Cha Mntuyenziwa owakithi wena and indlela o handle ngayo yonke le nsambatheka ekhulunywa ilo mabefu Iyakhombisa ukhulile futhi ungowakithi Yeka lo Ozama ukuku ncofa vele akuzweli kuwe Ngyabonga
Cha Khumbula ukuthi umntuyenziwa he was a back up singer. Khuzani uses mntuyenziwa yenziwa style. Umntu couldn't axpress his talent cos he was beyond the scene. If ulalela khuzani ND umntuyenziwa yenziwa into eyodwa.
Cha sisi mashudula uyigagu emlonyeni ngiyayithanda indlela omisa ngayo imibuzo yakho kanti no sisi lo omunye ngiyithandile indlela azihashe ngayo nge skhathi engena
UFalabo wangidonsela kamnandi izingonyama ❤❤❤❤❤
This was the best episode ever❤💫
Mntuyenziwa ungenhla mfwethu ngentambo, yebo Falabo izingoma zakho zikhona kubantu kodwa besingekho isdingo sokupikla ngalokho ngyawuthanda umsebenzi wenu nobabili.
Mntuyenziwa you made me proud ❤️ yey Falabo unePride, waze wambukela phansi uSenzo
Yazi ay umbukela phansi ngempela
Cha Mntuyenziwa lokhu ozibiza ngakho kuyikhona uyayidlala kakhulu intambo ulihlule ngamalengiso iqhawe lakwethu
Cha niyahlonipha bafwethu❤️noma kubuye kube khona lokho kokuth niyinsizwa but umoya wenu👌👌
Nkulunkulu wazo bafwethu vumani umntuyenziwa Nkulunkulu. Ufalabo ukhona impela akadlali kodwa umntuyenziwa UNkulunkulu wazo ngisho ukdlala kwentambo ukhulekile akathukile. Ufalabo indodana kaNkulunkulu naye unzima kakhulu 💯.
Ubhemile unomoyophantsi kaphakamanga lomfana 🤏🕶😯
Kumbuso wamaciko nidlale ngoFalabo nimuqhatha nenkunzi
😀😀kwakubuhlungu
Hai umona phansi Unkulunkulu uyohlezi engunkulunkulu.. Ungenhla ubhemile wenza ishlungu la 🔥🔥🔥🔥isthutha umntu akazenzi umntuyenziwa💯🔥🔥😩😩🙆🏽♂️
Best of the best Mnandi ebhemile qhawe 🎶🎶🎼🙌🙌
Ey okuBhemile kuzidlela amahlanga la
Uyintsizwa bhemile🤝🤝ufalabo usaphethwe yibuntwana
Ngyamthanda losisi onezwi elisihosho😂❤
umnandi ebhemile🔥🔥🔥🔥. AI bafethu aka relax ufalabo inzima lendoda amiswe nayo akayeke umona siyazazi thina ingoma zakhe
Uya backer kodwa uMntuyenziwa bafwe2 yey
Muntuyenziwa uyasishaya isigigxi
Khuphuka lapho Ekandla😍 umnand Bhemile
Falabo usidlala kahle ngendlela yakhe musilalela kahle uyezwa unoshuni wentshebe.umntuyenziwa angaba nzima mengayeka ukuhazisa isiginci uyithatha
nidlale kamnandi bafana kodwa mina ngisamile Umnandi futhi umnandi kakhulu mayebhemile uMntuyenziwa
Isthutha senkunzi! Uyovinjwa wulwandle ĺomfana
Mntuyenziwa🙌ngikfisela impumelelo ndoda namanje ngisasho akekho oyovala iskhala sakho eyngomeni kaKhuzani uFalabo lo ngeke alunge sdalo ngithanda ngoba usutshengisile😁Ei lomfana wakwaKhuzwayo uyamsaba Mntuyenziwa Yoh😂🤣Ey
Munye uNkulunkulu wazo useMakhendle
Mnandi ebhemile🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽 ay kahlen bafana 😂🔥🔥🔥🔥🔥
Kodwa legenge eshaya inkantini iyasnemba isginci
Hasukaaaaaa Bhemileeeeeeeee💗💗💗
Khuphuka lapho muntu yenziwa
Ai uBhemile ungenhlaa ngentambo🔥🔥
Ay mfoka Ngwane ungenhla🎉🎉🎉🎉 kakhulu noma bengathunukala kodwa bayalazi iqiniso❤
Uyahluleka uFalabo inkinga yakhe uyisnokwe kakhulu
Awuzwe kodwa Uma becula bonke ufalabo nesthutha 🙆🏽♂️🔥🔥🔥ihit kuphela
Mntuyenziwaaaaaaaaaaa!!!!!
uyintsimbi yesigingxi baba rhaaaaa😭😭😭😭😭
ayithintwa noma ubani induku kaMajazana
Uhlakaniphe ngempela Mntuyenziwa futhi awuzenyezi awesabi ngomsebenzi wakho wesinginxi!!!
