Bhejane is the best stick fighter NO ONE CAN STAND AGAINST HIM... NGISHO UNGAHAMBA UYOBIZA VAN DAMME NO RAMBO LE EMELIKA, NGEKE BALUNGE LA KULENSIZWA YANGAKITHI💪💪
Hlokozi highflates kwaGudlucingo... No one can stand against BHEJANE he is the best stick fighter in the world... Noma ungabiza van Damme no rl RAMBO ngeke balunge kulensizwa yangakithi🤛🤛💪💪🤟
AS a white guy who loves the art of fighting..and am very intrigued by the art of zulu stick fighting which is the best way to go and see one of these events?obviosley it is best to go with someone from that village as i dont know how my presence will be received
Ngyayvumalensizwa ewisubhejane🙏👍
Umuntu owayishaya uPhakela
Nifunani ngoba ubhejane bambeke phantsi wangabuya.. Uke umbone kephi wena ubhejane ephuma.. Imhlulile lensizwa kosala inkani
Bamvimbile ukt angasabuyeli bt iyafosha bo ngiybonile
Hheshe bobhuti uNtibane lo!niyaphila kodwa bobhuti?ai bafwe2 igame I game ngyawabuka amacoment enu amnand 😀
Kunjan ngsacelukbuza WeNtibane
ayy ntinane bhuti Mina ngiyakunika iwin imnembile..first time ngibona umuntu ewisa ubhejane
Ntibane yambona muhle kakhulu yaqala bona nsizwa sokoliswa bhejane kanje
Imnandi le ivideo uNtibane ebefanele ukwenzelwa yonkinto emva kwale imatch athengelwe nebhiya
ntibane ayim'nqeni nakancane
Yadla eyakwethu,hey madoda ngoba mhlabathi kawunoni...lala kahle qhawe lakity,kwakuyinjini iNtibane imsokolisile loBhejane wabo la
Rip bhejane mfwth buyinsizwa fth uyohlale uyinsizwa ngkuhloniph mina busimele siye south nkulunkulu uyaph aphinde athathe
Bhejane is the best stick fighter NO ONE CAN STAND AGAINST HIM... NGISHO UNGAHAMBA UYOBIZA VAN DAMME NO RAMBO LE EMELIKA, NGEKE BALUNGE LA KULENSIZWA YANGAKITHI💪💪
Yey tsek,UBhejane uxoshiwe intibane,haw kan nifuna kuze kubenjan??? Wak wambon Bhejane ebamba wena???? Mfoka ka Fire ngyamvuma🖐️
Aybo uyabona nje ukuth uyena lomuntu ongenelayo ufuna enzenjani
I game kantibane ke le yokubamba kodwa
iiChunu bayeke ave sisazobashaya😂😂😂
Fusegan uxoshiwe ubhejane intibane
Awu yafoshaaaaa maaan akga kanti yini🔥🔥🔥🔥khuphuka mfoka Ngwazi demed 🙅😄🤝
Gijima lapho Ntibane ulale ngokuthula nkabi yami
Ulalengoxolo Qhawe Ntibane siyokukhumbula ngobuqhawebakho😢
Nawe bhejane ulale ngoxolo sonodibana kwelamathongo nobhejane
RIP Bhejane, RIP Ntibane🙏🏾🙏🏾. It's really unbelievable that we lost both warriors.
Kanti nakuBhejane kyenzeka zkhale enyameni?
Cha u Ntibane ulehlule le bhungu.
yes bhuti unwise kabili wamphulela nduku yakhe kuningi
Ake ngithi nje number1
03:48 akaze ngiyibone into enjeya endukwini inqunyiswe ezimbanjweni induku umuntu andize ayontaklazeka phansi ngezinqe wooow....
Akawiswanga induku
🤔🤔ey bekphoqa ukuthi awe ingene kabuhlungu leyanduku
Hawu noNtibane kanti kudala walala naye😮. Aningisize zinsizwa, wadliwa yini ke yena?
Yafoooooosh’ intibane 🐗🐗 wazbamba kamnandi Mabhiza mtanam 👍👍👍
Ntibane unesbhaxu anobuza uBhejane
Yafooosha i🐂
@@matungwazi720 🐗🐗🐗
Hlokozi highflates kwaGudlucingo... No one can stand against BHEJANE he is the best stick fighter in the world... Noma ungabiza van Damme no rl RAMBO ngeke balunge kulensizwa yangakithi🤛🤛💪💪🤟
Bhejane is my favourite fighter
He's the best.
If I had to bet on any one it will be him
INqwele🤞🏻👌🏻😎
Sengathi Intibane ibithelwe ngezibonkolo la.
Le e khuluma kakhulu iyamshaya kanti.. Ishaya ubhejane kanje
Khuphuka Ngwazi next time uBhejane uzobaleka mfanami
Rip nkabi!!
Uyi nsizwa bhejane ay'khona🙌
Ngicela ongibonela ubhejane nimazise ngicela igame naye
Habe u jezy number 10 wayikhiphi nkunzi esbayeni wemadoda!🤔
Bhejane kodwa ngyamnika uyanembana
Kuhlangene onkonka akekho hluliwe la ukuth muntu uwile akusho ukuth ushayiwe ngaphandle mewiswe iyona induku.
