to be honest... at first, i didnt understand king bhaka. but after a couple of his videos....no man this guy namaqiniso. we do need people like him, because kade siqolwa. worse mina nga qolwa yi nyanga edumile which king bhaka once spoke about khona la
Maturity in its peak. U always look ready to answer any question, you are confident and speaking inyan enzulu. Next time please usphathele u MamKhize. Me limbo please where people abathwele behlala khona Xa be gxothiwe emathongwen ngenxa yobubi abakwenza emhlaben
My king inkinga yami inkulu ngikhulele enkonzweni manje loku ngazalwa angikaze ngenze lutho for abaphansi. Ngakhula nje kunjalo. Manje isimo sakithi asikho ryt sengaze ngashiya ikhaya ngiseCPT manje. Angazi ngingenzenjani ngyabonga my king🙏
Elam idlozi lidla izwiii king alisaphili ngokwe nyama Kuba abalele abalambi abanxanwa abagodoli litsh ibyble andinayo imali yokubahlabela unless ndithwele ndibaxelele esi story Sakho abantu uyaboooona king yam
King you are so brilliant , Qhubeka ukuvkhulisa umuntu , unkulunkulu Maka u phakamise njalo ,🙌🏾
My king 🎉🎉🎉I believe you and all your advice. I really love my ancestors now you taught me so much. Bayaphila abadala siyabonga baba❤❤❤❤❤
The power of sacrifice king you're a king amongst kings
Kyezwakala king Injalo nje Ndlondlo ukhulumile
Mina uyangmaza King Bhaka ngoba umncane kodwa wazi izinto ezinkulu ezingaphezu kweminyaka yakho cha uphiwe King ngyaku Salute
My king Ngiyabonga ngemfundiso, phambili ngolwazi phambili
Thanks for this powerful and relevant teachings my Prophet, God bless you
King bhaka ukhuluma okucacile ezinye iinyanga zisitshela ngembuzi ungekafiki kwi level yayo camagu ndlondlo ❤❤
Ngangingazi mina ukuthi u King u powerful kanje
Abangakuvumi banomona selokhu ngalalela amavidio akho ngifunde okuningi khona ebengingakwazi okuningi Big up Wosiyana umncane kodwa uvuthiwe emqondweni siyakuthanda kakhulu akekho onjengawe
Mmmm king 😢wakhuluma iqiniso sekuke kwangenza ..ngathembisa u gogo wami ongasekho itiye ..ngangalenza... Kwavele kwaphela umsebenzi 😢
Siyabonga mnumzani lokhhu okubekayo kuyikho nd ngiyengezela kwinkolo enginayo
Wayibeka yacaca king Bhaka,usifundisa ubuhlakani💪
Hayi ngithathekile ngncazelo yakho King Shaka ngifisa ukufika kuwe ngikwazi ukushintsha impilo
Baba usezo khula usikeleleke ngoba awunawo nje umona uyasi khulisa nathi 🙌🙌🙌🙌🙌
Ngyakuzwa mina King Bhaka uyichaza kahle 🙏
My king ngiyakubingelela,ey waybeka indaba enkulu wangivula umqondo namehlo,ngimdala kodwa inkinga Yami ngihlala emqashweni nezingane zami ngenxa yezinkinga kodwa ngizolokhu ngikulalela kukhona lapho ngizosizakala khona nginethemba lalokho,ngyabonga mina
You are a man of wisdom I salute you keep it up 👏
Hey wasitshela Bhaka amaqiniso siyabonga sizwile 😂😂😂
Wabeka my King.ngiyabonga inkuliso yakho
Ngiyabonga King
Ubukeka umcane ngeminyaka
Kepha kukhona ukukhula okuyisimanga kuwe.impela uyinkosi
to be honest... at first, i didnt understand king bhaka. but after a couple of his videos....no man this guy namaqiniso. we do need people like him, because kade siqolwa. worse mina nga qolwa yi nyanga edumile which king bhaka once spoke about khona la
Yimina loyo ndayifonela ndathi ndiyayifuna mali yami zange wandinika
@@mzwakhemsimango4459 lol how much was it?
