Uyedelela lomfana ubeyidla nje imali nemoto yomfelokazi ngezinhloso yokumu user vele. Ave beyithatha I advantage abafana abancane kithi bafelokazi thank God I never fell in that trap yokwenziwa o Ben 10 izilima zabo. Lenja ayibuyise imali nemoto kamama engazojwayela la. Thank you Mr Matifane ukulwela umama kulenja yesgebengu esizenza u clever obololile.
This man must pay the money back. It is so sad to take advantage of someone at her lowness. On the other hand ladies, it can never be correct to gamble of your spouse's inheritance in exchange of flimsy love.
Matifana , I really appreciate what you are doing in the show ,hayi mfoweto uyindoda, you don't use more strength but you are so humble and relaxed much love ❤️❤️❤️❤️❤️❤️🌹🥀🪻🌺🌼💮🪷
Cha mnike imoto yendoda yakhe nemali yendoda yakhe, imoto ithengwa e garage hayi emzini wenye indoda. Zee wena bakhona ontanga bazokubona ujabule ,kodwa ifa lezingane zakho alibuye cc.ngeke sikusole uthando olwabantu.big up sthandwa😊
Manje we sgebengu ngoba naku imoto ibingasasevenzi kuchaza ukuthi imahhala. Even escrap yard awuvele udobhe nje, uyathenga noma ngabe iskorokoro esingena njini. @X-repo iyadingeka Ziyanda. As long unamaphepha. As for R50k just take the business
"waze wangijikela Ziyanda",kusho iqili lomfana usazosha Sandile udla ifa lomfelokazi sewuthi mdala ubungamboni sonke lesisikhathi,thanks Dlala Matifane you showed maturity and cleverness here,the guy had pride but you reasoned till he saw his mistakes,ungapheli umoya Ziyanda unkulunkulu ukhona🙏🏽🙏🏽🤷🏽
Ngiyayibonga i media ngaleyinhlelo ĺezi i lost my husband at 39 years and I prayed to God not to be a victim i managed to raise my kids and they all graduates doctors ,engineer's we are a happy family God can help you mama
Indoda yalamama uZiyanda worked very hard for so many years, he died kwadliwa imali yakhe, and now a young man is chowing his wife and also eating his money! 😢
Haibo ngeke this guy scammed her akabuyise izinto. Sis, please go to xrepo bengazibuyisi. Please don't fall for his tricks. Well done 👏🏾 Mr Matifana Sis, go to Xrepo for your car izolandwa emagcekeni akubo
This show is amazing need to televise,it's clear dat lobhuti wazoqola wabona ithuba..usisi akayokwenza letter of dimad court coz Ndlovu uvuma phambi kwama camera nje..bosisi yibani carefully makunemali eshiyelwe zona abangani,nabeshelayo
Yes girl, imoto ayibuye asap, iya emaphoyiseni and report car stolen, uzoyithola soon, imali, go to court, as angimuthembi uzoyithola. Let this be a lesson learned Ziyanda, never give a man imali again.
Ngisho umfana angafendisa okomshini wokuthunga never mina ngemali yami bakulayile cc uthenga amasende amasende anamuhla asaneculaza keep it pu mfana mudala kabi wena ngadlala ngemaliyamufi ingane zolamba ngenxayakho
Even if I might feel alone I'll never involve myself with Ben 10 ,this guy now says she's old but before he took her money he didn't see that she's old ,older ladies stop with Ben 10s please
Akubuhlungu nkosi yam woww zizophela zonke dade wethu ezo businesses and uzokhala inyembezi ezingaphezu kwezakho what goes around comes around kusemhlabeni la surrender everything in Gods hands .. kunzima 😢
Eyy abazali bethu,hlukanani no BEN 10 tu,Mr Matifane siyabonga bafo❤❤,sifuna imali yethu😂😂Ave ungibusisa
Bsyasthanda nabo abafana abancane sishelwa ibona
Mama uthanda ipipi njena umama😂😂😂😂Bucie
Ubethi uqeda istress umama😂😂😂
Ungamhleki! Iksasa lomuntu kalaziwa😢
😂😂😂😂😂 Wena open your own channel 😂😂 anyway indima yamaBen 10😢😢
Thank you Matifane for giving this woman justice 👏 👏 👏 May God bless you & give you more wisdom
❤❤❤❤amen
Wenze kahle wafuna izinto zakho cc. Ulobolile kodwa akanayo imali yokubuyisa imoto. Nawe sisi vuka emaqandeni uthando aluthengwa. Dlala Matifane ❤❤❤ siyabonga!!
