Uyaziphendulela osolwa ngokuba yiNkabi ebulala, icwiye abantu kwa Ngcolosi

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ก.พ. 2024

ความคิดเห็น • 79

  • @user-rt2dg9iu9i
    @user-rt2dg9iu9i 3 หลายเดือนก่อน +9

    Siyamazi umkhethi kade aqala ezisebenzela kanzima, ediliva amakesi kabhiya. Ubu order ukini akukethele. Umona nje lapho. Sikhulele khona nathi lapho emaphephetheni. Sidlala naye ibhola eMyeka sport ground. Hands off Mkhethi

    • @user-ul3tz4ix9y
      @user-ul3tz4ix9y 3 หลายเดือนก่อน

      Thanks for your comment ❤❤❤❤

  • @thulaniroy1042
    @thulaniroy1042 3 หลายเดือนก่อน +6

    Ave ibuhlungu into yokusolwa entweni ongayazi.

  • @Lil_Bae2Smart
    @Lil_Bae2Smart 3 หลายเดือนก่อน +5

    Ya Ababoshwe abantu abakhuluma izinto abangazazi izolunga iSA.

  • @mbukisenihlambisa7302
    @mbukisenihlambisa7302 3 หลายเดือนก่อน +7

    Abantu bayohleze bekhuluma .lobhuti umkhethi kusukela kudala nje uzalelwe kubo kune bhizinisi.esiza ediliver kumama wakhe amakesi emashop .uzalelwe kwibusness.sebedlala ngawe Washayela mataxi kini akini so nje mf2 umona nje kubantu

  • @user-sl2mc5bp9n
    @user-sl2mc5bp9n 3 หลายเดือนก่อน +9

    Umona IFA lezinja.

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 3 หลายเดือนก่อน +3

    Waphumelela nje kubantu usuthwele uma be bona ukuthi ubhuti uthwele abathwali ngani bona ngoba kushukuthi kuyathwaleka

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 3 หลายเดือนก่อน +7

    Yabuhlungu indaba yalengane Nkosi yami
    UMONA wonke lona
    Abavele obala laba bale Aligation u Nkulunkulu uzokulwela umkhuleko unamandla

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 3 หลายเดือนก่อน +1

    Abantu abamfuni umuntu ophumelelayo empjlweni bazamandlela zonke ukumdicilela phansi. Phakathi wakithi windoda🙌🙌🙌

  • @woefree3094
    @woefree3094 3 หลายเดือนก่อน +2

    Nice house my brother it's me muzilkazi family from Zimbabwe ujani la mina got a house there in manicaland beat gaza

  • @user-hm2jw2pt2s
    @user-hm2jw2pt2s หลายเดือนก่อน

    🎉ayinuki ingoswaga ngeke kubenentuthu umlilo ugekho icala ligumphikwa

  • @nosiphongwenya7413
    @nosiphongwenya7413 3 หลายเดือนก่อน +2

    Umonaaa abelung, amandiya awasifuni nathi sisodwa siyazondana especially amaZulu...jabulelani umuntu hawu

  • @user-qb8wp6fr7g
    @user-qb8wp6fr7g 3 หลายเดือนก่อน

    Umona usuke sweni ,wena mfoka Ngcobo keep up the good work 🎉

  • @khanyiemalinga
    @khanyiemalinga 3 หลายเดือนก่อน +3

    Ngobomkhulu ey unkulunkulu uzokfihla emehlwen ezitha ngoba wena awyena owomuntu

  • @LavasProduction
    @LavasProduction 3 หลายเดือนก่อน +7

    Umona

  • @bettybetty5376
    @bettybetty5376 3 หลายเดือนก่อน +1

    Qina Ndoda siphila ezweni elikhohlakele uJehova uzokuvikela badlala umona

  • @user-cs3bb3hu4l
    @user-cs3bb3hu4l 3 หลายเดือนก่อน +1

    Syawabonga amaphephethe asihlukumezile shm sazalelwa khona kodwa nje asebolile Uma kuzohlanganwa ngengane yethu

  • @user-ul3tz4ix9y
    @user-ul3tz4ix9y 3 หลายเดือนก่อน

    Painfully story 😢 duduzeka mfowethu God is in your side be strong... Push your business ❤❤❤❤