@@portiaroye4410 lol how much ? lol
@@portiaroye4410 ubani Leyo nyanga singaze siye kuyona Nathi sicwile
@@muziwendodamthembu4476 ndesaba ukuthi athwale ngami
Eish enkosi King Bhaka👏👏
Thokoza mkhulu ngicela ukwazi ngingawu thola kanjani umakhandakhanda oil and yimalini
Bayede King yamaKings first time watching your video thanx for the information Godbless you ❤❤
Wow siyabonga, Mr King bhaka
Thank you king bhaka, for enlightenment I,LL start doing that
King Bhaka nansi into obuyisho ka Msholozi no Bongnkosi em Hournarsha nge Nduku hai ngykuvuma King wami❤
Kuwo wonke ama video akho king but lena 🔥🔥🔥👌👌👌👌
Siyabonga
Maturity in its peak.
U always look ready to answer any question, you are confident and speaking inyan enzulu.
Next time please usphathele u MamKhize.
Me limbo please where people abathwele behlala khona Xa be gxothiwe emathongwen ngenxa yobubi abakwenza emhlaben
Bhaka the 👑 King
Syabonga King Nkulunkulu asibekele wena size sikubone
Ey syabonga mkhulu, yaze yangthinta inkulumo ngavele ngabocobala. Okusho kona ukuth ushaye khona
Greetings My king 👑 ngaphupha ubaba ongizalayo osewashona anginika ezimvu ezimbili ezimhlophe.Angazi noma ungangicazela ukuthi kusho ukuthini my King👑
My king inkinga yami inkulu ngikhulele enkonzweni manje loku ngazalwa angikaze ngenze lutho for abaphansi. Ngakhula nje kunjalo. Manje isimo sakithi asikho ryt sengaze ngashiya ikhaya ngiseCPT manje. Angazi ngingenzenjani ngyabonga my king🙏
My King hayi ushaye khona....kodwa ekufuneni umsebenzi mhlampe womuntu ofundile nomuntu ongafundanga zingaba khona my King izitifiketi kodwa bakubeke phezulu ngokomsebenzi wabantu abafundile ngizazi ngami my King ngangisebenza umsebenzi womuntu obefunde enama degree kube yimi futhi ngibafundisa lomsebenzi bebuya ema varsity kuya ngokuthi ubukhali kanjani ekushesheni ubambhe ngokomqondo....ngbonge.
King bhaka boss boss uyindoda
Mara king uyasifundisa ngezinto ezi important
My king greetings to you ❤🙏👑
My king ngikuzwa kahle mina ingane yami ibuya e skoleni ufundile kodwa akawutholi umsebenzi ngizohlaba ke NAMI I nkukhu ngimcelele ngiyabonga king
Akazilele kube uye owenza isethembiso, kuze asifeze ngoba angasho kusasa ukuthi mina angikaze ngicele lutho
Hi king ,thanks for the truth.
👏👏👏ungakhile ngyawabona maphutha engiwenzile ukuthembisa ngingenzi thanks king🤴4 advise
ndiyakuva mna my king keep it up the good work
Ngyabonga mina,ngibheme ngakholwa King Bhaka 🙏🙏
Mykhing uyasivusakhona ingabe unjani ukubiza emalini nje ngoba kuyadingeka ukuhlangana nawe
Amen! King Bhaka
Uqhiiso umema bantu bahambe bangadlanga
Walikhuluma iqiniso king bhaka
Clever
Uhluba udlubu ekhasini Hosiyana 🤝 Siyafunga ukusifundisa
Ngempela kumzima kangaka ungasebenzi
Ikhosi , amakhosi amhlope , fundisa Sodja likha moya
Bhaka my King its true 100% kunjalo Mkhulu
King bhaka 👍👈
Bayede wayishaya esikhonkosini Ndlondlo ngenyanga edukisa abantu ngezindaba noma ngendlela yokweenza ngoMsamo. Ababaningi abantu abaphathiswe ukulungisa uMsamo kodwa cishe wonke umuntu onobizo bese bathi bakwazi ukulungisa umsamo bese benza imbudane...ngithi Bayede
King of kings sharing knowledge worth milions for free
Wisdom King 🤴 Bhaka 🙏🙏
Hi King bhaka mina angazi impilo atihambi Kahle ingane zicedile iskolo azisebenzi
Uhlakaniphile king Yaz bengakunakile
My king 🙏🙏
Syabonga King Bhaka🙌
Angive ngifunda kuwe King.Iyoo I just started this jounery angazi lutho. Kodwa ngizimisele ukufunda ngabantu bakithi neDlozi lami.Ngiyabonga kakhulu ukuzinikela kwakho.Akwandisele uNkulunkulu neDlozi lakho
Baba izinkulumo zakho zinamandla ngendle emangalisayo, Siyabonga
siyabonga ngokusikhanyisela king amen
Thina. Khing siyasaba. Ukuhlaba kuyashonwa. Ekhaya senzenjan.