Yekelani abo Ben 10 bomama nithatha ifa lebayeni benu ninike
abobeni 10 bukamanje usoyakubalekela yeka lobeni 10 wemama uzoshobela amabele ekhathi
Abahlolokazi abaningi vele bayidla namanye amadoda imali,kugcina kanje,Ziyanda wena uthole isfundo gal thatha imali yakho nakho konke
You handled the matter very well as you always do mr Matifane salute
I like how much you've grown Dlala Matifana, you truly are the next big thing in KZN. ❤️
Lomfana uliqola
1) Akakhokhe imali ngoba wayeyibolekile
2) Imoto ebeyisebenzisa and ibisiza yena, uZiyanda akatholanga lutho ngokwenziwa imoto so imoto iyabuya. Uma kukhiphwa amapart kofanele akhokhe irent yesikhathi esisebenzile ingakuye
if nihluleka akungenelele iXrepo izobuya fast
Hayi uyabona njee lo Ben 10 usile unomuntu wakhe amthandayo
Kunjalonje uyakjwayela lomasaka
Bekufuneka x repo for imoto😢
Mama bengamele kuvuma kukhokhelwa ngamacozicozi mali yakhe yena wamnika iphelele akamnike injengoba injalo ebese yagcina kuthandana nezingane ezincane asenenikezela ngezimali zendoda yakhe engasekho
Kodwa yena Ziyanda wayenzani ay'suka mina uyangicasula enikeza umfana zonke izinto zendoda yakhe
Lomfana ukhohlakele and proud of it, uzoba namabhadi .
Kakhulu
Kuzohlupheka lokhu kwedoti
Kakhulu ubolile nje umfana
Ngumgulukudu looo...
U Sisi wamotsha ngokumnika imali...
matifana waze wayindoda ngaze ngakuthanda waze walimela iqiniso❤❤❤
Ave elimele iqiniao kule episode 🙌🏾 ungiqeda ngikuba namancoko phakathi yize isimo simanzonzo
Ulimelile ngempela bt naye ucc kumele afunde isifundo uthando aluthengwa ngemali
Ncono umuntu adle u2pots wakhe esaphila...👌
Mr matifane thanks for intervening Zyanda hlukana Nabo Ben 10 thola intanga yakho plz iyeke ukuphisana ngemali yendoda futhi nje indaba yokushada nje umdala for that utshelwa omunye umfelokazi ohlala happy nezingane zakhe
Syabonga matifana👏walphatha kahle uhlelo😊engathi singabantu besmame singafunda kakhulu ,sazi ukuhlukanisa phakathi kothando nomuntu oze ngeynhloso zokqola
I salute Mr Matifana for the manner in which he handled the matter
nabo omama baya bhayiza kodwa. this was not love in the first place but mama was blinded
I LOVE YOU COMMENT ❤❤❤
@@zanelentombela3708😂😂😂klk wayigqibela kudala itotolozi.
Uyinja lomfana uyiqola stryt
Gatsheni indoda iyazisebenzela ukuze ijabulise umkayo uwusebenzisi amandla omfazi omnye,indaba yegender base violence .Ukhohlakele ungcolile
Big up matifana I like how U deal with this.this guy takes advantage of this woman.be strong for mzantsi we need people like you
Wenze inte 'ncomekayo bafo ubuyise okungokwakhe umama ,Salute !!!
Ngiyabonga mfo Ka Matipane...uyishayile .I salute you ...ulungisa konke manje ..mjolo .mali haai uyakude ❤
Yekabani kanti le moto?
