abashumayeli eskhumbuzweni senkosi Thingo

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 26 ส.ค. 2024

ความคิดเห็น • 20

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 4 หลายเดือนก่อน +4

    Siyabonga kakhulu bhuti Dlakadla eyi okwenzayo kakhulu empilweni zethu ujehova akukhumbule njalo yazi ngihlezi nginovalo ngakho konke njengoba Kuna ma temple langi khona ngihlala inyanga ezu 6 ngigoduke kodwa imsenzi oyenzayo yenza ngihlale ngigadekil ngingaphumi emthethweni ka shembe noma ngi ntombi yentethelelo ngibonga

  • @mondlimhlophe7460
    @mondlimhlophe7460 4 หลายเดือนก่อน +3

    USHEMBE akubusise Mngomezulu

  • @mcabangelenimbathaemsinga4070
    @mcabangelenimbathaemsinga4070 4 หลายเดือนก่อน +1

    Yayazi lekaMakhanyile ngake ngamuzwa eyixoxa eSandanezwe💯💯💯

  • @nkosikhonaherman6568
    @nkosikhonaherman6568 4 หลายเดือนก่อน +1

    Washaya Mshu Ncube syabonga onendlebe uzwile Nkosi wezulu nomhlaba Nyazi Lwezulu ungangali

  • @lindokuhleamos3840
    @lindokuhleamos3840 4 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga babaDlakadla. Siyacela ungasikhohlwa ngenkonzo yabgesabatha elidlule baba. Siyabonga.

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 4 หลายเดือนก่อน

    Eshi ngazi noma izindlebe zami yini Mshumayeli angimuzwa kahle ngazi bekwenziwa indlela mbhombho awubambe ngawo

  • @sibusisodubazane7568
    @sibusisodubazane7568 4 หลายเดือนก่อน +3

    Abashumayeli bakithi eBuhleni base Nazaretha befakaza ngeNkosi enhle yomusa noxolo. Sakubona okukhulu ngoThingo

  • @zakhelemhlongo5036
    @zakhelemhlongo5036 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ngokusethulela inkonzo nathi esingaphumelelanga EBuhleni.

  • @nkosikhonaherman6568
    @nkosikhonaherman6568 4 หลายเดือนก่อน

    Inkulu lentshumayelo yomshumayeli wesibili ngeke ayizbeki kumele futhi ubaba kumele agezwe inkantolo yithi manazaretha😢

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 4 หลายเดือนก่อน +1

    Asisathokozeleki isikhumbuzo ngoba abantu abasuke bethunyiwe bavele bankante. Esikhundleni sokufakaza ngoShembe bavele bakhulume ezinye izindaba. Thina sifuna ukwazi ukuthi uShembe lo osuke ekhunjulwa wenzani futhi wathini.

  • @mzwandilefakude8758
    @mzwandilefakude8758 4 หลายเดือนก่อน +1

    Awusuka madoda abashumayeli banayo lento❤❤😊😊😊

  • @ntombizodwanelly2314
    @ntombizodwanelly2314 4 หลายเดือนก่อน

    Syabonga bashumayeli bethu ngathi uShembe angasikhulisa

  • @sandilemalunga7550
    @sandilemalunga7550 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu. Cha bayashaya kodwa abashumayeli.

  • @sboniwenonjabulo8450
    @sboniwenonjabulo8450 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ukusihabulisa ngobekwenzeka eskhumbuzweni.

  • @HectorM_Empath
    @HectorM_Empath 4 หลายเดือนก่อน +2

    INkosi ikukhulise Dlakadla!

  • @sanelesibiya3056
    @sanelesibiya3056 4 หลายเดือนก่อน +1

    Baba wami🙏🙏🙏

  • @sakhowakhenkwanyana7433
    @sakhowakhenkwanyana7433 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga 🎉

  • @khayelihleclarence-kn6dx
    @khayelihleclarence-kn6dx 4 หลายเดือนก่อน

    🚂☀️🌑🌈⚡🙏🙇

  • @nzuzokhuzwayo8266
    @nzuzokhuzwayo8266 4 หลายเดือนก่อน

    Shembe oyiNgcwele wena Uvela lapho siyaKhona. Khula nyazi lwaseZulwini syaKuTHANDA jehova wethu

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 4 หลายเดือนก่อน +1

    ❤❤❤