Ep. 32 | Reason I Never Had Sex in Prison, uMfundisi Akmele Alale Hotel Uma Emenyiwe. Pastor Ntanda

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 8 ก.ย. 2024
  • We are conversing with Pastor Ntanda about his journey of faith and his life in prison, also his state of faith.

ความคิดเห็น • 148

  • @onketsewu5509
    @onketsewu5509 3 หลายเดือนก่อน +20

    Very few pastor's who'll have this kind of faith in our days

  • @Samkelo26
    @Samkelo26 3 หลายเดือนก่อน +12

    Singofakazi besilala naye ematendeni impela uBaba Ntanda and kwakushuba uma sekumele ufakaze ngempilo yakho. Nokuthi yini ekuhlulayo uyinsizwa.🤗
    Lokho mina kwangilekelela ukuthi impela kulenkonzo umuntu umiswa inkonzo yokuhlambuluka, Actually asikho isgora lana but inkonzo yenhlambuluko emisanayo.

  • @sibusisomdlalose9534
    @sibusisomdlalose9534 3 หลายเดือนก่อน +14

    I would like to meet this guy, he speaks my heart in many issues...

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 3 หลายเดือนก่อน +10

    Ngesikhathi se covid ibulala abantu omakhelwane bethu nezihlobo zethu, sasihlala esitting room kuyimpilo yethu ukudumisa sihlabelel sikhuleka njalo. Yasingena icovid yakhetha thina esithandazayo endlini. Sagula kakhulu kungekho muntu osinakekelayo, sasiqhubeka nokuzohlala esitting room, amandla okukhuleka nokuhlabelela engasekho. Angikhumbuli nokuthi sasithini kuNkulunkulu ngendlela esasigula ngayo sesingenwe nayiblack out, imizimba ivutha njengomlilo. Yayibuhlungu kakhulu icovid! Enye yamadodakazi ingibuze ithi, " mah unjani" ngithi mina, "ngiryt" ngisho ngibona ukuthi siyafa. Kwathi ngentatha kusa, ngezwa izwi limemeza lithi, "imizwilili !!! imizwilili !!! imizwilili !!!. Masinyane ngaphaphama ngakhumbula izwi esasilifunde singakaguli, ngoba sasiqale phansi sifunda izwi chapter by chapter. Safika kulelozwi elikhuluma ngemizwilili sema kulona kukhona esingakuqondi ngalo, savula nange English saliqonda kahle. Ngokumemeza kwezwi, ngavusa amadodakazi engikhuleka nawo ngabatshela! Sahamba sayohlala phansi salifunda *Matthew 10:29-31* salifunda sakhuleka, kwaba wukuphila kwethu ngommangaliso. UNkulunkulu wasenzela i miracle enkulu!!! Namanje sisambonga uNkulunkulu ngayo. Ubufakazi bethu buningi kakhulu sidluliswa wuNkulunkulu. Igama leNkosi uJesu Ogcotshiweyo alibongwe!!! Hallelujah!!!🙌🙌

    • @molememamello
      @molememamello 2 หลายเดือนก่อน +1

      God grace is powerful 🙏🙌 may almighty God continue to unite your family in prayers in love and happiness🙌

  • @user-rq1nf4tv5v
    @user-rq1nf4tv5v 3 หลายเดือนก่อน +13

    This is an old time religion, the song says-" it was good for Paul & Silas it is good to me" yilo ngempela nami ngathola lona. I'm watching from PMB. Grace of the Lord!!!

  • @xolisileagofure5322
    @xolisileagofure5322 3 หลายเดือนก่อน +8

    I love this man, he encourages me a lot, ungenza ngifune ukumazi ngokweqiniso u Jesu, as for now angikamazi😢 I'm not the best bet yet.