Uyedelela lomfana ubeyidla nje imali nemoto yomfelokazi ngezinhloso yokumu user vele. Ave beyithatha I advantage abafana abancane kithi bafelokazi thank God I never fell in that trap yokwenziwa o Ben 10 izilima zabo. Lenja ayibuyise imali nemoto kamama engazojwayela la. Thank you Mr Matifane ukulwela umama kulenja yesgebengu esizenza u clever obololile.
Ubolile ngempela le ngane nemoto siyayifuna
@@nozinhlekhumalokumalo7855 Nje ayibuye lapho siyagoloza lesgebengu senja kuhle ngoba ubhuti uthe uzoya nomama e court uzokukhokha konke. Inkihga nje seyomthengela abantu bezomutshontshela izinto zakhe
Lomfana nobubi...aybuye nemoto aybuye bo...uyoscam doti
@Thandithandiz akathembisi sengamthengela inkabi ziqede ngaye ,ayi life so 😊
Uyisigebengu ,uzoba namabhadi sikhotheni awunamahloni unkulunkulu ,uzokujezisa
Siyabonga kakhulu mfowethu uMatifane ngalolu hlelo, aluve lusisiza kakhulu. Engibuhlungu nje ngakho indawo yokuthi athathe imali kamama kanye nemoto yakhe eyosiza kwenye indawo kanti ukuthatha nje ube wazi ukuthi umama akathandi,kuzwakala ngokuthi ethi mdala, umbuzo usuthi kade esaya kuye ubengamboni yini ukuthi mdala? Umama mina ngo kwami angimahluleli ngoba ngazi into eyodwa yokuthi badalwa ngokuthi babe nezinhliziyo ezithambile bese nathi madoda sizodlala ngabo kanti kufuneka ukuthi sibavikele ngokubanika uthando lwempela!
Umfowethu aka hlanganise izindleko zakhe zokulungisa imoto bese ingxenye akhokhele usisi
@@MsiziDladla what about ukuyisebenzisa uzokukhokhela kanjani?
Hayi kodwa bantu nathi bantu besifazane asifundi kwizinto ezihlela abanye abantu.Kwasa kwahlwa sanitization abafana izizumbulu!
Cha bhuti uyiqola nje umama ubungamboni yini ukuthi mudala lo cc cha ungumhlukumezi nje
Unyanisile mfowethu abafowethu laba abancinci baya ebantwini abadala ngenjongo yokuzuza izinto zabo abazishiyelwe ngamadoda wabo wenze kakuhle lo mama afune izinto zakhe zonke R70, 000 and sisifundo esi kubantu abathandana nabantu abadala ubancede njalo Mr Matifana.
Thanks Matifane waze wambeka endaweni yakhe lomjita kwaphela ukuhleka
Syabonga ngokuthi ubhuti azehlise, agcine evumile ukuth uzomnika izinto zakhe. Truly speaking ukuth usistaz wamnika kamnandi bebabili, yaz kodwa uthando enye into
Buyisa imali nemoto kacc mfana, ubuqola abuphele, thank u Matifana boy
This man must pay the money back. It is so sad to take advantage of someone at her lowness. On the other hand ladies, it can never be correct to gamble of your spouse's inheritance in exchange of flimsy love.
Matifana , I really appreciate what you are doing in the show ,hayi mfoweto uyindoda, you don't use more strength but you are so humble and relaxed much love ❤️❤️❤️❤️❤️❤️🌹🥀🪻🌺🌼💮🪷
Yemama shona kwa X-repo, mayibuye lemoto... kodwa aaai abazali bethu
Basazonigila o Ben 10 you " rich aunties"
Plz do dat X_repo
Ayibo mfana buyisa imotor yamama nemaliyakhe uhambe nolove wakho
Cha mnike imoto yendoda yakhe nemali yendoda yakhe, imoto ithengwa e garage hayi emzini wenye indoda. Zee wena bakhona ontanga bazokubona ujabule ,kodwa ifa lezingane zakho alibuye cc.ngeke sikusole uthando olwabantu.big up sthandwa😊
Good cc ngiyabonga, akunaskhathi nje anikwa sona,ulibelwe ukuhleka uyanyisa😊
This guy is a user.. lady must not take him back. Kodwa nathi abomama masiyekele ukuthanda ucansi. He must give her back her money and her car.
