about things, just so we can be sure.
lento yenu yokuphinda phida indaba Iya bora straight to the target nesenza ama slow learners
Impel mftu baphind phind njalo nxii
Niyabhor ngokuphinda phinda into eyodwa hau 💔💔
Slow learner 😂
Basimoshela data ne skhathi😅
Cha cc mina nje ngyakuzwa njengoba ethi usazoxoxa nobaba ubabake ntokazi umntomdala kulula ukuthi uxoleleke emfihlweni yakho coz iyazwakala okubinje kukodwa vho TV.. TV cc uyimoshile amaZulu awakufuni lokho exposed bathi sisazothinike esevesane wayotshela izwe lonke imfihlo zalayikhaya kanti mina ubuntu ngyabubona kuwe bukhona umane awukhulumi nge Bible but ukholo lukuwe...mina sengifisela ozomubonisa ukuthi yena engaphenduki usathane kuloludaba coz okucacayo niyathandana 🙏🙏🙏🙏 keep it up ❤️❤️❤️
Uyazkhulumela u gal😂
Waze wamuhle westufuza .
This guy is humble and love this lady
Ayi uyakhuluma u girl bazalwane ngifisa akuxolele ubhuti cz ukufice ukhulelwe
❤❤❤❤That is what I'm saying losisi uneqiniso mft kmele baykhulume kahle cuz kumele babenobudlelwane obuneqiniso
Kona kuyancomeka u sisi aphumele obala akhulume iqiniso yize kwakufanele alisho ekuqaleni kothando lwabo. Inkinga ngisho bangaqhubeka ne relationship BUT the trust is damaged forever
She's such a good hearted n honest woman i pray amxolele u bafo
Mina imfihlo yami ukufuna wena stufuza ngifuna ukuk'sobozela😋
😅😅
😂😂
Impilo inzima kakhulu idinga sibekezelelane futhi sehlise umoya,losisi ukwazile ukuqunga isibindi kumsizile lokho but ingane izosala enkingeni angazi ukuthi kuzomthatha isikhathi esingakanani ustapfather ukulungisa ingqondo yakhe ukuthi lengane akayizali bese ayaxolela ngoba ayazi lutho.
Ufihlelweni ubuso ngoba uwatsho onke amagama akhe nendawo
Baba wakhe mxolele uqhubek umshade ngb akafebanga wafika kuwena esezithwel. Futhi wenze kahl wakwazis ukuz iqiniso ungalizwa ngabantu
Uqhoma kanjani omunye umuntu ngapha uzithwele
Yoooooooh 😮laba🐍🐍🐍
Nsizwa, bhekisisa kahle izingane zakho.. safa amajazi bo!!!!
Phinde akuthembe lo baba ....futhi uyazi Ukutji wathi ngeke ashade umuntu onengane yakomunye umuzi
Never say never kulomhlaba
Ngifisa ukuthi ubaba wezingane akuxholele, akukuhle ukufihla izinto
Sis ngovele wathula wena ngoba ngku uzidontsele amanzi ngosele.luyaphela frm today uthanda lwako nobaba wengane 😢😢😢😢
Hay uyakhuluma ugirl yhooo
Sonke syawenza amaphutha and yes ayabalimaza abanye abantu kodw ekugcineni kwakho konke syawudinga unembeza ngoba yiwo ozoskhulula ...ucc akaqine nje kanjalo nobhuti ayehlise moya bayilungise lendaba kuzolunga
Ubufihlelani pho ubuso uma esezishilo ungubani uphumaphi...kasikho isidingo nje😢😢😢
Lento uyenze ngamabomu alukho uxolo kimi,ubhuti naye ukuthatha i damage yabanye abantu ngyamsola zikhona emhlangeni kungcono ukudealer ne damage yakho than eyabazofika sebe damaged already
Eei kwaze kwanzima emhlabeni
Kuyanzeka ezweni shem wenza kahle ugirl kosiza asazi isbongo sangempela
Losisi mina bengingamxolele uyahlonipha shame babakhe ey
Powerful woman
Nami nginenkinga efanayo mawengane yami wanika omunye ingane kube kungayona eyakhe isize yaba no 8years uthi uyasaba ukumutshela ngoba uzomubulala coz we had an affair lapho ingane yam ayazi ukut imina ubaba wayo okubuhlungu kakhulu kmina ukut my daughter calls me uncle 😢 and akafuni ngiyondle akafuni ngidlale I roll yam as ubaba wayo ngazama ukuya e children's court bafuna ama afidafit abantu abaziyo nge situation and those people don't want to help me fight for my daughter 😢😢😢
