It was mavava's wedding who is part of the gcaba family..so Nkhuzeni who has beef with Mthandeni, is part of the gcaba family "Nkhuzeni"... Mthandeni was invited to the wedding but Nkhuzeni wasn't not Der but his people and his friends was Der so when Mthandeni came the crowd started cheering him on with excitement which left Nkhuzenis people jealous so they started create a fight..Ngizwe being that he came with Mthandeni..they left cz guns wer being pulled out on them💔💔
Hlobo luni lomcimbi lona obuwenziwa lana, for example Umembeso or Umshado or Umabo??? And ubizwa nganike lomdlalo wokukhipha imali like kusiphi i-stage somcimbi lakukhishwa khona imali kanje??
Washo mfoka Skhakhane ayy.... Emhlabeni kunzima kukhona abadubulayo benguqe ngedolo phansi bayekeni beshayane🤝
Imoemish indaba kaNgizwe neGcokama. Labantu bebengenandaba nabo. Bangene ngesikhathi esiwrong kusakhandwa imali.
Nami ngo R350 wecovid ngisukuma nokuzbongela
😂😂😂
Ay kodwa ihlazo leli abantu abadala bamosha imicimbi yabantu
Kanti ubunsizwa buyini, ukungahloniphi emzini yabantu. Kunabantu abadala & abahloniphekile kulomcimbi, nangoke efika aiy 😏😏😏
Syabonga Nhlaka Production ngomsebenzi omuhle owenzile kulamavideo
Imali engaka eya kuMakoti wooow, noba urich vele cz ayinofane iye kumakoti ompofu
Ewu siphelezele abantu bakwa Gcaba kulo mhlaba nkosiyami
Ungatsho uphinde mfethu
Gcaba, Nombela nina bakwa Ngwabe🙌
Aningiphe ithuba nje ngibambe isandla sika Mavava.... ay uyinsizwa umavava bafethu.. kodwa webhuti umavava ngikukhonzile ngyafisa ukukubona ngeso lenyama ngelinye ilanga
Siyabonga mpongo ngokungasikhohlwa 👍
EY NAMI ngo290 kaNSFAS ngithi yayinhle into haii
Kodwa bahlalaph labobhuti abanemali kangaka abeze ngala😂😂
Nkandla / Durban & Ulundi
Anilethe wase Durban bo😂😂😂
Hhey angiwazi lomdkalo Kodwa muhleeeeeeee
Kube akuGcokama ngabe asazi Lutho ngalomcimbi, nomnikelo kamavava ngabe bungekho kulelizinga, #respect isiwengu siyawenza umcimbi ube Lit
Ngabe syawazi besvele suwazi
@@kwazingubane4796 Nina phela abangakhona, Ngaphandle ke mangabe uyipukane uzifikela uzwa ngephunga, ngikhuluma ngokuduma komcimbi Hhayi isimemo okanye isimemezelo sawo, (Trending) ngolwasemzini
Hey futh lokhu kwesdakwa bakith😂😂😂😂
Angihambi nabo ay iChunu madoda😅😅
Kuboniswa Abantu Abazizityembi Ngemali hayi Amahlepu Makaphumme Nokukwesana Ngamazwi Nagegoma
Awu kodwa wensizwa ake nize ngaloooo nisosipha nje inkece
Le game yinhle nje Siyabonga
Can someone tell me what happening in this event ....? English please
It was mavava's wedding who is part of the gcaba family..so Nkhuzeni who has beef with Mthandeni, is part of the gcaba family "Nkhuzeni"... Mthandeni was invited to the wedding but Nkhuzeni wasn't not Der but his people and his friends was Der so when Mthandeni came the crowd started cheering him on with excitement which left Nkhuzenis people jealous so they started create a fight..Ngizwe being that he came with Mthandeni..they left cz guns wer being pulled out on them💔💔
Jehova imali engaka 😳😳😳
Bayishayile idishi yayinhl into yabo
😂😂😂Hhay alisangqongqi ichunu madoda
Please remember to not skip ads so that this channel will benefit more.. muhle umsebenzi Nhlaka up lapho 👏🔥
Kuphikanti lana akashawe khona uMthandeni eyi-amadixa namanga😂😂
Emnyango ikhona video yakhona eseshiyimoto
@@kwazingubane4796 kuyavela bemshaya kuleyo-video noma sivezelwa imoto nje kuphela
Ayikhale ngizwe mchunu
Mthandeni akumnandi umngekho
Kahle mnewethu ikphapha nokthanda ukubukwa uma uyinsizwa yakwenu ehlelekile uhambi uzigqamisa kodwa uphakanyiswa abantu hayi ungena nje sewugxavuna iMike..kukhomba ukungafundiseki lokho.