Dlala Matifana you are no longer the "next" big thing but you are the big thing in KZN 😂
I salute you dlala matufana windoda mfethu mlandeleni lotsotsi akhiphe imali yamama
Yes funa into zakho Ziyanda ngezendodakho ,sefuna ukuyojabulisa umfaziwakhe ngento zomunye umfazi cha ngeke.
Lomfana makabuyise imali ka cc nemoto yakhe
Ayikho into ayihlekayo lowo Gatsheni uyaziqinisa nje...unanesibindi sokunqaba nemoto azi kahle ukuthiakusiyona eyakhe.kahle..kahle wayezixebulela umkhoma kumama ngoba uthando luyinkinga kahle kahle othandweni uyedwa umuntu osuke enothando usuke enezinhlelo zakhe bese esebenzisa igama lothando ❤❤❤ siyabonga Ndodana
Mr dlala matifane asilwi syalungisa 👏👏
No no this boi is scam he must arrested....x-repo must ngenelela
Yebo x-repo akangenelele imoto iyaphuma imali iyaphuma😂😂
Moto mayibuye back nemali yakho mayibuye utsotsi lomfana
Right😂😂😂@@ZonkeCele-t6r
Wayemthenga ngemali yendoda uyalunga lol cc
Manje we sgebengu ngoba naku imoto ibingasasevenzi kuchaza ukuthi imahhala. Even escrap yard awuvele udobhe nje, uyathenga noma ngabe iskorokoro esingena njini. @X-repo iyadingeka Ziyanda. As long unamaphepha. As for R50k just take the business
Akathathe iBusiness Umama and the car. This boy is selfish and wavuka ngomama.
Vese o Ben ,inhloso yabo ukuchutha umuntu ofuna ukulalwa ngemali. Nawe ndoda inhloso zakho zivele obala. Matifane syabonga
Ngba ibusiness selihamba kahle ndoda wanqaba nemoto yabantu ube wawumenzan uma omdala kangak 😅😂😅😂😂
well done mr matifana🔥🔥🔥x'repo can solve the car issue! uyadelela lomfana
Ngakuthanda Matifana😂😂syabonga
Siyabonga Matifitifi ,animtsheleni lobhudi ukuthi into yezinyembezi ayipheli kahle
Sandile ubengamthandi Lo mama ubefuna imali le yendoda eyafa Ben 10 scammers kodwa nawe cc uyabhayiza bo 😅❤❤❤❤
😂 Wayebhidiswe uthando Nkosyami
Mina ngeke nje izimali zoMyeni wam ngizidle nomuntu engingamazi ngoba ngithi ngincenga ukuthi angilale soze ngenze lelophutha ngihlaze umyen and angeke aphumule nakahle eThuneni uyolokhu eguquka nje ngenxa yezenzo zami ezimbi Never
Vele beveled emu user
@@NQOBILENGCOBO-dc2rewazewalikhuluma iqiniso cabanga ubesebenza kanzima esebenzela o Ben 10 😮heyi ngokuthanda ukulalwa 😢
@@KholekaBhengu-ue7ru😂😂😂
Letha imali yethu Dlala matifane Letha nemoto yethu😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂imali yenu
Ukhathele uMatifane yilabasela uthatha inside very personal 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣❤❤❤
Wow siyabonga bhudi sengathi bangaba khona abanjengawe uyidlalile indima yakho lathi omama asibhekeni kuqala
"waze wangijikela Ziyanda",kusho iqili lomfana usazosha Sandile udla ifa lomfelokazi sewuthi mdala ubungamboni sonke lesisikhathi,thanks Dlala Matifane you showed maturity and cleverness here,the guy had pride but you reasoned till he saw his mistakes,ungapheli umoya Ziyanda unkulunkulu ukhona🙏🏽🙏🏽🤷🏽
Ngiyayibonga i media ngaleyinhlelo ĺezi i lost my husband at 39 years and I prayed to God not to be a victim i managed to raise my kids and they all graduates doctors ,engineer's we are a happy family God can help you mama
Your an Angel 😇 ✨️
❤❤❤❤mayiqhubek inkosi ikubusisa mama Amen🙏🙏🕯
Uyimbokodo❤️❤️❤️
🎉🎉🎉ngyakbongela mama uJehova uyabathwala abakhe 😊
God is the one who open the way where there is no way
