Eyi baba wakhuluma ngami sengize ngawushiya umshado ngoba bavala isiphiwo sami ngoba ngibabonela imisebenzi yabo emnyama kunzima kodwa angeke ngize ngi compromise my gift because of unhealthy marriage isiphiwo Sam ngyofa naso big up baba uThixo akwenzele inceba🙇🙌🙏
Siyabonga Baba ngicela umthandazo. Nami nginjalo owokuqala umshado waphela owesibili ngaphupha umanezala ethi ngingangeni nale ingubo layikhaya. nangempela ngaxoshwa umyeni. Kulamasonto adlulile ngiphuphe umama Ala wami engibuyisela izikhiye zonke zalendku esedolobhenni ngaxoshwa kuyo nezikhiye zezindlu zonke zasemakhaya ngicela umthandazo ngibuye ke ngiyokwakha kulelakhaya Amen.
Mkhulu yazi ngathi ukhuluma nami nginenkinga ngiyinazaretha nginesiphiwo kodwa isphiwosami sphakama kakhulu ezion kodwa ekhaya bayangicindezela angazi ngenzenjani?
Siyabonga ngezi mfundiso zakho baba inkosi ikubusise
Amen baba🙏
Siyabonga baba❤
Ey Nkosi yami Siyabonga Mkhulu 🙌 AMEEEEN
Syafunda, syakhula, syabonga!🙏
Siyabonga ukhuluma nami ngqo😢
Siyabonga kakhulu Khehla❤
Eyi baba wakhuluma ngami sengize ngawushiya umshado ngoba bavala isiphiwo sami ngoba ngibabonela imisebenzi yabo emnyama kunzima kodwa angeke ngize ngi compromise my gift because of unhealthy marriage isiphiwo Sam ngyofa naso big up baba uThixo akwenzele inceba🙇🙌🙏
Realeboga❤❤❤
Siyabulela kwande kwelikhaya. Amen
Ngangiye eBuhleni ngyonikela kwase kuthi mangqeda, umshumayeli wathi angiyiceli ngan indoda nomshado, ngaphendula ngathi okwamanje abantu abadala bafisa kuhambe phambili umsebenzi wabo, indoda ize ngemuva futhi ngyaz bayongipha umuntu ophilayo mangenzenjalo. Ngeshwa wathetha wathi akekho umuntu ongahlala yedwa, nam ngamtshela ukuthi nghlonipha kuqala isphiwo enginaso. Loku okushiwo ubaba kuyiqiniso elingephikiswe ngoba kujaheka imishado phambili engabe sisiza abantu sibaphilise.
Eyi Nkosi yam🙏
KUBONGA MINA MNTWENKOSI 🙏🙏🙏
💐💐💐💐
Ukhuluma ngomama
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Ngiyabonga muntu omdala indaba sikhulekela ngamandla ngoba siganiwe sinezipho ezingasenzi ngoba emzini azange zabikwa asigana nathi besingazazi ziyavumbuka manje Kuba nzima.
Thanks very much nkosiyam
Ehu nkosi yam
😢😢😢