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 หลายเดือนก่อน

      Ndimtanda mayeti wat is the reason yoba ndisiwe ehotel abazalwane benazo indawo zokuhlala meaning imizi yabo hay i like that ukuti akatandi ukuti ohlulwe ebantwini baka Tixo sibe sifana sonke i learn a lot kulenceku e(sisigebengu) how do you like that maan 😭😭😭😭

  • @iris1896
    @iris1896 3 หลายเดือนก่อน +10

    "Ngiwiswa yini ngoba angigibelanga ndawo"😅😅😂
    The faith of this man is remarkable ❤

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 3 หลายเดือนก่อน +7

    Nceku kaNkulunkulu, ukhuluma ivangeli leli lakudala engilithandayo kakhulu, leli engikulo. UNkulunkulu uhambe nami, sengikhulile manje ngino 70 years uhamba nami ngiwugogo, uyazibonakalisa empilweni yami. INkosi uJesu Ogcotshiweyo uthembekile kakhulu. Siyabonga Ncekukazi kaNkulunkulu mzalwane mama uMandlala. Ngikwazi kakhulu ushumayela ivangeli eMlazi kaU etendeni. Kwakhuona ingane encane eyayicula etendeni ngalesosikhathi, kwakuyingane yami leyo uNosipho Bhodoza. Namanje silibambile ivangeli nazo izingane zami amadodakazi. Sekungene nabazukulu kulo ivangeli.

  • @blessedlovedandprospered1181
    @blessedlovedandprospered1181 3 หลายเดือนก่อน +13

    Four words = true man of God🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @trustingnobody628
    @trustingnobody628 3 หลายเดือนก่อน +9

    Very interesting as this is coming to the age. "AnginaLizwi." Nami most of the time I don't go to the doctors. I pray and get healed. So, healing is of God. I understand what Mfundisi Ntanda is saying. Remember that our tongues are given the power of death and life in them.

  • @Njoko31
    @Njoko31 3 หลายเดือนก่อน +12

    Thabani awuzame ukulungisa indaba yaleli Khanda lakho alimvezi u jesu uma ubeka izinwele akucace uzikame kahle izinwele

  • @nandimdumbe3963
    @nandimdumbe3963 2 หลายเดือนก่อน +2

    This type of Faith is truly God given...

  • @Shorts37527
    @Shorts37527 3 หลายเดือนก่อน +16

    Highest level of faith

  • @lindiwemagubane9156
    @lindiwemagubane9156 3 หลายเดือนก่อน +2

    Thank you GOD for giving us this soul , Indeed this is a man of GOD

  • @thulanegamede2887
    @thulanegamede2887 3 หลายเดือนก่อน +8

    Mfwethu syabonga ngokusilethela uMfundis Ntanda,
    Akukukhulumayo kuyasiphilisa,uyisibonelo esihle kubantu abakholwayo

  • @TheRealRovkstsr5
    @TheRealRovkstsr5 3 หลายเดือนก่อน +8

    Lobaba uhamba nonkulunkulu ❤

  • @cphamandlamagasela506
    @cphamandlamagasela506 3 หลายเดือนก่อน +3

    Thee true gospel of Christ...uma umelene nalelivangeli kucacile usuzikhandele elakho...iqiniso uma singabantu kumele silivume noma ngabe singaliphili but there is no truth after truth. Syabonga mfundisi

  • @sindisiwekubayi9088
    @sindisiwekubayi9088 3 หลายเดือนก่อน +4

    The level of faith I salute Jesus in you we need such a man of God that lean to Him as a word. Word can transform a man 🙏🙏🙏

  • @ziphosimo2302
    @ziphosimo2302 3 หลายเดือนก่อน +6

    This is the man of God

  • @SindiswaMbele-vh8oh
    @SindiswaMbele-vh8oh 3 หลายเดือนก่อน +4

    Syamdumisa onamandla ngawe mfundisi inkosi ikufihle njalo ulimele kuze kube sekugcineni ivangeli🙌🙌🙌🙏🙏🙏

  • @brianmakhanya1925
    @brianmakhanya1925 3 หลายเดือนก่อน +3

    Ay cha ngyayayithanda ke iGospel yalenceku babusisiwe abakhonza ebandleni lakhe, ivangeli kmele libe njena kube nomehluko obizweni labantu singabe sesifana sonke sengathi fashion thizeni Powerful syabonga ngokusilethela uMfundisi Ntanda Mfundisi Amen and Amen