Up ngwane up hamba wedwa safanele ufundide la🔥
Syabonga ngokusizisela lezintsizwa ezimbini,but uMntuyenziwa engathi ebengaziswa no Nyonemhlophe makudlalwa lowamdlalo wezigingci.sbonge
Naye uFalabo ungumdlali weziginci nje uze abizwe ngoMagic fingers nje ingoba esidlala lapha wehlulwa nje udede
Mfoka Khanyile ngiyakuzwa mina ngeke mfana uyovinjwa ulwandle kuphela,ingane iziqhashela yona unyembezi igcina seyibeka izaba zama backing angathi shuuuuuuuu.
UmaShudula uchemile kakhulu futhi, abantu abanjengaye abona izinto.
Lutho akachemile
Uyasbuka isgcingci lo Waka Khuzwayo kanti ubhemile usqongqotha engadbuki nhlobo 😂
Cha Mntuyenziwa owakithi wena and indlela o handle ngayo yonke le nsambatheka ekhulunywa ilo mabefu
Iyakhombisa ukhulile futhi ungowakithi
Yeka lo Ozama ukuku ncofa vele akuzweli kuwe
Ngyabonga
Yaz ima ngbona today ukut mntuyenziwa was'shay saze saqhum'iyntambo
Imnandi intoyenu bafwe2 ngijabuliswa nawukuthi nikhombisa ukubanomoya wenhlonipho mina ngihamba noFalabo kodwa noMtuyenziwa ngiyamuzwa kakhulu ngesginxi💯🔥
Babhemile inkosi🎸🇿🇦
umnandi ebhemile
Nxttym amahost angaculi kanye nabaculi coz bayababhimbisa
🕺🕺🕺🕺Waze wamihle umdlalo wensizwa🕺🕺🕺🕺Bathi 👌👌👌👌Bravo abafundile👌👌👌👌
Dankie nompempe wawqeda kahl umdlalo 5- 1 iscore
Yah lana beyihlangane🎸🎸sukaaaaaa
Falabo kahle kahle uzozi zondisa ngami
Kodwa falabo mft uyigqwele mft❤
lomashudula umncimfelelani umntuyenziwa ,,,uyabhora
Bhemile wisthutha wena marn 😂😂😂👌🙌🙌🙌
sikhufuza umlilo isigingxi sakho mfana kithi 💥💥💥💥💥💥💥
Hoohaaa😂😂uhamba wedwa mfana
😄😄😄Kodwa kunento engiyi nothisayo , yaz uma umntuyenziwa edlala isgingcj baya dansa I sis kanti ku falabo choo
Ingoba indlela uFalabo adlala inomoya (Tone) ophansi.
Cha hai iqiniso lihle ngane zakwe2 faloba usevele wafa ngaphakthi .bhekene nesthutha insizwa epholile.
Uyinkinga umntuyenziwa yezwaaa...
Ushaya into exoxa indaba iyiqede
Angthi kuthen kdwa abanye abntu bayabhimba
Waze wamnandi umdlalo😊😊😊
UMntuyenziwa mabengamqhatha neMfezi ningabona ukth uFalabo ubanjwe ngophondo
Ngisabuka lolive namanje 🔥🔥🔥🔥
Ngale komona uMntuyenziwa uyayazi intambo.