Akuve niphoxa kodwa ukuba wakhuluma iqiniso ufika😮 sibonga ukty uphumele obala
Yeyi this is not normal kodwa ngenxa you kuxega kwezinto manje ngathi isijwayelekile. Asibuyelwe isimilo bakithi
Sorry for that but here's the platform
Ukube wakhuluma iqiniso ufika bekuzoba Lula ,sithembe ukuthi ubafo uzomxolela u cc
so oonyana bethu basenkingeni yokondla amavezandlebe😮😮😮😮
Kodwa stu bekungafanele saI igama likabhuti always aithi iphutha kodwa kuzolunga
Waze waneqiso sis engathi ama xolela u bhuti
Eyii ukhuluma 1 way sisi yoo..kodwa khona rngathi uthembekile
Cha akakhohlwe udlaldla lomfazi ufuna ukumenzisa into ayeshilo kahle ukuthi akayidingi umuntu onengane. ngalokho uDladla akakhokhele ezakhe ingane athole omunye umuntu ongenayo ingane amgane kwaphela nje lona umkhohlisile ufane nenyoka endlini
Dunkie that's the only way
Igathikanti uyolobola omunye umntu hay wena yilumkelenaleyo abathembekilababantu yhoo
Usisi ukhuluma kamnandi shame uneqinisi yoo we need this e SA❤
Ubhuti akabonge nje ukutshelwa iqiniso omunye ebengeke asho
Isiphi isdingo sokuzifihla ubuso kodwa igama nesbongo uyalisho
Bekumele ukhulume vele coz nothing is hidden under the sun bekuzovela one day, u are a strong woman mtakwethu, awuzwani namanga neyimfihlo
Example of a woman to marry
Mina ngiyamubonga usisi as a man ngiyalithanda iciniso Noma kulukhuni
18:59 engath ubhuti angamxolela ngoba ukhombise ukuba nonembeza 18:59 18: 18:59 18:59
Ngibona konke okwenzekalayo in this situation, how about emotions engane uma isithola ukuthi this man akuyisiye ubaba wayo😟😟
😭😭😭😭
She's selfish.
Shem uStufuza akakhulumi kakhulu namhlanje akunamibuzo eminingi 😂😂😂
Ave echaza lo sisi yoooh 🥺
"Wemama, unesiqiniseko esingakanani ukuthi akuyona eyami?"
Mkhulu lombuzo, hlampe bekumele athule losisi ngoba lengane seyelekwe isthunzi sayo lensizwa
Usisi akafebanga usengadinwa umjita for ukuthi wafihlelwa iqiniso kuphela
Yooo gud luck cc on your journey
Inyani. Ibalulekile kakhulu in my girl 🧒 well done
Ngizokufakela ukulele sisi ngiyabonga iqiniso lakho sengithi Angeles uboet
So this proves that love is never enough because we can gv women love but that won't be enough, the best thing is woman must love you more than for a relationship to work otherwise its not going to work
Ziyabuthwala ubunzuma ezinye izinsizwa,uyakhulisa uthi eyakhe ingane namuhla sekuzoba okunye
Bekumele afe neqiniso uzohlukumeza ingane no baba NGEKE kusaba mandi endlini
Nop iqiniso liyamkhulalula osindwayo wenze kahle akamfebelanga
Kwelandelayo i ep bengakuhle ukuthi le hidden block ibe strong i color yayo ingabi transparent
Haw niyazenzaizinto bantu besifazane.Hhay nginethulela isigqoko mina.vele uzoxola.kwazibani kade azidlela iKorobela
Into eblulekile mntase uphumile emfihlweni khululeka kuzolung
Cha uyakhuluma wemtanomuntu uzwakala unabo ubufazi kodwa wazigwaza ngowakho umzwile ubhuti utheni ngeke emthathe umuntu onengane ngaphandle
Mm bakithi kwaze kwabhlungu kodwa syabonga ngoba ekugcineni ulikhulumile iqiniso
Let's normalize being honest from the beginning
Kunjalo ngabe kuhle emhlabeni.