Syakuzwa my King
Asibonge my king 🤴
Ave zingbusisa iytori zakho 😂uyawageqa amagula weshlobo sam🤗🤗
King bhaka umuzi wakho ongaka wakhile ndodana kankulunkulu muhle phansi umona
😂😂😂😂😂😂😂❤❤❤ Bhakabhaka 😂😂😂😂❤❤❤❤❤
😭😭😭😭waze wayitthinta indaba my King,khuluma nam manje.
King 👑 wasixwayisa,Uma umntana ephupha utatakhe ongasekho ethi ulambile n ikhaya ngem isbongo ngesam manje angazi bangakwenzela yini alpha ekhaya mkhulu bgiyabonga
My king ngicela ukubuza ngalanda isigubhu kodwa ngsola ngathi sivimba izinto zami ngoba asisebenzi siyamosha kuphela ngenzenjani
King Bhaka yazi ukhuluma nam qobo
Ngibonga ukuthi uvumile nkosiyam ukusetshenziswa ukuthi usambulele 🤘
Uma lisetshenziwe beliphendulile lisebenzela yena lowo owalenza ukuba libheke yena yedwa uma kushone umuntu emndenini uyena owaziwayo ukuthi unemali unemoto wena akakusizi ngalutho uyahlupheka kwenziwa njani uma kunjalo
BATSHELE KING BHAKA ABAZI LUTHO LABA BAPHAMBANISA IZINTO " NOMSAMU ABAWAZI USEBENZA KANJANI!
King uwumhlahlandlela empilweni zabantu.
I'm just new in this channel. I hope I will learn more
Babaka makhandakhanda😂😂😂😂😂❤
Elam idlozi lidla izwiii king alisaphili ngokwe nyama Kuba abalele abalambi abanxanwa abagodoli litsh ibyble andinayo imali yokubahlabela unless ndithwele ndibaxelele esi story Sakho abantu uyaboooona king yam
Sawubona King please nfowethu cacisa uthi amathambo,inyama ne gazi kwamele kuyephi noma kwenzwenjani?
Angikholelwa kwezokuhlaba kodwa okuningi okushoyo la kuhle uyincitha bucopho mfoka Nzama
Mr king Siyabonga tjoooh yah neh
Ukhuluma ngayiphi inyanga sihambe siyoyibeka, ungchaza mawbiza ama gama iya qonda inkulumo
@KingBhakaTV udle amaningi esakeni 🙌🏿
Engikucelayo ukuthi uchaze ngokwamathambo, inyama negazi ukuthi kona kwenziwa njani. Usale usufaka nenyongo, umhlwehlwe, isikhumba nezimpondo.
King of kings
kuyezwakala King Bhaka
Sawubona bangicellaa uma ufuna ukundiliza ikhishi wenzenjani
Uma uphakamisa idlozi uma kuthiwa laphendulwa lasetshenzwa wenzenjani uma kunjali
Undivulile ingqondo🙏
Waze wayikhuluma into ephilayo ke namhlanje isizwe sakhiwa kanjenake
Wanginyakazisa King, sbonge
King yonke lento oyishoyo iYIQINISO mfwethu ngathi abantu bangayenza
Ngizwile kakhulu bhaka
Thanx my King
Oh nkosi ngizwe kahle
Uyikinga, weking, futhi, angazibakunje.
Well said... Noted🤝
King bhaka madoda ♥️
Ey mfwethu waze wakhuluma into ongeke umuntu aze ayithole kwezinye IZINYANGA , ngiyabonga Mina And yonke lento isho ngqo kumina
Amen