⚡ IYIPHI INDLELA EFANELE UKUSETSHENZISWA, KULEZINDLELA.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 46

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 ปีที่แล้ว +5

    ABEKHO ABANTU ABANGAMFUNI USHEMBE NJENGE NHLALISUTHI KODWA HAYI YONKE
    YITHI ESISHINTSHE UMGIDI
    YITHI ESIBUYISE UKUHLABELELA KWANGAPHANDLE NASOKE ISKHIHLI ESABANTU
    UKUTHI ISKHIHLI KWAQANJWA UBABA UDLOZI WANGAPHAKATHI OZALWA UMA UMATHUSI WATHI..... EBUKA LOMGIDI WABO WATHI LABAFANA ABAGIDI BAYAKHIHLIZA LIZWEKE LELIGAMA INTO ELWA NONKULUNKULU ASIFUNI UKULANDELA INTO EFUNWA USHEMBE

  • @ndumisonduduzo1869
    @ndumisonduduzo1869 6 หลายเดือนก่อน +1

    WeBhuti mina ngazi lendlela yesithathu futhi yiyona. Ukhomba kawu3 bese uzovala uzovala ekugcineni. Umgidi awuvalwa kaningi esigabeni esisodwa kodwa uvalwa ekugcineni

  • @phasikalindokuhle5274
    @phasikalindokuhle5274 ปีที่แล้ว +5

    Number 1 Bafo , nami ngaz ukuth induku iyavundla Uma usuthi nezabazali bami , ngo left awushayi uyacupha ngawo if unyusa Ihawu bese uhlaba ngo right , njengoba wenzile nje Ku number 1

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว +2

      Very good. Uchaze kahle into ezwakalayo. Which means uhamba no 1.?.

    • @phasikalindokuhle5274
      @phasikalindokuhle5274 ปีที่แล้ว +2

      @@thobaningubo1200 impela ngibamba no number 1

  • @SiyabongaKhumalo-o7h
    @SiyabongaKhumalo-o7h 7 หลายเดือนก่อน +1

    Indlela u1 no 2 bayafana unumber 3 yiyo indlela esigidelwa ngaye ngoba induku yakhona usuke ukhomba bese ekugcineni iyavalalezi u 1no2 bona abakhombi bayavala kuphelela bacishe befuna ukusigisa njengenjoba

  • @nkululekodanisa726
    @nkululekodanisa726 7 หลายเดือนก่อน +1

    sure bhuti engath ungath mawusho inumber yesihlabelelo ubhale futh ukuth isiphi like 1 (Nkosi sikelela ubaba)

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  7 หลายเดือนก่อน

      Sho Nkulu. Ngiyabonga kakhulu mfethu. I'll do that.

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 ปีที่แล้ว +2

    INDLELA EKUYIYO YILENA YESTHATHU
    1 UQALE WAKHOMBA PHAMBILI NGESHOBA MAKUWA IHAWU AWUZANGE ULIVUNDLISE ISHOBA
    2 MAWUVUSA IHAWU AWUHLABI NGO LEFT
    3 MASUVALA ISHOBA LIYAVUNDLA

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      Very good. Uchaze kahle impela, into e CLEAN kakhulu.

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 ปีที่แล้ว

      Amen

  • @boy-againluthuli4837
    @boy-againluthuli4837 7 หลายเดือนก่อน +1

    Ngicela ungenzele video yesihlabelelo 69 Amen 🙏🏾

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  7 หลายเดือนก่อน

      Sikhona mfethu, sengasenza. Ngicela usibheke kanje" ISIHLABELELO 69 SISINELWA KANJE" ngiyabonga sizovela.

    • @kilotrayscope
      @kilotrayscope 6 หลายเดือนก่อน +1

      Ngicela ungenzele I video yesihlabelelo 6

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  6 หลายเดือนก่อน +2

      Sengasenza mnganwami, sikhona.

    • @kilotrayscope
      @kilotrayscope 6 หลายเดือนก่อน +1

      @@thobaningubo1200 ok ngiyabonga

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  6 หลายเดือนก่อน +1

      Uzosibheka kanje"isiHlabelelo 6 sisinelwa kanje".

  • @mrmysterys5349
    @mrmysterys5349 11 หลายเดือนก่อน +1

    Cela usifudisa 63 nalesihlabelelo esithi akunyaka kungalinywa ekuphakameni

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  9 หลายเดือนก่อน +1

      Kulungile mfethu wami ngizowenza u 63. Lesi esithi akuNyaka angisazi mfethu.

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 ปีที่แล้ว +1

    2 mawugida inhlanhla yesoni ngenjobo noma uyigida ngeskoshi awukho umehluko I kwiZimbo zegama phecelezi izitephu kuphela nje iskoshi syanensa masiqala sisheshe masesiqeda kanti injobo iyashesha iqala ize iyoqeda

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      Very good. Nayi into efunakalayo.