    • @NomkhosiAmandaNdlovu
      @NomkhosiAmandaNdlovu 3 หลายเดือนก่อน

      True mfethu indeed his the man of God... indlela akholwa ngayo iyangivuselela ingiphe ithemba

    • @nomvulobaduza9891
      @nomvulobaduza9891 2 หลายเดือนก่อน

      L

  • @gugulethuhlatshwayo8470
    @gugulethuhlatshwayo8470 3 หลายเดือนก่อน +3

    Mfundisi ay you made my day",ungenaphi ko Luke ukthi banengdokotela"😂😂

  • @nandimdumbe3963
    @nandimdumbe3963 2 หลายเดือนก่อน +1

    Humility is what God wants from His children. I wish many especially Christians should have this humility...May God help us. At the end its not about us but the Glory of God that needs to be exalted.

  • @TysonBatista
    @TysonBatista 2 หลายเดือนก่อน +1

    I fully agree nomfundisi. Essentially what we lack is understanding Faith which then delays us or stops us from reaching if I may his level of understanding his purpose and level of belief in The Lord.

  • @BeranaJiya-hu1yr
    @BeranaJiya-hu1yr 3 หลายเดือนก่อน +4

    Siyambulela uThixo ngalomfo wakwaThixo yanga iNkosi ngasigcinela yena ❤❤❤

  • @nombusomaluleka3960
    @nombusomaluleka3960 2 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga nkosi uma kusenabafundisi abanjena, watching from Cape Town ♥️ so wish our politicians were this dedicated to serving the people

  • @Shorts37527
    @Shorts37527 3 หลายเดือนก่อน +10

    😂😂 our presenter never disappoint, imibuzo😂😂😂😂

  • @jabulisilekhumalo837
    @jabulisilekhumalo837 หลายเดือนก่อน +1

    This is the highest level of faith, canal mind cannot fathom,

  • @jabulisilekhumalo837
    @jabulisilekhumalo837 หลายเดือนก่อน +1

    You received the real deal the Gospel of Christ, founded of prophets and apostles, God be with you and uses mighty, I have been following all your interviews in all podcast you were invited to. Phambili ngevangeli leli olinikiwe ngowaseZulwini.😍🙌🙌Glory to Jesus. Your testimony gave me hope.

  • @baphungulenimatshika3604
    @baphungulenimatshika3604 หลายเดือนก่อน +2

    Psalms 103:3-4 EASY
    [3] He forgives all my sins. He makes me well again when I am ill. [4] He saves me from the deep hole of death's power. He always loves me and he is kind to me. That is how he blesses me so much!
    B.M Tweefontein kwaNdebele

  • @nomathamsanqamatai7549
    @nomathamsanqamatai7549 3 หลายเดือนก่อน +1

    Greetings 🙏. I'm watching from Paarl (Mbekweni) Cape Town.
    Pastor Ntanda came to our church that is lead by Pastor Naledi Mpeluza.
    He is a blessing

  • @user-oc1hn4ez4g
    @user-oc1hn4ez4g 3 หลายเดือนก่อน +4

    1John 1 :1-5 Ezinye iintshumayelo sizofu da ngokuzibona emntwini ezenza ngaphandle kokuvula ibible uyfu de levesi kalkhle ku Ndikhoyo Version bafu da kakhulu ooPaulos ngokuhlala nje no Jesu iingceku azize kuthi singabantu sifunde ubomi bokukholwa sibona kubo emahotele cha akulunganga nyan ukulala khona makahlale phakathi kwethu sifunde kuye ubomi buka Yesu Krestu...🎉❤

  • @zinhledube4635
    @zinhledube4635 2 หลายเดือนก่อน

    Syabonga baba uNtanda ivangeli lakho lijulile kakhulu..mina ngaphosa ngekela ukholwa ngenxa yabazalwane besibiza ngabokubuya ngaphandle sajampa amafence ngalimala kakhulu ngabuya ngaphola ngazitshela ukuthi heaven is counting

  • @dineondibongo2197
    @dineondibongo2197 3 หลายเดือนก่อน +2

    Intlambuluko Mfundisi wam.True man of God.