  • @user-tk5nu4so3t
    @user-tk5nu4so3t 3 หลายเดือนก่อน +1

    Yaz lomuntu uyaybonakalela nje ngsho umbuka ukuth akathwele kunezinto ezibonakalayo kumuntu othwele lomuntu akanaso ngsho isphandla esandleni akukho lutho nje o okukuye umuntu nje and o simple akngadlalwa ngslomuntu

  • @siphesihlesizwe8985
    @siphesihlesizwe8985 3 หลายเดือนก่อน +3

    Umcimbi kaBaba wakho uNgizwe uhamba kanjan lapho wathula nje asiboni malungiselelo usekhona noma awusekho Mkhovu kamaCingwana

  • @user-cn2vx2sv6o
    @user-cn2vx2sv6o 3 หลายเดือนก่อน

    Ungabanaki abantu, mfethu. Wasebenza waphumelela, ubizwa umbulali.Uyabona Kala nje ukuba unobuntu, uyasebenza. Qhubeka wenze kahle,ngamandla akho.

  • @nonhlanhlajane3446
    @nonhlanhlajane3446 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mfowethu phephisa .mina ngihlala kwamhlanga kwandebele. Nami ngicale from 0 but now bathi ngizenza umlungu and ngiyaloya and ngithwele .its just that mina ngiyabatjela ukhthi if ubona ngathi iko and kuyangisebenzdla nawe go 4 it period. Ncesi bhuti

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 3 หลายเดือนก่อน +2

    Bakubukela phansi kant uphakanyiswe unkulunkulu babona mandla onawo engakufanele fuze

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 3 หลายเดือนก่อน +1

    Up king Zoso up🎉🎉

  • @S_25752
    @S_25752 3 หลายเดือนก่อน +2

    Usathane nje emnyango ukhona bayamonalisela nje ingane yabantu ,Bachashe ngyo babona lokho umuntu uma ephumelela basho njalo nikosi ikhona ngelinye ilanga

  • @zubonemsimango3387
    @zubonemsimango3387 3 หลายเดือนก่อน +3

    Umona opaphethe😢😢

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v 3 หลายเดือนก่อน +1

    Vele mangabe. Uphumelele onhliziyombi ababongelani phambili fuze

  • @nonhlanhlamolefe-langa5100
    @nonhlanhlamolefe-langa5100 3 หลายเดือนก่อน +1

    Okubi ukuthi into embi futhi ingekho eve iduma futhi ibesengathi iyiqiniso ibe ingelona .Baningi asebefile befela into abangayazi

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 3 หลายเดือนก่อน +1

    Khululeka mfwethu kuba njalo umntu omnyama uma ephumelela kuzondlula mtaka baba

  • @khulekanindlovu8293
    @khulekanindlovu8293 3 หลายเดือนก่อน +1

    Gucci Mane

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ey kubuhlungu ukphumelela phakathi kwabantu akade bekbukela phansi beth ngeke uphumelele

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ungakhazeki vele zibongo zomuntu ophumelelayo klomhlaba

  • @busanibusani9921
    @busanibusani9921 3 หลายเดือนก่อน

    ay ungathuki mtakamkhulu lezo izibongo zempumelelo

  • @Ntombelar4sure-db2yl
    @Ntombelar4sure-db2yl 3 หลายเดือนก่อน +1

    Thina bantu abamnyama kusekude endololwaneni lenqondo yokuthi uma umuntu ephumelela uthwele bafuna ukuwisa ibhizinisi lalendoda.

  • @njmefolo
    @njmefolo 3 หลายเดือนก่อน

    I Love All political Parties in South Africa, What i dont like is a Leader who is not leading us to the next Generation...
    We need next Generational leaders and we would like to migrate the Born before technology leaders to the next Generation by migrating them to the Cloud..
    🙏🙏🙏

  • @mzwandilemqamu870
    @mzwandilemqamu870 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mina neso lami siybonela umona nje kubantu for ubafo!

  • @thintamanyoni9761
    @thintamanyoni9761 3 หลายเดือนก่อน +1

    Phephisa bhuti, wumona nje kuphela.

