Shembe : Magcaba (Secret) vs Vukanathi EBhamshela 12 August 2018 Emshadweni kaGcina 1st half

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 3 ก.ย. 2018
  • Yayiginqelwake I Vukanathi la I 1st half

ความคิดเห็น • 49

  • @cleodludla2982
    @cleodludla2982 ปีที่แล้ว +5

    Sengathi sonke sogcina sesilandela uNyazi, yaze yayinhle into engiyibukayo, well practiced and uniformity, Keepo up the excellent work,

  • @hlengiwegloria5418
    @hlengiwegloria5418 5 ปีที่แล้ว +8

    Ezakithi eBuhleni bama Nazaretha madoda 👏👏👌👌

  • @lindelanimthethwa215
    @lindelanimthethwa215 4 ปีที่แล้ว +3

    Ayi magcaba ngiyavuma ngicela ngomshado nize futhi ithuluzi luyavuma ne icilongo liyavuma❤❤👏

  • @khanyikg7679
    @khanyikg7679 2 ปีที่แล้ว +3

    I might not be follower of Nazareth but this is beautiful so African. I love it

  • @LyLy-lb1sh
    @LyLy-lb1sh 4 ปีที่แล้ว +2

    I like it beautifull ceremonie Greetings from NLD 💃💃💃💃🕴🕴🕴💃🕴💃🕴👍👍👍💋💋💋💋💋❤❤❤❤❤

  • @ceziledlamini1955
    @ceziledlamini1955 5 ปีที่แล้ว +6

    Yinhle into yoNyazi bakithi abasiyeke abantu👏👏👏👏👏👏

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 2 ปีที่แล้ว +2

    Eyi masekwenziwa into isibizwa ngawe asazi noma kuyayiwa yini kwelika Shembe izulu ngoba lana kwenziwa intando yendoda ethile uShembe akaze enze lento eyenziwa lana

  • @nkosenhlemxolisi4185
    @nkosenhlemxolisi4185 ปีที่แล้ว +1

    Mshayeli wenkosi

  • @thamsanqafuneka3365
    @thamsanqafuneka3365 5 ปีที่แล้ว +3

    Mangayeka ukuba I Nazareth loNyazi ngingaba yini?

  • @nduduzomchunu4316
    @nduduzomchunu4316 5 ปีที่แล้ว +5

    kum'nandi ukuba yiNazaretha🙌

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 ปีที่แล้ว

      Yeah zenza kanje mase zisinela obongekayo wena ungathi umdlalo kanti qha kudunyiswa ubaba wasezulwini

  • @SphiweJabulaniNdlovu
    @SphiweJabulaniNdlovu 4 หลายเดือนก่อน

    Yayinhle into yase zulwini

  • @sopheni8677
    @sopheni8677 5 ปีที่แล้ว +2

    😊 ithuluzi 👌🏾🤗

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 4 ปีที่แล้ว

    Yaze yayinhle into yasezulwini bakithi ingifikisrla izinyembezi zenjabulo uma ngibona ubungcwele bubuhle kanje

  • @jabulanimdlalose4462
    @jabulanimdlalose4462 3 ปีที่แล้ว +1

    Hi

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 2 ปีที่แล้ว +1

    Awukho umthetho kulelithempeli agida kanjani amakhosazane nenhlalisuthi ndawonye

    • @phiwamchunu3796
      @phiwamchunu3796 2 ปีที่แล้ว +2

      Umdlalo lo kuyananfiswa la nawe nje emcimbini was kho ungakujabulela lokhu

    • @khalabemgezamntungwayoutub7250
      @khalabemgezamntungwayoutub7250  2 ปีที่แล้ว +1