  • @kagisomolepo664
    @kagisomolepo664 2 หลายเดือนก่อน +2

    I took so much kuMfundisi on what walking by faith is🙏🏼 engathi angaza weekly😂😂😂

  • @dineondibongo2197
    @dineondibongo2197 3 หลายเดือนก่อน +2

    Enkosi Apostle Madlala Unkulunkulu u sibusisile ngawe.

  • @yvonnedube7997
    @yvonnedube7997 หลายเดือนก่อน +1

    Unkulunkulu emuhle njalo ❤siyabonga for bringing him on your podcast

  • @mcebosikhakhane7164
    @mcebosikhakhane7164 3 หลายเดือนก่อน +3

    he is blessed with the highest bar of faith

  • @mlamulibuthelezi3079
    @mlamulibuthelezi3079 28 วันที่ผ่านมา +1

    "Sengzoshumayela ngesitswana kucace"ngikuzwile Mfundis

  • @mandlamaphisa6566
    @mandlamaphisa6566 หลายเดือนก่อน +2

    Leli yivangeli likaMkhuluwomkhulu, ngeleqiniso.

  • @zonkezulu
    @zonkezulu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Kodwa baba ntanda lihle ivangeli lakho ❤ ngiyawuthanda indlela owenza ngayo kulomthandazo wasekuseni ❤❤❤🙌🙌

  • @molememamello
    @molememamello 2 หลายเดือนก่อน +1

    God almighty continue to bless pastor to do your work Father🙌🙏

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 หลายเดือนก่อน

    Mphati hlelo angabikrwada amagama owabizayo uwahliniphe nkosiyam ndibonge. Lenceku ayoncekwana nje yonceku ngokokuzala lempilo iyiphilayo yazalwa nayo just ibelixesha ukuti ibone uba yazalwa nayo ndiyayihlonipha nam👏👏

  • @mandlamaphisa6566
    @mandlamaphisa6566 หลายเดือนก่อน +1

    Umuntu obizwe nguMkhuluwomkhulu vele ucindezelwa ngabantu abaseduze kwakhe. UMDALI WEZULU NOMHLABA kwangathi angakuvikela Mfundisi uNtanda.

  • @maxwellcindzi682
    @maxwellcindzi682 หลายเดือนก่อน +2

    Thabani stop using your phone whilst on the episode. It doesn't look right. Otherwise top episode and your questions were top drawer. Keep it up!

  • @violettshangela4828
    @violettshangela4828 หลายเดือนก่อน +1

    My name is Violet Tshangela and I am from Zola1 in Soweto.

  • @baphungulenimatshika3604
    @baphungulenimatshika3604 หลายเดือนก่อน

    Very true babu Ntanda, ivangeli has nothing to do with Luke, ivangeli lingoJesu , asizwa ndawo lapho kukhulunywa ngobudokotela

  • @user-wy6rq9bc5p
    @user-wy6rq9bc5p 3 หลายเดือนก่อน +3

    Yilo leli ivangeli langempela athetha ngalo unyawonhle ntanda

  • @sizosilwanyana3566
    @sizosilwanyana3566 19 วันที่ผ่านมา

    Siyabonga ngoTatNtanda ngokuveza amandla eVangeli likaYesu

  • @lindokuhlengcobo3881
    @lindokuhlengcobo3881 3 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga egameni lenkosi yethu uJesu khristu,ngibuka ngiseMoruleng

  • @user-qh6bi9yi8n
    @user-qh6bi9yi8n 3 หลายเดือนก่อน

    Hi I'm Zukiswa watching you from Cath cart eastern Cape. Thank you mfundisi for opening my eyes

  • @ZaneleMsweli-ir6lu
    @ZaneleMsweli-ir6lu 3 หลายเดือนก่อน

    Richards bay - you are full of wisdom my brother

  • @TholakeleMokwana
    @TholakeleMokwana 3 หลายเดือนก่อน

    Syabonga mfundisi iqinisolikajesu God bless you ngiyasizakalakakhulu ngifundukuphenduka usukunoku nemithinemithi

  • @fikidube1236
    @fikidube1236 3 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Nceku kaNkulunkulu ngokufakaza ngohambo lwakho lwempilo enzima. Kodwa sibonga iNkosi uJesu Ogcotshiweyo ukuthi ukwenze isidalwa esisha, esizelwe kabusha. Konke abakushoyo ngempilo odlule kuyona ebuhlungu kangaka eyabo,,, bazoziphendulela ngayo eNkosini uJesu.

