Ukubethela | Ukungenisa abantu abadala ekhaya | Imisebenzi kaShembe

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 17 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 17

  • @drpsett
    @drpsett 20 วันที่ผ่านมา +2

    Bayede! Siyabonga mkhulu ngokuthinta kabanzi ngalezi zihloko ikakhulu kazi lapha odabeni lokunikela kwaShembe ngoba izidalwa ezihlukene phakathi nendawo emsamo azibe zisakwazi lezi ezihlambulukile ukulwa kahle ngoba vele impi isemsamo and ayinqobeki kalula kudinga kona ukuthi banikelelwe ukuze nalaba abanye balahle zonke izikhwama ezimnyama ukuze kukhululeke laba ababoshwa.

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  19 วันที่ผ่านมา +2

      Ngonyama 🙌🏿🙏

  • @ndebeletvsa1521
    @ndebeletvsa1521 วันที่ผ่านมา

    Bayede Ndabezitha, Mina ngiliGedla elinesithunywa kanye noMdawu. Nginamathambo ngiyahlola kodwa anginawo umlozi. Ngihlola ngamathambo, UKhokho ongene mina bekahlola and naye zange abe nabaLozi. Akhona amagedla ahlolako njengami. Amen

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  วันที่ผ่านมา

      Bayede 🙌🏿
      Akesithi nje unogedla oluphila kuwe oluwumnikazi wesikhwama not ukuthi uligedla wena self. Ugedla aluthandazi kodwa Inyanga iyathandaza. Wena uyiNyanga. Umkhulu wakho olugedla. Amen

  • @simphiwemkhwanazi-wk3dm
    @simphiwemkhwanazi-wk3dm 19 วันที่ผ่านมา +1

    😢😢😢😢 Bayede Mkhulu wahuba ngavukwa umoya la esgodlweni mkhulu Bayede 🙌🏾🙌🏾🔥🔥😔😔🙌🏾

  • @user-et4gk3wf8i
    @user-et4gk3wf8i 20 วันที่ผ่านมา

    Siyabonga mkhulu,sesiphelile mkhulu imizi yomkhulu iyafa Siyabonga amaqiniso nokusikhanyisela,sicela usiphe mkhulu izinamba sesiphelile emalini amaqili abantu abangasho ukuthi abazi

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  18 วันที่ผ่านมา

      Ndlondlo engaweli ngamazibuko emifula, siyathokoza 🙌🏿

  • @siyandadanisa7972
    @siyandadanisa7972 17 วันที่ผ่านมา

    Amen Mkhulu kumina kwathiwa angiye emaTendeni kwaShembe through a dream, manje inkinga angikwazi lapho, mangibuza abanye bathi iseNanda abanye ikaMashu...till today angikwazi lapho kodwa ngiyafisa ukuya khona.

  • @SceloSonhlanhla
    @SceloSonhlanhla 20 วันที่ผ่านมา

    Izandla zidlula ikhanda 🙌🤝

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 20 วันที่ผ่านมา

    WASABELA EZANSI WEMLOZI WAMI LOZIWAMI BAYEDE MKHULU SIYABONGA KHEHLA

  • @nkosinathimkhwanazi5625
    @nkosinathimkhwanazi5625 20 วันที่ผ่านมา

    Mina ngokuzwa
    Wisdom..

  • @ZandileNdlovu-qs2tr
    @ZandileNdlovu-qs2tr 20 วันที่ผ่านมา

    Thokoza mkhulu Siyabonga kakhulu ngicela ama number akho mkhulu

  • @user-cy5il7pw2l
    @user-cy5il7pw2l 20 วันที่ผ่านมา

    Mkhulu help me...still for my Great-grandfather ngaka tsupe..to guide me for long time...still no answer....I consulted many trading healers...they all tell the same story he needs me to be ngaka tsupe...😢😢😢😢 advice me mkhulu...love your channels so much.

  • @CeboNtombela-ny9xh
    @CeboNtombela-ny9xh 19 วันที่ผ่านมา

    Bayede mkhulu ngcela ukubuza udayisaphi ungiyane

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  18 วันที่ผ่านมา

      Bayede 🙌🏿
      Anginalwazi ngoba mina ngiyazikhandela abamakhehla ami

    • @CeboNtombela-ny9xh
      @CeboNtombela-ny9xh 4 วันที่ผ่านมา

      @@EmanduloTV bayede ngonyama ngingawuthenga kanji kuwe ungiyane

    • @CeboNtombela-ny9xh
      @CeboNtombela-ny9xh 4 วันที่ผ่านมา

      Ngcela ungidayisela mkhulu engutholayo unezipontshi phakathi