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 3 หลายเดือนก่อน +1

    kuqala lona uzalo lutshele abantu ukuthi uthwele ngenxa yomona abantu bayikhuluma nje isuke isiphuma ekhaya

    • @user-ou1fc4pw5y
      @user-ou1fc4pw5y 3 หลายเดือนก่อน

      Yiqiniso elimsulwa lelo

  • @user-cs3bb3hu4l
    @user-cs3bb3hu4l 3 หลายเดือนก่อน +1

    Khethukthula wam sinawe mtaka cc wam

  • @user-ki8yv3jr9k
    @user-ki8yv3jr9k 3 หลายเดือนก่อน

    Ay umona kubant

  • @zamashezi3538
    @zamashezi3538 3 หลายเดือนก่อน +1

    Kubuhlungu ukuba umuntu omnyama 😢

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o 3 หลายเดือนก่อน

    Abantu abenza izinto ngempela ababakhulumi,koze kube nini abantu befela izinto abangazenzanga ngomona,inkabi zangempela ngeke ukhulume ngazo isinomikanjani,abantu basemajele for izinto abangazenzanga

  • @siphiwembiyela3886
    @siphiwembiyela3886 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ngeke ubenomona njengoba mzulu

  • @siyandagcwabaza3397
    @siyandagcwabaza3397 3 หลายเดือนก่อน

    Umona unjenge road block....ngamafuphi nje
    If unomona awphumeleli nhlobo
    Futhi if ubhizi ngezinto zakho awnaso iskhathi sokunaka izinto zabanye abantu

  • @khulekaninyuswa721
    @khulekaninyuswa721 3 หลายเดือนก่อน +2

    Badlala ngePholoba!

  • @user-mg3xg4ih8i
    @user-mg3xg4ih8i 3 หลายเดือนก่อน +1

    Badlala ngepholoba bakithi😅

  • @Skinnygoat203
    @Skinnygoat203 3 หลายเดือนก่อน

    Bayakuxhaphela ba4😅bafuna uhlopheke ungaphanti njenganabo

  • @Nokhisimusi
    @Nokhisimusi 3 หลายเดือนก่อน +2

    We bhuti mina ngicela ukukucwayisa nge family uboqaphela umndeni uyingozi kabi ezindabeni ezinjengalezi . Ukhona oyedwa womndeni kulento

  • @ochwepheshemaskandi
    @ochwepheshemaskandi 3 หลายเดือนก่อน

    Syabazi lobobunzima mfwethu saze sathengelwa inkabi ngenhlanhla zaxoxa baxabana bodwa, manje sekuphindile futhi but this time sibafake enkantolo

  • @zinhle1142
    @zinhle1142 3 หลายเดือนก่อน

    Hi scela volume

  • @philaninxumalo291
    @philaninxumalo291 3 หลายเดือนก่อน

    Kodwa abantu abahlanyi nd ayinuki ingoswanga nami besengisho nje

  • @nkosingiphilehlongwane9501
    @nkosingiphilehlongwane9501 3 หลายเดือนก่อน

    Kmele uvesane uthwele ngempelake bafo ngoba sebezokubulala phela manje 😢

  • @monwabisidludla5778
    @monwabisidludla5778 3 หลายเดือนก่อน

    Engath nawe methuli uthukile nje

  • @user-fz3my8rx1s
    @user-fz3my8rx1s 3 หลายเดือนก่อน

    Don't mind them wena mfaka Ngcobo we know you that you never just sat down even qeda eskoleni you tried something yokuziphilisa use ma taxin so labo abasho lowodoti abashe bashiswe ilomona abanawo ingoba abafuni abantu kuzenzela ntozabo so besekukhona ozikhuphulayo beseniyamthuka

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po 3 หลายเดือนก่อน

    Qhubekela phambili mfwethu uyeke umona

  • @gladyshlambisa1816
    @gladyshlambisa1816 3 หลายเดือนก่อน

    Ey engathi namaphoyisa abengababopha nalaba ababulala abantu kanti akhona?

