Abangani Namalunga Omdeni bachaza isizathu sokubulawa kowesifazane ngesihluku.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ก.พ. 2025

ความคิดเห็น • 50

  • @NhlanhloHlongwa
    @NhlanhloHlongwa หลายเดือนก่อน +7

    Vele phela mantombazane abafana niyabadlisa maseniyaba febela nakhoke kuthiwa bayahlukumeza yonke lento ebeyenza lomfana yabonakala nje kuthi bimgxishe muthi lengane skhohlakali nje sentombazane

  • @LebohangThulani
    @LebohangThulani หลายเดือนก่อน +2

    😢yazi bengithi urongi uÑtobe ay uyahlanya lubhuti

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele หลายเดือนก่อน +4

    Yebo kubuhlungu kuwowonke umuntu,,sikhuluma ngokufa komuntu
    Kodwa asikhbule ukuthi Kahle the truth iyaziwa hibobababini,,siyakhuluma nje.kubujlungu kakhulu angifuniukangasho,,may their souls rest well

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 หลายเดือนก่อน

    Ibuhlungu lendaba😢😢

  • @LindiweMlambo-s7f
    @LindiweMlambo-s7f หลายเดือนก่อน +1

    Kodwa kubuhlungu yoo😭😭😭

  • @bonakelencube9332
    @bonakelencube9332 หลายเดือนก่อน +2

    Ngokwami ngibona sengathi imindeni yombili ivikela ingane zabo but uSisi angimthembi .umfana ubemthanda .with love umuntu uyalufela uthando

    • @ZaneleThuladu
      @ZaneleThuladu หลายเดือนก่อน

      Yes ubemthanda u cc kod ube obsessed en violent into ebange ukuth bahlukane bebengekho happy...unamanga umfana ukuth ingane akuyona eyakhe...naye ubezama ukuzivikela ngento engekho...both family bakhulumela izingane zabo...kod futh abangan bayasho ukuth ugal ubehlukumezeka

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw หลายเดือนก่อน

    Noma ngabe ubefeba ufeba ngomzimba wakhe,mawumthanda umuntu awumbulali uyamyeka uqhubeke nempilo yakho.Okokudlisa anginayo isho ngoba sometime indoda ikuhlukumeza ungayidlisanga ikushaye uqobo

  • @ThandekaAphiwe
    @ThandekaAphiwe หลายเดือนก่อน +4

    Kwaze kwabuhlungu Ubhuti kwayena uzwakala ehlukumezile Ngesenzo samakotiUbemthanda ngwmpela mayekwazi ukufihla amahlazo amakoti wakhe Koda bekungamele ambulale Bhuti uthathe ngenhliziyo

    • @SiphoDindi-ef5kx
      @SiphoDindi-ef5kx หลายเดือนก่อน +1

      Cc pls Musa ukuqamba amanga vele ingane akusiyona ekaSbusiso futh ubengayena umuntu oviolenc leskole besiyaz Inkinga abhekene nayo ebudlelwaneni bakhe kodw masith akabikele umnden wakhe athi ngeke akwaz ngoba uyamthanda umkakhe akafun kubo babe nesthombe esimbi ngomkakhe yabona manje sekonakele asisekho isdingo sokuth siloku siqamba amanga bakwethu

    • @SiphoDindi-ef5kx
      @SiphoDindi-ef5kx หลายเดือนก่อน

      And uhlukumezekile lowamfana umakoti ebengenako ukuthula eskolen besesmaz kwathina wake weka sthuke ngefone yomyeni wakhe ebsuku ethi sfunani endodeni yakhe ath silala nayo ngaksasa ekoleni mefika uSir simbuza avele akhale axolise athi akayaz lonto yena ubelele kunzima sheim

    • @NtombikayiseNtombela
      @NtombikayiseNtombela หลายเดือนก่อน

      ​@@SiphoDindi-ef5kxKwaze kwabhlungu bakithi yooo 😢

  • @gloriashozi555
    @gloriashozi555 หลายเดือนก่อน +3

    💔💔💔💔💔😭😭😭😭aingeke lobhuti khona lesifo anaso maybe neDepression ibikhona.....

    • @VeraMoiloa
      @VeraMoiloa หลายเดือนก่อน

      Hiyo ntase

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo หลายเดือนก่อน

    Nifebelani

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw หลายเดือนก่อน

    Uma ingane kungayona eyakhe awumbulali kodwa Sathane

  • @BonisiweKhumalo-q4l
    @BonisiweKhumalo-q4l หลายเดือนก่อน

    Baphela abantu imjolo nkosi sikhumbule kunzima

  • @streight9-9
    @streight9-9 หลายเดือนก่อน

    Ilobola seliyadula yekani ubufebe bafazi

  • @Docmnguni2945
    @Docmnguni2945 หลายเดือนก่อน +4

    Sizokholwa bani ke lana? Kodwa akuvamisile ukuthi umuntu wesilisa abulale intombi yakhe bese ezibulala naye, khona ukuhlukumezeka ebibhekene nakho lensizwa.

