ความคิดเห็น •

  • @NdumisoMadide
    @NdumisoMadide ปีที่แล้ว +15

    we are in 2023, 14 years later but still His Music is the Best.!

  • @lebohangntshangase9634
    @lebohangntshangase9634 8 หลายเดือนก่อน +12

    2024 ngeke saxabana sodwa

  • @nkosenhlentshangase5086
    @nkosenhlentshangase5086 4 ปีที่แล้ว +17

    This music deserved to be released in 2051 so ahead of it time

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 ปีที่แล้ว +7

    2023 sisavuma sithi ibhova kwakuliqkawe kimaskand ♥️♥️♥️

  • @tisetsotisetso5970
    @tisetsotisetso5970 2 ปีที่แล้ว +13

    Dont worry you not the only one here in 2022 . Rest in power bhova lika dika dika imkosi yomaskandi iyinsizwa ziphelele

  • @buyanimakhoba1595
    @buyanimakhoba1595 ปีที่แล้ว +3

    Kuvele kuthi angiphindele ekhaya ngikhumbule izingane zami iyinkomo zami iyimbuzi izimvu umakoti zinkukhu.
    Kakhulu ngikhumbule nala kwaguqa khona umfohli weyintanga zasenkangala ugadli kakhethi kuyosuka okusendleleni yakho sagile saka babamkhulu uShokovu sidle mkhonto zadla izibhamu. Nhliziyo kakhulu 😢😢

  • @SiyabobgaNjoko-hx5lt
    @SiyabobgaNjoko-hx5lt หลายเดือนก่อน

    1/09/24 ngathi kade iphuma izolo lengoma ngendlela esho ngayo 🙌🙌 wemagcokama lubhidlikile akubenjalo

  • @lindokuhlesuprise7497
    @lindokuhlesuprise7497 5 หลายเดือนก่อน +3

    Uqhubeke ulale uphumule Mfoka Maqhawe umculo wakho usabusa namanje❤❤❤

  • @buyisiwenzima5639
    @buyisiwenzima5639 หลายเดือนก่อน +1

    INkosi ka Maskandi bephelele ibhova Khulekani Khumalo ,siguqa phansi kwakho Nquthu kwelabashokobezi🙏🏽

  • @samukelontanzi1163
    @samukelontanzi1163 6 ปีที่แล้ว +8

    akekho futhi oyofka kwbhova,engapatanisa nje amaxok koda akekho yofika kwbhova. lomuntu beshaya album ey hit yonke,ai lento yamanje muntu adume ngengoma yodwa futh nakhona ebhedayo athuka kuyo nhlamba

  • @thembinkosijacob5793
    @thembinkosijacob5793 6 ปีที่แล้ว +4

    ulozolo lwengoma lolu...cha Bhova wawutima ngempela...mina ngzidlalela umculo waleliqhawe nje!..ngoze ngife!... dankie.... MASHOBANE!!

  • @njabulodladla7942
    @njabulodladla7942 5 ปีที่แล้ว +10

    Awu nkosi lengoma still in 2019 cha he was the very best

  • @freddystanton1852
    @freddystanton1852 4 ปีที่แล้ว +5

    Thanks Mgqhume wat u did in this world no one will ever do it you wr the Heroe Brother

  • @xolisafohlo5410
    @xolisafohlo5410 9 ปีที่แล้ว +10

    This guy his music is still alive bcz this music is always fresh if u knw evr fresh

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni 10 ปีที่แล้ว +16

    By far the best Maskandi singer

  • @phiwayinkosisibisi5015
    @phiwayinkosisibisi5015 3 ปีที่แล้ว +3

    The Greatest Maskandi Of All Times!