  • @TevinMhlongo
    @TevinMhlongo 2 หลายเดือนก่อน

    May the good Lord bless you all the time, man of God 🙏🙏🙏🙏🙏🙏❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @dududlamini3807
    @dududlamini3807 3 หลายเดือนก่อน

    Hi Thabani my brother, I'm watching from Bellair in Durban...love u so much I'm ur favourite Christian fan❤

  • @luckyvukela4786
    @luckyvukela4786 2 หลายเดือนก่อน

    Heaven on earth, Glory be to God, am blessed as i listened

  • @mpumzindevu7301
    @mpumzindevu7301 3 หลายเดือนก่อน +1

    Watching from Cape Town

  • @NomkhosiAmandaNdlovu
    @NomkhosiAmandaNdlovu 3 หลายเดือนก่อน

    Kuningi esikufundayo kuwe baba uNtanda.. unkulunkulu ahlale enawe njalo

  • @user-ky4pl3eo7h
    @user-ky4pl3eo7h 2 หลายเดือนก่อน

    Glory to Jesus.

  • @violamdluli8787
    @violamdluli8787 3 หลายเดือนก่อน

    Mina I like your programs .I always learn something n I get to know some other people whom they are not popular but now they are through channel.im watching you from Kempton Park Johannesburg

  • @zonkezulu
    @zonkezulu 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ngicela i next episode

  • @PhumeleleNkabinde
    @PhumeleleNkabinde 2 หลายเดือนก่อน

    Watching from KZN BERGVILLE

  • @NtombizodwaZodwa-nr6il
    @NtombizodwaZodwa-nr6il 9 วันที่ผ่านมา

    Strong mfundisi 🙏🏿

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 3 หลายเดือนก่อน +2

    Stigma siyawubulala umoya

  • @lupawu
    @lupawu 3 หลายเดือนก่อน

    Unayo i wisdom lobaba

  • @nondumisocharitymashaba5347
    @nondumisocharitymashaba5347 3 หลายเดือนก่อน

    Man of God indeed❤

  • @MrNduku
    @MrNduku 3 หลายเดือนก่อน

    Watching from England,that’s quite interesting

  • @aprilmotau-pm6gr
    @aprilmotau-pm6gr 3 หลายเดือนก่อน

    S.T. Iam watching you from Kwamhlanga Mpumalanga Kwandebele.

  • @GloryZwane-ik7ib
    @GloryZwane-ik7ib 2 หลายเดือนก่อน

    Watching from North West

  • @TysonBatista
    @TysonBatista 2 หลายเดือนก่อน

    I honestly wish to meet and chat nawe mfundisi Ntanda.

  • @EricHadebe-zy3ko
    @EricHadebe-zy3ko 3 หลายเดือนก่อน +3

    Ngicela inumber ka mfundis untanda

  • @NomkhosiAmandaNdlovu
    @NomkhosiAmandaNdlovu 3 หลายเดือนก่อน

    Sicela aphinde abuye umfundisi 🙏

  • @lindiwemagubane9156
    @lindiwemagubane9156 หลายเดือนก่อน

    Sisacela laba ababiza abantu akithi sonke esilalela ngoMoya if ubuza umuntu ukuthi udlelani engabe uyathandaza usuthe wena you can ask that question roughly but komunye umuntu ama spirit azosebenzela kuleyo question asizigade singabuzi engathi silinga abefundisi noma UNKULUNKULU

  • @kulanedisashi5034
    @kulanedisashi5034 3 หลายเดือนก่อน

    I’m watching from Lombardy West next to Alexandra township.
    Can pastor share the scriptures that helped to just trust and believe that all will work out . So far in my life, I’ve seen the devil 👿 steal my blessings Because of a spirit husband. I’ve been since delivered it’s been a week however I’m scared to believe that Jesus will protect me and has forgiven me because things are still bad 🙈🙊. And how do you build a strong relationship with Jesus to a point where He (Jesus Christ)talks to me