Wake wambona uBhejane ewa phansi nangeliny ilanga? Heee uwiswe yisimo ubethwele ubunzima
Ubethelwe kanzima ngyavuma kodwa akawisangwa ukushawa uluze balance kunomehluko.
UBhejani bafet akawiswanga nduku umdlalo wakhe ma ephuma emuntwini unokukwenza lokhu uNtibane akuwona umdlalo wakhe wokuqala noBhekani nimbuze uNtibane uyazi ukuthi baphinda isngakhi manje wamenzani UBhejani kloyo game aze abuye manjena nje
Iningi phela alimazi uBhejane limuzwa ngendaba
Iphi ivideo yalento okhuluma ngayo
😂😂😂 wahlulwa ubhejane last year emgodi,washayeka esfubeni saskhona phela.intibani iyamxosha ubhejane bafwethu aykabi
ubhejane inkinga
Ntibane was also good but over here he saved his ernegy to fight Bhejani whereas Bhejani fought almost everyone ,may they both rest in Peace💪
Ayi imdlile intibane ubhejane la, ube nehlanhla nje ukuthi akavuzanga. Induku phela le emwise phansi.
Ibalance, ubenga balancile aniyazi yin kanti induku
Aksi induku ibalance
Ay aksiyo induku kayise..... Kodwa mnandi lomdlalo
Kunjalo nje Erick Nzimande
Nina aniyazi induku senginibonile niya ngothando lokuthi uBhejane uyashaya ngisho sebemxosha aniboni ...imhlulile le ndoda alwa nayo la ... umuntu angaze afe nilokhu nithe abakamshayi ..ukuthi unenkani nje akavumi ukuhlulwa
Iyasha lwensizwa yosiyasebenza!
Intibane iyadlala iyona nje enika ubhejane inkinga abanye lutho
UBhejane uhlangene no ntanga wakhe
Angithi qhawe
Bengifisa bathi ukubayeka nje madoda a
I’mthintile I ubhejane lenduku but akawiswanga yiyona ubeyibalekela ngobeqhasha kangaka
Ngizele uBhejane bafwethu.... Ngiyamugcoba uBhejane
AS a white guy who loves the art of fighting..and am very intrigued by the art of zulu stick fighting which is the best way to go and see one of these events?obviosley it is best to go with someone from that village as i dont know how my presence will be received
Where do you stay Riccardo , i would be more than happy to take you into this world
We can organise to meet when there is a traditional ceremony...where there is gonna be the game of pros like this one
Ay ngoba enzima lomuntu mowuyazi kahle induku uzobona ukuthi lomuntu akakwazi ukudlala iclean game uyangenela kanti ubhejane udlala iclean game akafuni umuntu ozoza kyena amngenele
😁😁😁iningi lifisa ashayeke uBhejane, lisakude ukufezeka lephupho lenu😁. Shaya imbambo Bhejane uthule phansi
Uchwepheshe kakhulu UBhejane
Untibane wenzeni njengoba senincoma nje uBhenjana akaze nambona eshayeka ngidlala izifiso uqhathiwe lomfana akasoze ophiswa woNtibane abakwazi ukuchwephesha ungathi babhula amabele nje 🤞
Wena uyasangana ke wavele wakhulumisa okwevaka🤔
@@matungwazi720 angisilo ivaka mina we bhuti akukho okobufana engingakwazi iqiniso lelo mawukwazi ukuvika uzovuma kodwa mawuhamba emvakosisi bakho maziphethwe uyophika
@@mkhanyiselwamajola8352 wena awazi lutho ulivaka straight
bhejane vs ma7 bese kuba untibane vs sangoma kungashuba
Abayazi induku laba ubhejane nguye inkunzi laba balwa ngomzimba inkinga yabo
Yafosha!
Cha ngiyaqala kubona uBhejane evuka phansi.....lonumber 10 uyinkinga
Ayi lamadoda awadlali kahle.
WAQWANDA LENSIZWA MADODA
Muhle umdlalo ezinsizweni
Cha kuyenyukela kulensizwa nangu ebamba ubhejane uyabonakala kodwa nasebsweni ukt cha wethukile ula uRhino
Yimuphi Ntibani and yimuphi Rhino
bjejane -green overall Ntibane -red number 9
@@siyabongamakhathini oh owk thanks
Uyimele I South Coats U Bhejane
Kahle Ntibane hee uphekwephi??? Yi breakfast in bed yenduku ekseni nje
Malume
Mabili (2) amadoda engiwavumayo la
Obani?
Wamnandi umdlalo.
Kwakumnandi
Ugalela kakuhle kodwa uBhejane
Uyehluleka kodwa kule nsizwa
Akekho nje owinileyo
UBhejane istaring eSouth Coast. Kulandele u7
Hay istarring siy1 nguSangoma USangoma zange ahlulwe wena ke
Uyamazi uNkinhlilili wasishaya sahluleka uksukuma isangoma lapho kwashawa 7 lopha
Bhejane
Phansi uBhejane
Bhejane 😅😅
😂I see you like his style of fight, where are you from brother ?
@siyabongamakhathini from pietermaritzburg. Yes I find this type of fighting very interesting.
@@ahmedamoo-kz8jt You should come with me to a shoot and watch Bhejane live
@@siyabongamakhathini wer r u from
Durban
Ave ibambene la kunzima