Uziqhenya kanjani unomfazi omlobole ngemali yokuqola wona amathongo akini athini nje enomfazi okungeyena owamandla akho
😢😢😢😢Eish
Inyaniso ,kuthi Bantu sebalahla masiko nesintu
Futhi ubengeke amlobole lozandile ukube uzyanda wayengekho 😢😢
Ngeke alibone izulu lomfana udlala ngomfelokazzi 😄😄😄
Struu
Indoda yalamama uZiyanda worked very hard for so many years, he died kwadliwa imali yakhe, and now a young man is chowing his wife and also eating his money! 😢
Kunzima vesan ube nebhadi nj
Usebenze kanzima impilo yakho yonke bese owesfazane abhubhudle imali yakho kanje
Uzyanda wamupha usandile imali akukho svumelwano esfungelwe sokbolekana imali
@@doctorradebe1254wawukhona ?
@@sibonisocharles5369 cha kwakukhona wena
Oh I was just about to ask if they involve lawyers thank you Dlala
🤟Ngiyayithanda Inhlonipho yakho Dlala Matifana👌God bless you ma brada
Bomama abashonelwe abayeni asibe careful guys asingadlali Abantu abazosiqola ngezmali nangezimpahla zabayeni..asivuleke amehlo..buka nje lomfana usehlekisa ngalomama manje..
Amen
And if kufika umuntu eza ngothando ake ubheke Age nokuthi unani naye ngeke sekukaningi ngizibona istorry ezikanje abosisi abakhulile bedlala abafana abancane
Nokuqoma nje singabafelokazi kuwrong
@@gugumildred9498 sothini ke ngoba nakhu bayakwenza
Unyanisile 👌
Haibo ngeke this guy scammed her akabuyise izinto. Sis, please go to xrepo bengazibuyisi. Please don't fall for his tricks.
Well done 👏🏾 Mr Matifana
Sis, go to Xrepo for your car izolandwa emagcekeni akubo
Zaze waluphatha kahle loludaba Kahle loludaba Matifane God bless you
Uyagula lomfana, return imoto nemali uqubeke no Zandile wakho. Uzenza isihlakaniphi. Lutho boy, good wena sis Ziyanda
Khokha wenze kahle cc wafuna izinto zakho uyahleka ukwenza islilima syabonga Matifane
Uma engafuni lobhut nezinto zikaMah ncono aye ku X.Repo
X repo is a solution kuloludaba lwemoto......right imoto iyaphuma
@@ThandikhayaBusakwe impela iyobuya nazo without doubt
Akadlali u X ngampela uzoyibuyisa ngenkani
@@tkmashobane amathe abuyele kwasfuba
Ngithithe ngulandele moto
"ugoloza nemoto yakho cabanga" 😂😂😂
Uyagoloza lomfana
Akavulicala ithathwe ngenkani
@@FranceNdlovu-l6y
Ngempela yazin..... Ungidina nalo kuhleka ubonisa ukudelela
Hayi khipha lokho owakuthenga emotweni yaZyanda,umnikeze okwakhe.Awunabo Ubuntu webhudi naleli bhizinisi alizuhamba liphumelele selifile kuyimanje fi😮😢
What he did is a robbery, you don't take someone's material and money if you don't love that person. This man is heartless.
Hebaba hebaba sifuna into zethu, Dankoe Matifana uyindoda
This show is amazing need to televise,it's clear dat lobhuti wazoqola wabona ithuba..usisi akayokwenza letter of dimad court coz Ndlovu uvuma phambi kwama camera nje..bosisi yibani carefully makunemali eshiyelwe zona abangani,nabeshelayo
Aningipheni yona lemali yamadoda enu eniyibophela emdidi bakithi basebenza kabuhlungu besebenzela izingane zenu nani ukuze ningahlupheki nina niyi bophele emdidi niphe amadoda ningodli kwangane lezo isono enisenzayo bafazi😢😢😢😢hayi cha nikhona
Yes girl, imoto ayibuye asap, iya emaphoyiseni and report car stolen, uzoyithola soon, imali, go to court, as angimuthembi uzoyithola. Let this be a lesson learned Ziyanda, never give a man imali again.