  • @user-mv4pf9ks7q
    @user-mv4pf9ks7q 3 หลายเดือนก่อน +3

    when a black man works hard and prosper auch negativity will happen

    • @gugumpanza3665
      @gugumpanza3665 3 หลายเดือนก่อน

      That's very bad yoh, njalo nje umuntu omnyàma mayezama kuthiwa uthwele, kanti imfihlo isektheni

    • @gugumpanza3665
      @gugumpanza3665 3 หลายเดือนก่อน

      Abantu abashintshe indleĺa yokucabanga, inkinga yabo ba programwer ukuthi imali uyithola ngoba usebenza uqashiwe kuphela, kanti mawuzimele unama business imali uqoqa 10times more compare to a salary uqashiwe, abafunde ukuzimela khane nabo bezoba right, akukhomuntu othwele lana bakithi, abantu abafunde ukuzimela , ezinye izinhlanga why kungashiwo ukuthi zona ziyathwala , ngoba futhi zingcono kakhulu, hhay man abantu abashintshe indlela yokucabanga yoh.

  • @khanyisomtolo7810
    @khanyisomtolo7810 3 หลายเดือนก่อน

    Bayavuma yini abathwele??????

  • @ntuthukobuthelezi9639
    @ntuthukobuthelezi9639 3 หลายเดือนก่อน +1

    Nalomfana okuthiwa nkululeko wadliwa uhlamvu le NIU wayephika kanje. Lo selingitshelile elami uyisgebengu😢

    • @nkosinathikhumalo1342
      @nkosinathikhumalo1342 3 หลายเดือนก่อน +1

      Nami ngiyakusola Shenge nawe ukhona kule khabhinethi yobugebengu 😂umubona kanjani

    • @LoveLife-cm9ny
      @LoveLife-cm9ny 3 หลายเดือนก่อน

      Uthi uzodila nabo 😢

    • @mhlonishwamakhanya6749
      @mhlonishwamakhanya6749 3 หลายเดือนก่อน

      😢 unephutha kod Shenge bekuncono uvele uthule njr lento osuyikhuluma usuyaphaphalaza impela njr manje

  • @qikelelakhathi2988
    @qikelelakhathi2988 3 หลายเดือนก่อน

    😡😡😡😥Qina Bafo

  • @mdube542
    @mdube542 3 หลายเดือนก่อน

    Ibuhlungu kakhulu lento yokuthi uma uyizamela usolwe ngokuthwala or ukuthakatha ekubeni usebenza kanzima abanye be dlala utshwala. Ngiyazi kahle nami lento

  • @guyngcobo2446
    @guyngcobo2446 3 หลายเดือนก่อน +2

    ucwiya abantu umbuka nje lo

    • @scelogoodman7337
      @scelogoodman7337 3 หลายเดือนก่อน

      I was waiting for a brave person to say it.

    • @user-nz6rg8jg8t
      @user-nz6rg8jg8t 3 หลายเดือนก่อน

      Yadakwa wena unomona nawe

    • @sibanigoodwill2705
      @sibanigoodwill2705 3 หลายเดือนก่อน +3

      Ave nizoboshwa nikhuluma izinto eningena sqiniseko ngazo 🤞.

    • @bonganikhanye3988
      @bonganikhanye3988 3 หลายเดือนก่อน +1

      Kodwa mfw2 umuntu wakwesakho isibongo?

  • @bonganimphikelelishoba9069
    @bonganimphikelelishoba9069 3 หลายเดือนก่อน

    Sorry mf2 kondlula

  • @SiceloMkhabela
    @SiceloMkhabela 3 หลายเดือนก่อน

    Kwabuhlungu esikuzwayo kazi bayisuselaphi lento embi kanjena. Bengingathi ngoba ngathi akhona amasenti akubizwe izinyanga zenze umhlahlo.

  • @jostasibongiseninkosi546
    @jostasibongiseninkosi546 3 หลายเดือนก่อน

    Ey ibhlungu lento ebhekene naleNdoda

  • @dumazilemavundla4311
    @dumazilemavundla4311 3 หลายเดือนก่อน

    Ukuthi thina Bantu abamunyama sidlala umona engabe Baya buza ukuthi wenzangani ube no muzi omuhle kanje wena mfana wami amadlozi akini azoba nawe azokulwela azoba veza bonke laba abakukhuluma kabi ngento ebuhlungu guqa ngendolo uxuse unkulunkulu akulwele nama thonga akini