eMdletsheni - Mthandeni Live Performance

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 50

  • @tholokuhlemkhonzeni-gl2wr
    @tholokuhlemkhonzeni-gl2wr 9 หลายเดือนก่อน

    Noma inini ungapheli amandla mfoka Manqele .......Jehova uyohlezi ekwandisela🤝🙏

  • @sphiwempanza7845
    @sphiwempanza7845 9 หลายเดือนก่อน +2

    Umthandeni uhlakanphile yabona lokh akwenz emdletshen ngokpholis iynhliziyo zabant kukhulu kakhulu ❤❤❤❤❤up Manqele

    • @MqapheliseniCelimpilo
      @MqapheliseniCelimpilo 9 หลายเดือนก่อน

      Bafowethu umsebenzi muhle kakhulu Isiphiwo ngesakho duyaza

  • @MqapheliseniCelimpilo
    @MqapheliseniCelimpilo 9 หลายเดือนก่อน

    Abantu abawina abathule bekungamele bangene la kumiwe kubo yini noma nisendaweni yabo kubuhlungu kuphi kubo uma uwinile thula phela emlonyeni nenze owenu umcimbi wokuwina nijabule

  • @mlungiselelinxuza2000
    @mlungiselelinxuza2000 9 หลายเดือนก่อน

    Only hit song on 2023

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h 9 หลายเดือนก่อน

    Saze sajabula sabantu eMdletsheni... 💃🏽😥🤗💃🏽🫡🙏🏽
    Sasilindele into enje... Ngo New Year... Dankoooo Qhawe🤝🏽🫡

  • @SizweManyoni-l2d
    @SizweManyoni-l2d 9 หลายเดือนก่อน +3

    Zibonvu nhliziyo kunjena emndletsheni awuthandi❤❤❤

  • @mthokozisintuli185
    @mthokozisintuli185 9 หลายเดือนก่อน

    Bekuyimande sihlukanisa unyaka thina mhlaka 6 ngoba mhlaka 31 wawuhlukaniswa uKhozi ay thina no Ntencane wawuhlukanisa ngo March kwaba mnandi abanomona nenzondo yeqiniso abasale kanjalo

  • @maureenzondo5878
    @maureenzondo5878 9 หลายเดือนก่อน +1

    Aybo bazebabaningi Bantu Jesu sqamula owethu unyaka 🤸🤸🤸🤸

  • @ZandileMiya-gu6kt
    @ZandileMiya-gu6kt 9 หลายเดือนก่อน

    Phakama peris❤

  • @ntombifuthisylvia3253
    @ntombifuthisylvia3253 9 หลายเดือนก่อน

    New year kwakumele kube into enjena❤❤❤

  • @ThobileMagwaza-k3v
    @ThobileMagwaza-k3v 9 หลายเดือนก่อน

    Emdletsheni🎉🎉

  • @jabuliletshabalala4758
    @jabuliletshabalala4758 9 หลายเดือนก่อน

    Sikhona ngenhlizyo qhawe lam ❤❤❤❤❤❤

  • @ThobileNzuza
    @ThobileNzuza 9 หลายเดือนก่อน +3

    Unyaka wahlukana ngeyi 31 uphi uLwah

  • @siphesihlegumede181
    @siphesihlegumede181 9 หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwakuhle emdletsheni🎉🎉🎉

  • @sibusisodladla5806
    @sibusisodladla5806 9 หลายเดือนก่อน

    iyathandwa lengoma

  • @sabelongema8252
    @sabelongema8252 9 หลายเดือนก่อน

    Ungasuka lapho osuka khona uyolalela ingoma nje eyodwa into obungazidlalela yona emdlini nina niyasangana emakhanada

    • @siyandacaya2778
      @siyandacaya2778 9 หลายเดือนก่อน

      Umona yhoo😂😂

    • @sabelongema8252
      @sabelongema8252 9 หลายเดือนก่อน

      @@siyandacaya2778 umsangano vele nxxx

  • @thembasishi6301
    @thembasishi6301 9 หลายเดือนก่อน

    Ubecula ngempelake namhlanje unkunzana ujabule unkabi malanga

  • @SkhumbuzoNgonya
    @SkhumbuzoNgonya 9 หลายเดือนก่อน +1

    Bamb'ivedio wethuuuu ❤

  • @SboMokoena-lo3xt
    @SboMokoena-lo3xt 9 หลายเดือนก่อน +1

    Uphi uLwah?