  • @linahlekgeu5505
    @linahlekgeu5505 4 ปีที่แล้ว +3

    Ngisadlala umculo wakho Mfoka MASHOBANE,

  • @khumbulaningwenya5064
    @khumbulaningwenya5064 ปีที่แล้ว +3

    Waze wamnandi umtalabho

  • @zwelimdlalose160
    @zwelimdlalose160 8 ปีที่แล้ว +3

    ay mashobane ngyakuzonda ukufa engabe kube usekhona umaskandi ngabe unjani hee aay nobabili nomfokaGcwensa

  • @zwelilanga9719
    @zwelilanga9719 ปีที่แล้ว +5

    2023 still😘

  • @LovelyGolfCart-wi8pe
    @LovelyGolfCart-wi8pe 5 หลายเดือนก่อน +2

    😂lelo,jongo aw,wee igagu mnganiwami

  • @smangasydneykhumalo1761
    @smangasydneykhumalo1761 11 ปีที่แล้ว +6

    Aw madoda zohamba iynsizwa kosala izibongo nje kuphela.
    Hambekahle mfokaMaqhawe

    • @bongumusanzama1773
      @bongumusanzama1773 7 ปีที่แล้ว

      Smanga Sydney Khumalo . Dankie mfokababa kunjalo kunjalo wabisha

  • @thamsanqamaxwell9609
    @thamsanqamaxwell9609 5 ปีที่แล้ว +6

    Wothi mawungibona mashobane

  • @njabulodladla7942
    @njabulodladla7942 3 ปีที่แล้ว +3

    2021 I'm still listening iyasha

  • @thabangndabana6116
    @thabangndabana6116 4 หลายเดือนก่อน +4

    2024 sizinsizwa😢

  • @sakhilexulu8110
    @sakhilexulu8110 3 ปีที่แล้ว +2

    Inkosi engaqhathaniswa namuntu, ASAMBE-KEEE.

  • @francinahradase380
    @francinahradase380 ปีที่แล้ว +2

    Legend❤

  • @fakazintombela1512
    @fakazintombela1512 ปีที่แล้ว +1

    Who is benefiting for playing his music here

  • @lindelaninkosi7226
    @lindelaninkosi7226 11 ปีที่แล้ว +3

    Dlala Khumalo Dlala ......Dlala Bhova

  • @innocentmkhwanazi7163
    @innocentmkhwanazi7163 ปีที่แล้ว +1

    Sizinsizwa thina, ngeke saxabana sodwa

  • @sthulimbatha9321
    @sthulimbatha9321 ปีที่แล้ว +1

    Best song 🤝🏿

  • @nkonzonzorih5200
    @nkonzonzorih5200 11 ปีที่แล้ว +3

    Ibhova likadikadika madoda RIP qhawe

  • @howardmemela6466
    @howardmemela6466 2 หลายเดือนก่อน

    Akekho ngempela oyofika laa weeeh ngeke

  • @bhutinkonki7841
    @bhutinkonki7841 7 ปีที่แล้ว +4

    ngeke saxabana sodwa oh madoda kufa awuna mahloni

  • @lukilemoyo3657
    @lukilemoyo3657 6 ปีที่แล้ว +4

    Indoda emadodeni uyibekile induku ebandla usahamba kuleli elimagadigadi ahlabayo.

  • @thulasizwehopewellmakhubu179
    @thulasizwehopewellmakhubu179 2 ปีที่แล้ว +3

    Inkosi yoMaskandi, naseZulwini uyabusa🐶

  • @lindelaninkosi7226
    @lindelaninkosi7226 10 ปีที่แล้ว +8

    Rest In Peace Khumalo

    • @siphomageshmahlangu2504
      @siphomageshmahlangu2504 10 ปีที่แล้ว

      anada mazulu cum on,,choose smtng else

    • @thulanemthokozisi4222
      @thulanemthokozisi4222 10 ปีที่แล้ว +1

      What's wrong with with you, do you have any problem about us as we are Zulu people?

    • @lindelaninkosi7226
      @lindelaninkosi7226 10 ปีที่แล้ว

      One of the reasons I hate Nyaope coz manje ikukhulumisa amasimba wena Sipho...
      If u hve nthng to sai jst shut de hell up wena Vobo.

    • @siphomageshmahlangu2504
      @siphomageshmahlangu2504 10 ปีที่แล้ว

      mxm,,mzulu ivobo lol

    • @ayandamnisi6321
      @ayandamnisi6321 10 ปีที่แล้ว

      he lives on my he's soul rest in peace xem..........ngizomthumela i sms

  • @ntobekomchunu2911
    @ntobekomchunu2911 6 ปีที่แล้ว +4

    Lalela ubuciko nobunoni besiZulu salenzizwa

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 5 ปีที่แล้ว +3

    Ezingasoze zabuna,umbuso ka Nkulunkulu uzobabuyisa bephila Matthew 6:9-10,Jonh 5:28-29,Revelation 21:3-5,Psalms 37:11,29,Isaiah 33:24,35:5,for more info please visit this website JW.ORG.