      Banenkinga abantu Macingwane bafuna size sibatshele kuth ithini imgomo yomgidi

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 2 ปีที่แล้ว

      @@phiwamchunu3796 Ngyakuzwa bhuti kodwa lento esiyiyo yafika noShembe wayifundisa ngendlela yakhe yaseZulwini afuna ibeyiyona wase ethi ayingoniwa wahlukanisa abesmame nabeslisa wathi akugidwe ngokuhlukana wasethi UMGIDI UMTHANDAZO kambe uyathandaza yini ungekho Umnazaretha futhi ufake izicathulo....ukushintsha into kankulunkulu uyenze ngeyakho indlela kuwukumdelela nokumsola. iyahlonishwa into kaJehova INKOSI ILANGA KWAFIKA INHLALISUTHI IFAKE UMBHLASELWA YAYIBIZA ITHE MAYIFIKA LENSIZWA YAYIBUZA UKUTHI YINI LENTO AYIFAKILE WASHO YATHI INKOSI KUYE USHEMBE WANIKHIPHA KULEZINTO NINA NIBUYELA KUZO LALEKA AKULONA ISONTO LEZINDLAVINI LELI THATHA IMITHWALO YAKHO UPHUME UPHELE EMZINI WASEKUPHAKAMENI. Ngabe usebuye wayivuma yini uShembe njengoba isibuyile Ngabe usebuye wathi kulungile yini ukusina umgidi wakhe ngezicathulo ,ngabe sebuye wathi akufakwe amakepisi yini emgidini wakhe , Ngabe sewabuye wathi izinsizwa nezintombi azihlangane zisine ndawonye yini UMOYA WALENSIZWA EYAXOSHWA USUBUYILE WEMBETHE ABANYE LABA ABANGEZWA NGISHO KUKHUZWA KODWA WASHO VELE USHEMBE WATHI KUZA ABANTU ABANGEZOVUMA UKULULEKWA.

  • @mxolisimdidiyeli1363
    @mxolisimdidiyeli1363 ปีที่แล้ว

    Ngiyaziqhenya ngokuba inazaretha laseBuhleni

  • @nothandozungu9181
    @nothandozungu9181 4 ปีที่แล้ว +1

    hha!!! ay um outa words. ngcela ukuniqasha mina ngomshado wam. ukuth angikamtholi umkhwenyana.

  • @bongaafikakhoza7707
    @bongaafikakhoza7707 2 ปีที่แล้ว

    Nam ngicela nize nizongenzel kanje ngomcimbi wami, bangibusisa abantwana baka jehova

  • @cleodludla2982
    @cleodludla2982 ปีที่แล้ว

    Kusiphuzela izinwele webabo

  • @jabusisonkengxongo8917
    @jabusisonkengxongo8917 5 ปีที่แล้ว +1

    awusukàmado..thimulela

  • @zibuyilehlongwane3366
    @zibuyilehlongwane3366 2 ปีที่แล้ว

    oshembe sebebaningi manje abakuphi laba abasina namantombazane

  • @khothamanimthembu2910
    @khothamanimthembu2910 4 ปีที่แล้ว

    khuphuka nkunzi beyidlakaza UDUUUUUUUUUUUUUUUH!!!!!!!!!!

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 4 ปีที่แล้ว +2

    Kuhle impela kodwa sengathi singaba novalo singayenzi into kankulunkulu ngokucabanga kwethu sibenovalo ngokukaShembe uNyazi abantu besmame abasini ndawonye namadoda kodwa ngokwethu sikwenzile.Ithi inkosi Ilanga akfuneki wenze into kaShembe sengathi wenza intoyakho futhi kungabe isemcimbini noma ikuvukanathi okaShembe umgidi awusinwa ngesicathulo ngoba usuke uthandaza..
    Ngelinye ilanga uphuma langa sikothe wayehamba nomshayeli wakhe ubaba udlangisa emangangeni wathi alajikise imoto wayiphendula kodwa bathi mabevelela ngasemzini othile okwakunomcimbi khona wathi ubaba kumshayeli akaphendule imoto nempela wayiphendula endleleni uhambe uyazibuza ngenhliziyo ukuthi engabe yini ubaba ethena akaphendule imoto yasithi kuye iNkosi mntanami bengithi lababantu ngamaNazaretha kodwa kakusiwo ngoba basina umgidi kankulunkulu ngezicathulo futhi bengatifakile neminazaretha. Akesiyibheke into esiyenzayo nokuthi siyenzela uShembe noma abantu
    Vele abantu abasafuni ukutshelwa ilabo eyakhuluma ngabo iNkosi I know indlela abazophendula ngayo abantu kodwa onenhlanhla uzoshintsha

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 4 ปีที่แล้ว +2

    Ithi Inyanga yeZulu uma umuntu esungula into ayenze umthetho igcina seyenziwa lowomuntu abazobonana kwelizayo....hey bafwethu asingayenzi into kaShembe eyethu umuntu akacabangisise mezokwenza into angikaze ngizwe kuthiwa layikhaya mekugidwa abantu besfazane baxubana namadoda umake kuyizintombi ziyogezwa ubani nini wemadoda ningasilandeli iziqalekiso ngoba kona wena msunguli kodwa sonke sizogcina kuthiwa sonile

    • @khalabemgezamntungwayoutub7250
      @khalabemgezamntungwayoutub7250  4 ปีที่แล้ว +3

