Wathini uShembe ngamaLOBOLO?

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 9 ธ.ค. 2020
  • Wathini uShembe ngamaLobolo?
    Umfundisi Magwaza esixoxela ukuthi wakhuluma wathini uShembe ngezindaba ezithinta ukuganiselana kanye namalobolo. #Shembe #eBuhleni

ความคิดเห็น • 19

  • @Zwethanda
    @Zwethanda 3 ปีที่แล้ว +10

    Uyangichaza umfundisi weNkosi mayesehleka siyabonga bantwana bakaNkulunkulu ngezindaba ezimnandi zasezulwini

  • @skhumbuzomzimela8564
    @skhumbuzomzimela8564 3 ปีที่แล้ว +4

    Inkinga baba Mfundisi izibizo. Esezaphuma ekukholweni kukaShembe.

  • @smileecameraman9579
    @smileecameraman9579 3 ปีที่แล้ว +1

    Ameen 😊🙏

  • @nqobanemasuku2815
    @nqobanemasuku2815 3 ปีที่แล้ว +5

    Ubukeka ezikhululekele uMfundisi weNkosi

  • @feliciazukulu5688
    @feliciazukulu5688 3 ปีที่แล้ว +1

    🙏🙏🙏

  • @sbonelosboh5452
    @sbonelosboh5452 3 ปีที่แล้ว +1

    Aaaaaaen baba

  • @lindokuhlemandlenkosi2056
    @lindokuhlemandlenkosi2056 3 ปีที่แล้ว +2

    Sibonge kakhulu, kuba yintokozo ukuthola ivido ephelele.

  • @nosmilomkhonzamelus5367
    @nosmilomkhonzamelus5367 3 ปีที่แล้ว

    Yabaka le Mpunga ngiyezwamine

  • @lindie7311
    @lindie7311 3 ปีที่แล้ว +1

    Kodw Mfundisi wenkosi🤭

  • @injebomvu
    @injebomvu 3 ปีที่แล้ว +2

    Amalobolo ashibhile inkinga zibizo nalena eminye imcikilisho mfundisi ngabe siyaganwa impela kodwa izibizo ziyasibulala

  • @zamokwakhegumede2670
    @zamokwakhegumede2670 3 ปีที่แล้ว

    Abazali ibona abadala amaQhasha Kanti nazo i'Nsizwa ngoku lobola for 10years ziyayi tifiza. Kumele kubuyelwe emazwini eNkosi uBabamkhulu,Sonke sophila.

  • @9onkentbc833
    @9onkentbc833 ปีที่แล้ว

    Abantu sebaxakwa indlala

  • @phindubuhlembele3596
    @phindubuhlembele3596 3 ปีที่แล้ว

    Unomusa umfundisi we Nkosi Nam ngigcine sengihleka kumbi ngempela ukubiza kakhulu nengane cz Uma nilobolisane kahle ngelinye I langa kukhona lapho eyokusiza khona umkwenyane mhlompe akungcwabe nj usudingile cz ikusasa alaziwa bakithi Mina nj ezibizweni zam umah kwabizwa ibhodwe size 20 usawoti imbazo inkomo yakhe than ubaba ihashi ijazi imvubu bt ngangabi I Nazareth nd ekhaya abasiwona Nam sekulotsholwa eyam ingane mnj so mkwenyane zange ngizibize I into ezingabizwanga Kim soze bakit akuliwa LA kuyakhiwa

  • @khayelihleduma3602
    @khayelihleduma3602 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyayithanda ikolo yakithi

  • @thabangtladi8057
    @thabangtladi8057 3 ปีที่แล้ว

    Mxm m not taking anything from those ppl