Scela amanye amavideo Nhlaka this is interesting
Imali engaka 😳😳
Ayi mdlalo muni lo
Lomdlalo suke Kushaywa indishi for makoti🤗
Kusaxoki lokhu kwaka Mchunu
Hlobo luni lomcimbi lona obuwenziwa lana, for example Umembeso or Umshado or Umabo??? And ubizwa nganike lomdlalo wokukhipha imali like kusiphi i-stage somcimbi lakukhishwa khona imali kanje??
kuyenziwa kwimicimbi emningi suke ziqhoshelana ngama khikhi insizwa kuthi liqine kangakanani usualy kuthiwa nawu 100 ngithi phuma noma hambokhelela isobho bese mawunqaba zothi ngananku 200 ngithi angiyi kanjalo kanjalo
Umembeso bafo, but loluhlobo lomdlalo oludlalwayo lubizwa ngokuthi 'indishi'
Yazibuziza lombatha kahle nje usungowaphi osungazi
@@jabulanidlamini2189 WeDlamini nayee ngiyathemba ukythi njengoba umdala kangaka kukhona nawe ongakwazi futhi kuningi. Namike bengibuza ngoba ngingazi.
@@christinandaba4690 ngiyabonga ngokungicacisela nkosazane.🙌
Eyi izinsizwa ngiyazivuma
Yeses
Kusamele bemubambe umthanden bemufake isibhaxu avuke esbhedlela
Mashimane, uyadlala nje ayizwa leyangane kaMaShandu.Ungafunga uthi ayizalwanga yaphuma ehlathini.
@@nzombane4sure855 😂 ay manje usholo kuth akayekwe acanase nje
@@manqobamaphumulo7600 Cha bafo, ungangizwa kabi. Akezwa kakhulu loyamfana ududwa nayilabantu abathi bangabalandeli bakhe. Noma ehlothoza efohla imicimbi yabanye abantu bayamncoma abamkhuzi.
Hhawu , ngoswele ngosho u R10.00 yazi angidlali njalo
😂
Isazosisebenza i corona bafwethu masenzenje
Awume nge Corona nawe
Wena nhlaka uqambe amanga
Imali engaka bakithi😯
Aydume
Wenaa fusegi uthe lishayiwe igcokama wenaa?? Iphi ivideo?
Eyani inhlamba nxx
Zakhala demedi
💵💵💵💵😭🥺😥
Sekuyimzamo yokuxova igcokama noNgizwe
uKHUZANI aykayidlali indishi
UNgizwe ukhiphe R1000 wathi ucela uKhuzani amubongele njenge Nkosi yakhe.Khuzan wakhipha R2000 wathi UNgizwe akabongelwe ilesdakwa afike naso
@@zonkeqina5847 ohh ohk kushu kuthi ngisalile kancane
Eyani lemali ?
Eyamaphepha
🤣🤣🤣@@jabulanidlamini2189
Ngyanconkola njalo lungelo
@jabulani Dlamini 🤣🤣
@@jabulanidlamini2189 🤣🤣😂😂😅🤭
Mhle umdlalo
These pple don't have order
King duyaza
Ngisho esebheda madoda nilokhu nith king duyaza
@@bukhulubenkosi2297 ukuthi Angeke mina ngigxeke iqawe Lami phambi kwezitha zalo ngimtanda ngisho ebhedile noma enze kahle Njengoba Nani nenza kwelenu Why Thina nifune sijabulise.nina Phela umthandeni naye wazalwa umfazi akaphumanga etsheni uyayi dizeva noma onile I support
@@fikilemagwaza5096 ay uyashaya nkabyam kodwa ey akaqeqeshekile man
@@bukhulubenkosi2297 kanjena nanguya esehleli noma VAVA nobhunti bakamavava bambizile Thina sisele nezihlamba kuyahlekwa kumnandi laphaya Ilimayithi
SBWL Ukuba umakoti
😂😂😂😂😂
So much chaos
Aykhale