  • @SmangalisoNzama-re3xx
    @SmangalisoNzama-re3xx หลายเดือนก่อน +8

    Ucacise ukuthi uSbu(umbulali) uNtobe(isifebe)
    Dankie

  • @PhindileMbatha-z9l
    @PhindileMbatha-z9l หลายเดือนก่อน

    Amathe abuyela kwasifuba 😭😭💔💔isililo sikanandi

  • @KhanyisileMhlongo-w2h
    @KhanyisileMhlongo-w2h หลายเดือนก่อน

    Mantombazane yekani ukudlisa.amadoda.maqede niwafebele ucc ufele emanyaleni ngoba nengane ayaziwa ekabani

  • @VusiSithole-n7i
    @VusiSithole-n7i หลายเดือนก่อน +3

    Kubi impela okwenziwe ilensizwa kodwa nani bantu besifazane yekani ukudlisa amadoda ngoba umdlisa awazi ukuthi lelidliso lizomphatha kanjn mayesebhonga la ngeke usakwazi ukuphinda ulikhiphe iskhwele sendoda elungisiweyo siyingozi kakhulu uthando nje bakithi alube natural uma engasukuthandi umuntu myeke ahambe

    • @pinkyphungula
      @pinkyphungula หลายเดือนก่อน

      Wazingani ukuthi udlisiwe?

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo หลายเดือนก่อน

    Wenantombazane ndini yeka ukukhuluma intongayazi hear say

  • @vistom5784
    @vistom5784 หลายเดือนก่อน

    5:07 uma kuwukuthi uSbu besephumile kuNtobe umlande kanjan kubo,ayy bafowethu niyagamanxa ezindabeni zababili,iqiniso laziwa ilaba ababili abangasekho umndeni nje awamukele ngyazi kunzima

  • @NoxoloButhelezi-kp2do
    @NoxoloButhelezi-kp2do หลายเดือนก่อน

    Yekan ukuhlulela usbu ngokuth umbulali yebo ubulele kodwa bengeke ambulale yekan ukudlisa abantu nibuye nifebe ayikhale angith anizwa mnden kantobe khuluman iqiniso ngoba bazali aninalo qiniso nizopheza

  • @thandekaOlga
    @thandekaOlga หลายเดือนก่อน

    Kanti makuthiwa emandawe yenzekephi lento guys,cause ingakithi lapho

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 หลายเดือนก่อน

    Yoooo kwaze kwanzima emhlabeni

  • @KhumbzileButhelezi
    @KhumbzileButhelezi หลายเดือนก่อน

    Ahhhh asizukukholwa ylento aychazayo locc nje asazi ukuth uban owrong phakath kwabo

  • @CeliweZama
    @CeliweZama หลายเดือนก่อน +1

    Yoo kwaze kwanzima nkosi yami

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo หลายเดือนก่อน

    Ubevideo caller wena nomuNtobe?

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo หลายเดือนก่อน

    Ubani ubabawengane ebiyondliswa uSbu?

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo หลายเดือนก่อน

    Nalento yensu mantombazane hlukanani nalodoti enusebenzisayo

  • @MabongieMbuyazi
    @MabongieMbuyazi หลายเดือนก่อน

    Au sbuh nje bedlisiwe naye bangazenzi

  • @ruthgumbi5448
    @ruthgumbi5448 หลายเดือนก่อน

    Mine ngitsi liciniso Latina yile 2 tsine asati lana bakabomtfombatane sebeyamela vele madvodza kule South Africa etfu awana mhlaba kubekufe Sbu bekotsiwa ubetivikela weeee Jesu buya

  • @KhanyisileThwala-jn1km
    @KhanyisileThwala-jn1km หลายเดือนก่อน +2

    Yibo bobabili ebebazi izindaba zabo bobabili bebe wrong nje

  • @NhlanhloHlongwa
    @NhlanhloHlongwa หลายเดือนก่อน +6

    Bobhuti bethu yekani ukulobola ifebe nxm

    • @ImeldaNgcobo
      @ImeldaNgcobo หลายเดือนก่อน

      Ziyabadlisa abafana ifebe besebedideka

    • @SibongileNcube-s1x
      @SibongileNcube-s1x หลายเดือนก่อน

      Isifebe usibona kanjani 😅😅ngoba futhi

  • @bongibongi3793
    @bongibongi3793 หลายเดือนก่อน

    YOOOOOOH

  • @PatienceThabethe
    @PatienceThabethe หลายเดือนก่อน

    💔💔😭😭

  • @NomawethuKatikati
    @NomawethuKatikati หลายเดือนก่อน

    It seem as if Sbu did not stand to share his Ntobee with other guy so he had depression, thats why he killed her nd decided to hang himseif.

  • @beebee2409
    @beebee2409 หลายเดือนก่อน +2

    Why didnt he have a DNA done which will be proof it's his. Yeses

    • @doobsie8944
      @doobsie8944 หลายเดือนก่อน +1

      They say he did the DNA and it came back saying he is the father