Imiphumela yokuthatha ingane uyifake emathangeni😂😂😂.umnyeni wakho wasebenza kanzima ukuze akushiye uphila kahle😢.wemfana ndini wena usazokubona okwabonwa uSawuli, nika lomama izinto zakhe
😂😂😂😂😂😂😂😂
Uwatyanjn amazing iselwa ungalifuni kupha intozomntu chamber uye ebantwini bakho
Ziyanda yekani abafana abancane booooo
Wasebenza Dlala Matifana kudos to you. Isigebengu lesi ningasiyeki
Yakhela ngamaqubi enye ayiyiphuci lizowa lelobhizinisi ngeke phele 2yearz ngyathandaza nalowomshado uphele amen
Bring back imali yomfazi nemoto yakhe wena iyiskhohlali sendoda dlala Matifane waze wadlala umfana danko
Mmmmm ngaze ngachazeka sfuna imali yethu nemoto yethu sino Ziyanda😅😅😅😅 buyisa imoto bo khiphe ama parts akho mfana
Weeee Sandile ngiyakukhuza angeke walungelwa yilutho usebenzise igama lothando,ngoba ufuna ukudla imali yomfelokazi,ngaze ngakuzwela,irara mfo Basop 🥹🥹🥹🥹🥹🥹🥹
😂😂😂😂Kodwa Nami ngiphinde ngiphume endleni, kodwa wena deep down sumdelile u Sandile noma nehlukaniswe yimi, kodwa matifane yasibulala ngehlaya
yabona Matifane angikake ngayibona i presenter lenemahhunga njengawe bhuti wami keep it up .all the way from Eswatini
Ngisho umfana angafendisa okomshini wokuthunga never mina ngemali yami bakulayile cc uthenga amasende amasende anamuhla asaneculaza keep it pu mfana mudala kabi wena ngadlala ngemaliyamufi ingane zolamba ngenxayakho
😂😂😂😂amasende anengculazi yini manje
🤣🤣🤣🤣🤣liyangiqeda elomshini wokuthunga😂😂😂😂
Ey awukahle, kuncono uthule
Sandile mnike imoto injengoba injalo ungakhiphi luthu ngoba wayilungisa ngemali yakhe ngooba izuzile Waze walobola
Impela 😢😢😢
Jhooo waze wangcola umfana
Niwuthathaphi umkhuba wokunikeza amadoda imali, bantu besfazan' , ayenziwa leyonto bafazi hayiboooo
Umlayile nje kwaphela nyaaa
Aibo uthando luvalna inqondo 😂😢
Uma umthanda umuntu awuboni bubi kepha nawe ungasenzi Loncono ngoba kungedzeka nakuwe
@@mangalisondinisa1252 angisona Islima mina ngeke ngakwenza lokho never..
Yoooo cc we learn everyday
Siyabonga ngokufaka abantu bomthetho Matifana🎉🎉🎉ezokuthatha crs lombhemu ngoba ucabanga ukt kuyadlalwa lana
Matefane please help the lady to get hold of X repo. I want her to teach that young man a lesson. Please help her
Ko Zet awudlali 😂😂😂Mina ngibona umama wena ubona umuntu wakho 😂😂😂😂😂😂Matifane hawu mamZiyanda 😂😂😂😂😂
😂😅
Eii matifane😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
Ngingowokuqala nkosiyami ku comment cela nishayele pipi lami zandla👏👏
Hawu mfet😂😂😂😂ipipi njalo😂😂
Jesu amahloni😊!