  • @freddystanton1852
    @freddystanton1852 4 ปีที่แล้ว +1

    some they even claim say mgqhumeni uvukile bezenza wena ohh wow ubuyindoda ukudlula amadoda mpela

  • @thulasshezi2556
    @thulasshezi2556 10 ปีที่แล้ว +2

    asemaningi kakhulu amaqhawe akithi omculo asesishiyile R.I.P

  • @breandamkhize4342
    @breandamkhize4342 7 ปีที่แล้ว +5

    Uyakhumbuleka

  • @mukelisiwendebele6880
    @mukelisiwendebele6880 9 ปีที่แล้ว +1

    ngicela kenifunele lengoma ethi nomabengathini sithadwa ngeke ngiphoxwenguwe

  • @mlamulintuli2746
    @mlamulintuli2746 หลายเดือนก่อน

    2024 August 27 kwakuyigagu leli tjoo😢

  • @NkanyisoCele-nv6lr
    @NkanyisoCele-nv6lr 24 วันที่ผ่านมา

    Kuyini Kuyini Kuyini khona lokhu
    Kuyini Kuyini Kuyini khona lokhu🫶🫶🫶🫶🫶

  • @lukilemoyo3657
    @lukilemoyo3657 6 ปีที่แล้ว +2

    Kubhidlikile ukufa akube njalo

  • @nqobaningidi6863
    @nqobaningidi6863 11 ปีที่แล้ว +5

    magcokama, lubhidlikile ubumba, mpaahhhhlllllaaaaaaaa

  • @langelihleyaka1527
    @langelihleyaka1527 10 ปีที่แล้ว +1

    siyakukhumbula mfoka khumalo ngengoma

  • @sibongakonkesbonga2654
    @sibongakonkesbonga2654 11 หลายเดือนก่อน +1

    November 2023😢

  • @scelinhlanhlanxumalo6307
    @scelinhlanhlanxumalo6307 3 ปีที่แล้ว +1

    best of the best

    • @lungelongcobo4573
      @lungelongcobo4573 3 ปีที่แล้ว

      Ngempela okwahlule inyama akusoze kwawehlula umphefumulo

  • @impisi-xz5vi
    @impisi-xz5vi 12 วันที่ผ่านมา

    2024 usakhonya Mashobane

  • @smisonjinga3212
    @smisonjinga3212 5 ปีที่แล้ว

    akekho oyofika laaaa ngisSHO NAMANJE

  • @bongumusanzama1773
    @bongumusanzama1773 7 ปีที่แล้ว

    Syabonga bafethu ukthatha lomculo nufake LA entweni zabelungu

  • @zamafanele938
    @zamafanele938 3 ปีที่แล้ว +1

    2020🔥

  • @khumalomashobane2822
    @khumalomashobane2822 4 ปีที่แล้ว

    2020 Khumalo

  • @zipzipgwala1370
    @zipzipgwala1370 7 ปีที่แล้ว +1

    sipho magesh uvobo unyoko

  • @nkosiyaphadlamuka3595
    @nkosiyaphadlamuka3595 4 ปีที่แล้ว

    2020

  • @kedibonemabea9003
    @kedibonemabea9003 2 ปีที่แล้ว

    2022🥰

  • @carlosmntungwa8591
    @carlosmntungwa8591 11 ปีที่แล้ว +1

    Akanamali

  • @sizwemthombeni1185
    @sizwemthombeni1185 ปีที่แล้ว

    Dj 2022

  • @zipzipgwala1370
    @zipzipgwala1370 7 ปีที่แล้ว +1

    ntobeko obhorayo unyoko

    • @bonginkosivellem3980
      @bonginkosivellem3980 6 ปีที่แล้ว

      Thanx utshene inja le.ngoba ayizazi ifunani Lana if yabhoreka

  • @siphithembasabisa2101
    @siphithembasabisa2101 9 ปีที่แล้ว +1

    mashobane

  • @ntobekomduduzi9134
    @ntobekomduduzi9134 10 ปีที่แล้ว +1

    ay amazulu namaculo abhoraro