      Besilizwile webabamkhulu sehlulwa ukulenza, ngiyafisa ukth nawe mntakamkhulu usithandazise sibengcwele njengawe wena ongenaso isono, engikwaziyo ukth akukho esikwenze kwaba ngokwethu kuphela la ngoba kwakusemshadweni sasingeke sifake imvunulo yeskotshi namakhongomane inhloso ukuhlobisa umcimbi womunt ubemuhle hhay ukwephula umthetho, kant nakho ukusola kuze kweqe kuwukuhlubuka njalo ubokbhasobha, wena mangabe unenkolelo yokuth lapho kwenziwa kahle kusuke kuphulwa umthetho unenkinga

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 4 ปีที่แล้ว +1

      @@khalabemgezamntungwayoutub7250 muhle umuntu ithi mayeboniswa ake abheke isayidi elihle kuqala wena sengikubonile awuyena umuntu wokuboniswa 1 uqale wajiqa wathi ngikholwa kakhulu 2 wathi anginasono 3 wathi ngihlubukile ngoba ngisola kakhulu fieat thing oyenzayo awubuki ubuhle bokwelulekwa kodwa udefend into wrong eyenzekayo ithi Nkosi kufike Adolf Hitler wayincoma lento yayisithi inkosi lento ningayinciphisi futhi ningayandisi vele uShembe unkuluNkulu and UnkuluNkulu akawenzi amacorrections mayenza into yakhe uyenza once iphelele wena mawuthi ubuhlobisa umgidi EMSHADWENI thina siyagida emishadweni kodwa ngezinyawo no shoes ngoba sisuke sizohlabelela izihlabelelo zikaShembe sigide umgidi kaShembe 1 wena okuchazayo ukuthi iNkosi mayithi aselulekane owrong njengoba uphendula kanje?2 oke uzibuze mawungena emgidini ufake iteku ukuthi ngowami lomgidi noma ngokankulunkulu 3 uzibuze ukuthi yena uShembe uyajabula yini njengoba kujabula abantu bafwethu iqiniso mina angilibalekeli noma ungangijiqa ngeke ngethule vele ngyazi 99.9% awuhambisani naloku engikuphawulayo kodwa uzewazi muhle ovuma ukwelulekwa abuyele kujehova ngoba mengingabuza umbuzo......AKUKONA YINI UKUPHIKISA USHEMBE UKWENZA INTO ANGAYIFUNI NGOBA WENA UQHOSHE NGOKUTHI YIHLE FUTHI NABAKUBONISAYO UBAJIQE UMGIDI WASHEMBE AWUBUXUBI UBULILI WHETHER UYAKUTHANDA LOKO NOMA CHA

    • @khalabemgezamntungwayoutub7250
      @khalabemgezamntungwayoutub7250  4 ปีที่แล้ว

      Wena ungu Shembe ngoba usuwahlulela nje ukth kuwrong okwenziwayo🤔 wenake ngcwele ngcwele nawe akiwo owakini lomgidi munye umahluli omisa umthetho nonguyena onamandla okphilisa nokubhubhisa wena shut up

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 4 ปีที่แล้ว +1

      @@khalabemgezamntungwayoutub7250 wena awazi ukuthi umgidi awusinwa ngezicathulo ngoba kusuke kuthandazwa 2 awazi ukuthi akuhlanganyelwa nabantu besifazane emgidini kuyoze2 kube uShembe oshoyo bese kuyikhathi wazi ukuthi kuwrong okwenzayo vele kodwa inkosi yakhuluma ngabantu abayoba nenkani angithuki

    • @khalabemgezamntungwayoutub7250
      @khalabemgezamntungwayoutub7250  4 ปีที่แล้ว

      @@Lokxion747 1 month back ngikphendulile angaz muzongbuyisela entweni eyodwa usufuna ngphendule ngthini kuwe kuncon ukth ngiknike inamba yabaphathi utshele bona lokho

  • @guguhappiness4302
    @guguhappiness4302 4 ปีที่แล้ว

    Yinhle lento ayidingi koniwa

  • @sdgudunkomo8399
    @sdgudunkomo8399 2 ปีที่แล้ว

    Seksemdlalweni akusesikho ukuthandaza 🤔

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 4 ปีที่แล้ว +1

    Kulelibandla asisabuzi amantombazane awahlangani namadoda futhi nomgidi uyahlonishwa ngyabuka nje sekugidwa ngezicathulo kungekhona emhlanganweni senikhohliwe ukuthi niyathandaza manigida heh kodwa ngoba senza okwethu bese sikubiza ngokukaShembe siyakhohlisana ngyazi abangalithandi iqiniso bazolwa kodwa onenhlanhla uzozwa ayiyeke lento

  • @mthethwanyambose7127
    @mthethwanyambose7127 5 ปีที่แล้ว

    abakuphi nendawo

  • @jabulanimdlalose4462
    @jabulanimdlalose4462 3 ปีที่แล้ว +1

    Hi