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 ปีที่แล้ว

      Yebo bhuti umgidi usunemibono yabantu

  • @northridersushiolo6625
    @northridersushiolo6625 ปีที่แล้ว +1

    Bhuti 🎉🎉🎉🎉✌️❤️🤗

  • @mlondidlamini4948
    @mlondidlamini4948 7 หลายเดือนก่อน +1

    number 1,uyavula uyavala,uvule vale kahle kahle bhut🙏🏾

  • @phumlanishwabede4097
    @phumlanishwabede4097 ปีที่แล้ว +1

    Ngicela ungipha I number yakho

  • @sphesihleshinga3947
    @sphesihleshinga3947 ปีที่แล้ว +1

    Kodwa bafo umgidi kaShembe uyafana and ngbona klendlela yokqala kuyiyo

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      Ngicela ubhekisise kahle ukuthi, uyafana yin uMgidi wo Nyazi Lwe ZULU uNkulunkulu wethu?.

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 ปีที่แล้ว

      INDLELA YOKUQALA BAFO AKUYONA BUKA ISHOBA LIMI KANJANI LENDLELA ELIMI NGAYO IKHOMBA UKUTHI SEKUVALIWE KANTI IGAMA LISAVULILE

  • @Lokxion747
    @Lokxion747 ปีที่แล้ว +1

    Bafo wake WATHI umfundisi Maphumulo awukho umgidi kaShembe okuthiwa iskhihli

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      Sikhule kushiwo njalo. Plz give me igama engingalisebenzisa ukuhlukamisa kahle/ ukucacisa kahle. Ngomoya wokukholwa bafo angiku attack. Ngiyabonga.

    • @mukehqwabe9702
      @mukehqwabe9702 ปีที่แล้ว +1

      Ngsacela ukulekelela la, ezweni las'Enhla kunentshumayelo ethi iNkosi iNyanga yeZulu yakhiphu Mshumayeli Cele wase Mkhaideni (ohambe esewu Mfundisi) ukuthi akakamezele kumagumbi omane ukuthi iyawuvala lomgidi obizwa ngeskhihli. Ingakho singawugidi siwubona kwi Slungu neNingizimu qha... mhlampi comment kaMnewethu ihamba la, kube indlela yokubeka ehlukayo

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      @@mukehqwabe9702 AMEN, ngiyayamukela le TSHUMAYELO ngeNHLIZIYO eMHLOPHE. Ngiyabonga kakhulu.

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 ปีที่แล้ว

      UKUTHI ISKHIHLI KWAQANJWA UBABA UDLOZI WANGAPHAKATHI OZALWA UMA UMATHUSI WATHI..... EBUKA LOMGIDI WABO WATHI LABAFANA ABAGIDI BAYAKHIHLIZA LIZWEKE LELIGAMA INTO ELWA NONKULUNKULU ASIFUNI UKULANDELA INTO EFUNWA USHEMBE

  • @mukehqwabe9702
    @mukehqwabe9702 ปีที่แล้ว

    Ehh Mfwethu 1, 2 & 3 ngizothinta ekugcobhozeni nasekuhlabeni unyawo lwesinxele, sifundiswa siniswa sasibuza singayitholi mpendulo ngoba bethi abafuni ukuqamba amanga, nabo bayebone abanye behlaba abanye begcobhoza so nanamuhla mina ngsafuna ozophumela obala angitshele with reasons ukuthi uyahlaba kawu 2 noma uyagcobhoza kawu 2 ngonyawo lwesinxele before isihlabelelo siwe sithi "Baaaaazishiya"
    Kwi shoba mfwethu cha u3 aksiwo, kwishoba ngiphasisu 1 & 2 ngoba ishoba likhomba kphela makuwa isihlabelelo okuchaza ukuthi umgidi usuvulile, uma ishoba lisavundlile lichaza ukuthi umgidi usavalile noma usuvalile, lithi isihlabelelo asikakawi noma sesigcinile

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว +1

      Very good. Ngifuna izincazelo ezinje na ke. Ezikhulisa umqondo weNhlalisuthi. Bt angikakuniki iNDONDO ngencazelo yakho. Plz bathini abanye, sicela ukuzwa.

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      Which means uhamba no 2.?

    • @mukehqwabe9702
      @mukehqwabe9702 ปีที่แล้ว +1

      Angeke ngphumele obala ngithi u2 ngoba ngkucacisile okonyawo lwesinxele ukuthi "angazi noma luyagcobhoza noma luyahlaba makwehla isihlangu"
      So mungangichazela ngonyawo, ngizoyikhethi nombolo phakathi kwa 1 no 2

    • @thobaningubo1200
      @thobaningubo1200  ปีที่แล้ว

      @@mukehqwabe9702 ku no 2, luyahlaba no lwesiNxele.

    • @Lokxion747
      @Lokxion747 ปีที่แล้ว +2

      Bafo u3 yiwo ISHOBA likhombe phambili nje ngokweshoba u3 uyaphasa
      Ngokushaya ngoleft u3 correct ngoba Uma uwise ISHOBA usuke uhlabe ngoright LAWA ISHOBA mese ulivusa uyacobhoza ngoleft
      Futhi ekuvaleni ISHOBA uyalivundlisa ekhombisa ukuthi usevalile so u3 uphasile