Kodwa ke uFalabo naye uyashaya kuyikona ukuthi ngeke balingane
Yaz akasicingi isiginci uMuntuyenziwa uhlala ngqo odabeni, up mfthu eyakho lento
Hoohaaaaa
Bhema babhemile Sthutha seNkunzi akashaywa Umuntu kanje M4 KaNgwane
Falabo ukwenze kwadlulela uma ugijima ngoDLU ngyathanda lapho
Umagic finger ungakwazi kshaya intambo🚩🚩
Mfoka nondindwaaaaa
Ayii Ufalabo Uyabheda Usefuna Ukthenga iphath Angahlangene nayo
Bebhemile........... Shidi MAn Shidi ay winkunzi ngesiginxi akubukiswa nomuntu kanje
Iyambulala insangu mfana bhemiler❤❤❤❤😂😂😂😂
Looooool ai akekho kakhulu ufalabo, up mtuyenziwa
❤❤❤
Bayamnabukelisa ukhuzwayo wahluleka. Uhluliwe nje
UMtuyenziwa ungenhla ngesiginxi,kodwa ngengoma ungaphezulu kakhulu uFalabo.uMtuyenziwa wayephazama uma ethi uKhuzani wahamba noshuni wakhe cha uma ngabe wakusho wayephazama.engani uKhuzani uqale kuqala kunaye ukucula manje ushuni wakhe kanjani. uMtuyenziwa mncane ngengoma kodwa ngesiginxi number one.Inhlonipho yabo ke abafwethu ngiyayithanda
ayikho lento oyishoyo ukhuzani album yakhe yokuqala yayidlalwa umuntuyenziwa kuze kube gqula kwedini
Ubhemile unkulunkul weyginci nje kwaphel
Cha Khumbula ukuthi umntuyenziwa he was a back up singer. Khuzani uses mntuyenziwa yenziwa style. Umntu couldn't axpress his talent cos he was beyond the scene. If ulalela khuzani ND umntuyenziwa yenziwa into eyodwa.
@@tsepisomzalah6843 uqedile bhut...👌👌🤝🤝
Ushuni ukhandwa yisiginxi...
Hay umntuyenziwa uyayishaya intambo ngeke
Cha Falabo,mina ngiyakuzwa ukuthi uyayivuma eyokuthi uBhemile uyasibetha isiginci
Mutuyenziwa ungenhla kakhulu Falakhe khohla futhi zitshele nje musa ukuthi ngoba sewusebenza nokhuba bese uziphakamisa kanti izingalakho alikafiki kuMutuyenziwa khohlwa khehla
Mntuyenziwa wasxebul isgingci mfwethu, kwavuka uhlevane.
Ngyakuvuma mtuyenziwa ngihambanawe wena uphelele lona othembele ngokucula shukuth akakokwaziwa abantu kdw muntuyenziwa cape town eastern cape sikhalangawe kuzozonke indawo falabo asikamazi
Wow 🎉❤
Aiy muhle umsebenzi 💯
Oyodlula uBhemile usazozalwa🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Cha sisi mashudula uyigagu emlonyeni ngiyayithanda indlela omisa ngayo imibuzo yakho kanti no sisi lo omunye ngiyithandile indlela azihashe ngayo nge skhathi engena
Nkulunkulu siyakuvuma na kwaXhosa lomfana uFalabo hay unengxaki uthi yena kosaziwayo kwabako ukungaboni ngasonye kodwa uthi wna walaxaza ukhuzani njan
Up bhemile
U falabo unzima bafethu aneniyeke ukunya ma red nations
Akayekwe ungwane ngithi myekeeeeeni Mani!!!!
ndichazwa ngunomnyamazana(Mashuduma) ...ingathi uyayithanda or uyithembile le yangakubo inkabi...uske ubone uba uxozeke🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Amahloni kimi ,kodwa mtuyenziwa ubukise lani ngengane
Unkulunkulu wesinginci up
Bhemile asingawadli amandla wakho mfana🤣🤣🙌🙌
Uyinkunz bhemile
UFalabo uyaziqhathanisa kanti ungemumva
UBhemile akayekwe
Cha.siyabonga.kodwa.nani.niyabona.uFalabo.akaliboni.kulobhemile.wenu
Umnandi Bhemile wethu ngako konke ingoma inandiswa isigingxi ,umsangano lento yabantu beloko bethi ay uMntuyenziwa umnandi ngesigingxi werere werere , ingoma Imnandi ngesigingxi phela
Mntuyenziswa ungenhla mfo
Ngiyakuzwa Ngwane
Khuphuka laph muntuyenziwa 🤝👏👏👏🔥🔥🔥🔥🔥
😂😂 Animumise kansane
Umfana bhemile uyakhuphuka
Ubukisile kodwa ngo falabo mtuyenziwa
😢umnandi ebhemile
Khuzwayo uyacula impela Mfana kaNondindwa kodwa nje uMuntuyenziwa ngesigixi khohlwa mfwethu ngangithi uJaiva uyayidlala uyayidlala lento ayi imani