  • @AndileNyamezela
    @AndileNyamezela 9 หลายเดือนก่อน +2

    Ashilo demet

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h 9 หลายเดือนก่อน +1

    Yaze yayinhle into...💃🏽🤗🫶🏽🔥👌🏽ayidingi koniwa🫡

  • @margretmhlango146
    @margretmhlango146 9 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 9 หลายเดือนก่อน +1

    ULwa Ndlunkulu uphi gcokama umyekeleni ngoba uthi awumumekanga msunu doti,umona lowo ngoba ingoma ingoma yakho uthandwa ngenxa yakhe????????????????????????????¿?????????????

  • @manqobambuli2352
    @manqobambuli2352 9 หลายเดือนก่อน

    Sibonge Manqele sijabule kabi !!

  • @sabelongema8252
    @sabelongema8252 9 หลายเดือนก่อน

    Weweweeeee ismuncu

  • @solanimathenjwa6563
    @solanimathenjwa6563 9 หลายเดือนก่อน

    Yaze yayinhle into yengabe xem

  • @ntombifuthisylvia3253
    @ntombifuthisylvia3253 9 หลายเดือนก่อน

    ❤❤up SK

  • @NonhlanhlaQwabe-g1p
    @NonhlanhlaQwabe-g1p 9 หลายเดือนก่อน +1

    Uphi lwah qhawe lam😅

  • @mzwasithole9521
    @mzwasithole9521 9 หลายเดือนก่อน +1

    Abantu bayamemeza bathi uphi uLwah akaphenduli

  • @thulanizulu8637
    @thulanizulu8637 9 หลายเดือนก่อน +2

    Mxm

  • @thulanizulu8637
    @thulanizulu8637 9 หลายเดือนก่อน +2

    Mjolo lowo 31 mhla6 kanti sekwabanjani ezeni.uphi Lwa😂😂😂😂

    • @manqobambuli2352
      @manqobambuli2352 9 หลายเดือนก่อน

      ubelele uLwa ubengekho,but ke koda bene choice yokuza noma engezi besingabizwanga nguye besibizwe uManqele

  • @Ndumisonhlapho
    @Ndumisonhlapho 9 หลายเดือนก่อน

    2-0

  • @AndriasLuthuli
    @AndriasLuthuli 9 หลายเดือนก่อน +1

    Umthoba nhliziyo umfudumezo wamanqina nesobho elimuncu dlanini zilambi

    • @ngubanemthobisi8116
      @ngubanemthobisi8116 9 หลายเดือนก่อน

      It i s bigger than spring pic nik😅

  • @thulanizulu8637
    @thulanizulu8637 9 หลายเดือนก่อน +3

    Uyafosa mfana 2-0 score uthanda ungathandi

  • @SizweManyoni-l2d
    @SizweManyoni-l2d 9 หลายเดือนก่อน

    Yahlukubeza bantu lento kakhuzan bukani bajabule kunjani abantu ayilamasimbenu nsengi ayibambe zikhona

  • @SizweManyoni-l2d
    @SizweManyoni-l2d 9 หลายเดือนก่อน

    Nithandi ndaba fusenga malandeli amaqili nihlushweyipho nina

  • @Vezi864
    @Vezi864 9 หลายเดือนก่อน

    Manqele kuyasinda ukuba uwena endimeni yomculo ngoba labangaculi futhi benamandla kumaskandi bakhetha iphela emasini abakuvumi bt abantu abayi nganxaye bonke khona esizokuseka nabo

  • @thulanizulu8637
    @thulanizulu8637 9 หลายเดือนก่อน +3

    Nyaka wahlukana nge 31 waze wadlala ngabantu benkosi mfana kodwa phela ipuleti nesisu asikweletwa😂

    • @manqobambuli2352
      @manqobambuli2352 9 หลายเดือนก่อน

      Wena ukhazwa yini ngoba ubukini awulahlekeleanga lutho

    • @thulaniTshabalala-vi6ce
      @thulaniTshabalala-vi6ce 9 หลายเดือนก่อน +1

      Kubuhlungu Bizo hlezi sishunyayezwa ukt ungalindi uku apriciatwa ngabantu zithande wena uMthandeni unamandla kade adicilelwa phansi njengoba kwenziwa kuMgqumeni myekeni aveze ubuqawe bakhe

    • @KhulekaniNdawonde
      @KhulekaniNdawonde 9 หลายเดือนก่อน

      kanti nokuthula etweni engakudingi kuhle nawe lomthandayo uyokwenza okwakhe umuthi isisu asikweletwa usholo ukuthi lemicimbi eyeziwa ngabaculi abantu basuke belambile umuntu olambile kungenzeka uwena ngoba ungayanga amandla mancane

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 9 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