  • @ThokoMchunu
    @ThokoMchunu หลายเดือนก่อน

    Haw Bab Ntanda,ngibing UNKULUNKULU ukuthi ngikhona kuleskhathi sakho ushumayela iqiniso,elimsulwa🙌🙌🙌

  • @MzwandileZondo-zu6he
    @MzwandileZondo-zu6he 3 หลายเดือนก่อน

    Lempopo , lebowakgomo, zone A, Tleane street

  • @phumlanitimothy7865
    @phumlanitimothy7865 3 หลายเดือนก่อน

    Man
    IFaith kaBab'Ntanda🙌🙌🙌

  • @jamesmavie6570
    @jamesmavie6570 18 วันที่ผ่านมา

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🙏🙏🙏🙏kuzamela ngihlangana naye

  • @nolusindisomtalana3403
    @nolusindisomtalana3403 26 วันที่ผ่านมา

    Hallelujah Amen

  • @lucas_majola
    @lucas_majola 3 หลายเดือนก่อน

    Thank you Thabani

  • @Majolanation
    @Majolanation 3 หลายเดือนก่อน

    Powerful 🙏

  • @nontobekongubane8019
    @nontobekongubane8019 3 หลายเดือนก่อน

    Linamandla ivangeli lalendoda 🙌🙌🙌

  • @zeemali4369
    @zeemali4369 3 หลายเดือนก่อน

    Love this man🙏🙏🙏

  • @PhumaphiMasuku
    @PhumaphiMasuku 2 หลายเดือนก่อน

    Eswatini Amen Amen

  • @user-bn8vi4dp6x
    @user-bn8vi4dp6x 3 หลายเดือนก่อน

    I'm watching you I'm in Estcourt

  • @noncebamazeka6633
    @noncebamazeka6633 3 หลายเดือนก่อน

    Praise God

  • @T.j-ps9lb
    @T.j-ps9lb 3 หลายเดือนก่อน

    Amen mfundisi

  • @user-xm5we8wk9m
    @user-xm5we8wk9m 3 หลายเดือนก่อน

    Watch from Nelspruit

  • @azolambiko1587
    @azolambiko1587 3 หลายเดือนก่อน

    Watching from Umtata

  • @nonhlanhlamkhize8188
    @nonhlanhlamkhize8188 3 หลายเดือนก่อน

    Saze sathandwa iZulu

  • @TheRealRovkstsr5
    @TheRealRovkstsr5 3 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabusiseka yoooo🎉

  • @sokhulutv557
    @sokhulutv557 3 หลายเดือนก่อน

    Turned in From LIMPOMPO Tzaneen,,

  • @phathuxolodyayiya4304
    @phathuxolodyayiya4304 3 หลายเดือนก่อน

    Mthatha is listening

  • @khaliphilembhele4185
    @khaliphilembhele4185 หลายเดือนก่อน

    Kodwa inwele ze host nkosiyami

  • @user-yn1uq7pj3f
    @user-yn1uq7pj3f 3 หลายเดือนก่อน

    From Mokopane Mahwelereng

  • @user-oc1hn4ez4g
    @user-oc1hn4ez4g 3 หลายเดือนก่อน

    From Flagstaff...❤

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 หลายเดือนก่อน

    Iqala makula ke indaba yokuti bati abazuya ku doctor kuba ukukholwa kokukamoya then okwenyama ukuya kugqirha lika funeral plan uyenzelani mawungayi kuqgirha cos ushona kwako andikwazi mna kutwe uzongcwatywa ngokomoya cha lapo yaphazama nceku nam ndoyaxolisa uteta kamandi kodwa apa ngo dokotela yaphazama.

  • @JohnsonSithole
    @JohnsonSithole 2 หลายเดือนก่อน

    Livangelileli akudlalwa la siyabonga nceku inkosi ayimenawe njalo

  • @WisemanLikhonaBambiso
    @WisemanLikhonaBambiso 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mfundis Wam ndise mtata tata