Nkosi yamaKhosi Shembe Nyazi LweZulu Nkulunkulu wethu omuhle onothando ongahlulwa lutho eMhlabeni nase Zulwini ngicela usikhumbule njalo nemindeni yethu usiphe impilo nokukholwa nempumelelo Nkosi
Amen maNazaretha, amahle iyangibusisa kakhulu lenkolo🙏🙏
Siyabonga kakhulu bhuti Dlakadla ngenkonzo esikhulisayo neskhumbuzay ukuthi sikuphi sizonzani lapho uNkulunkulu wethu omuhle uNyazi Lwezulu likhumbule njalo Nathi likhumbule lisivikele emazweni🙏
Siyabonga Dlakadla, umsebenzi wakho okhulayo usuku nosuku uphinde unikeze isithunzi nenhlonipho nesizotha somsebenzi kaThixo, ukhule njalo. Siyabonga kakhulu eNkosini uNyazi LWEZULU, LUYASPHILISA,LUSINIKA ITHEMBA LOKUPHILA KHATHI ZONKE, IZINKONZO ZONKE ZIYASIPHILISA NGISHO SISEMAKHAYA, AMEEN.
UNkulunkulu akubusise Baba Dlakadla ngomsebenzi omuhle osethulela wona
Umusa nothando kumanazaretha onyazilwezulu makube nathi sisabukela umsebebzi ka Thixo Amen.
Amen Amen baba nyazi lwezulu umkhulu baba uyesabeka Dlakadla 🙏
AwuDlakadla mfwethu siyabong 👏👏👏👏.
Amen Shembo oyingcwele usikhumbule ❤🙏🙏
Ameeen baba ave usiphilisa mtakanhliziyo uNkulunkulu uNyazi lwezulu lukukhumbule baba syabonga ameni 🙏🙏🙏🙏
Bhuti UDlakadla sicela usikhiphele ukhanyi abeyedwa
Ushayile uMfoka zalukazi ezimbili. Esinye siyagaya. Esinye siyathulula.
Rev Khanyi ❤
❤🙏🏼 Amen ,NKOSI BUSISE UMSEBENZI OMUHLE ,🙌🏻
Sibonga abefundisi bonke ngezintshumayelo ezinohlonze. UNWELE OLUDE NYAZI LWEZULU NKOSI YETHU , AKWANDE !
❤❤❤❤❤❤
Aaaaameeeen ⚡️
Siyabonga mfethu ngokusifakela la inkonzo yesikhumbuzo sika Bhombela 🚂🙏
Siyabinga please upload lenkonzo zika Mfundisi Ndlovu lo Rev Mdluli
Ngayini ngaphandle kwama sermon akho Dlakadla ❤awazi mkhulu kanjani msebenzi owenzayo mina ave ungsiza❤Ameeen
Nkosi yamaKhosi❤❤
Shembe wase Zulwini. Amen
Shembe oyingcwele NyaziLwezulu Babawethu Esimethembayo❤...uMnikazi Wezulu Lona Esimukhonzayo Akekho Omunye❤🙌🙏
Uyabona lakede kuhlabelakhona inkosi Nyazi i keyboard uzamile ukhalahle iyona tone efukalayo bekusada u bass kuphela nje
Siyabonga mfethu ukusibonisa inkonzo , inkosi ikubusise 🙏
🙌baba dlakadla inkosi ikubusise mtakamkhulu
Nkosiyamakhosi ungikhumbule nomndeni wami ❤
Amen baba.
INkosi i Busise uNyazi lwezulu..Amen..
Amen baba
Siyabonga ngenkonzo
MMMMH YAZE YAMUNANDI NTSHUMAYELO ESIPHIWE ABAFUNDISI BETHU
Amen
Dlakadla syabonga ngane yakwethu
I keyboard i vele ikhale kabi angazi noma abayizwani iyahaza ayiqoqekile ayihlangane umakukhona ohlabeleyo engathi engeqa lapho kuhlasthelwa khona
Rev Mbhele....lento yabantu bangaphandle angiyifuni nam
@@malusidlamini5267 kushukuth imsebenzi wayo awukho ngoba akuzubabikho imali ephumayo khona bezezohlomula
Amen 🙌🏼 siyabonga
Nkosi yamakhosi ❤❤❤
Ngyakuthanda lokuhlabelela okudala kuvusa Singa
Hhayi abantu abahamba moBabamkhulu baybona indaba bazihlulekela njengoba nathi sizozihlulekela,kodwa uma singakhumbula ukuthi safika sizokwenzani singanaki izinto esingazizelanga,yikho neNkosi yesibili yabaxosha abantu yathi ngoba ababekuzele sebektholile
AMEENN MOYA ONGCWELE
Lelizwi likhethekile, Baba Mfudisi Mlungwane, kuvuleka amaZulu, wamuhle Nkosiyethu, UNYAZI LWEZULU, singayisa ntoni kuwe efanele ukukubonga, uzuwukhumbule umnndeni wakwethu . SIKUBONGA ASIQEDI SHEMBE ONGCWELE !!
Syabonga🎉
Niyabona kodw ukth inkosi indlel ebheka ngakhon kuyasabisa 😢,
Mfundisi Mlungwana inkosi ikubusise
😅😅
🚂☀️🌑🌈⚡🙏🙇
Kwaku nkulunkulu lowana
Ngiyayithanda lenkulumo kamfundisi mbhele iyidudla into esele i keyboard le ngakhalikahle yiyo engiphathakabi manje
why ugxeka? uma umuntu oshaya i keyboard akashayi kahle ngabe kdala wamiswa, wena nje yekela umona... ikeyboard uyizwa wedwa ukuthi iyabheda thina ke sizwa ikhala kamnandi kabii noma ungathin
Yazi kunento kwesinye isikhathi mowubona iphutha libeke ngendlela engeke iphoxe omunye umuntu hleze alungise lapho kungazwa Kali kahle khona
Hi Mr Dlakadla thank's for the quality of your work,Unyazilwezulu to bless you,but i think you have forgot isikhumbuzo saMakhosi 02 May 2024 and im still waiting,every morning i check my phone but nothing,i only watch this channel because of your work quality
Nah leso ngeke sifakwe ngesizathu sokuthi uBaba wakhuluma amazwi alumelayo😢😢.
Impela siyabonga kakhulu inkosi yasekuphakameni uShembe ikubusise
No angisikhohlwanga kodw isimo senkonzo ngyasibheka kuqala ukuze izint ezingekh esmeni ngingazivezel umphakathi
Mr Dlakadla thank's for your feed back Shembe to bless you
Ukuqala kokuhlakanipha ukumesaba uJehova siyabonga Dlakadla ngokungajivazi isithunzi sebandla🙏