Her justification is the love she received from the man, she's for the streets 🚮.
Bekufanele athule losisi
Mhla livela iqiniso enzenjani
Kungcono lokho
Kuyaphoqa yin babies amagama ngoba bafihliwe vele
Yeyi indaba ezinzima lezi ngoba kubi ukunikeza umuntu umthwalo okungewona owakhe,injabulo nothando siyakudinga singabantu ukuze kungaze kube nezimo ezikanje,kuhle ingane imazi ubabawayo
Mmmmm kuyasinda Smakade kuyehlela, but girl humble bethuna
Hi nibafihlelani abantu ubuso Uma nizophinde nothing abazisho amagama nezibongo zabo nendawo ,kuyiphutha lokho enikwenzayo bazohamba behlukunyezwe abantu bethi uyelo obekhuluma mandala ache kutv.Hayi kabi iyekeni leyonyo hloniphani isithunzi somuntu ohluphekile ningamfakeli ente ingcindezi please.
Istraight sifonelana nekhwapha kazi basuke bekhuluma ngani😅😅
Amagama lingawasho please stufuza mntanami 😮
Mmnh 09 yrs secret wawuthuleleni isikhathi esingaka
Yazi abakwa Blaqlife kudingeka ukuty lapho umuntu eza kubo ezozivuma izono zakhe azenze komunye umuntu ezinqumweni zabo abazithathayo zokutshena labo bantu abaye benza izono kubo akumelwe babavumele babatshene kunalokho bangabakhuthaza ngokukhuluma nothile emndenini abamethembayo ngaphezu kwalokho baye nakothile ophethe ibandla noma umuntu engakholwa kodwa umuntu uyaluthola usizo kubo babenzise izinqumo eziryt ukumvumela umuntu ngesinqumo asithathile sokutshena lowo enze isono kuye kunobungozi cz abantu bazobulalana phela uma kunje 🤔
Nawe Sisy awulasimilo 3 ingane umkhwenyana engavelanga awubahloniphi abazali bakho
🐍mfazi ❤❤
🐍🐍🐍🐍🐍
NAMADODA AYAZIFIHLA IZINGANE, AZITHOLA ESESHADELWE, AZE AFE.
Wenze kahle cc wakhuluma iqiniso kunokuthi ungene emshadweni ngamanga
Syafundiswa la
I wish kungalunga mamakhe bancane abafana nawe
Ngyafisa ukuth ubhuti akuthathe sisi ngoba ube neqiniso kuyena bakith naye nje uyazwakala ukuthi usakuthanda ngoba akhange akuthuke inkulumo yenu ize yaphela ekubiza ngo mha wabo
Ukuthathaphi ukuthi abantu beslisa bayalingeka. Ayicha nathi engathi siyaivuna icheating .
Do not cheat naye he must not cheat. I am married for 21 years never cheated my husband never cheats
Ubukek ekuthanda umnyeni wakho cc sengathi ningaxolelana noqhubeke
Uwabuzelani amagama abo
I love u cc wam
😂😂Kulula ukukhuluma kubantu besimame 🤞ngifunda amacomment kusazobanzima 🤞😭💔uhlala kanjani nemfihlo engaka umntana aze akhule 🚮akhuliswe enye indoda uzitshela ukuthi eyayo yikho lokhu okudala izinkinga ebese kuthiwa GBV
Manje ufihlelweni ngoba igama lakho ulishilo nesibongo😅
Y nifihla labantu bcz bazokhipha imfihlo and Anibal landanga emakhaya 😮
Nosipho lo ohlez ekhala ku Tik Tok🤔
The whole 9 years misleading someone with a child. This lady is cruel
Sis Wenze Kahle Kodwa wabaneqiniso
Naye lomjita uyimpatha kodwa....n..uzomxolela futhi ngb uyimpangampanga nje uyabona
😂😂😂 yini ushi kanjalo
Liboba namaqiniso
Uyakhuluma shame cc😂😂😂😂😂😂😂
Ungancomi umsuzo ntomboooo ma uthi justify umjolo kababakhe ngokuthi indoda iyalingeka.
Udakiwe akuthathe uyanya nx