😂😂😂😂😂
Yaa 😂😂😂👏👏
Commenta ngepipi
Ubungamboni uba mdala usadinga izinto zakhe semdala ngoba sunomacekeceke kahlekahle bum user for intloso zakho bungamthandi😊😊😊😊
Luv u Matifana I'm watching u from Mpendle KZN❤
Even if I might feel alone I'll never involve myself with Ben 10 ,this guy now says she's old but before he took her money he didn't see that she's old ,older ladies stop with Ben 10s please
Nami never
❤❤❤❤❤
Sister made her bed she must lie on it how can you a Ben 10 with ur kuku ,money and car?she was so desperate
Nina abomama abashonelwe ngamadoda wenu, qaphelani. Musa ukudakwa yiPipi yabafana uze udlale ngemali yomyeni owashona😢...nizibizela izinkinga njee💔💔
🤣🤣🤣🤣🤣and liyabadaka bo baze bakhohlwe nokuthi Banele laba
Xrepo will do kzobuya konke same time. Ukhohlakele lobhuti
Aningiphe amanumber wakhe nami
Ikhohlakele le ngane nxa ibusness liwa yinkinga kabani Ziyanda ungena phi ekuweni kwe business
Hamba kwi x-Repo mama iyadlala le presenter unganikeza umuntu izinyangana ekunyele kangaka thatha izinto zakho zonke manje
Yooohhh!! Abantu beslisa😩kodwa Ziyanda ukube awumnikanga imali. Akathembekanga Sandile ubefuna ibhodwe eliconsayo
😂Asilwi siyalungisa love you matifana, angigcini ngikukuthanda ngithanda no hlelo lwakho angigcini ngokuluthanda, ngiya share to others angigcini lapho ngiyalu downloader 😂😂😂
I salute Matifana the apology is nut genuine take him to court if it needs be
This guy is taking advantage from this women.
Nabo sisi Bethu mele baqaphele labafana basile
Yesssss Dlala Matufane imali yethu nemoto yethu nazoke😂😂😂😂😂50k syawufuna mfana
Siyabonga Matifane azibuye izinto zikaZiyanda okwamampela izokhula kakhulu show
😂😂😂matifana ungihlekisa mma esethi ufuna ukugoloza nemoto yakho😂😂😂😂hayi mfowethu uyawenza umsebenzi wakho.thumbs up😂😂
angifuni ukuzwa sonke istory kodwa nje once wanika indoda imali kukabili umdala noma umubi🤚
😂😂😂
😂😂😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂😂😂
Presenter wohlelo syabonga mfwethu muhlumsebenzi wakho futhi unesneke neqiniso
Awucabangi uzophenduka ngaleyo moto gud Mr
Matefane police Station bakithi
Syabonga Matifane uyayimela into yakho 🙏🙏🙏🙏
Matifane you are a STAR you are able to help people to solve problems
Matifane ngyayithanda indlela oluphatha ngayo uhlelo lwakho 💯👏👏👏👏👏👏
Kodwa lomama omdala kanjena ubelindeleni kumfana omncane kangaka? Nalomfana unesbindi sokulala nomuntu omdala kangaka😮 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Kanti lumfana wayala lemota yomfelwakazi ithini indaba yakho.hamba uyemangala mama ngoba awumthengiselanga
Matifane uyaweza umsebezi wakho ilosi ikubusise❤❤❤❤❤
Haww!!nayi Ngonyama ihleka madoda kshubile🤭yayimsukela ngaliphy kodwa u mfelokazi eish Kodwa Gatsheni.
Akubuhlungu nkosi yam woww zizophela zonke dade wethu ezo businesses and uzokhala inyembezi ezingaphezu kwezakho what goes around comes around kusemhlabeni la surrender everything in Gods hands .. kunzima 😢
Matifana uyindoda,uhlelo olwakho❤❤❤❤❤
Big up Matifane waze walimela iqiniso iqola loSandile usomathuba
Hatshi I South Africa yonke nje kuphela Mfowethu, mina ngingango wase Zimbabwe ngiyibuka le I program ngiko Bulawayo.
Syabonga matifana ❤umama noma sefisa umuntu abheke abangangaye plz
Oh mama Ziyanda wazewadlala ngemali kaMyeni wakho kuBEN 10